SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZA

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 2 тис.

  • @BusisiweMbuyisa
    @BusisiweMbuyisa 7 місяців тому +4

    Ngiyabingelela ndodana bengifisa ukuzwa ukuthi iyabuya yini impendulo uma sebesizakele njengawo lomndeni ngabafonela abavumanga kodwa I prayed. uhlelo lwakho siluthwala ngomkhuleko may God bless you son and your team.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 8 місяців тому +72

    Hayi bo ngokulalela ungathi kunotokoloshe.Izinto ezinje aziwesabi umuthi zifuna umkhuleko wabazalwane abazilile and deep in prayer.

  • @diphalepashe5361
    @diphalepashe5361 8 місяців тому +57

    I put this family upon you Father in heaven
    Take over Lord Jesus, I rebuke the evil spirit in their home and upon each of the this family in Jesus name and amen

  • @BabhekileMqadi
    @BabhekileMqadi 7 місяців тому +5

    Bunti ngicela ubaxhumanise no profesa Godo no Ayanda msweli uzobasiza ❤

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 8 місяців тому +86

    Simxolele umzukulu mphakathi akazenzi naye, sekuyazenzekela lokukhuluma usehlukumezeke kakhulu so uzama ukuchaza bonke lobunzima ababhekene nabo kungasali lutho usenalo ithemba bakithi ukuthi ukhona ongabasiza. Baba Nkulunkulu wezizwe zonke Mdali wezulu nomhlaba ngenelela kulesimo sebekuzame konke okwasemhlabeni kepha mina ngithi ngegama likaJesu kuguqa phansi konke😢😢😢akanqontshwe losathane ohlasele🙌🙌🙌

  • @SiphokaziNomawethu
    @SiphokaziNomawethu 8 місяців тому +61

    Bawo oyingcwele wena yise wenkosi jesu siyazi ukuti awahlulwa nto ryt now i spread the blood of jesus by fire by force . Uthixo akahlulwa nto i stop that evil spirit ryt now nkosi jesu take over abaut this family 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

    • @estherntuli4003
      @estherntuli4003 8 місяців тому

      AMEN U Nkulunkulu akawenze umusa kulomndeni ohlukumezekayo

    • @PhumizilePhumy-dp5uu
      @PhumizilePhumy-dp5uu 8 місяців тому

      Ilento okthiwa uvutha jehova 😢😢😮😮😮kwaze kwanzima

    • @sphelelenxumalo7922
      @sphelelenxumalo7922 8 місяців тому

    • @Mamntungwashezi83
      @Mamntungwashezi83 7 місяців тому +1

      Ave kudabukisa ngoba abantu ababoni amathemba asemhlaben aphelelwe iskhathi..yinye into eyonisiza cc ukubheka kuNkulunkulu yedw ningamuxubi nalutho niyosinda🤞

  • @NomusaMashigo
    @NomusaMashigo 8 місяців тому +66

    Waze washa umndeni , anibazamele umoja love sis Thembi nyathi we Dlozlam

    • @sizakelediya3872
      @sizakelediya3872 8 місяців тому +5

      I thought so too someone okwazi ukubona abantu abangasekho lesi I spirit bound uyabaxosha

    • @thatoramahotsoa7462
      @thatoramahotsoa7462 8 місяців тому +1

      Nayoke impendulo isangoma simoshile abaphume kulendlu

    • @FaithSeliti
      @FaithSeliti 7 місяців тому

      Thembi or Loyd Hadebe

    • @RAYAMARI19
      @RAYAMARI19 5 днів тому

      😅ey bakithi ngiyazi kahle.into enikhuluma ngayo yake yasenza nathi from 2014 up to 2018 isisombb

    • @RAYAMARI19
      @RAYAMARI19 5 днів тому

      Isisombululo yigama lik Jeso chresto nifafaze indlu yonke ngegazi lika Jeso Nani nizi soake phakathi kwalo niyitshelu ukuthi mayihambe ngegama lika Jeso

  • @zaneleprecious7208
    @zaneleprecious7208 8 місяців тому +5

    Lento ifana exactly nezinto ebezenzeka ngasekhaya kwaHadebe kushukthi ukuloya okufikayo kwabizwa amakholwa bathi besakhuleka bashawa yeeey lomoya mubi kakhulu 💔💔💔😭😭

  • @senelemngomasenelemngoma6785
    @senelemngomasenelemngoma6785 2 місяці тому +11

    Egameni likaJesu ngithumela indoda yase Calvary ngishisa lemimoya ngegama likaJesu out, out, out Sathana namademon akho amen

  • @WinnieKhonkhobe
    @WinnieKhonkhobe 2 місяці тому +1

    Kuke kwenzeka into efana ncamashi nale e Soweto e Goli ngabo 1988 elokishini lase Molapo 😱😱😱 kwakunzima , sasi doja iskolo ukuyobuka lowo mhlola yaze yahamba leyonto engaziwa yathi iya e bekesdal izobuya , azange isabuya .yayishaya nama phoyisa ngisho nele bhunu lathola impama .ukukho okudlula u Jehovah 🙇🙇🙇 ngenelela Jehovah 🙌🙌🙌

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 8 місяців тому +5

    Umoya wami wababuhlungu ngokuphindekile Shem Yoo lengane siyixolele bakithi ....yenziwa ubuhlungu ebhekene nabo ....cha kunzima emhlabeni nkosi yami😢😢😢

  • @happinessmathenjwa2261
    @happinessmathenjwa2261 8 місяців тому +17

    Hawu sesi , 😂 noma gogo akhuluma nawe uyakhuluma ,

    • @Keke-me9hk
      @Keke-me9hk 6 місяців тому

      Yadinisa lo girl

    • @ThobekaPrecious
      @ThobekaPrecious 3 місяці тому

      Nami uyangidina

    • @khwezis
      @khwezis 17 днів тому

      @@ThobekaPrecious awu bakithi ungaze ushaye lomlomo....

