Ngangina 3 years omalume babulala umama phambi kwami waphinde wangidlwengula umalume onesifo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv

КОМЕНТАРІ • 398

  • @zandyshongwe-mj9ym
    @zandyshongwe-mj9ym 3 місяці тому +27

    iqiniso vele sihlukunyezwa imindeni ngiyafisa inkosi ingithathe ingane yami isizisebenzela nkosiyami ngendlela okungakhona😢😢😢

  • @zanelemvelase-rg8ej
    @zanelemvelase-rg8ej 3 місяці тому +22

    Yaze yanzima into nkocyami ngaze ngakhala ngingedwa endlini kodwa yini nge kzn nkocyami 💔💔

  • @nomsahlophe5890
    @nomsahlophe5890 3 місяці тому +21

    Yoooo kwaze kwababuhlungu ukungabi nomama bayisiqalekiso omalume Kanye nogogo❤

  • @tholigumbi8329
    @tholigumbi8329 3 місяці тому +8

    Siyabonga sisi ukukunakekela ingane yakwenu

  • @siphomogale779
    @siphomogale779 3 місяці тому +37

    Thank you Thuleleni you always give people hope

  • @khululiweagnes9488
    @khululiweagnes9488 3 місяці тому +21

    Qubekana thuleleni nisize abantu nenza umsebenzi omuhle kakhul siyabonga singahlali bakuleli🙏❤️

    • @ZandyShozi
      @ZandyShozi 3 місяці тому +1

      Kwaze kwabhlungu 😢

  • @sontovilakazi891
    @sontovilakazi891 3 місяці тому +11

    Yoh logogo wengane yini ngoba ogogo abadala omma khona abalithemba nabazukulu wenza kahle 😢wamthatha nkulunkulu

  • @businzama6939
    @businzama6939 3 місяці тому +19

    Kwabuhlungu ubuhlungu 💔💔💔obuphindaphindiwe kubantu engabe bayamvikela konakelephi???ezweni lethu

  • @VirginiaNdima
    @VirginiaNdima 3 місяці тому +18

    Kwaze KWABUHLUNGU Nkosi Yami😭😭😭

  • @nomvulabetty7243
    @nomvulabetty7243 3 місяці тому +15

    Ma ungaba yintandane kuphelile ngawe kulomhlaba sihlukumezwa yiyo imindeni yethu mhampe uhulumeni angake ayibheke lendaba yezintandane angenelele 😭😭😭😭

  • @ThembiJILA-fw8fe
    @ThembiJILA-fw8fe 2 місяці тому +4

    Ncese cc konke odlule kukona wawungazicelelanga uNkulunkulu sengathi angakupha amandla uphole ngaphakathi nangaphandle Nd unakekele abantwana bakho May our living God be with you cthandwa we love u ❤❤❤

  • @zanelezungu2404
    @zanelezungu2404 3 місяці тому +12

    Akasemuhle kanje ngeke usho ukuthi uhlukumezekile sengathi ungathola usizo sisi 🙏

  • @mariakubeka5949
    @mariakubeka5949 3 місяці тому +5

    Syabonga Thuleleni ngibonge kuwe sisi Nkulunkulu akuphe amandla uhlale njalo ustrong uzifukamele izingane zakini

  • @user-mh8ib9nc4v
    @user-mh8ib9nc4v 3 місяці тому +9

    Jehovah ngenelela nawe bhuti ngicel umsize ngampela bakith😢😢

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo 3 місяці тому +7

    Bashesha ukufa mara basazula labekhona

  • @user-np5ff3ho4v
    @user-np5ff3ho4v 3 місяці тому +8

    Ukuba asikho la eSouth Africa,bebezoboshwa,but umthetho wala,kuzothiwa abukho ubufakazi😢😢

    • @user-ix9tj5tl9r
      @user-ix9tj5tl9r 3 місяці тому

      Yebo ucinisile kodvwa phela bufakazi buyadzingeka ngoba bangagcina basicambela emanga.yona le ubuhlungu.god knows

  • @ThandiKhabazela
    @ThandiKhabazela Місяць тому +2

    OMG 😢what a sad story inhliziyo Yami ibuhlungu ngyabazi labantwana cyabonga Senzi ngokusukumela uMehlo bakithi.

