- 43
- 7 349 229
UHLANGA MEDIA
Приєднався 27 бер 2024
Search UHLANGA MEDIA on Facebook and please follow us🙏
If you want to advertise your work/Business ,you can call or whatsupp us
Whatsupp& Calls
0785308525
If you want to advertise your work/Business ,you can call or whatsupp us
Whatsupp& Calls
0785308525
WHY MINA?? S2||EP 8// UBANJIWE OWACELA DIVORCE YOMGUNYATHI NGOBA EFUNA UKWAKHELA INTOMBI YAKHE UMUZI
WHY MINA?? S2||EP 8// UBANJIWE OWACELA DIVORCE YOMGUNYATHI NGOBA EFUNA UKWAKHELA INTOMBI YAKHE UMUZI
Переглядів: 16 604
Відео
WHY MINA?? S2||EP 7// KODWA YENA UMNTANAMI WAFA EHAMBA NAWE,NGIDINGA IZIMPENDULO KUWENA.
Переглядів 84 тис.16 годин тому
WHY MINA?? S2||EP 7// KODWA YENA UMNTANAMI WAFA EHAMBA NAWE,NGIDINGA IZIMPENDULO KUWENA.
WHY MINA?? S2||EP 6// UBANJIWE OSHINTSHANISA AMA BLESSER EBE APHUMA KUBO EYOFUNDA
Переглядів 170 тис.14 днів тому
WHY MINA?? S2||EP 6// UBANJIWE OSHINTSHANISA AMA BLESSER EBE APHUMA KUBO EYOFUNDA
WHY MINA?? S2||EP 5||P2// NGABE KADE NGAPHUMA EJELE UKUBE WAVUMA UKUSAYINA OKOKUPHUMA UMAWENGANE
Переглядів 78 тис.14 днів тому
WHY MINA?? S2||EP 5||P2// NGABE KADE NGAPHUMA EJELE UKUBE WAVUMA UKUSAYINA OKOKUPHUMA UMAWENGANE
WHY MINA?? S2||EP 5// NGASHIYA UMAWENGANE ENDLINI YAMI NGIBOSHWA ,WASALA WAKHULELISWA ENYE INDODA
Переглядів 90 тис.14 днів тому
WHY MINA?? S2||EP 5// NGASHIYA UMAWENGANE ENDLINI YAMI NGIBOSHWA ,WASALA WAKHULELISWA ENYE INDODA
WHY MINA?? S2||EP 4// UKHETHE UKHULUMA IQINISO ,OWASHONELWA ISOKA LAZI UKUTHI UKHULELWE.
Переглядів 89 тис.21 день тому
WHY MINA?? S2||EP 4// UKHETHE UKHULUMA IQINISO ,OWASHONELWA ISOKA LAZI UKUTHI UKHULELWE.
WHY MINA?? S2||EP 3// NGIYAZISOLA NGOKUTSHELA INGANE YAMI UKUTHI NGAYITHOLA NGE RAPE
Переглядів 144 тис.21 день тому
WHY MINA?? S2||EP 3// NGIYAZISOLA NGOKUTSHELA INGANE YAMI UKUTHI NGAYITHOLA NGE RAPE
WHY MINA?? S2||EP 2//UMAMA KA MKHWENYANA NOMAKOTI YIBO ABAZIYO UKUTHI EKABANI INGANE KAMAKOTI
Переглядів 144 тис.Місяць тому
WHY MINA?? S2||EP 2//UMAMA KA MKHWENYANA NOMAKOTI YIBO ABAZIYO UKUTHI EKABANI INGANE KAMAKOTI
WHY MINA?? S2||EP 1||P2// NGABE ZIXOLELENE NGEMPELA IZELAMANI?
Переглядів 68 тис.Місяць тому
WHY MINA?? S2||EP 1||P2// NGABE ZIXOLELENE NGEMPELA IZELAMANI?
