Last year he visited eSwatini early in the year; had opportunity to meet him; knelt down watsi ngifunani; I said promotion watsi inkhosi ikusite...got promoted last October...AMMMMMMMENNN
This is very interesting because it reflects on the question of whether some of us are actually from heaven and reincarnated. Inkosi yasho ukuthi uyamazi umazela ezulwini ngoba wayenaye. VERY INTERESTING 😮
Last year he visited eSwatini early in the year; had opportunity to meet him; knelt down watsi ngifunani; I said promotion watsi inkhosi ikusite...got promoted last October...AMMMMMMMENNN
🙏🙏🙏🙏
Sawbona bhuti/sisi ngicela ukuxhumana nawe uma ungenankinga
No stress
@@FaithfulNontokozo share your details so tt i contact you
Nkosi yamakhosi nami ngiyavuma ukuthi nguNKulunkulu uqobo lwakhe. Ngakubona kimi ngisezweni enikude, ngangingawazi ngowenyama kodwa ngiwazi ngoko moya ufika ngesibonakaliso mina ngangisit ngokhokho bani noma ngamakhehla akit. Mina ngibuya ezweni welikaMzilikazi kamaShobane eZimbabwe. Ayi iminingi imsebenzi oyeze kimi Nkosi. Bafowethu labo dadewethu imsg engiyishiya kini UShembe kakhethi Bala lomuntu ufuna mina nawe kuphela lo sizi lwakho. Syabonga Amen!
Nkosi shembe nyazi lwezulu uze ungikhumbule kulomngano engiwucelayo nokuthola kwam abantwana uze ungikhumbule nam shembe ngibathole lababantwana ngoba angazi ngiyoba yini nyazi lwezulu ngisize ngiyokukhonz kuze kube sekuphelen kwezinsuk zam uma ungaphendula lezizicelo zam baba Nyaz lwezulu
Iqiniso ukuthatha ngisho unezono ezingi akanendaba kuthi wenzen ushembe ungunkulunkulu umthobisi lona Eshowe
Amen Uyingcwele.
This is very interesting because it reflects on the question of whether some of us are actually from heaven and reincarnated. Inkosi yasho ukuthi uyamazi umazela ezulwini ngoba wayenaye. VERY INTERESTING 😮
Awuuuuuuu shembe ungasukikithi BABA Akekho Oyofana Nawe🤞💯❤️🙏
Shembe oyingcwele Nyazi Lwezulu simakade simi phambi kwakho siyacela ube khona kanye nathi...Amen.✋
nkosi yamakhosi ungikhumbile baba ungiphe nami ithemba ngithembele kuwe baba khona okushodayo baba engikucelayo NYAZI LWEZULU ngicela ukungakudaluli kodwa ngiyazi shembe uyakubona ngokomoya ngicela ungisize baba ungikhiphe osizini engibhekene nalo baba AMEN
O tle o nkgopole le nna le ba lelapa la ka🙏o matla unyazi Amen🤞
Wo Jehova umuntu ohlulwa noma usumnika ubufakazi obungaka usuke elukhuni nkosi uze ungikhumbule
Shembe is the way nami ngithi uNkulunkulu uNyazi Lwezulu kuningi asengezele khona empilwenii yami ngithi yena uNkulunkulu
Olwami unyazi. Uzunkhumbule Nkosi yamakhosi
Inkulu indaba isEbuhleni 🙌🏽🙌🏽🙌🏽
Mkhulu loTata ndisitsho nje andililo inazarethe kodwa umkhulu Nyazi lweZulu
NKULUNKULU woNKULUNKULU UNYAZILWEZULU NKosi yamaKHOSI, NKOSI ungikhumbule nami wangithanda ngisase swini sikaMame.
Syabonga Nkosi yamakhosi nami ngiyababaza ngawe imsebenzi yakho.
Ushembe unkulunkulu ameni
Yiyo leNkosi esaybona eyenza sasala ebuhleni... Anginamahloni ngoNyazilwezulu ngoba ngiybonele imisebenzi yalo yobuNkulunkulu. Angisakwazi nokulinda ukuhamba uhambo olungcwele , uNkulunkulu angigcine futhi angimeme emhlanganweni wakhe kugcwele. Amen. 100% UNyazilwezulu!!!
Mkhulu uShembe unkulunkulu uqobo lwakhe nabanye boze bambone ngyabacelela eNkosini enkulu uNyazi lwezulu
Nami baba nyazi lwezulu u ngikhumbule ngintandane mina sengithembele kuwe mangilahlwa nguwe ngyofana neze kulomhlaba
Ndlondlo Yomusa, Isilwane Sikamhlola......Shembe is the way.
thixo omkhulu wase buhleni bamanazareth Nyazilwezulu siyabonga baba uthando osithanda ngalo nkosi yamakhosi
It doesn’t matter who you are, when coming in contact with Shembe, you bow down! On your knees. By the way inzima indaba yaseZulwini!
