Selufike naku Ndunankulu Nomusa Dube Ncube oluka Kini shandu No Mcineka

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 4 жов 2024
  • #newsupdates

КОМЕНТАРІ • 21

  • @sakhilekili5399
    @sakhilekili5399 8 місяців тому +9

    Nabo abesfazane abanawo ucha bangovuma zonke bese bekhala ngabantu iqiniso liyababa vele

    • @jobesithole5590
      @jobesithole5590 8 місяців тому

      Ngisho izingane zami angeke ngizikhuthaze ukuthi zithathe abantu besifazane abazele. Ulwabishi nje lento. Sizogcina manje singakwazi ukuphawula ngoba nakhu kunabantu abathintekayo. Bayangicasula nabo oMcineka no Shandu. Bebexolisani mani. Kodwa ke ngiyaqonda bakhalela isinkwa sabo kwazise bahlela imicimbi.

  • @nxumaloz3300
    @nxumaloz3300 8 місяців тому +4

    kuyathusa khona ukukhuluma kwalezinsizwa special njengabantu abadumile okufanele ngabe bayisibonelo esihle empakathini

  • @Styl846
    @Styl846 8 місяців тому +2

    Iqiniso liyababa. Amadoda kuthiwa izinja kodwa mekwakhulunywa iqiniso ngabesifazane Kuba indaba egudwini.

    • @SiyabongaLithuli
      @SiyabongaLithuli 8 місяців тому

      Bakhuleliswa ngowobani lababantu Uma sokusithwa bancolisa amagcweke ooyise

    • @jobesithole5590
      @jobesithole5590 8 місяців тому

      Phela abesifazane abamnyama abathintwa. Abanasici bona. Kumele kuhlale kubhecwa amadoda. Banyile olwabishi!!

  • @SiyabongaLithuli
    @SiyabongaLithuli 8 місяців тому +1

    Into eyisimanga indoda izozalisa ebesifazana abayi5 ingathathi noyedwa manje kumele kwenziwe njani ngalabantu babulawe and bayashiywa ngaphendle kwesizathu indoda yenza nje ubusonka ngengane zabantu

  • @DanielMluleki
    @DanielMluleki 8 місяців тому +3

    Umcineka umfan omncane uhlanyiswa imali nginokubabona Uma benza imicimbi ukuth izinto zabo azihlelekile nomculo kamaskandi bayawubulala Beno ge" .babe pride kakhulu labafana engathi shu!! Futhi ebulala izwe

  • @kusasalakhehlongwa4199
    @kusasalakhehlongwa4199 8 місяців тому

    Weeee mxm bayahlanya kanye nondunankulu wabo. Baqala nini bona ukuhlala izigceme ngabesilisa bebabize ngamagama bebachaphe beshiye abalilibele. Ay abahambe beyofa. #syabenyanya

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 8 місяців тому +2

    Mina ngithi njengoba sibaningi kamgaka esinhazalelwanga emshadweni esazalelwa ekhaya kushukuthi nathi omama bethu bayimdlambila yini yekani kuseka bantu noma bebheda or ngoba nisebenzisa ubungani nokuba nemali kwabo abathole isijezo ngalento yabo kuze bezofunda ukuthi akusikho emandulo la siphila esikhathini samanje

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 8 місяців тому +2

    Nalento yokudelela bantu besebenzisa inkolo sengathi lento iyimfundiso yenkolo lokho kuwukucekela phansi sithunzi senkolo

  • @DeoNtombela-vw2xh
    @DeoNtombela-vw2xh 8 місяців тому

    Kanti amanga yini ngoba akufanele sizalele emakhaya

  • @MPENDULOMTHEMBU-w2y
    @MPENDULOMTHEMBU-w2y 8 місяців тому +2

    Benziswa imali laba bazibona bazikonke kanti abazilutho badlala ngosisi bethu ngoba benemali iyanginyisa lentoyabo

  • @jobesithole5590
    @jobesithole5590 8 місяців тому +1

    Umsangano nje yonke lento. Kumele uMcineka no Shandu bethole abameli abavuthayo. Akumele ivunyelwe lento. Izwe likhululekile umuntu angakhuluma noma yini. Mina nje ngiyabeseka. Angeke ngamshada umuntu wesifazane ozele. Angimfuni nala ehambe khona. Angikudli mina ukudla okushiywe eWimpy mangingena khona. Anginaso isikhathi sokubheda.

  • @sthembisokhumalo9084
    @sthembisokhumalo9084 8 місяців тому +2

    Truth will always be a truth..just that its sour nje..nothing wrong these men has said

    • @jobesithole5590
      @jobesithole5590 8 місяців тому

      Badakiwe laba Mntungwa. Abahambe bayofa mani.

  • @thubelihlesamkelo2266
    @thubelihlesamkelo2266 8 місяців тому +1

    Basaba iqiniso and ngeke kulunge mabesa totoswa kanje.

  • @busanibusani9921
    @busanibusani9921 8 місяців тому +1

    Ababize gamalamuntu nje futh wonk umunt unelungelo lokuzwakalisa Ilaka lakhe kodwak ngob iqiniso liyahlaba sothini isithunekele enenxeba

  • @MPENDULOMTHEMBU-w2y
    @MPENDULOMTHEMBU-w2y 8 місяців тому +1

    Vele umcineka unokuzenza umuntu enesisoka kanti akazilutho

  • @S_25752
    @S_25752 8 місяців тому

    Abaphume nje lokhu lento iphethwe abantu ababodwa yikho kunje amaphume hay lokhu nithini Phansi abandoda anobungebengu ngamandla abantu phansi ngoba bazibona bezinkuzi, kuze kwehle inkohlakalo phansi ngamandoda anobuhlambalaza.,,

  • @HumpheryTshabala-xu4xm
    @HumpheryTshabala-xu4xm 8 місяців тому +1

    Akukho muntu la okumele athole isijezo musani nje ukudakelwa umfoka shandu..wonke umuntu uyayikhuluma into ayithandayo nayibona ngendlela yakhe so yena ngoba enjani sekumele ukuthi ajeze.