SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngadakiswa umngani ngamlalisa nomuntu ngifuna indoda yakhe | S1 - EP122
Вставка
- Опубліковано 6 тра 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession - Розваги
Kahle kahle onto ekuthiwa umngani aykho emhlabeni muntu mele aziphilele yedwa bandla
Ayi futhi ayikho shame imagine being betrayed wth your own best friend 😢
Futhi nje ayikaze ibekhona sengyasaba ukuba nomngani ngilunge ngingenaye
Mina ngidelile owami wafaka ingane yakhe endodeni yami cos ubenomona and bengimsiza kakhulu😢
@@mamsiemakubo2770😲😲😲
Ayikho into okuthiwa ngumngane ncono uphila wedwa
How about we also report this girl to the police for drugging two innocent people. Taking inappropriate pictures of them and sharing them with others. That is a crime as well.
And people who kill and do worse, I have never saw anyone worked up as Lungsta.
Indlela anambitha ngayo uyambona nje akazi soli. Ezinye ingane nge 21 zijabulela ukukhula yena beka gogoda kwezobuthakathi
She must go to jail.
Very true the girl is so self and cruel usatana qobo😢
Wow the confidence in her , she's not even showing any remorse wow umthakathi
Lungsta Dadewethu ngethemba unabo abafowenu noma ingane zabafana ngakho ke ngicela Ume eqinisweni. Into eyenziwa yilo cc ijule kakhulu ubuthakakathi. Ungufakazi ukuthi ubafo wayengeyena umuntu wodlame ngoba Waze walufisa uthando lwabo. After ukwenza ukukhohlakala ngicela ubambe igama elithi waqala wanamathela kubafo okungangokuthi ubafo wayengamfuni wazifaka yena . Iqiniso angeke aliveze ukuthi wamsebenzisela intando ushawa nje uphendukelwe umuthi wakhe. Akusizwe ubafo ayophalaza ngoba lentombazane iyimoshe yayiqeda impilo kabafo kodwa ngoba engumuntu wesifazane awasanakwa amanyala nomakalo awudalile. Hands off u bafo phulizi....ikhohlakele leyo ntombazane futhi akakhombisi nokuzisola Habe!!!!
Into ebanga kubhebhetheke udlame phakathi kobulili ukungabi naqiniso komthetho. Akuve kubalulekile ukuthi ophethe uhlelo ame eqinisweni angabi bias...kuvusa ulaka kolunye uhlangothi...uyabaqhatha..
At 21years plotting this evil for the sake of being jealous. Uyaloya ungumthakathi. May you never have rest in your life
Akekho umngani emhlabeni
Jo kgetha lejwe eseng motho, motho ha tshepahale ke ntja waifepa hosane eauloma joo bontja!!! bontja bona hale o tluhele shem 🙆♀️🙆♀️🙆♀️🙆♀️
imagine if those 2 people die because of that drug yoo this lady is an evil, imean umthakathi
.sis maan..jeaousy at its best
Lungstar kudwa naye the lady kumele a boshwe. icala phela what she did
🤞🤞🤞
Gogo ubehlezi engitshela umngan akekho emhlabeni ngingabon kodwa sengize ngabona akekho
Sekuyashisa manje sis😂?
Yini ngisole sengathi ubhuti naye wamdruger ngekorobela💔
Yes nam ndicinga njalo yiyo le imshayisa ngo guy korobela injalo mayiphelelwa
Impela wafaka umuthi loma mxm next thing useyamshiya 😢
Lento uzokhula nayo uzothakatha uze uyoguga
Uqinisile uyoze efe enje😂😂😂
Sis Lungstar
LV u girl ,Ave usiphathela Kahle uhlelo 💝
Nabobonke ozakweni Siyabonga wonke umuntu unokhono LWAKHE ❤ Siyabonga kakhulu 🙏 ngicela ningayingeni eyabantu abafuna ukuniqxabanisa sinithanda nonke inkosi inibusise ngane zakwethu 🙏
Lungstar 💝🏆👑
Stufuzah💝🏆👑
King Shaka💝🏆👑
Umngani akekho nje emhlabeni
Sdalo , umngani wakho akube umuntu wakho nje .
