Shembe: Indaba kaMama waseSwazini

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 153

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 4 роки тому +17

    Shembe smakade 😭 uze ungikhumbule Nyazilwezulu ⚡️🌈☀️🚊🙏

  • @lovemorencube7498
    @lovemorencube7498 4 роки тому +6

    Syabonga Nkosi yamakhosi usikhumbule lathi, mina wangisiza kakhulu Thixo wabo Thixo ngomusa kwakho . Ziningi izinto ozenze kimi, okunye uma ngikucabanga ngifikelwa zinyembenzi. Ngoba yimi ngedwa engakhethwa yimdeni yakit ukut ngizokukhonza wena, kodwa manje babona izimangiliso zakho ozezayo emzini wakit. AMEN! Mina ngibuya e Zimbabwe weliMzikazi kaMashobane. NguMzilankatha umfoka Ncube sodindi umageza ngobisi,.uShembe ungu Nkulunkulu ngikusho kugcwale umlomo lokhu longathandi yaze mthande Amen

  • @monicasimelane5106
    @monicasimelane5106 2 роки тому +3

    Amen 🙌 hawu nababe wami wasinda kuwo lowo muzi for years egula umuzi waseNtethelweni unojehova

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 2 роки тому +6

    Engathi ngingaphiwa izindkebe ezivukekile ngilizwe izwi lakhe⚡🙏

  • @solwazidlamini4426
    @solwazidlamini4426 5 років тому +16

    Shembe ungukulunkulu wena Nojesu bamphika abangakubo, thina syamvuma u Shembe uyiNkosi SHEMBE IS THE WAY?????????

  • @brianhayward3040
    @brianhayward3040 4 роки тому +4

    Amen uyigcwele Shembe uze ungangilahli nami

  • @gogowabantwana9437
    @gogowabantwana9437 3 роки тому +8

    Uma ungenalutho olwaziyo nongalusho ngoShembe thula ungazilandeli iziqalekiso ngamagama angemahle, yekela thina esizaziyo izindaba nezinto ezenzeka kithina. 🙏🙏

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 2 роки тому

      Ezinjani zona iziqalekiso? Bayokhala ubumayemaye. uShembe akathukwa nguNkulunkulu owayekhonzwa ngokhokho bokhokho bethu.

    • @lucretiamthethwah5391
      @lucretiamthethwah5391 5 місяців тому

      Amen

  • @nompumeleloprincess9799
    @nompumeleloprincess9799 3 роки тому +4

    Shembe Nyazilwezulu ungikhumbule ekoneni kwami💔✋

  • @phililemathaba4187
    @phililemathaba4187 4 роки тому +2

    Amen amen sonke singabakashembe bani ongazenza lezimanga ngaphandle kwakhe

  • @MTHOKO558
    @MTHOKO558 9 місяців тому

    Asbonge gogo wam Nam shembe sengimbonile ne msebenzi yakhe ayenzile amen

  • @chazanikhwela2568
    @chazanikhwela2568 2 роки тому

    Shembe Unyazi lwezu Mnikazi wabant ,,uyingcwele Amen

  • @khanyisilekhany8995
    @khanyisilekhany8995 6 років тому +5

    amen uyasebenza ushembe nkosi yam ungikhumbule nkosi yasekuphakameni

  • @bhekinkosiphilani
    @bhekinkosiphilani Рік тому

    Shembe nyazi lwezulu ukhumbula nami sase mncane ufundise ukholwa ngeqiniso ngilandele

  • @mbalithandi1833
    @mbalithandi1833 4 роки тому +1

    Nongakabon uyozabone kuth ushembe uyinkos nam ngyafisa ngelinye ilanga ukufinyelela kuyo inkosiyasebhleni ngizibonakalise uthandolwam lwalenkolo amen

  • @bonisiwemdletshe6859
    @bonisiwemdletshe6859 8 років тому +8

    uyinkosi yamakhosi shembe, uyohlala uphakeme ngasosonke sikhathi amen.