WHY MINA?? EPISODE 9|| P2|| USEHLALA NOMAMA WAKHE OWANUKUBEZWA NGOKOCANSI ISTEP FATHER SAKHE
Переглядів 82 тис.Місяць тому
WHY MINA?? EPISODE 9|| P2|| USEHLALA NOMAMA WAKHE OWANUKUBEZWA NGOKOCANSI ISTEP FATHER SAKHE
WHY MINA?? S2||EP 1// AYIPHELI EYEZELAMANI ESEYAHLULA ABAFUNDISI
Переглядів 166 тис.Місяць тому
WHY MINA?? S2||EP 1// AYIPHELI EYEZELAMANI ESEYAHLULA ABAFUNDISI
WHY MINA?? EPISODE 7||P2|| LIVELILE IQINISO NGOWALALA NOMAMA OZALA UMFAZI WAKHE
Переглядів 125 тис.Місяць тому
WHY MINA?? EPISODE 7||P2|| LIVELILE IQINISO NGOWALALA NOMAMA OZALA UMFAZI WAKHE
PRIDE ASIDE||EP 4//NGISAMTHANDA UMAMA WOMTANAMI NOMA ESENENGANE NENYE INDODA
Переглядів 111 тис.Місяць тому
PRIDE ASIDE||EP 4//NGISAMTHANDA UMAMA WOMTANAMI NOMA ESENENGANE NENYE INDODA
WHY MINA?? UMBHEDE USUKHONA PHANSI SEKUZOKHONKWA. SYABONGA SOUTH AFRICA
Переглядів 19 тис.Місяць тому
WHY MINA?? UMBHEDE USUKHONA PHANSI SEKUZOKHONKWA. SYABONGA SOUTH AFRICA
WHY MINA?? EPISODE 12||P2||USENENDLU ETHI YENA UMFANA OWALAHLWA UMAMA WAKHE
Переглядів 105 тис.Місяць тому
WHY MINA?? EPISODE 12||P2||USENENDLU ETHI YENA UMFANA OWALAHLWA UMAMA WAKHE
PRIDE ASIDE|| EP 3// NGAQOMA ENYE INTOMBAZANE NGINGASEBENZI NGOBA NGIFUNA INGONDLELE INGANE YAMI
Переглядів 114 тис.Місяць тому
PRIDE ASIDE|| EP 3// NGAQOMA ENYE INTOMBAZANE NGINGASEBENZI NGOBA NGIFUNA INGONDLELE INGANE YAMI
WHY MINA?? EPISODE 6||P2|| USEJELE LOWO SKHULUMA NJE
Переглядів 84 тис.2 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 6||P2|| USEJELE LOWO SKHULUMA NJE
PRIDE ASIDE|| EP 2// NGANGINGALALA KANJANI NENDODA ENDLINI YABABA WOMTANAMI?
Переглядів 126 тис.2 місяці тому
PRIDE ASIDE|| EP 2// NGANGINGALALA KANJANI NENDODA ENDLINI YABABA WOMTANAMI?
WHY MINA?? EPISODE 20 P2// NGAZIBONELA NGALAWA AMI ISIDUMBU SOMTANAMI ESESHONILE
Переглядів 84 тис.2 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 20 P2// NGAZIBONELA NGALAWA AMI ISIDUMBU SOMTANAMI ESESHONILE
WHY MINA?? EPISODE 20 P1// NGIDINGA IZIMPENDULO NGOKUFA KOMTANAMI
Переглядів 99 тис.2 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 20 P1// NGIDINGA IZIMPENDULO NGOKUFA KOMTANAMI
PRIDE ASIDE|| EP 1// NGANGINGEKE NGIJOLE NENDODA EYENZA ISIHLUKU KUMZALI WAMI
Переглядів 127 тис.2 місяці тому
PRIDE ASIDE|| EP 1// NGANGINGEKE NGIJOLE NENDODA EYENZA ISIHLUKU KUMZALI WAMI
WHY MINA?? EPISODE 19// ANGAZI NGABENZANI UMAMA NEZINGANE ZAKITHI
Переглядів 172 тис.2 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 19// ANGAZI NGABENZANI UMAMA NEZINGANE ZAKITHI
WHY MINA?? EPISODE 18// NGIHLEZE NGILALELE USISI WAMI NESOKA LAKHE BENZA UCANSI
Переглядів 190 тис.2 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 18// NGIHLEZE NGILALELE USISI WAMI NESOKA LAKHE BENZA UCANSI
WHY MINA?? EPISODE 17// UMA UYEKA MINA, OYOLALA NAYE UYOGULELA UKUFA
Переглядів 180 тис.3 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 17// UMA UYEKA MINA, OYOLALA NAYE UYOGULELA UKUFA
WHY MINA?? EPISODE 16// IMFEBO ,NOMNGANE KWAQEDA UMSHADO WAMI