Ungumthakathi ngempela futhi ntombazane ai sis mani uyadina yazi
Yebo kunjalo izinyembezi zalosisi amzwisa ubuhlungu aziwelanga phansi zawe kuyena
Sifebe senja usazosha wena nja
Uvuna okulimile we skhohlakali sentombi,,, azikhale shaya bhuti,,mhlampe usumdlisile futhi kwazi bani,,,, waze wakhona we girl 😮😮
Is not good to force someone to open a case mama.the lady was not even there to open the case she was only there to show her remorse for what she has done to that man.she destroyed his relationship you don't mind about that why mara velle Sisi.
Losisi umdlisile nalo bhuti ak'sona nje is'khwele lesi🤞🤞
Lungstar that girl should be arrested.I your show is something realy.
Mhlampe umdlisile ngempela ngoba unomona ugal
Abamshaye kakhulu😅
He is your birthday gift girl, karma served you very well
Uyakulaya ngazuthi angakukhipha amehlo
😂😂😂
😅😅😅😅
🤣🤣🤣
😂😂
Ngempela ngathi angamshaya akukhiphe amehlo
Ngiyamubonga uGuy ngoku zilungiselela umuntu wakhe ngenduku ..... Shaya guy 😂😂😂
😂😅😂😅
🤣🤣🤣🤣🤣akashayi sgebengu
😂😂😂
Khohlakele wentombazane
Skhohlakali sakhe 😂
Cha cc lungstar uphazamile cc icase eyan😮kshuthi u cc bebophisa ubhuti naye makaboshwe u cc 🤨2 wabantu aba draga cc lungstar musa ukuthatha i side🤞💔
4 amacala
2uku drug + 2 ukukhumula....eish + ++ ukubalalisa ndawonye + ukushutha
So true.... the girl must also be arrested
Usevele wanginyanyisa Lo Sisi Mina Uyadakwa Nje senginyanya Nalo Blaqlife Wakhona Kanti uzomosha Impilo zabantu
Ngathi angakushaya akukhiphi amazinyo 😂😂😂the result of umona
😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Kahle Kahle akekho umngani emhlabeni
Vele akekho
Umgani yisitha sakho nje!waba naye sengomunye wezitha zakho.
Exactly
Angiyicedanga lenxoxo iyangihlukumeza ukhohkakeke lontombazana
😂🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣ngat sengyabon senglal ngkhathel ngiymvuthu kade ngigqigqa abantu ngbakhumula
Dadewethu bengikukhonzile kodwa uhluleke wancama ukuxazulula lenkinga ngingu Mzali mina ngingu mama kodwa angithathi side kufanele besizwe bobathathu uma kuya ngokuthi niyasiza kungani nisize umthakathi ngoba nakhu egijime weza kini. Nithini ngezi Ngane zabantu ebezi musulwa othandweni lazo uselidelile leli pipi abelilwela akasalifuni manje futhi kuyacaca usemdlisile umfana ngoba wayenzela ukuthi engabe esambheka umngani wakhe wena usuthi akaboshwe ngoba enzeni ngoba lowo uvuna akutshalile uzibasele umlilo akawothe.uma usuhluleka ukuphatha loluhlelo yekela cc Ngoba sifunda okuningi kulona siyakucela ungaloni Ngimama mina angikwazi ke wena
ixoki lommfazi emdala
Take all the side sister
Utotobalekisela ma client cc u wrong lo cc loyo bahlanganise bobatsatfi batokhona kucolelana ne last ex yakhe lomfana
Hmmm yaze yabuhlungu into eyenziwa umuntu wesifazane.