  • @lungilegumbi9706
    @lungilegumbi9706 8 років тому +7

    Sinodokotela thina manazaretha .bewulande ezinyangeni bewulandela thina kodwa ushembe usuke bona ukuthi kwezakalani, athi cha ngowami lomuntu angenke wenze intando yakho kuye.Asiludumise uNYAZILWEZULU manazaretha.

  • @thishakothishatv
    @thishakothishatv 3 роки тому

    Ngiyacela uShembe akhumbule yonke imindeni yakithi esesigodini sosizi, ayifake eZulwini lakhe amen

  • @mbalenhlembali80
    @mbalenhlembali80 5 років тому +2

    Usikhumbule Nkulunkulu wasebhleni

  • @lindiwezulu8394
    @lindiwezulu8394 2 роки тому +1

    Uze ungithethelele ekoneni kwami.Amen

  • @khanyamkhabela7981
    @khanyamkhabela7981 5 років тому +11

    Angikholwa kwaShembe,inkolo yakwantu,engikwaziyo kunye,ukuthi ubaba Isaiah Shembe wathunywa yiZulu kithi thina indlu emnyama,uyisithunywa esihle kakhulu,nakalokhu uyasebenza imisebenzi emihle,asibavumeni aba prophet abathunyelwe kithi thina indlu emnyama,sibaphikelani?

  • @gogowabantwana9437
    @gogowabantwana9437 3 роки тому +1

    Engingakusho ukuthi umama unenhlanhla ubusisekile 🙏🙏

  • @sontohadebe2189
    @sontohadebe2189 4 роки тому +1

    Nongamboni uyoze ambone ameeeeen

  • @bhekimathaba1292
    @bhekimathaba1292 4 роки тому +1

    UShembe OyiNgcwele UNYAZI UNkulunkulu ngampela mina ngambiza ehlathini sengi hijakhwe zigebengu zibeke izibhamu ekhanda lami, ngane ngabiza igama loNyazi ngasinda ekufeni

  • @TeaObsession
    @TeaObsession 4 місяці тому

    I am not Nazareth or shembe but I believe it is true

  • @sthebonkinkosi2230
    @sthebonkinkosi2230 8 років тому +3

    ucula kamnandi lo cc ave zinomlayezo izihlabelelo zama Nazareth..amennn

  • @NellieSibanda
    @NellieSibanda 2 роки тому +1

    Ameeen 🙏

  • @londekambokazi1693
    @londekambokazi1693 2 роки тому +1

    Nkosi yamakhosi ngcela ubenami ungkhusele ungvikele ezinkingeni zasemuhlabeni uze ungavumi ngami nkosi ngsheyekonke okomuhlaba ngakhetha wena nkosiyamakhosi ameni

  • @AllenCebekhulu-j4w
    @AllenCebekhulu-j4w 8 місяців тому

    Manje kunenkinga lana silalele umama nayi ne keyboard

  • @mthokozisiprofessor2276
    @mthokozisiprofessor2276 6 років тому +1

    shembe indoda kankulunkulu ikhona emhlabeni nasezulwini

  • @sithandekilentini2580
    @sithandekilentini2580 Рік тому

    Amen 🙏🙏🙏🙏

  • @bhekinkosiphilani
    @bhekinkosiphilani Рік тому

    Shembe unkulukulu ngomsebenzi wakho zonke izizwe zoze zibone

  • @khulanimzizi9428
    @khulanimzizi9428 5 років тому +3

    Abgisilo iNazaretha kodwa uShembe ngimubonile kweyami impilo. Uyigcwele Sidalwa sasemazulwini

  • @LindiweZulu-mf5hw
    @LindiweZulu-mf5hw 2 роки тому

    AMEN NKOSI YAMANAZARETHA

  • @janemotha7587
    @janemotha7587 6 років тому +4

    nazI izindaba eziphathekayo kunzima ingabe mina kungakhi engingakwenzi nengikwenzayo uze ungikhumbule nkosi yamakhosi

  • @mavundlabuhlebuyezab4317
    @mavundlabuhlebuyezab4317 6 років тому +3

    umkhulu shembe uyingcwele sizibona mihla namalanga izimangaliso zakho sokukhonza mihla yonke yokuphila kwethu

  • @sambulomzamoncube8432
    @sambulomzamoncube8432 6 років тому +4

    Ushembe unkulunkulu bangcwele

  • @MrZulu
    @MrZulu Рік тому

    Syabonga

  • @AllenCebekhulu-j4w
    @AllenCebekhulu-j4w 8 місяців тому

    Nkosi ngicela ungiphe ukukholwa nenhliziyo engoni ungene nkosi enganeni zami nase mndenini wase khaya ongaka boni kuthi wena ungubani

  • @nompumeleloprincess9799
    @nompumeleloprincess9799 3 роки тому

    Kwaze kwanzima Jehova...