  • @thobileyeasin2931
    @thobileyeasin2931 8 місяців тому +13

    Igama eliphezu kwawo wonke amagama lilodwa , ngelikaJesu kuphela kulo wonk amadolo ayakhothama konke kutusa obakhe ubukhosi, pray without seasons, niphole kodwa mndeni

  • @patiencemagitshima3925
    @patiencemagitshima3925 7 місяців тому +2

    This is within the family there's no outsider in this , one person can seriously pray from the family and don't tell anyone just do fasting and pray seriously God can do wonders for them , prayers prayers prayers ,we also gonna pray for you , just have trust to God Amen God bless you all

  • @MbongiMgobhozi
    @MbongiMgobhozi 8 місяців тому +7

    Ake nizame uThembi we Moja love uzonisiza bo😮😮

  • @bonginala8461
    @bonginala8461 8 місяців тому +109

    You tried everything but you never tried God, only God onganisiza kulenkinga ,bizani igama likajesu

    • @mxolisishimza3955
      @mxolisishimza3955 8 місяців тому +40

      Yazi into mongakaze ubhekane nayo usho lokhu okubona kuvuna wena ,kungani wena ungayi kovakasha ukhuleke iviki lonke if ukholwa ngempela

    • @zimbininkathazo2464
      @zimbininkathazo2464 8 місяців тому +11

      He's name alone Jesus every knees shall bow in heaven,on earth under the earth, Our God is a consuming fire

    • @KwaNdabaZabantu13
      @KwaNdabaZabantu13 8 місяців тому

      😅😅😅😅​@@mxolisishimza3955

    • @gugublake911
      @gugublake911 8 місяців тому +23

      What do you mean they've never tried God when they've repeatedly said baya THANDAZA nama kholwa nomakhelwane kudala beletha IMITHANDAZO. Ay cha uyisidomu

    • @sabelodbuzuyise2125
      @sabelodbuzuyise2125 8 місяців тому +9

      Niyadlala njalo nina nikhuluma ngo Jesus ubazelaphi abantu abamnyama lento yenziwa ngabantu abathakathayo kodwa nithi Jesu sekuyoze kuphele abantu nidlala ngabo akuze umsweli nobaba ugodo nje ayii lemihlolo eniyishoyo

  • @nonhlanhlazulu8382
    @nonhlanhlazulu8382 8 місяців тому +4

    amen UJESU yena yedwa unamandla okuxosha omoya abangcolile ngicela nikhiphe inamber khona nizothola usizo

  • @NonsikeleloSithole-m2y
    @NonsikeleloSithole-m2y 8 місяців тому +6

    Abaye bayofuna usizo kwiMboni Uzwilezwe Hadebe,bazoluthola usizo free of charge ,inkinga yabo ifuna a spiritual healer,U babuHadebe uyoyiqeda yonke lenkinga iphele
    .

  • @thembekasibisi3902
    @thembekasibisi3902 8 місяців тому +1

    Ey kwaze Kwabuhlungu nkosi yam waphila kabuhlungu lomndeni. Jehova ngenelela ngegama lika Jesu krestu wasenazaretha

  • @ThembaZitha-eq2iq
    @ThembaZitha-eq2iq 8 місяців тому +22

    Lesipoki ngu lo sesi...she speaks none stop

    • @snenhlanhlamzulwini8977
      @snenhlanhlamzulwini8977 8 місяців тому +1

      😂😂😂😂😂😂

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 8 місяців тому +12

      Uhlekselani ngomunyumuntu ngoba ukhulunyiswa ubhlungu lobu ongabazi mzukwane wabuzwanawe uyokhuluma kanje kodwa thina syokzwela wena angeke sikujaje

    • @SuzanMachevele
      @SuzanMachevele 7 місяців тому

      How can I say that

    • @CebeluhleNombuso
      @CebeluhleNombuso 4 місяці тому

      😅😅😅le comment

    • @AndiswaNqobile
      @AndiswaNqobile 4 місяці тому

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂Angsazi keh kodwa naye wow

  • @thabilemajola3014
    @thabilemajola3014 8 місяців тому +38

    Iyani e revelation spirituAl home ikhona entuzuma.angeke nikhokhe ngisho isenti.

    • @ZandileShangase-os3mi
      @ZandileShangase-os3mi 8 місяців тому +1

      Impela ngeke bakhokhe ne cent

    • @priscillancube5773
      @priscillancube5773 8 місяців тому +3

      Ngisathi ngizobakhomba khona nkosiyami in a week ushintsho luzobakhona kuningi 😢

    • @jabuhzamah5016
      @jabuhzamah5016 8 місяців тому +2

      Nami bengsathi abaye kuBhunganr

    • @Mako5405-j9u
      @Mako5405-j9u 8 місяців тому +1

      Likhona ikhaya eliphilayo e Africa. Ikhona INkosi yomoya u Baba UZwi LeZwe uyonikhulula. Siyaphila Isibani sakhe. Wuye kuphela onganikhiphela lomoya ongcolile. Ngingufakazi. Ngeyami impilo.

    • @tshepokgano2093
      @tshepokgano2093 7 місяців тому

      Messenger

  • @aprilmotau-pm6gr
    @aprilmotau-pm6gr 8 місяців тому +60

    Tholani local church labazalwane abatjhumayela u Jesu osindisayo every kneel shall bow and every tounge confess that Jesus Christ is Lord!

  • @sandisom23
    @sandisom23 8 місяців тому +70

    With GOD, all things are possible. At the mention of the Name JESUS CHRIST, all knees must bow!!!

    • @gofastlogistics
      @gofastlogistics 8 місяців тому +4

      YEY ANIHLANYI WE BANTU AI...😂

    • @nkamajola7099
      @nkamajola7099 8 місяців тому +1

      😅😅

    • @BG_GOODMAN
      @BG_GOODMAN 8 місяців тому +1

      Amen

    • @bonisilekhuzwayo2470
      @bonisilekhuzwayo2470 8 місяців тому +1

      😂😂😂

    • @ThobelaniManqele
      @ThobelaniManqele 8 місяців тому

      Lento indinga Abantu be salamiz magic cz lento yakhomba kuth sihlupha Bona yashiwa khona kulomuzi ayisakutholi lokhu yayinikwa khona and ayixwani nalokhu bebenza ngakho
      And ayifuni into estha or ephilayo funa muntu Abe nento endala
      Ithule cz konke sekukukudala Lon wayehlala lapho wayethwale ngenye indlela