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza3056 3 місяці тому +19

    Mna ngfuna lesisdwedwe sikagogo ngisihalela ngemvubu

    • @LubalaloTsotetsi
      @LubalaloTsotetsi 2 місяці тому +1

      😂😂😂😂😂Sithole usisakaze singingidine kwamina

    • @nomthandazomponwana6345
      @nomthandazomponwana6345 2 місяці тому

      Hay futhi kancane ingathi ungamthola ebsuku edakiwe ebuya otshwaleni umshay anabe😢😢😢😢😢😢😢

    • @user-ei6pi3bh8u
      @user-ei6pi3bh8u Місяць тому

      Baft ibuhlungu lendaba kodwa senghlekiswa elesidwedwe sagogoke😂😂

  • @94069
    @94069 3 місяці тому +10

    Phephisa ntombazane, phephisa sisi
    Engathi ungathola usizo sthandwa sam🫂

  • @Sihlenxele-bi6jb
    @Sihlenxele-bi6jb 3 місяці тому +7

    Ngaze ngabuhlungu ngalo sis engathi angaxola aphole amanxeba athole nosizo

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 3 місяці тому +4

    Hayibo Jesu waze wanesono lomfazi ukubulalisa omunye umfazi ngamanga.Engathi ingasizakala kentombi enhle kangaka

  • @TeclaFrankson-lh6zh
    @TeclaFrankson-lh6zh 3 місяці тому +4

    Thanks Thuleleni may God bless you and give you straight ngomsebenzi wakho uyisithunywa esakhethwa ngumdali

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 3 місяці тому +24

    Eish kwaze kwabuhlungu bayafuna ubanjiswa if basaphila icala aliboli

    • @matshidisobuda4881
      @matshidisobuda4881 3 місяці тому +1

      Abomalume abakhohlakele kufuneka baboshiswe labo nje, kwabhuhlungu ukungakazi ukuvikelwa umncane, naye ugogo kufuneka abishiswe😢😢😢

  • @davidzondo1843
    @davidzondo1843 3 місяці тому +8

    This is a channel of hope South Africa ❤

  • @kholiswamzayifani
    @kholiswamzayifani 2 місяці тому +2

    Ohhhh my God, this is 2 much, it's worse 2 be abused by the very people who are suppose to be protecting you, but justice should take place 2 those who are still alive, God is gonna heal her wounds and wipe away all those tears, all the best my family

  • @ntombifuthizuma3505
    @ntombifuthizuma3505 3 місяці тому +9

    ITHUNUKA NONGALIMELE SHWELE SHEMB OYNGCWELE💔💔💔💔💔💔

  • @user-yg2xp5px3y
    @user-yg2xp5px3y 3 місяці тому +28

    Makuqalwe kuboshwe omalume nogogo
    Nomakhelwane
    Nalaba abamshaya bamlimaza
    Yeses man KZN yini kanti

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe1254 3 місяці тому +3

    This sister is a good story teller

  • @patiencemahlangu4214
    @patiencemahlangu4214 3 місяці тому +5

    UThixo akubusise Sisi abekho abantu abangakusiza this days

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 3 місяці тому +11

    True I remember a lot of sensitive things that happened when I was 4yrs old

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 3 місяці тому +2

      I hope nawe uthole usizo psychologically and spiritually. I will pray for whatever you went through

    • @Mosotho.2
      @Mosotho.2 2 місяці тому

      Phephi ngwaneso 🥺❤️

    • @user-tg5nx8zg8t
      @user-tg5nx8zg8t 2 місяці тому +1

      Eyi bakithi kwaze kwabuhlungu sengathi ningathola uNkulunkulu sisi anithwale❤ Nami istory sami is very similar to this one but namhlanje I have become the mother I am because of uNkulunkulu sisi۔ zange ke Mina ngidlwengulwe kodwa nje umama wadutshulwa kuningi nje bakwethu okwenzakayo eKzn kubantu besfazane eKzn