  • @nompumeleloprincess9799
    @nompumeleloprincess9799 3 роки тому

    Mayeee kazi ngoba yini mina soji💔

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 2 роки тому

    Thina esakhula othisha bethu besifundisa ngezenkolo batshala imbewu. Umama lokhulumayo ungikhumbuza uthisha wezenkolo wathi yonke into oyenzayo iyabhalwa ezulwini. Sekungathi ngamunye ngamunye angazibuza ukuthi isihogo azakhela sona sobe sinjani. Ngamacellphone owhatsupp athuka abantu noma amakamelo anabantu abalele bembathwe ubuthongo bobuvila nokunye nokunye??

  • @zintomkhize1779
    @zintomkhize1779 2 роки тому

    Winnie Shongwe ukungazi kuyafana nokungaboni ngoba uyimpumputhe uShembe ulandelwa ama bilions weu wedwa awuboni ngani ukuthi uyimpumputhe udonsa ezinye impumputhe ungaphenduli ngoba siyazi thina uShembe ukhona emhlabeni nasezulwini amennn🙏

  • @thishakothishatv
    @thishakothishatv Рік тому

    NGICELA UKUPHILA EGAMENI LIKA SHEMBE, KUVULEKE NEZINTO ZAMI

  • @winnieshongwe7926
    @winnieshongwe7926 6 років тому +3

    Litsi libhaybheli ungab nabanye bo Nkulunkulu ngaphandle kwam,ungakhonti tithico nemfanekiso walutho,Amen!!!

    • @khanyamkhabela7981
      @khanyamkhabela7981 5 років тому

      Ibhayibheli alibhalangwa nguNkulunkulu Kodwa libhalwe ngabantu abafundile,Unkunkulu uhlala kumuntu njengo baba ushembe nabanye abathunyiwe nguThixo.

    • @senzogwala3912
      @senzogwala3912 5 років тому +1

      Ulazi kakhulu ibhayibheli okudlula ngisho abelungu awazi ngisho kwa israel kubo ka jesus thula

    • @0797360816
      @0797360816 4 роки тому

      Yazi ibhayibheli liyamgihla umthakathi zibuze ukuthi why?? ..

  • @bhekibhengu337
    @bhekibhengu337 5 років тому +1

    Ohhe sophenduka kanjani sinenhliziyo kunzima

  • @khululekilemayisela3016
    @khululekilemayisela3016 4 роки тому

    Shembe ngibheke ungithande mina y

  • @fortunatethembisilecele9981
    @fortunatethembisilecele9981 7 років тому +11

    Kungani shembe uzifihla kwabanye abantu ngoba lento yona ikhona nami bengiyingabaza ngoba angikhulanga ngayo