Sounds like usisi created a monster by cutting off his previous relationship. There is a lot of anger coming from the previous relationship kuguy.. Uykhiphela kuye. Karma....
Ebevele eyi monstanyana. If you can listen the narration, ebenqaba the first girl i hambe... For sure uvele wa worse
This girl laid her bed now let her sleep on it. Just leave the guy alone. I don't condone GBV but for this one you can strongly reprimand but let him free. The girl must learn a lesson out of this.
Lungsta uyabheda..this woman should also be arrested. Fire Lungsta..uyachema
Fire Lungsta, she's bias
Uyahluleka futhi akazenzisi uLungsta...
Waze wangcola ntombazana siiiii,asoze waphumelela impilo yakho nomona wakho uzoya nawo esihogweni ukhohlakele
Umthakathi
Lapho mncane usazokhula abenezingane kuze kube khona nezizomfuza zithakathe njengaye.
Uledimon
Uya thakhatha litshisa bha ,nondindwa
Le presenter ibonakala i happy ngalodaba i entertained ilomthakathi obolisa impilo zabantu aibo kahleni abanjani abajahwa ngoku confesa nokuboshwa ai suka
Hawu ubuthakathi obungaka ntombazana umncane kangaka. Futhi nje na lomfana ukushaya nje umdlisile, wazi kahle angeke akushaye kangaka. La sidila ngedliso gone wrong umuntu ohlukumezekile la yilomfana weLu bophisa leyongane noma uyinike I counseling. 🙌
Yabona labangani benu 😢
Into ekungasiyona eyakho phuma kuyo ngoba akuyona yakho🙏
But this is unfair, a case should be opened against her as well for drugging the two ppl at her party. This was malicious and could have caused death as we don’t know how they’d reacted to the poison
That's Dudu....
Yhooo agcolile amantombazana tjoo xeim haai ngekhe sana yhoo
Abantu balaphi ngalesoskhathi wenzalokhu okwenzayo komunye umntwana,unesono Kanye nenhliziyo emmbi mbi,
Ayikho nje lonto yawumana lowo
yes naye kabotjwe nje ngobewafakela omunye imfto embi wamlalisa nemutu engaka msomi futsi nje nekubashuta bangcunu kabotjwe mine ngingamnyisa xeme sorrry
Why so late kunini ngilindile❤❤❤
yazini i even know ukuthi ngo9 ngiyayibuka but akusenani
Iqiniso umuntu uyathakathelwa inhlanhla yakhe
That is how Satan operates. When you cry, he dances for joy. When you are joyful he is angry
Am sooo lucky l have a good heart anginawo umona ❤️ futh kaze hlangane nomfana oshayanayo kuthi nje hlangana namaxoki angiLast kumarelationship wami 😂😂😂😂
😂😂😂
Usathane wengane😢
❤ You invited the problem to your life now you want to put him to jail apologize to that Girl you stole Her man shame on my
Cha cha impela wawuthakatha sister ungcolile uyesabeka
Uzayihlutha induku wena ngathi angakubulala futhi ngoba usezayenza futhi angakulahli akulaye rhaaaa wamhlukanisa nomntu wakhe uyinja kumele ubunja bakho
Wena nomungakushaya azakubulale uyobe uyahola mgulukudu wesfebe
The system always makes sure that woman do not account for anything, they always have a way out
Shayaaaaaa😂
La kwa Blaqlife nibophisa abanjani cause nibe nababulali ngaphambili abaningi be confess a kodwa ababoshwanga saze sabhala ama comments athi ngathi kungacupha amaphoyisa eduze komnyango?
Kuze kuthiwe singabi oJudge Judy,today upresenter uye osefunza logal ukt avule icase yokushawa,akayiphathi yalogal ngokuzama ukubulala,bangaki ngempela befika besho ukt ngabulala sinomzala nywe nywe nywe kodwa ababoshwa 😢
@@hloniphilesithole1950 Exactly!