  • @siphigats7359
    @siphigats7359 3 місяці тому +3

    Big sister is emotionally mature kudos😢👏🏾

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 2 місяці тому

      Ngimfisela athole umsebenzi omuhle ngokweholo, ze asizelomn ane

  • @nhlanhlazwezwe7758
    @nhlanhlazwezwe7758 3 місяці тому +4

    Yaze yabhlungu Indaba Jehovah yooo

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 3 місяці тому +2

    Abantu abenza izinto eziyisihluku esinje badinga ijele, akufanele baphile nabantu bomphakathi bawosathane abahamba ngezinyawo. Lo oshonile useyolithetha kwelizayo icala lakhe. Nogogo naye uwusathane nje odinga umthetho naye. Yaze yabuhlungu into Nkosi Jesu 😭😭😭. Siyabonga sisi wakhe ukuthi uyisukumele ingane kamah wakho. Sibonga uNkulunkulu ngawe sisi wakhe, iNkosi uJesu Ogcotshiweyo ikubusise. Ngizwa ubuhlungu obukhulu.

  • @NOWINILENCAPAI
    @NOWINILENCAPAI 3 місяці тому +3

    Saza sakhohlakala isalukazi asahlukanga umthakathi,sasithuleleni nobuhlungu obunjee, yaaz wena salukazi la ukhonanje isihogo sikufanele

  • @nokwandanobangula6592
    @nokwandanobangula6592 3 місяці тому +6

    She is just trying to numb the pain

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 3 місяці тому +3

    Awu kodwa bakwethu kunzima la emhlabeni 😭😭😭🙄🙄🙄🤔🤔🤔

  • @olwethumbanjwa1247
    @olwethumbanjwa1247 3 місяці тому +1

    Ngyamazi locc wengubo e Orange sisonta naye🥰ngathi unkulunkulu angaba Nani anikhumbule❤️

  • @NomthandazoNxasane-mt2cs
    @NomthandazoNxasane-mt2cs 4 дні тому

    Sybonga Mduduzi uwsizo kkhulu ekingeni zabantu ngyfisa ngycela kYesu akuphilise akubiyele Nkulnkulu abenawe Mduh

  • @bongiwebasijeany7277
    @bongiwebasijeany7277 3 місяці тому +2

    Kwaze kwabuhlungu kodwa 😢😢 kodwa ngaze ngakuthanda sisiwakhe ungamlahli sisi umtana wakini nibambane nomalumekazi akwandile lokhu siyabonga😢😢

  • @BongiweKhoza-tz3tj
    @BongiweKhoza-tz3tj 3 місяці тому +4

    Kwaze kwabuhlungu kodwa unkulunkulu akakuthwesi inkinga engaphezulu kwakhe😢

  • @Gcinile-gw8eu
    @Gcinile-gw8eu 3 місяці тому +2

    😭😭kwaze kwabuhlungu okwenzakalayo.makukhona nomuntu wesmame kulendaba ay kunzim😭😭😭.gogo akafe nj

  • @beyoncesibanda3557
    @beyoncesibanda3557 2 місяці тому +1

    Sisi may God bless you to stand with your sister it's painful she went a lot at the age of three from Zim

  • @BridgetNcube-vt4nv
    @BridgetNcube-vt4nv 3 місяці тому +6

    Yho kwaze kwanzima

  • @PhindileKhumalo-iu3uk
    @PhindileKhumalo-iu3uk 3 місяці тому +4

    Bhuti Sbu ingathi iNkosi ingakubusisa ikwandisele impilo ende uqhubeke njalo usize abantu bakaNkulunkulu

  • @mbalimzobe6183
    @mbalimzobe6183 3 місяці тому +2

    Eyi Shembe 😭😭😭masesithi syahlupheka nkosyami mawuzwa izimo zabantu adlule kuzo Awu nkosi ngaze ngabuzwa ubhlungu Mmmmmm 😭😭😭💔💔💔