  • @BoyzinBoyzin-v2o
    @BoyzinBoyzin-v2o 8 місяців тому +1

    Cela nikhe nibhalele Bishop Makamu ku reatsotela khona kuzoba easy ukuthola access kusisi Thembi nabo bonke laba babonayo beMoja love.. mhlawumbi ukhona ungasiza

  • @ZamoMajola
    @ZamoMajola 2 місяці тому +2

    Lesimo ngyasazi ekhaya kwabulawela umuntu ngekhathi zodlame ispoki sasizitamasela endlini sisihlupha njengoba chaza usisi kwasiza ukuth ugogo umthandazi uyalapha bazama ukusikhipha ngoba kwakwikhath zodlame lowomuntu akazange akhishwe ngehlahla...
    Bazosizakala koda

  • @nokuthulanakani5945
    @nokuthulanakani5945 8 місяців тому +19

    Logogo bandla akatholi chance and siyafisa ukumuzwa kodwa ugirl akathuli yooh zuke usenkingeni uma ungathola umfazi upepereza kanje😢

    • @happinessgugumabona9543
      @happinessgugumabona9543 8 місяців тому +1

      😂😂

    • @mbulie04
      @mbulie04 8 місяців тому +3

      Ngisenyanyanga kanje, kan yin ngo girl🚮🚮🚮

    • @SimphiweFortunate-l8w
      @SimphiweFortunate-l8w 8 місяців тому +1

      Ayi yena akathuli nkosiyami, Nami ngibheke leyonto ukuthi lomuntu okhuluma wayawaya why

    • @Simphiwe-z2y
      @Simphiwe-z2y 7 місяців тому

      Waze wanesifece lomngan wakho seyipepereza s'cefe

    • @phumynxumalo5364
      @phumynxumalo5364 7 місяців тому

      Komele afundiseke ucc ukhuluma kakhulu kuyadinga athule alalele ugogo. Lento iyazwayelana bengamkhuzi, akazikhuzi nje.

  • @ThandekileMazibuko-f4x
    @ThandekileMazibuko-f4x 8 місяців тому +20

    Ey sithemba uNkulunkulu kukho konke we will pray for you mndeni kwaze kwabuhlungu.

  • @LindaShorts-zh3bi
    @LindaShorts-zh3bi 8 місяців тому +16

    Hhayi bo! Sicela ukuzwa ugogo manje...u girl ithuba ulitholile😢

    • @mercymchunu4177
      @mercymchunu4177 8 місяців тому +1

      😂😂😂😂Ey iyakhuluma nayi ntombazana 😂😂😂

    • @Ms.Emotion_aintnogoddess.
      @Ms.Emotion_aintnogoddess. 8 місяців тому +1

      Liya duma ikhanda kuningi Shame ...

    • @RightFxGoldfinch
      @RightFxGoldfinch 8 місяців тому +1

      ​@@Ms.Emotion_aintnogoddess.Kade ngisho, kulendrama yonke ngeke ikhanda liphile saka ngeke.

    • @ThandekaMaphanga-o3d
      @ThandekaMaphanga-o3d 4 місяці тому

      ​@@mercymchunu4177kodwa ungihlekise lani oe usemdala nje uGogo uSisi uyamkhumbuza😢😂😂😂

  • @TsepoMaboea
    @TsepoMaboea 8 місяців тому +2

    Thuthani nje,ngalawo mandla Nkulunkulu asaninike wona ,niqashe fikela nithole ndawo yokuhlala okany yokwakha ongcon,ngoba abantu bazosho lokhu nalokhuya ,kungaze kufe umuntu , njengoba ngisho sake sabhekan nenkinga enje ,ikhambi kwaba ukuyishiy ndawo yomniniyo qali mpilo entsha ,khumbulani Nkulunkulu usiza ozisizayo, angibonge!!

  • @ZodwaMkhatshwa-f9c
    @ZodwaMkhatshwa-f9c 8 місяців тому +6

    Cela baye e The revelation spiritual home,inkonzo kabab Radebe bazoncedwa

  • @Balance-222
    @Balance-222 8 місяців тому +104

    Musani ukudlala ngabantu nilokhu nithi abathandaze, yingoba nicabanga ukuthi abathandazi okanye nazi indlela ethize e right yokuthandaza ,musani. Lomndeni udinga usizo olujulile ngempela,yinkulu lento ekulelikhaya.

    • @sindisiwemthandazo1511
      @sindisiwemthandazo1511 8 місяців тому +4

      Konke okudaliweyo emhlabeni kuyaphela bt Nkulunkulu nguye izolo ,namhla naphakade inyanga ngumuntu ongafa even now

    • @KhanyisaniNciweni
      @KhanyisaniNciweni 8 місяців тому

      Mhlola Nkosi yam izinto ezemzakayo

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 8 місяців тому +1

      Kunjalo dadewethu

    • @khayelihlembatha9840
      @khayelihlembatha9840 8 місяців тому +2

      Iqiniso leli njalo Jisus Jisus abantu befa kodwa lowo Jisus akafiki uphi Kanti???? Uma ke ungaka boni ubunzima laphandle uyokhuluma njalo thandaza into engekho

    • @saneliswecele8414
      @saneliswecele8414 8 місяців тому +4

      Umthandazo uyakunqoba konke shame ekhaya kwathiwa kumbiwe egceken kwagqitshwa umuthi wokumosha izimpilo zethu mantombazane but it doesn't affect us coz we pray a lot osis bam abadala bayashada futh syasebenza Sonke and siwakhile umuzi kaMah ngomthandazo nje uwodwa

  • @aviweqwayede7762
    @aviweqwayede7762 8 місяців тому +26

    Only Jesus can help in this situation, nibize umlilo waphezulu, umlilo odlayo ei Nkosi I hope ningabiza abantu abasindisiwe ngoba amanazaretha ahlulekile😢

    • @TinaMoyo-ne5tb
      @TinaMoyo-ne5tb 8 місяців тому

      Mnciii Jesus what😂ayy black child niColonised really

    • @Cphanarh
      @Cphanarh 8 місяців тому +1

      🙄yen ujesu akaboni yin?