  • @ZithuleleDlamini-m8b
    @ZithuleleDlamini-m8b Рік тому

    Uze ungikhumbule nkosi

  • @sandilemakhaya7725
    @sandilemakhaya7725 7 років тому +40

    Mina anglona inazaretha kodwa ushembe ngmbonile empilwen yam ezintwen ezining ezinzima kakhul ngkhonza at Zion ushembe yisthunywa esamiselwa thina yindlu emnyama kunomama owayehlupheka engu mfelokaz wayehlala ethandaza ETH nkosi ngiphe icebo ngthole imali yokufaka abantwana eskolen ngbathengele neziphahla zeskole ekhuleka eze ekhale izinyembez ehlupheka kakhul but ngolunye usuku ebusuku elele waphupha kufika ndoda efake suits eblack yafika ngephupho kumfelokaz yath ksasa iya at fnb bank ngzokunikeza Mali uthengele abantwana lol umama akazange waya ngoba wayezitshela kuth iphupho nje myb becabanga kakhul ngosuku lwesibili labuya iphupho yabuya indoda yath ksasa vuka uye at fnb ume eduze nomnyango syohlangana lapho Ngkunike imali wa gcina eseya umama wafika wama at fnb bank emnyango wama yena umama wayezitshela kuth kzofika isgwili esithize sizofike simuphe imali but ithemba wayengenalo kwath ethu ubheka phezulu wabona phezulu kwehla isiqgoko esinyama sidilika phezulu sath bha phans wethuka umama sama ngokhakhayi phamb kwakhe sinemali wethuka kakhul sakhuluma sath mama thatha nayi Mali uyothengela abantwana wathula laphinda izwi lesiqgoko lath mama thatha imali abantu abanye abasibon bayazidlulela nje wayithatha umama imali sakhuphuka njalo isigqoko sayo sithela emafin lol nithin ke ngo shembe uthixo ushembe unkulunkulu

    • @bonginkosimabuza9701
      @bonginkosimabuza9701 5 років тому +1

      Sandile Makya

    • @sbongiseniengelbrecht6543
      @sbongiseniengelbrecht6543 4 роки тому +1

      Mina ngmenkinga yokphupha izinto zakwaShembe izbonakaliso eziyizo mangbuza kwabadala bakhona,mina ngiyiRoma

    • @mzilangwenkosi3533
      @mzilangwenkosi3533 2 роки тому +2

      UShembe uNkulunkulu uqobo lwakhe Shembe Nkosi yamaKhosi uze ungikhumbule nami Nkosi enamandla

  • @neliswaneliswa8751
    @neliswaneliswa8751 6 років тому +2

    Shembe is the way shembe uze ungikhumbule baba

  • @nasiphinyovela6093
    @nasiphinyovela6093 7 років тому +4

    Amen!!!!!

    • @buyibeauty7537
      @buyibeauty7537 6 років тому

      Nasiphi Nyovela .
      nongamthandi uyoze amthande

  • @jabunkambule8965
    @jabunkambule8965 6 років тому +2

    God is the only answer xem Bantu bakithi

    • @senzogwala3912
      @senzogwala3912 5 років тому +1

      U God isithixo nje esabazwa ama Greek ngokhuni engakafiki no moses emhlabeni awuyazi lento o khuluma ngayo thula

  • @masouparkkhozakhoza5859
    @masouparkkhozakhoza5859 2 роки тому +1

    ushembe uyindlela neqiniso

  • @vusimngomezulu1160
    @vusimngomezulu1160 3 роки тому

    Shembe nkosiyamakhosi

  • @nompumeleloprincess9799
    @nompumeleloprincess9799 3 роки тому

    Maye kazi ngba yini mina somi💔

  • @dumisanishabangu9615
    @dumisanishabangu9615 4 роки тому

    Love massage

  • @lindiwezulu8394
    @lindiwezulu8394 2 роки тому

    Ngaze ngakhumbula ugogo ozala ubaba.

  • @BandilePamana-hd5rk
    @BandilePamana-hd5rk 7 місяців тому

    Uze undikhumbule nkosi ndikholwe ngokweqiniso

  • @kittyemily4858
    @kittyemily4858 4 роки тому

    Nkosi yamakhosi uze ungikhumbule Nami nomdeni wami olele phansi othulini lomhlaba

  • @mlungisirichman1752
    @mlungisirichman1752 4 роки тому

    Ushembe uyinkosi

  • @siphiwesibiya5747
    @siphiwesibiya5747 8 років тому +2

    waze wawuNkulnkulu Shembe mhlabani

  • @skhumbuzomadiba7236
    @skhumbuzomadiba7236 7 років тому +3

    Jabula wena ongaboniyo umhlaba nengcebo yawo.