Cha sis lungsta lana uyaphazamisa lomuntu kumfanele lokho umona unjalo vele nibophisa njani indoda kodwa usisi nimeka naye kaboshwe
Benza icontent. Ngamafisha, yi bioskop.
Asikho isidingo sokuthi ubhuti avulelwe icala lo cc uyena owazifaka
Ngisola nokuthi wamloya makangaboshwa ubuti lona ujikelwa izinto zakhe
Uyinja nxeee
Wamthakatha unamanga lo ghel...
Umthakathi shame I fear friends. ... Sies. U should be arrested
But why is it not a case ukudlisa umntu till he blackout, you strip him and take photos?????
You shall call the police for that confession too.
Don't be biased
Lungstar the best ikakhulu nxasebuzusisa more over l like her presentation ivelenje ikunikeze counseling
Hawww Jehova nhloboni yezingane esizizelee 😭😭😭😭😭UBUTHAKATHI OBUNGAKA JESUUUUUUU
Udevil nje lo
Lungsta if u have the authority yokuth uguy aboshwe ngakwenzile plz make sure ukuth ugirl naye uyaboshwa ngoba 1..... utrackhe abantu.2... wabashutha benqu...3.She forwarded those naked pictures to someone.Ingumthakathi lentombazane
This is a lesson about those people who we call them friends
Umi ngenhla umona
Ukushaya kancane bemele usuze ntombazana 😅
😂😂😂
😂😂😂😂😂
Into yoku bulawa leyi
This girl really violated her friend. Imagine waking up next to someone you’ve never spoken to and there are pictures of you naked
Sengathi angakubulala ...sdwedwee
Yeyi ningakhulumi ukubheda nini aboshelweni umfana angithi siyasho isifebe ukuthi isona esazifaka kuyona yonke lento mhlampe samudlisa nje
Lowo cc angathanda kuvulwe I case yoku druga abantu bengenacala. Lento ukube isahamba ngendlela yakhe ngabe akekho lapho. Y azwise omunye umuntu wesifazane ubuhlungu obungaka. May B even 2dy asazibuza umntana bantu ukuts kwenzakalani dat lona ebe ethule embuka
ULungsta is for women only. Akanandaba nentombazane edrugwa ngoba kunendoda phakathi.
If she was fair. She would have spoken about charges being pressed against this woman as well.
She even striped her naked and took photos but Lungster doesn't see that as a court case.
If it was a woman who was drugged by a man and undressed and take photos ibizoba yi case...
Lungsta vula I case yaloma drugana kucala Musa ukumfuya lapho uvulele abanye ama case
Exactly lungsa musa thatha side yomuntu eyedwa
Thanks lungsta you dig left right and santer to get the truth big up
Lol 😂😂😂 what a surprise from Lungsta about Police that's good
Isikhuni sibuya nomkhwezeli😊😊😊
Kazi yoganaphi wemthakathi💔
Uzobaqheda kwabozala .... ebathakathi
cha inyembezi zikagel zibuya ngawe thatha mogel devil wena😮
Wena u dont regrets nje ngakento owayenza sathane
She deserves what ever she's going through. Beka cabanga
ukuthi uzomosha ama Relationship wabantu bese yena uba uHappy.