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 8 місяців тому +1

      Ukuba lo mlilo okhuluma ngawo uyasebenza kwayiwena ngabe awubanga nasikhathi sokubuka izinto ezingamsebenzi Ukuba lomlilo wakho awukhethi ngabe usumzile but Uwe okhuluma into engasebenzi U Jehovah unohlelo lokuvula amehlo nezingqondo kubantu Kungenzeka kubekhona okukhulunywa nabo Izidalwa zabo Kanye nalezi okwathengwa kuzo umuzi Manje wena ngoba lendaba yezidalwa no Jehovah awuyingeni Akulula uluzwe kahle lodaba futhi uluqonde So lo Mlilo othi awubizwe Ngeke ulunge kulomlilo wolaka nabathakathi nezinyanga ezimanga Too much linda ubone ukuthi Mina ngeke ngibasize without Yonke lemisangano yemithi Ungagxeki wena please

    • @thembisibanyoni4435
      @thembisibanyoni4435 8 місяців тому

      Ahlulwa yilutho uJehovha

    • @BonkekileNdlovu
      @BonkekileNdlovu 8 місяців тому

      Sewuyayona ngempela lento uma sewubona ibandla elihlulekayo. Mina ngizwe kuthiwa alisekho ibandla elingathandazanga laphaya, bese kuthi gozololo kuphinde kubuye. Njengoba bethi alikho uhlobo lwebandla olungafikanga kulomuzi kuyacaca nabasindisiwe bafikile. Izilwane nje zidinga umuntu ozozithatha mhlampe ukuba umoya omubi ubuzohamba ngomthandazo. Manje izilwane lezi zomuntu owayezifuyile.
      Ngeke ufuye inkomo uthi uzothi uma ungayifuni uzoyixosha ngomthandazo noma uzothandaza ife cha, uzobiza umuntu oyidingayo ayithathe ngoba kuzobe kuphuthuma.

  • @benjaminnkomo4411
    @benjaminnkomo4411 8 місяців тому +18

    Bakephi Ondumandumane Khehlelezi, Mabalangwe, Dr 3 Seconds, Mzimb'ukhalimali nazo zonke inyanga ezidumile kwi social media .Mazize zizosiza lomndeni bayeke lomsindo abawenza kwi social media!

    • @HappinessMakanda
      @HappinessMakanda 8 місяців тому

      Baphi ngempela abavele yiskhathi sokuzibonakalisa

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 8 місяців тому

      Yebo bathula ongathi abekho manje,kungani bengawusizi umndeni ukhala ubika usizi olungaka,aii befethu,bayiNyanga zani kanti,wababala kahle bonke no King Bakha...

    • @Zaneleniza
      @Zaneleniza 4 місяці тому

      Ngisathi ngiya kuyena mpela uBhaka abeze nkosiyami kubi kulomuzi ey usizi okunjena 😢

    • @NelisiweMchunu-x9i
      @NelisiweMchunu-x9i 21 день тому

      Okubhekene nalomndwn nkoc angikaze ngikuzwel nkos kodwa makungenzek bekudingeks umuntu ozokwaz ukhipja lento ekhon ngaphakathi ekhaya

  • @halihoney42
    @halihoney42 3 місяці тому +1

    "Uma uJehova engalondolozi umuzi, umlindi wawo ulindela ize." Please pray❤

  • @DbongsNgoza
    @DbongsNgoza 8 місяців тому

    Jehova lesangoma sashiya izinto zaso saty ngoke ngbone nohlala kanjani sorrin bafethu kwaze kwabuhlungu isimo eningaphansi kwaso💔💔😭

  • @NelisiweChemane
    @NelisiweChemane 8 місяців тому +4

    Hyooo kwaze kwanzima kulomuzi 😭😭😭Ayi kodwa lo cc Avekhuluma uvimbela gogo akavumi ukuth akhulume

    • @RightFxGoldfinch
      @RightFxGoldfinch 8 місяців тому

      Trauma le ayi ngoba ekhuluma uthola ithuba lokubhodla

  • @LinduyiseCele
    @LinduyiseCele 8 місяців тому +5

    Hmmm Jehova ngenelela kulomuzi Smakade kunzima uwena kuphela Nkulunkulu ongawusindisa lomndeni💔

  • @NokubongaSomkhenkce-uw2og
    @NokubongaSomkhenkce-uw2og 8 місяців тому +10

    Khangelani inkoc yomoya the revelation spiritual home kulapho isisombululo ningasithola khona 🤞🤞

    • @khwezis
      @khwezis 17 днів тому

      Futhi angeke kuloku kufuneka izimali e Revelation Spiritual Home.

  • @mphomisha
    @mphomisha 3 місяці тому +1

    Nkulunkulu kashembe ngyacela baba uwukhumbhule lomndeni kubhlungu into engiyizwa la khubuhlungu kakhulu 🙏🏼

  • @nhlakaniphongwenya5347
    @nhlakaniphongwenya5347 7 місяців тому +2

    Amen ibhlungu lento engizwayo mina ngithi ujesu kuphela nje ongasiza ingazi likajesu kulesisimo enibhekene neso

    • @ZamakhosiZulu
      @ZamakhosiZulu 7 місяців тому

      Ningadlali ngabantu lokhu nithini izinto zabantu lezi abakaqondani qha nabantu abazobasiza basathola amaqola King Bhaka maaan uzobasiza labantu akhiphe nalento aababethela ngayo labo ababehlala khona

  • @khosisibiya2197
    @khosisibiya2197 8 місяців тому +5

    Kodwa luyofika usuku lokufa muntu umphefumulo ungaphumi ngenxa yobubi obukwenza kwabanye abantu Jehovah ukhona zoshintsha izinto

  • @lindokuhleamanda
    @lindokuhleamanda 8 місяців тому +7

    😢😢😢😢😢😢aybo kanti ubuthakathi obani emhlabeni ngempela ngempela 😢😢😢😢😢😢aybo yaz angazi ibizwa ngan lento weee bakwethi akesikhulekeni bakith😢😢😢inkinga ziningi emhlaben aicha ngyazisaba izinto ezenza emhlaben😢😢😢

  • @ThobekileZerich
    @ThobekileZerich 8 місяців тому +6

    Ake bashintshe indawo batholelwe indlu entsha ngoba leyondawo iayilunganga , ngibona ngathi uNkulunkulu ukhuluma nabo kumele babuyele ku Jehova kakhulu ngamandla uzobanabo UNkulunkulu ngoba akahlulwa lutho uJesu