🙏🙏 Amen, Uy'Ngcwele
Amen uyingcwele.
Ubaba U Nkwanyana wayehlushwa inkani nje sengaze afe nje inkani, Kanti u nenhlanhla lobaba angiyazi engaka.
Ngyajabula ngo 2019 ngimbonile ubaba uNkwanyana kwavele kwehla izinyembezi
Nkosi baba shembe nam uze ungikhumbulu ngyathanda kholwa kodwa akuvumi khona
Izidalwa zakaweminye imizi zinamandla ngempela
Ngithokoziswa ukuthi akekho oye wethuka uShembe namaNazaretha emva kwalobu bufakazi.. Nalabo abethe dislike bayoze bayithande lendaba.. UNyazi luyobakhumbulela inhlonipho abangalwethuka ngoba abanye bayadinwa mabezwa lezindaba... Amen
Ndiyaz ukuba abanye bethu baty izinto ezitshiwo ngoshembe izinto ezingekhoyo mna inkosi yamakhosi ingezele izinto endingeke ndikwazi ukuzichaza ushembe uyinkosi yamakhosi amen
Ushembeuyangithanda mina kakhulufuthi inkingayami akuvumingiyesabatheni shembengisize
Shembe unguNkulunkulu nongamthandi uyoze mthande
Shembe uzeubenami nyazilwezulu nguwenawedwa ihawulami lokuvika futhi ngingumoni babawami
Angazisengilalele kangaki lendaba ngithe mangimbona entabeni sixoxa zagobhoza kimi eCanan
Nguyeyedwa owehla emazulwini wazoba umuntu ebantwini
Ahhhhh.....ongalibonanga uNyazi akambonanga uthixo..........
Sanibona ngiyafisa ukuya enkosini manje ngizobe ngiqala nqa anginayo ingubo emhlophe ngiyafisa ukuyiqoka endlini yami la engiqashe khona ngizidlalela izingoma zasezulwini nezingane zami manje ngafika kanjani enkosini
Mkhulu uShembe uNyazilwezulu
SHEMBE Nkosi yezulu nomhlaba ngicela ungikhumbule nam Thixo
Inkulu indaba ka shembe
Kuhlasimula umzimba mmmm skhumbule nkosi
Thalente Ngobese Hhhe ngithi yimina ngedwa engihlasimulelwa umzimba ai uShembe uThixo ophelele uNyazi hhhawu kodwa Shembe lobuhle obungaka
Uze ungikhumbule nkosi yamakhosi ungawushiyi umndeni wam
Yaz kucweba izinyembez ma uzwa ubunkulunkulu buka shembe
Shembe uze ukhumbule nyazi lwezulu
UShembe kukude lapho esuka khona
Sanbonani bantwana benkosi ngisacela ono part2 wale ntshumayelo angiphe phela
uNkulunkulu wethu amen
Inkosi ibusise bonke abantu abathanda inkosi yasekuphakameni
Amen baba
uNyazi lwezulu ungkhumbule ungbheke imihlayonke baba
Ngphekonke Nyazilwami njengoNkwanyane owamupha impilo
UyiNgcwele wena wedwa Shembe.
Yaze yangiphilisa lenkonzo booo ngiyabonga.
nkosi yomisa ngikhumbule nami uyabatshazwa agumbi omane omhlaba nginosizi sengize nokukholwa kuyancopha nkosi yomusa Nyazilwezulu ngikhumbule nami ngyawdinga lowmsawakho
Olwethu UNYAZI
100%
Nkosi uyesabeka
UShembe uSmakade
AMEN
🎉❤Amen🙏
Mhla waba senkingeni ubombiza uShembe ubone kuzokwenzakalani.uShembe uNkulunkulu.
Ayi LoShembe winkinga
kunjalo nyaz lwezulu
iyip le channel or radio station
Awesome i Cora fm .. 104 Empangeni community radio station
Amen
Awesome ichora
zonke izizwe zombona
50:00
Lesihlabelo esiku 45:50 singunambabani izihlabelelweni
Nami ngicela lesihlabelelo
233 Verse 4
233 Verse 4
😢
nkosi yamakhosi ungikhumbile baba ungiphe nami ithemba ngithembele kuwe baba khona okushodayo baba engikucelayo NYAZI LWEZULU ngicela ukungakudaluli kodwa ngiyazi shembe uyakubona ngokomoya ngicela ungisize baba ungikhiphe osizini engibhekene nalo baba AMEN
Nkosi uyesabeka