  • @NcamisileMbatha-sv8xb
    @NcamisileMbatha-sv8xb 3 місяці тому +12

    Yaz nghlezi ngithi ngineynkinga ay cha nginamanga kubi kakhulu okwabanye kunokwami 🥺😢😩

  • @silondilemaphumulo1842
    @silondilemaphumulo1842 3 місяці тому +2

    Mmh kwanzima!! Ay nkosi ngicela ningiboleke ingane ka cc eyodwa bakithi ngizihlalele naye ngizifundisele yona ihambe makuvalwe izikole.pls

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 3 місяці тому

      Waze wamuhle umbono wakho. Sengathi uNkulunkulu angakubusisa❤

  • @user-yj7pw2lt5q
    @user-yj7pw2lt5q 3 місяці тому +3

    Sad to hear. She was traumatised.

  • @zinhleFlorence-qd2uw
    @zinhleFlorence-qd2uw 3 місяці тому +1

    Cha ukhulile cc Senzi ngiyazibongela ingane zakini ukuba no Cc onjengawe❤

  • @SamukeloMathenjwa
    @SamukeloMathenjwa 3 місяці тому +4

    Kodwa isihlungi esingaka msize sthandwa sam usathane uphila kwabendlu yethu ngiyacela yibanaye😭😭😭

  • @lizzymahlangu2188
    @lizzymahlangu2188 3 місяці тому +4

    Yaze yabuhlungu indaba 😢😢😢

  • @rachelmmanoka-fu9ez
    @rachelmmanoka-fu9ez 3 місяці тому +1

    Life is fair only the people are unfair 😢wish u quick recovery my sister God love u heal enough

  • @SteboStebo
    @SteboStebo 3 місяці тому +1

    Ayi Jehova kwaze kwalukhuni emhlabeni esiphila kuso kazi sophelelaphi

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 3 місяці тому +1

    Awu u nkosi yami kwaze kwabuhlungu engathi ungathola usizo udlulise konke okwenza lala kuwe uNkulunkulu abe nawe Kanye nomndeni kwakho nginethemba uzosizakala siyabonga bhuti Mdu ne thuleleni🙏

  • @VusumuziMkhungo-cc8jj
    @VusumuziMkhungo-cc8jj 2 місяці тому +2

    Is painful but God will parnish them

  • @user-ei9vv6ux7i
    @user-ei9vv6ux7i 3 місяці тому +2

    😢😢😢igaz lomuntu liyakhulum

  • @ZodwaGwala
    @ZodwaGwala 3 місяці тому +1

    Ngaze ngakuthanda ndodakazi ukunakekela izingane zakwenu uNkulunkulu akubusise cc🙏❤

  • @BuyisileMncwabe
    @BuyisileMncwabe 3 місяці тому +5

    kodwa Nyazilwezulu impela uJehova ngizocisha ngani owami umlando ngikhumbule NkosiyamaKhosi

    • @ThulaniWilson-ou4ob
      @ThulaniWilson-ou4ob День тому

      Ingabe lezinja zomalume zisaphilayini nogogo ngabe umthetho ngeke udlale indimayawo

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 3 місяці тому +1

    Kodwa yisalukazi esinjani esikhohlakele kangaka siyathakatha..Ihlukumezekile kakhulu leyongane and kothatha iskhathi ukuthi alunge 🇬🇧

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o 3 місяці тому +4

    Nogogo akanaqiniso ngoba kube ugogo ngenkathi kudutshulwa umamawabo kwakumele abophise lobobhuti futhi nje akanaqiniso futhi okwangempela.kwaze kwabuhlungu ezweni wemama.usizi olungaka.unembeza ushonephi?