    • @sasanjotini5957
      @sasanjotini5957 Місяць тому

      Mabasizwe nkosi yam basuswe lana onecebo asize bafumane enye indawo

  • @NtombokhanyoMaqa-m9g
    @NtombokhanyoMaqa-m9g 8 місяців тому +10

    Iyani eThe Revelation Spiritual Home nizosizakala ngeke nizisole anizukhokha ngisho icent elimnyama, ikhona branch ese Pinetown ikhona eDurban etown,ikhona eMpangeni nifike nichaze isimo senu. Nizokhetha eseduza nala nihlala khona

  • @ZodwaMchunu-c3b
    @ZodwaMchunu-c3b 8 місяців тому +139

    Thathani uJesu, indoda yempi. Anilwele zonke izimpi zenu. Uye yedwa onamandla okunqoba amandla abumnyama. Mahala hhaaaa. Leyomimoya isaba igama lika Jesu Kanye negazi like Jesu.

    • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
      @MthokozisiNgcobo-yu5xw 8 місяців тому +19

      Akukho Jesu la ongaqeda lento ave nithanda uku support izinto eningazazi abantu bakithi bayinkinga ukuba othathekile uJesu akusiye owezizwe zonke linjalo nje iqiniso, ithemba nje alingasizi ngalutho

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 8 місяців тому +8

      Uyabonekhaya uJesu wakho loyo akasisizanga ngalutho ekhaya umama wayenguMkristu waze wadlula emhlabeni lento imhlupha nabazalwane nabo babefikekhaya kodwa luthusizo esake saluthola bazebathi abazalwane sonke asikholwe uJesu wakho ukuze sizosizakala kodwa kwazfanela nje ngicela ngaphambi kokukhuluma ukhulume intenengqondo ayintezosusa umsindo

    • @mnikemalinga1096
      @mnikemalinga1096 8 місяців тому +6

      @@MthokozisiNgcobo-yu5xw Uqinisile mfwethu uma ekhona esiza lojesu akhuluma ngaye ngabe kazikho izinkinga ezingaka emhlabeni.

    • @nonkululekokubheka4073
      @nonkululekokubheka4073 8 місяців тому +7

      Pastor Chris Oyakileme will help with the word of God...ningasabi thathani uJesu nimufake ngaphakathi kini. Khumbula unkulunkulu ulizwi uphila ngaphakathi komuntu,so nani ningamthatha nimenze owenu kuzolunga. Let me pray
      Baba egameni likajesu Christ wase Nazareth, baba wena uyabonelela.
      Naba abantwana bakho bayakudinga, ngenelela somandla kunzima. Basindise emimoyeni yobumnyama. Washo ezwini lakho wathi asikho isikhali esilolelwe thina esiyophumelela. Badinga izwi lakho kuphela kuphele konke. Egameni lakho mnini mandla onke. Let them recieve the power of the holy Gost....Amen

    • @busisiwezungu7125
      @busisiwezungu7125 8 місяців тому +2

      Yo uShembe ke lo ithemba lakhe uNyazi😂if u shame my God I'll definitely shame yours, kholelwa la ukholelwa khona ungagxeki izinkolo zabantu pls

  • @cindynyaba2802
    @cindynyaba2802 3 місяці тому +7

    Gogo thathu Jesu nkosyam ubiyelikhaya lakho

    • @MthkozisiDladla
      @MthkozisiDladla Місяць тому

      Aibo angithi ukhona nje akasizi ngalutho lojesu umndeni uphela. Noma wena yothandaza khona usize umndeni ngoba unojesu. Okuchaza ukuth amandla unaw

  • @NcumisaCombo
    @NcumisaCombo 8 місяців тому +14

    Sibacelela umuntu onga siza nje mahala axoshe lezizinto ezimoshayo

  • @pumzaFaca
    @pumzaFaca 8 місяців тому +74

    uJesu Chrestu UYINKOSI, just pray in the name of Jesus

    • @pumzaFaca
      @pumzaFaca 8 місяців тому +8

      Yilona lodwa igama eliyonisindisa amen.

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 8 місяців тому +6

      EI NOMTHANDAZO NAWO MELEL ULEKELE BAFWETHU

    • @NomthaZaca
      @NomthaZaca 8 місяців тому +3

      The Name of JesusChrist of Nazareth🙌

    • @snakhokonkemthokozisi62
      @snakhokonkemthokozisi62 8 місяців тому

      ubona kuthi abathandazi yini

    • @snakhokonkemthokozisi62
      @snakhokonkemthokozisi62 8 місяців тому +1

      ​@@pumzaFacakahleni amanga abathole enye indlel bayasonta vele

  • @tunokwe
    @tunokwe 2 місяці тому

    Lekelela Jesu Kristu ndodana yensindiso, ngezikhali zezulu negazi nomoya oyingcwele

  • @LillianMbuyazi
    @LillianMbuyazi 8 місяців тому

    Eyi Nkosi uJesu wena ungowabantu bonke sikhumbule moya ongcwele bonakala abantu sebephelelwe ithemba ngegama lika Jesu siyawuvala lomoya

  • @sindiprincess7629
    @sindiprincess7629 7 місяців тому +7

    Losisi guys uphazamisekile kufanele engabe niyambona...ngisho ekhuluma mubuka amehlo akhe nje uyabona umonakalo owenzekile empilweni yakhe😢😢

    • @Zaneleniza
      @Zaneleniza 4 місяці тому +1

      Kakhulu nami ngibona kanjalo akusekhona okokuphila lokukhuluma 🤞

    • @anelejili6894
      @anelejili6894 3 місяці тому

      If into ingakaze ikwehlakalele awu understand vele....kuning nd kubhlungu💔💔🥺

  • @QueenZan
    @QueenZan 8 місяців тому +23

    Haibo isangoma ebesihlala lapho sishiyeni, ngibona kwangathi yiso kanye esipokayo kulelokhaya😊

  • @sphiwemahlo9491
    @sphiwemahlo9491 8 місяців тому +15

    Kufuneka imboni Dr Radebe izwe lezwe from revelation church only him can get rid of this spirits🤞