Переглядів 185 тис.3 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 16// IMFEBO ,NOMNGANE KWAQEDA UMSHADO WAMI
WHY MINA?? EPISODE 15// AKATHANDI LUTHO OKHOKHE INHLAWULO ENGENACALA
Переглядів 199 тис.3 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 15// AKATHANDI LUTHO OKHOKHE INHLAWULO ENGENACALA
WHY MINA?? EPISODE 14// KUBUHLUNGU UKUZALWA ENTOMBINI
Переглядів 292 тис.3 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 14// KUBUHLUNGU UKUZALWA ENTOMBINI
WHY MIN?? EPISODE 13// IZIMPETHU ZISHINTSHE IMPILO YENGANE ENGASENABAZALI
Переглядів 225 тис.3 місяці тому
WHY MIN?? EPISODE 13// IZIMPETHU ZISHINTSHE IMPILO YENGANE ENGASENABAZALI
WHY MINA?? EPISODE 12//UBUHLUNGU UMFANA EDLWENGULWA ISTEP MOTHER SAKHE
Переглядів 289 тис.4 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 12//UBUHLUNGU UMFANA EDLWENGULWA ISTEP MOTHER SAKHE
WHY MINA?? EPISODE 11// EBUHLENI NASEBUBINI NGIYOBA NAWE
Переглядів 224 тис.4 місяці тому
WHY MINA?? EPISODE 11// EBUHLENI NASEBUBINI NGIYOBA NAWE
Umama uneqiniso lona angajabulele ezinto ezibuya nezingani
Yisgebengu phoyisa uphika into bekubukeka eyazi
Amateku 😂😂
Iphoyisa elinamanga njengo.......
Ngcobo wena ufuna imvubu, finished and klar iphoyisa elinjani mara leli,umgulukudu wepoyisa 😂😂😂😂
Hi warent officer Ngcobo is not make sure,amateki😂😂😂😂
Yeeeh !! Mavinjwa nge thou nsizwa yakithi akusekho kuphepha lapha nhlangothi zonke ikakhulu kulomfo sekulula kakhulu kemanje kuthi lomama ashintje isheke phinde kungabi ndaba zalutho ngenca yokuthi vele yena usajola nawjolake tiningi tinkinga tasemjolweni uyawfela umjolo kubukwe wona ngoba watiwa kutsi awlungile kani ubulewe ngumacondana asashintja lisheke kucala asavimba imali yebantfwabakhe njengoba umuva lomama lapha ,phoyisa sewfile wena babe linda usuku kuphel a ,wana ungasacali uzame kumbulala utofela ejele tikushayile tibalo sir wami score lapha ngu 70/30 infever of imbokodvo😂😂🇸🇿
Qumbamaqumbane,hayibo sekunguwena Detective 😂😂😂
Mama akayokwenza iwill lenja ingathol mal izombulala. Ifuna kuyolobola ngempeshen kamfaz,umfaz ubengakaze afune mal yayo kungaze kudivoswe longcobo akaresign ukuze ezothola zmal zakhe bese eyolobola ashade aphume kulomama
sis ubaba wants a divorce ngoba nishade ngemarriege act ,engavum isthembu . Maybe you will remarry using customary marriage act . lokhu kwenali no asthule😊
Madoda wozani Sizofunda ukuphika isiZulu emini bo, nangu u Ngcobo ephika ngesisu bo😊😊😊
Vele amaphoyisa aseMzansi awathembekile anamanga 😢
Lizobhotshwa lona usile nje
Phoyisa ihlazo kona yini eyenza ungahlali nomdeni wakho ihlazo baba yeka hlukana nosathane unomdeni wakho yini hhawu nkosi ngenelela
Weeeeee I YES YOU Magaye usubamba namaphoyisa manje 😂😂😂walivalela kwancane indawo NDOSI omkhuuuluuu SOLOMON WAKULESKHATHI ESIBI NESIBHLUNGU ESIPHILA KUSO ngempela baqinisile ukuthi into enhle awuyiboni mawusayiphethe uyibona ngoba isiphunyukile ufuna ukulahla umfazi onjeee Mapholoba ingathi is not make sure lakuwe Bhuti ubhidli, a UMUZI wakho ngezandla zakho🤔🤔🤔🤔😒