  • @GuguNhlapho-bx1yp
    @GuguNhlapho-bx1yp 3 місяці тому +2

    Let justice prevail nixole cc😭😭

  • @silindilenxumalo9541
    @silindilenxumalo9541 3 місяці тому +4

    Yoh, kwaze kwabhlungu😢

  • @tracyndebele8986
    @tracyndebele8986 3 місяці тому +2

    Mmm baze banonya abantu ..okokuqala omalume baze babulale udadewabo bekutheni

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 3 місяці тому +2

    Hheyi!!! Yaze yabuhlungu into eyenziwa enganeni😭😭😭😭

  • @user-li1xh3xp4l
    @user-li1xh3xp4l 2 місяці тому

    God bless you Bhuti Thulele i ne team 🙏🙏🙏🥰🥰🥰

  • @BhekumuziShangase-qw8ou
    @BhekumuziShangase-qw8ou 3 місяці тому +1

    LoGogo umthakathi kumelafe naye 💔💔😢

  • @dududlamini3807
    @dududlamini3807 3 місяці тому +2

    Ayi emhlabeni kunzima kakhulu manje usathane ubhokile yoooo😢😢 yaze yabuhlungu lendaba ngiyakhala kumanje!

  • @nokuthulamagaule6180
    @nokuthulamagaule6180 3 місяці тому +1

    Kuningi kakhulu kusisi ...kodwa ngibone sisi cute ...kuzodlula ...

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 3 місяці тому +1

    Kwaze kwabuhlungu 😢😢😢kuphela amazwi ngoba manje uyabona ukuth bonke badinga usizo. Kukhona konke sicela Unkulunkulu angenelele ngokukholwa ngicabanga uki😅ukufika kuThuleleni kuwuqala kokusebenza komusa kaJehova

  • @LindiweSoko-sk1yf
    @LindiweSoko-sk1yf 2 місяці тому

    Yoooo Mara cc strong shem!!!!all the best ngathi ungaba namandla ukhuluse nezingane zika cc wakho

  • @lindokuhlechili3686
    @lindokuhlechili3686 3 місяці тому +1

    Mmmh usisi omdala ulimi kanye nemicabanga yakhe ikhulile. Syabonga sisi

  • @user-li1xh3xp4l
    @user-li1xh3xp4l 2 місяці тому +1

    Hey Sisomdala unothando akugcine u Thixo🙏🙏🙏🥰🥰🥰🥰❤️❤️❤️❤️

  • @duduzilemlotshwa9282
    @duduzilemlotshwa9282 3 місяці тому +2

    Kwaze kwabuhlungu zihlobo zam.Liyabhubha izwe😢

  • @yandisamdeni456
    @yandisamdeni456 3 місяці тому +1

    Yhoo sis waze wangizwisa ubuhlung 💔💔😭u gogo fanel ajeze nalaba bashaya ingane nalo wamdlwengula ababhadle jele

  • @user-br8zc9xl2j
    @user-br8zc9xl2j 3 місяці тому +2

    Mmmmmm siza bhuti mduduzi hhey emakhaya izinkinga ziningi lafa elihle kakhulu😢

  • @tabisamlata
    @tabisamlata Місяць тому

    Umhle usisi noba bemvalile, so hope yonke into iberyt kuye, thanks kusisi wakhe usebenxzile bantu❤️🤗

  • @thandazilendlovu2977
    @thandazilendlovu2977 3 місяці тому +2

    Yikho ngoba nogogo akasekho kodwa bebedinga ijele bonke,isihluku esingaka 😢😢😢

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my 2 місяці тому

      Loyo gogo akalona idlozi uyidemon uyasha Nala ekhona Ngeke aze akuthole ukuthula engekawavimi amacala wakhe loyo sathane

  • @nozibusisopenelope2248
    @nozibusisopenelope2248 3 місяці тому +3

    Kwaze kwanuhlungu😢😢

  • @lindokuhlengcobo3881
    @lindokuhlengcobo3881 3 місяці тому +3

    Eish ibuhlungu lendaba

  • @ThulaniThabede-sl2zd
    @ThulaniThabede-sl2zd 2 місяці тому

    Good job keep it up bafowethu

  • @smarazondi6338
    @smarazondi6338 3 місяці тому +2

    Kwaze kwabuhlungu igemegeme zilandelana 🥺🥺🥺ey ogogo nabo

  • @noxiek
    @noxiek 3 місяці тому +1

    😢😢😢😢😢😢
    Yin kangaka labomalume.
    Wayoneni lontwana thixo ,ubuhlungu obungaka