    • @lungimvuyane8817
      @lungimvuyane8817 6 місяців тому

      Uqinisile yaz inkos yomoya engalapha lento

  • @masonwabetikana4094
    @masonwabetikana4094 6 місяців тому +2

    Awuuu nam ngyosaba ke ngok😢😢ukufa kusembizeni laa...lee ngane ikhuluma kangaka sengath yafa yavuka ..nje..yintoni yona le ibazwayo😮masinga beki i cala izangoma ,niyazi njee ukuth ngubani....hambani niyokhuluma naye loo mntu wemilingo wahambayo...😮😮😮kujulile yong,leqani hay li china leli hi ha hooo ...bhekani ukuth wahamba njani loo muntu wafayo bese nimlungiselele kahle,ngoba wayethwele,okonikela manje hay kuzosha yonke into nemali hay izosha😢iqonda nemali eey,mabaphume mhlonitshwa lapho ngoba sizonikela ilize lamaze...okubuhlungu syathanda usola inyanga kant siyaz manje wenze into se ibuye ihambe nawe kahle kozosiza ushu kuth loo muntu kunento nabo mabalungise azophumula kahle ,nani nibeka kahle ukuth ebenemilingo asfunisi asibhuli makalungi selelwe kahle bakith 😢😢😢akanizondi uzoythath mali uyiqhelile,uzonilahlela ngama qanda uyawaz adlale ngani ngomlilo ngoba akaphumlanga kahle uyanithanda okwamanje kodwa niyamcasula nisuke niyolanda izangoma ngomntu ebenamandla amangaka esaphila awunomqhaynisa nezangoma njeee,lee sipoki sine BDAC yakwamoya😂😂😂sifunde kabi..makuyo shweleza incane le ndaba nihlambuluke nina kuqala...😊

  • @LondiwesenamileNgema
    @LondiwesenamileNgema 4 місяці тому +1

    Abaye kwiNkosi ubaba UNyazilwezulu ebuhleni🙏🏻🙏🏻🙏🏻

  • @patricianokwe1119
    @patricianokwe1119 8 місяців тому +7

    Mntase khausukume usize ugogo ngoba ingathi uyakwazi ukukhuluma uyobonana neMboni eThe revelation spiritual home usizo nizolithola coz leźonyangi zifaka izinto zazo more ,kubuhlungu kakhulu kuyazwela manje

  • @jonasmasilela3703
    @jonasmasilela3703 8 місяців тому +47

    Guys also try Thembi from Dloz'lami😢😢💔

    • @NtombiTolo
      @NtombiTolo 8 місяців тому +6

      Celani
      Ku baba u msweli anilaele kubabu
      Godo Uma gingaphosisi

    • @zenzelentuli
      @zenzelentuli 8 місяців тому +1

      This family said they pray 🙏 and from what I heard they are seeking for house appliances

    • @WabaneMalbongwe
      @WabaneMalbongwe 29 днів тому

      only Thembi from Dloz'lami can help

  • @silondilemchunu8545
    @silondilemchunu8545 5 місяців тому +11

    I so wish ukuthi bangathola indawo bakhelwe kabusha, bashiye konke kulomuzi noma baku shisele khona bayoqala kabusha 😢😢😢😢🙌🙌🙌🙌

  • @ThulisileMncwango
    @ThulisileMncwango 3 місяці тому

    Mmm kwaze kwanzima kulomndeni Jesu ngabethela kanjani phekweylwane ngoba funa zixoshe kqala ay nyanga zihdlala ngabantu ake nizame zion zinikhulekise for free

  • @nokulungancwane7163
    @nokulungancwane7163 6 місяців тому

    Hai mnden thathan u Jesu ngeke nizsole akahluek ungu Nkulunkulu ongashiyan bese niyasimema sizkhuleka lapho iyophela wonke lowomsangano wo mamsosi abavuthisayo

  • @vistom5784
    @vistom5784 8 місяців тому +5

    Yaz ngathi istory lesi🤞🙆‍♂️😭😭😭mina ngavese ngthuthe la ngeke imali nje esimoshekile bezama imizamo

    • @lolom6086
      @lolom6086 8 місяців тому +2

      Ayiii ngingavele ngihambe cc... Ngiyomisa umkhukhu somewhere ngekeee ngingalali

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw 8 місяців тому +3

    Uyabona mina ngoyi Nazaretha angiwangabazi amandla ka Shembe uNyazilwezulu lenkinga iwubala ku Shembe izinto ezinje uShembe uyazinqoba ngiwufakazi walokho, ababonane ne Nkosi ngqo isxazululo bazosithola

    • @1000dinisa
      @1000dinisa 7 місяців тому

      Kuthiwa bashaywe begida laba bonyazi

    • @thembekagamede7424
      @thembekagamede7424 6 місяців тому

      🤣🤣🤣🤣 your comment

    • @edmundsishange3608
      @edmundsishange3608 3 місяці тому

      @1000dinisa kunomehluko phakathi komuntu nje oyiNazaretha nomuntu uShembe amnike amandla wokunqoba izilwane. Kufuneka bathole ungqo wakwaShembe hhayi noma ubani oyiNazaretha.

    • @thubelihlewandile2835
      @thubelihlewandile2835 3 місяці тому

      😂😂😂😂😂😂😂​@@1000dinisa

  • @bonisilekhuzwayo2470
    @bonisilekhuzwayo2470 8 місяців тому +32

    Lomnden uding umunt ozozikhiph lezilwane la eyomthandazo sobuye siyibon after sekukning abakushoyo for sure bebethandaz nabo so kudingek inyang la u Godo

  • @sishieman1734
    @sishieman1734 7 днів тому

    Othiwani mayinje locc akakhulumi uyasakaza akanike ugogo othuba😊

  • @NqobileNothando-jd1iz
    @NqobileNothando-jd1iz 8 місяців тому +93

    Ake nixhumane nomsweli anilethel uprofesa Godo uzonisiza bakit

    • @FikileMilando
      @FikileMilando 8 місяців тому +11

      Yazi uqinisile kudingakala ubaba uGodo lana ezokhipha lento ebahluphayo

    • @mzamomkhize8010
      @mzamomkhize8010 8 місяців тому +4

      I second this comment

    • @senzekilendaba2684
      @senzekilendaba2684 8 місяців тому +2

      I was about to say the same thing

    • @Mdodangwenya
      @Mdodangwenya 8 місяців тому +2

      Nami ngisho njalo

    • @estherntuli4003
      @estherntuli4003 8 місяців тому +1

      Ngivumelana nalo MBONA Uzobasiza u MSWELI abalethele u GODO
      U NKULUNKULU akuvikele ngane yami noMndeni

  • @nonikomaluleks317
    @nonikomaluleks317 8 місяців тому +13

    Awuthule phela ngane uGogo akhulume. Aw lengane. Indaba ayisazwakali nakahle ay😅

  • @siphesihlemchunu5979
    @siphesihlemchunu5979 8 місяців тому +4

    Dr Khehlelezi, King Bhaka nezinye izinyanga nithule nithini abantu bakithi behlupheka🙋‍♂️.