  • @sizenimnyandu246
    @sizenimnyandu246 2 роки тому

    Ameeeen

  • @khulihadebe6995
    @khulihadebe6995 5 років тому +3

    Onkosi yamingikhumbule

    • @thulidindi1888
      @thulidindi1888 5 років тому +1

      Uyingcwele nkosi yamakhosi Unyazi lwezulu Shembe uyindlela

  • @zandisenyikiza4879
    @zandisenyikiza4879 6 років тому +1

    Wengcwele amen

  • @gabimkhize8390
    @gabimkhize8390 7 років тому +1

    Amen

  • @maureentphakathi6295
    @maureentphakathi6295 4 роки тому

    👏👏👏👏👏👏👏

  • @phumzilenuh1199
    @phumzilenuh1199 8 років тому +7

    ungazenzeli onkulunkulu bakho

    • @njabulomakhoba3093
      @njabulomakhoba3093 7 років тому +2

      wena owakho uNkulunkulu ongesiThixo wafika kuwe wathini kuwe ngoba uqinisa nje ukuthi khona bakhonza iThixo. ngoba kwawena nje ulandela inzwabethi isThixo sakwelinye izwe, imisebenzi emihle eyenza slandele uShembe ayi isdumbu sakhe. umungamazi kuhle uthule uvale umlomo ayi ukhulume intongayazi nàlentoyishoyo umbhalo owucaphune ebhayibhelini awuyazi lentoyikhulumayo.

    • @lungimbona9582
      @lungimbona9582 7 років тому +1

      yebo kunjalo kodwa mna ngiyakuqonda ukuth USHEMBE yisthunywa sikaJEHOVA

    • @senzogwala3912
      @senzogwala3912 5 років тому +1

      Awumfuni owakho ufuna owabelungu lona abamfaka ngenduku kubantu imisebenzi nje eshoyo ukuthi unkulunkulu nangu umama owaye thandaza kunkulunkulu kwafika ushembe kuye akazange athi ushembe uthunyiwe unkulunkulu

    • @lee-angel4610
      @lee-angel4610 3 роки тому

      @@njabulomakhoba3093 u Thixo usezulwini akasiye wabamhlophe kuphela Kodwa ubusa izizwe zonke. Akayena umuntu

  • @laurencebuthelezi5506
    @laurencebuthelezi5506 2 роки тому

    .

  • @vuyokazizukulu3912
    @vuyokazizukulu3912 6 років тому +7

    Nongamthandi yoze amthande

  • @nokuphiwashenge2417
    @nokuphiwashenge2417 8 років тому +1

    Nokuphiwa

  • @londekambokazi1693
    @londekambokazi1693 2 роки тому +3

    Nkosi ngsemuncane kulendawo ngsemusha nkosi ngcela ungene enhlizweni yamingkholwe ngokweqiniso ngngathi ngyakholwa kanti ngkholwa ngokwa manga ngkukholwa bengkholwa ka masango kodwa ngokobizo sengkholwa kashembe ngaqala ngmuncane ngphupha ngang na 15 umunyaka ngaphupha ubaba engathi ufake ingubo yakashembe nebheshu wafaka ifodo lakashembe ephelele njena engathi khona umuntu engphosela esizibeni esikhulu engathingyakhala engphose lomntu kuqamuke into engathi ijuba elimhlophe lifike kimi lingbambe lingse endaweni enhle bese ethi inkosi ikubusise ushembe inkosi yamakhosi inkosi ibusise engkuzwile ameni

  • @sthembisomgenge9711
    @sthembisomgenge9711 8 років тому +2

    Ameeeeeeeeeeeeeen!!!!!!!!!

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 8 років тому

      Yini "amen" angithihla wena okhonza isiko.

    • @sthembisomgenge9711
      @sthembisomgenge9711 8 років тому

      Ngikhonza uShembe mina hhayi isiko

    • @buhlemhlongo7512
      @buhlemhlongo7512 7 років тому +2

      Sthembiso Mgenge uyomdinga ngelinye ilanga uShembe

    • @nompilonompilo9271
      @nompilonompilo9271 7 років тому

      Buhle Mhlongo nkulunkulu kashembe tinilento,? Yini dlala ngonkulunkulu hayin guys satana wandile ngok zonke cawa ziyatakata lomama lo qamba manga apa ,nkulunkulu mnye nguyehova qa

    • @njabulomakhoba3093
      @njabulomakhoba3093 7 років тому

      Nompilo uShembe wathunyelwa esizweni kaPhunga nomaGeba, nguye uJehova owamembatha wabikezelwa ukufika kwakhe njengabanye abaProfithi eThekwini kunendawo lapho kwawela khona inkanyezi eyayibikezela ukufika kukaShembe you can google it uma ungekho eThekwini uShembe ungumProfethi kaThixo imisebenzi yakhe eyenza sithi unguNkulunkulu ngoba enoNkulunkulu.