  • @NcaneK-91
    @NcaneK-91 3 місяці тому +2

    Waze wamthanda cc udadewenu

  • @topsymtshali7541
    @topsymtshali7541 2 місяці тому

    Hmmm,syabonga kubhuti umsebenzi owenzela thina mkhulu kakhulu.uphile siyacela kuMvelingqangi asigcinele nina neqembu lakho🙏🙏

  • @bonginkosishabangu5497
    @bonginkosishabangu5497 3 місяці тому +2

    Omalume ababoshwanga ngani

  • @user-oj5fm6bj1e
    @user-oj5fm6bj1e 3 дні тому

    Nkosi Jesu kazi sobashiyaphi abantwana bethu izilwane esizalwa nazo

  • @nokwandanobangula6592
    @nokwandanobangula6592 3 місяці тому +3

    Baze bambulala kabuhlungu udadewabo

  • @WilliamNkomo
    @WilliamNkomo 3 місяці тому +2

    😢😢 OKUHLE YIKUTH unocc onenhliziyo enhle

  • @khayelihlengubane2932
    @khayelihlengubane2932 3 місяці тому +2

    Kubhlungu kakhulu bafwethu Yaz kwavele kwangfiksela ngenyembezi

  • @snayegasa2491
    @snayegasa2491 2 місяці тому

    Jehova ngcela ubiyele lomdeni. Ubabusise ubaphe ukuphila okuvela ezulwini. Babe rite financial kuze bakwazi ukuzi healer. Ukuthula makube kubo kanye nawe Mdu

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 3 місяці тому +3

    Ay umuntu uthi uyazi asazi lutho uma kunje.

    • @noxiek
      @noxiek 3 місяці тому

      Serious 😢

  • @SbusisobigboyNkunaahh
    @SbusisobigboyNkunaahh 3 місяці тому +2

    Bopheka udinga icaseling nothando khona uzothanda nabantwana bakho gogo ufile uphila

  • @dineondibongo2197
    @dineondibongo2197 2 місяці тому

    I wish ungalalela i testimony James kawalya apha ku UA-cam.

  • @sibanganiaromolaran7524
    @sibanganiaromolaran7524 3 місяці тому +4

    Liqiniso dade ufuna uncedo mhambise

  • @VUMANI-FILMS
    @VUMANI-FILMS 3 місяці тому +4

    Kubi ezweni

  • @EUGINIA-ow3yi
    @EUGINIA-ow3yi 2 місяці тому

    INkoc ikuphamandla unakekele ingane zikamha wakho sisi, ngaze ngabuzwa ubuhlungu

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 3 місяці тому

    Uma ugogo engaphenduki ngeqiniso uzofa ayolahlwa esihogweni ngoba ungusathane wesalukazi.

  • @user-rd5bo9gm6e
    @user-rd5bo9gm6e 3 місяці тому +1

    Mmmm kwaze kwabuhlungu cc ngicela uzame ukumsiza bear niyobopha labomalume nobana ongumakhelwane😭😭😭

  • @user-pb3fl4um1v
    @user-pb3fl4um1v 2 місяці тому

    Ngyafisa UCC omncane athole ukuthula Kazi kuyimi ngingamelana yini nento enjena Jesu vikela abantwana bakho ukhulile emqondweni cc omdalA kwamina ngeke ngibe nje ngingafuna ukukhanselwA NAMI ey yabuhlungu indaba💔💔

  • @mmeme5861
    @mmeme5861 2 місяці тому

    Thetha kamnandi my dear....ndine picture yalentlungu ye family yakho...God is still on the throne...keep well❤❤