  • @MariaDlou
    @MariaDlou 7 місяців тому

    Lentombazana ayiniki ugogo nosisi ukuthi bakhulume akakhombise inhlonipho kugogo bakithi achaze njengomnikazi muzi yooo Jehovah

  • @busisiwecele6529
    @busisiwecele6529 8 місяців тому +2

    Kanti ugogo yena uzokhululeka nini yena aka achaze mhhhhh waze wanesidina lomntwana uyi mpempe yazz

  • @kwenzeleniforextraders9060
    @kwenzeleniforextraders9060 8 місяців тому +14

    Cha why kushone umkhwenyana NGO 2017 bese kuqala inkinga ngawo 2017
    Shuthi umkhwenyana ubethwele lendlu manje ziyabuza ilwa obani Laba enzini wami

    • @HlengiweMthembu-qp7lo
      @HlengiweMthembu-qp7lo 7 місяців тому

      True

    • @LungyLungster
      @LungyLungster 7 місяців тому

      Uyazi uqinisile 😢 wayethwele lomkhwenyana

    • @masonwabetikana4094
      @masonwabetikana4094 6 місяців тому

      Nkulunkulu wam...ngumkhwenyana kanti loo😊loo ukhuluma kakhulu kwathwalwa ngaye...Layita yesu umkile u mbane,loo mndeni awulungise Bandla 😢😢...😢😢😢...zangahlebele noma

    • @masonwabetikana4094
      @masonwabetikana4094 6 місяців тому

      Umakoti akahletyelwanga yhini kanti 😮😮😮kujulile nkosi yam...

    • @NelyKhumalo
      @NelyKhumalo 6 місяців тому

      Yes isthwalo lesi mkhwenyana unodaba okwakumele akuxoxe before ashone nd nomakoti waahona naye ay ikhona ndaba usho kuthi ugogo akukho nokuncane nje akwaziyo ngalendaba nisho kuthi nabamanga ababahlebeli ukuthi kunesthwalo lana

  • @LindiweMhlongo-g6h
    @LindiweMhlongo-g6h 8 місяців тому +9

    Noma singakholwa kodwa umuthi ukhona💔

  • @lekodavis1175
    @lekodavis1175 8 місяців тому +13

    Unfortunately there is no one that will help this family.They need to move out because the owner of the house is fighting

    • @phililezulu3891
      @phililezulu3891 6 місяців тому

      Nami ngisho njalo aybo bakhe endaweni ewrong mhlampe kwafela umuntu nje uye lo ongabadingi

    • @SamkeloMajamani
      @SamkeloMajamani 5 місяців тому

      Including nenyanga ezibeziqashe phaa bezithwalisela abantu phaya & othikoloshe ngezipoki zizobuyela kulamzi qho kukho oshonile umntu owathwaliselwe kulamzi.

    • @neliswacele5663
      @neliswacele5663 5 місяців тому +1

      There was a reason why this house was sold

    • @edmundsishange3608
      @edmundsishange3608 3 місяці тому

      @lekodavis1175 Shembe can help them

  • @MabongiAngelineDlamini
    @MabongiAngelineDlamini 7 місяців тому

    So bathandwa khulumani nomoya omumi niwuthethise nithole nechibi thandazani kakhulu every day power of God nizowina

  • @ottysibiya548
    @ottysibiya548 8 місяців тому +1

    OK, that is accadabracca bayayenza nabelungu kodwa ngazi kanjani, bhoshe iqanda, gwinye inaliti ziphume sezi fakwe kotin😅Eyi kunzima laykhaya

  • @BonkekileNdlovu
    @BonkekileNdlovu 8 місяців тому +45

    Uyabona le idinga u professor Godo noMsweli

  • @PumzaJimba
    @PumzaJimba 8 місяців тому +3

    Iyani ku baba u Rhadebe e Revelation Spiritually home pls

  • @PhumzileShange-j6g
    @PhumzileShange-j6g 8 місяців тому +4

    🎉Bathi kwakuhlala oo myfriend ababethwele bethi bayizangoma

  • @VukanimandlenkosiMhlongo
    @VukanimandlenkosiMhlongo 8 місяців тому +1

    Mmmm😢ngyezwelan nani bafth kdw if nidinga usizo ngani siza mina ngokunikhiphel lokh okuhluph ekhay

  • @MondliCele-cd5kl
    @MondliCele-cd5kl 6 місяців тому

    This thing is caused by lowa muntu owayeqashile owayenama salamusi osowashona ngyavumelana naloko he left lezo lwane lapho since idila nangemali kakhulu and naleyo mlingo yayenzelwa kuleyondlu sure case ibona and laba bantu ngike ngibabone beyenza live ethekwini bavuthisa ngo VUTHA and so izilwane izona vele ezazi ubuthakathi okudlula umuntu .......
    And so yes ke only GOD can deliver the matter ke lapho uwu sure case in a second bebekhulekelwa umuntu okholwa kweqiniso ongakwenzi ukungcola phambi ka NKULUNKULU🙏

  • @naomithabethe8195
    @naomithabethe8195 8 місяців тому +23

    Kodwa enziwani amanazaretha ezokhuleka nkosyam 😮😮

  • @sphiwemahlo9491
    @sphiwemahlo9491 8 місяців тому +6

    Imboni izwe lezwe from revelation spiritual home utonisita

  • @lindiwemagubane9156
    @lindiwemagubane9156 8 місяців тому +13

    Ngicabanga ay ngoba ekhuluma kakhulu usehlukumezekile bakithi NKOSI YAM

    • @phumynxumalo5364
      @phumynxumalo5364 7 місяців тому

      Uyakhuluma untombo bakithi

    • @MrAnonimous21
      @MrAnonimous21 5 місяців тому +1

      Nami ngisho njalo...ukubona kakhulu.
      But ke iphutha lenziwe abamfakele iMicrophone yakhe

  • @vuvutshemese4364
    @vuvutshemese4364 8 місяців тому +2

    Baphume kwinyanga, bakholwe ku Yesu onamandla qho isenzeka bakwaze igama lika Yesu.