  • @NellieSibanda
    @NellieSibanda 8 років тому +1

    Ameeeeeen.

  • @thalentelucas7516
    @thalentelucas7516 8 років тому +1

    amen

    • @kamogelorachelmalatjie5405
      @kamogelorachelmalatjie5405 2 роки тому

      Emafodweni sibukeka njhe ngabadukile. That's why si lingwa ngisho Na Nini naa. Kambe siphila bangasa funi ngoNyazi lwe Zulu

  • @bhongomayisela8454
    @bhongomayisela8454 7 років тому +3

    Suka abaka baba masango bababaza yena nawe shembe yehla yesu

  • @aphilesimandla6947
    @aphilesimandla6947 6 років тому +1

    Hayi u worship sshembe now that's so wrong are u mad

  • @trucap6458
    @trucap6458 5 років тому +1

    Amanga odwaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa lawa

    • @siyabongamadiba6062
      @siyabongamadiba6062 4 роки тому +3

      shuthi nami mengingakuxoxel esami zoth nginamang min ngisayoni bt ngasizwa uNYAZI LWEZULU

    • @khekhelezinyosimakhekhe5919
      @khekhelezinyosimakhekhe5919 3 роки тому

      IQINISO ELIMSULWA LELI,KODWA LIVEZELWA ABAKHETHEKILEYO ABATHANDWE UJEHOVA

    • @TeaObsession
      @TeaObsession 4 місяці тому

      I am not a Nazareth or shembe but I believe it is true

  • @vusinhlapovusinhlapo560
    @vusinhlapovusinhlapo560 7 років тому +5

    yekelani ukukholwela emuntwini bantu bakithi nilahlekile ngalabothixo enizenzela bona pls bantu bakithi

    • @njabulomakhoba3093
      @njabulomakhoba3093 7 років тому +4

      Akenziwanga yithi uShembe wenziwa nguThixo isilandeli inyama yakhe yimisebenzi yakhe nezimangaliso ezenza simlandele, uma ngakini ekhona umuntu owake wakhulu nolwandle lamlalela lamuzwa, noma osukumisa izishosha ngezwi akhiphe namadimoni ngezwi, nothi ekwelinye izwe abizwe akhiphe abantu ezingozini zezimonto, nasemajele. nokhulula abantu emaphusheni awukufa belele, sitshele sobona ukuthi uShembe uyisiThixo noma uthwele ngiyalele nje mfe2 siyobona ngempela ukuthi ungumuntu ufana nabanye abantu.

    • @nompilonompilo9271
      @nompilonompilo9271 7 років тому +2

      Yhaa good kuluma qiniso ba anisebenzis bible which means ayonto katixo yehova nyan ngeka shembe leyo hayi konzan shembe ke wenu nifunda eyip ncwadi ke?

    • @nompilonompilo9271
      @nompilonompilo9271 7 років тому

      Ngutixo kashembe nt yehova urt ngokwenza different kwenzela Bantu bacacelwe ba

    • @sandilemvumelen2384
      @sandilemvumelen2384 6 років тому +2

      Ujesu wabe esilwane sini???

    • @djvee4080
      @djvee4080 6 років тому

      nompilo, ibible leli elifike nabe ziziwe? ungehluleli, ibible leli libhalwe uban ngob liya li editwa manje

  • @shemaneexpressdeliveriespt8869

    Amen

  • @neliswanyhila2853
    @neliswanyhila2853 2 роки тому

    Ameeen

  • @khumalosthabisobongumusa6833
    @khumalosthabisobongumusa6833 6 років тому +1

    amen