Kuyangi mangaza ukuthi u Lungsta ukhathalele lomgulugudu o cishe wa bulala two innocent people just for ubu greedy no Mona she also must go to jail for what she did and she sounds so proud of what she did but I Lungsta u busy umenza I victim whereas we all know she's a perpetrator that's all justice Mut be served for her boyfriend that she stole from a friend ,the friend and the guy who was used as an object
Kunjalo ke ukuhalela impilo yomuntu, wacishe wakhipha isidumbu kanti uzohluleka uyalunga ifa nja imikhuba yakho😂😂😂😂😂😂😂😂
Haibo inkohlakalo ka gal😢
And she's even proud 😡😡😡
Cabanga nje uyothi Ena 30 uyebe .... endiza ngomshanelo ehamba ethathakatha
I wish the guy can do a number on her
😂😂😂😂esenanama injuries omshanelo futhi on that age
Impela iyingozi enkulu emphakathini cabanga ngoba abamaziyo baningi bayambona .waze wanoSathane mtanam@@SlindileKhanyile-qz8du
Wasukela bantu bethandana mhlambe babezo shadana ngomona wamosha
Lungstar lona kumele a conference kubantu abaningi ukhohlakele nje
Bethwa unye
Uya layeka lo mtakathi
Lungstar my crush❤
Akayimele indota loyo ngoba uyana walgukanisa bantu ngoba nami nina bholhelu nyabheda
Serves you right, uya'deserver leyo abuse wena xoki lomngani. Unkulunkulu
Let us not judge for there is no one who is righteous under the sun. I am not saying she was right kasiqineni ngedolo sithandaze ngoba the day uSatane exoshwa ezulwini wehla lengxenye yengelozi ezajika zaba ngamadimoni ezisebenza mihla lamalanga ukuthi zibhidlize, zebe loku bulala emhlabeni. We need to plead the blood of Jesus Christ of Nazareth. 😢
lama 2000 yenu la notsi ngasho
Thanks I don't have friends 🙂
Imina lowo
😢😢😢😢yoh unesbindi losis....im glad i don't have friends haaaawuuuu
Yey ngoba abangani Shem kwashise kwangehlela okuthi akube nje🙌🙌
Big devil!
Mhlampe wabuye wamnezela nangedliso locc asathembi yingakho eseshawa kangaka izinyembezi zaloya cc owayengenacala
Cabanga wenzelwa i21st ,khohlakele wena ,wawungazifuneli ngani owakho uguy ,Wii bengingeke ngize nje la ku Blaglife
Ukukhohlakala nomona. Jeso
Wamdlisa u guy ngoba engafuni bebuyelane... Sathane obolile akawukhiphe lowo mphefumulo
Ayikho into ekuthiwa umngani emhlabeni 😢 kfanele akushaye uvuna okutshalile.
Naleziyfebe eziyizigebengu ngek kulunge zingakaboshwa yizwa nje imkhuba esayenzayo
Leyo case yokushawa must come after case yokuDrugger Lungsta coz she worked very hard 4 this Package abhekene nayo manj
Waze wakhuluma udodi wee Lungi,sekumele kuboshwe umfana ikuthi ubukhiqiza uhleko apha,waze wayixoki umdala
That's why angifune mgana nyana
Ai xem ubolile sikhohlakali sentombazane umncane kangaka 😢 ai uyinja njaaa! Angikufiseli lutho enye ngaphandle kweKarma enzima nebuhlungu, umona yifa lemgodoyi aghaaa
Ukushayela imisebenzi yakho ukhohlakele
She must be arrested for drugging people!
Usisi.. Kubukeka.. Sengathi.. Bekano❤Mona.. Lentombazane.. Inosathane.. Omkhulu
Yoo ey kubi ngempela ingakho nje abangani ngingenabo... umngani wami ujesu kristu 😊
Yeyyyy lobubungan obukhonzwe yile youth weeeee Thix onofefe
There's nothing called friendship instead you're digging your grave l swear to God
Ahhh umthakathi cc, uyinja shemu, uyanyanyisa
😂😂😂😂😂 ima ke wena wawungayitholeli yin eyakho , gud mbuzo Cc Lungsta , waze wanonya cc wabantu
Lungsta became unfair here. EXTREMELY UNFAIR!!! HIGH LEVEL OF PREJUDICE!!!
What about loskhothi who used drugs without prescription on others, and without thier permission isn't that enough to get her arrested?
Men oppression!
All that indicates the jealousy can make you desperate and drugging her friend she never enjoyed her party because she wanted to destroy relationship 😮😮😮😅