Pho owarrant abadala ey izigebengu Jes nalezingane ezincane ezithanda imithi
We cc phapha le ndonda isile ungayivumi lonto ubaba one zingane ezindala kanje hhayi we bhuti poyisa, cabana kahle uzodlala onokiloyi unonkosikazi omuhle nje
Le divosi ayihlangani kahle. Iyophumaphi leyo Mali na? Cha uya mthanda ke u number 2
“Ncese kodwa Ngcobo ubanjiwe” 😂😂😂😂😂😂😂 ayi Maqumbane 😂😂😂😂😂
😂
Engikwaziyoo angikwaz😂😂😂
Ulamanga u Warrant Office, uya jola
manje nizothula du ngeteki likamlisa
Doti kababa lo ,and angiboni ukuthi zisazomuhambela kahle izinto 😮💔
Wenzenjan manje ke u Mapholoba 😂😂😂
ALL STAR KA OFFICER 😂😂😂😂😂😂😂😂
Uzoziphika kwasayena lobaba uphika wayixoxa yedivosi😂
Maqumbs much ❤❤❤ watching u from Chicago 🎉🎉🎉🎉
Bhuti uthabiso mfowethu unkulunkulu ukuphile bhuti ukhuphuke njalo nje❤❤❤❤❤
Uphoyisa uyambona unamanga
Part 2 please
All star yephoyisa🙌🙌
Udlala u coco melon ngempela ngempela ungamniki I divorce eso sigebengu se phoyisa
Awu babuncoboawu 😢😢😢😢😢😢😢😢
Hey ubaba uphoyisa ufuna ukuyothenga amateku
Ufuna ukothenga iroof aydlali phela iyabiza iroof
Utheni lona uthe uyi phoisa s a p 😂😂😂 udakiwe lo😅😅😅😅😅
Amanye amadoda awazazi ukuthi afunani...Kanti umuntu uvele afune ukukuyeka ningaxabene kungenzeke lutho...hhai shadani ang'namona .
UNgcobo udidwe uthando olusha.. Ize iziphathe kahle leyontombazane ngoba he's throwing everything away bcos of her,, uma ingamshiya woyibulala
Zbondiwe yhooo
Aiy bandla uNgcobo angaz ngingaythin lento yakhe Mina 😅
Maxumbane waba wumseshi phezu komuseshi😂 hayi kodwa U officer I all star ama Snickers agxole ungathi awe para usikhotheni nalokukhwabanisa kuyamufanela asibe ngexiniso madoda let's swallow our pride besithole abafazi abahle abanako konke uthando inhlonipho ukunakekela ukuthembeka sidlala ngabo ododi ababhidlizi yibo intandokazi ngendlela ngibona ngayo U wife is a woman of high calibre uxexeshiwe nokukhuluma kwakhe she's a straight talk women big up en I'm sure umakwapheni enye nje indlavini engazi empilweni ukuthi Iya phambili noma emuva hileyo nhlobo ethandwayo efika sokwakhiwe ifike ibhidlize siyaye sikhale ngabafazi bayi flop kodwa Nathi ngakathi bakhona abanje Ngo surgent sidididi ulahla idayimane cop. Danko ndoda endala👰⭐💐🏆👍
Ai iteki lephoyisa smakade isgebengu nje lesi
Haaawu kodwa Thandeka..... 😢
Kwaze kwabuhlungu kumama, usesele yedwa nje, no children no husband, sorry mama
Youooo yabanjwa,kwaphela amahlathi
Kwaze kwaphambana nalo 10/10 aznike wona...Qumba Maqumbane ay ngikvumile great job Son 😍😍
Umama akaqale alongside ikusasa lezingane ngoba uzokubu Lala ngenxa yemali zihlupheke ingane
Yaze yabuhlungu lendaba hayi iyangikhalisa ❤❤❤
Bengisamangele inkosi yenkantolo ihlulwe uwarrant officer ngabe akuyena unaqumbane nkosiyami
Walibamba iphoyisa Maqumbane😂......Free advice :Let's marry out of community of property