  • @Nomsa-z4e
    @Nomsa-z4e 8 місяців тому +1

    I feel sorry for this family, may the Almighty God intervene! Sizani bakwethu kubuhlungu kakhulu intombazane ehlezi nogogo is overwhelmed who can be sane after all what they're going through bantu bakithi ake niyeke ukuhlekisa ngosizi lomunye umuntu. Uma ungakavelelwa yizimo ezixakayo Thula!

  • @PhumzileShange-j6g
    @PhumzileShange-j6g 8 місяців тому +4

    Ave kunesdina ukuthenga umuzi ongawazi ubuhlala bani enzani oo my friend bashiya izilwane babethwele oswayini

  • @vusishongwe5617
    @vusishongwe5617 8 місяців тому +11

    Ezinye izinto zenza kube worse shintshani ukwenza only Jesus will deliver you from this evil spirit

  • @topdoguhuru8765
    @topdoguhuru8765 8 місяців тому +6

    Thintani u-Ayanda Msweli anixhumanise no professor Godo Mthembu uzonisiza

  • @tholakelekhanyeza1707
    @tholakelekhanyeza1707 5 місяців тому

    Sanibona, kwabuhlungu kakhulu, abalahle wonke ukuthi osezindlini futhi bekhiphe wonke ukuthi owagujelwa izinyanga , bese bechela ngosawoti from endlini to outside bathenge amaRosali bakhuleke ngamandla , bavule bible baye kuMahubo 91 bawuphindaphinde every day for 7 days . Kuzophela bekhiphe nalelochibi balisuse bathembe ujesu bakhale kujehova . Ukuba kuyangami ngabe bayawuthengisa lomuzi ngoba bawuthenga komunyebumuntu okungenzeka ukuthi intoyakhe wayethwele manje akasayenzeli izethembiso zakhona okungenzeka ngoba ithathe iskhashana ukubahlupha okungenzeka ifuna umhlatshelo wayo and umnikazi wabaleka esekhathele . Cha abathengise bahambe beyothenga kwenye indawo

  • @GuguZondo-y3w
    @GuguZondo-y3w 16 днів тому

    Ngiphuma kuwo lo moya umthandazo nje oze wayilamula ngiyathuka kth sibaningi kanti kulento jesu izinyanga ziyahluleka la

  • @DeliweGrace
    @DeliweGrace 8 місяців тому +3

    Mzukulu ake uthule phela silalele ugogo wacevuza bo nika gogo chance

    • @NobuhleNene-g3d
      @NobuhleNene-g3d 7 місяців тому

      Kahleni guys umzukulu uyena obhalele kulohlelo futhi ubone okukhulu lesimo singaphezu kwakhe so asingakhulumi so

  • @busisiwegumede953
    @busisiwegumede953 8 місяців тому +5

    Awu Jesu ngenelela sithembe Wena akukho okukwahlulayo💔💔💔

  • @DeliweGrace
    @DeliweGrace 8 місяців тому +4

    Yoh yoh yoh mzukulu ake uthule

  • @thabisophindela2905
    @thabisophindela2905 7 місяців тому

    Uthetha kakhulu sisi. Kubuzwa ugogo, kuphendule wena. Prayers will be the solution here.

  • @HlengiweNxele2411
    @HlengiweNxele2411 4 місяці тому

    Mmm kwaze kwabuhlungu nkosiyami akaze ngiyizwe ke kodwa into enje ai kuyathusa lokhu😢😢

  • @bongiwedlame3267
    @bongiwedlame3267 8 місяців тому +12

    Mmm kwaze kwanzima ,ngyaqala ukuyizwa into enje.

    • @Vusoh
      @Vusoh 8 місяців тому

      Ngavele ngakhala oe😭

    • @lolom6086
      @lolom6086 8 місяців тому

      Mhhh nkosyam... Ikhaya lingabi nokuthula

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 8 місяців тому +10

    Kuthiwe Gogo umuzi nawu thenga kubani...losisi upepereza... kakhulu,unespepe!!!...upeperepepe!!!...#khiphelani Ungubo emnyama emnyango!!

    • @zosibiya1398
      @zosibiya1398 8 місяців тому

      😂😂😂

    • @luluntlangulela8407
      @luluntlangulela8407 8 місяців тому +13

      Njengoba uthi uyapepereza uyena obize uThuleleni, uyena futhi obona konke okwenzakalayo ngoba ugogo usuke eselele, masigade amaComment ethu sizolimaza imiphefumlo evele yonakele, badinga usizo🙏

    • @happysgwebela8664
      @happysgwebela8664 8 місяців тому

      😂😂😂😂

    • @enhlemthethwa3738
      @enhlemthethwa3738 8 місяців тому

      @@luluntlangulela8407 sit down magogo!!!

    • @sidumisilenkosi4575
      @sidumisilenkosi4575 8 місяців тому

      Kulapho usengicikile

  • @NontandoNgxiki
    @NontandoNgxiki 8 місяців тому +4

    Umzikulu ingase. ayekele ugogo sthethe ngoku yooo😣

  • @SebenzileNkambule
    @SebenzileNkambule 2 місяці тому

    Naze nayhlafuningane nkosyaaaami...... Amalahle ashisohleli phezkwawo

  • @ziziphozizi4709
    @ziziphozizi4709 Місяць тому

    Good people the lady is the one who called the show she is really frustrated yile Simo
    And I understand ufisa sengathi anga tshena u bhuti konke in a short period of time ngalana ugogo mdala ngeke akhumbule konke so I feel sorry for her instead of judging her😢😢😢😢

  • @ThuliyThandeka-qh7it
    @ThuliyThandeka-qh7it 8 місяців тому +5

    Ay kodwa sisi mela gogo akhulumenaye bakith sono