Part 1: Ukhozi FM Presenters and their salaries // Tshatha // Dudu // Mroza // Mzokoloko // Nongcebo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 23 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 108

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 2 роки тому +7

    Yah oKhozini kuyaholwa okdlula wonke ama radio stations akhona e SA, This is why kulokhu kubhlungu ku Ngizwe ukuxoshwa kwakhe

  • @zeesa7639
    @zeesa7639 2 роки тому +4

    How do you put uLady D no Tshata as if they share the same years of experience,,,you need to respect Lady D she is a legend

  • @rosezuma382
    @rosezuma382 3 роки тому

    Syabonga Mr Phungula nam ngifisa kosebenza khona

  • @bekezelawilliams2640
    @bekezelawilliams2640 4 роки тому +11

    Mhlampe uNgizwe Mchunu will tell us one day, how much he was getting paid😂

  • @mcsiemtetua1037
    @mcsiemtetua1037 4 роки тому +5

    Aii kufanele noNgizwe asangane uma bebulala imali engaka

  • @ZWIDEMEDIA
    @ZWIDEMEDIA 4 роки тому +1

    Kuphuka Somdakadaka 🔥🔥💯

  • @NongomaTV
    @NongomaTV 4 роки тому +2

    Siya bonga MR Phungula .

  • @sibongilemlambo798
    @sibongilemlambo798 2 роки тому +1

    Hmmmm kubaluleke ngani ngazi ukuthi iholo lomuntu lu confidential kuzoze kwenziwe ucwaningo ngobani

  • @sicelobiyela3834
    @sicelobiyela3834 4 роки тому

    Knowledge is power Dawud Phungula

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 4 місяці тому

    Uluthathephi lolucwaningo mfowami?

  • @sthembisongcobo7447
    @sthembisongcobo7447 4 роки тому +1

    Ay cha bayikha ngama halavu ngqinsile😄

  • @hloniphilerthwala9471
    @hloniphilerthwala9471 3 роки тому +2

    Jesu bayahola fanele ungizwe akhale kangaka Mara shuthi beka nga save imali njengoba engakwazanga even to pull out 1 year nje ngaphandle kwe salary😒😒😒it's sad nje

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 2 роки тому

    Asbonge👏

  • @dollykhumalo1501
    @dollykhumalo1501 4 роки тому +2

    😱😱😱😱😱Jeso bayahola abanye abantu

  • @smisohsmile9440
    @smisohsmile9440 4 роки тому +4

    U Ngizwe Mchunu one day will tell use I swear😂😂😂😂

    • @kamazondo3878
      @kamazondo3878 4 роки тому

      Ngoku sanganela uTshatha kwakhe uzowa khipha ama pay abo..akaqale enze imali engcono la ekhona uzowa bhovuza

  • @sabeloaction736
    @sabeloaction736 4 роки тому +1

    Yey bayafa imali omama Khoza

  • @celiwetshezi4587
    @celiwetshezi4587 2 роки тому

    Wow uMam D Khoza ndikhumbula ndisafunda esakaza kamnandi ndisho nangoku usayibambile u my sister sisphiwo sakhe esi makayekwe ubizelwe Ku lento

  • @gifttman3680
    @gifttman3680 4 роки тому +2

    Hawu Dawud wagena phaketheni labasakazi

  • @sicelobiyela3834
    @sicelobiyela3834 4 роки тому +1

    Wazalwa embethe uTshatha

  • @itumelengpholo5918
    @itumelengpholo5918 2 роки тому

    Can we get the yfm presenter estimation salary pls

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 4 роки тому +3

    ngeke ube isphukuphuku njengo muntu omnyama lomfans waka phunguls uyasho ukuthi akanaso isqiniseko uyangathekisa kodwa seniyamgxekaa ingakho ngithandela izinja zami zokuzingela zincono kabi kunomuntu nokulalela zyakwazi zona mangithi phezulu ayigibele emotweni iyagibela ayiloku ibuza kuthi why

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      Bafo abantu abalaleli, angazi noma ngikhuluma isiShayina yini, abanye ungathola ukuthi bajombile Bajaha ukuyozwa izimali bangezwa ukuthi lezi zimali ngiqhmuke nazo kanjani . Umuntu bafo uyohlezi engumuntu..

    • @manqobadlamini5397
      @manqobadlamini5397 4 роки тому

      ai abantu abaneliseki uthatha iskhathi sakho ukuhlanganisa ukuthi kwenzakalani ezweni kodwa sekmele uthukwee

    • @kamazondo3878
      @kamazondo3878 4 роки тому +1

      UDaki uyohlala eyi coca cola too much acid uyabhodlisana

  • @sicelobiyela3834
    @sicelobiyela3834 4 роки тому +1

    Yingakho uSABC ubuye ufune ukudiliza abasebenzi. Bamosha imali kakhulu ngemiholo emikhulu yezisebenzi. Awekho yini amasponser axhasa abanye abasakazi ngezimali?

    • @kamazondo3878
      @kamazondo3878 4 роки тому +1

      Wasting money paying top dogs who are failing the corporation yet bafuna ukudiliza abasebenzi abaphansi abangeke bakwazi ukuthola omunye umsebenzi kalula

    • @sicelobiyela3834
      @sicelobiyela3834 4 роки тому +1

      KamaZondo inkinga ukuthi siphethwe abantu abangekho qualified kule misebenzi abayisebenzayo futhi abanendaba nabanye abantu

  • @philasandesinkosi6966
    @philasandesinkosi6966 4 роки тому

    Ayi bayayibilal imali ngiyambongela utshatha

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      Ibuthwa ngama hhalavu imali ka SABC Bafo...

  • @khethodludla7588
    @khethodludla7588 4 роки тому +1

    Sisacela nisitshela ngabafunda izindaba ukuthi bahola malini bona

  • @fixthecountry8908
    @fixthecountry8908 4 роки тому

    Ncono ngoba uyasho ukuthi uyacabanga,I opinon yakho.amanga lawa,kuksizaphi lokhu wena

  • @mncedisiphylexbuthelezi3327
    @mncedisiphylexbuthelezi3327 2 роки тому

    imali engaka ngenyanga for ukusakaza 3 hours ngosuku 🙄🙄🙄?

  • @bhekimsani8940
    @bhekimsani8940 4 роки тому

    uyazi noma uyasola

  • @muzzikhumalo1466
    @muzzikhumalo1466 11 місяців тому

    Ngyabonga ukungazisa ngoba bengihlala ngibuza ukuthi bahola malini labasakazu, so ngyajabula uyibeke kahle, ngokwenyaka

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 4 роки тому +1

    Awu Somdakadaka khuphuka King Langabi🤣🤣🤣

  • @ngidithandi5066
    @ngidithandi5066 4 роки тому

    Bayayimba ngamafosholo

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 роки тому

    Silyabonga

  • @user-rk5ys2rx6u
    @user-rk5ys2rx6u 2 місяці тому

    No ngizwe umbon esangana nje wasangana exoshwa akakholwanga

  • @kabiyelavisuals7740
    @kabiyelavisuals7740 4 роки тому +9

    Where did u find this bro😂

  • @sbongilemsomi2156
    @sbongilemsomi2156 4 роки тому +1

    Kodwa angake angiqashe oyedwa wabo nj mgimenzele itiye njalo melfuna

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 4 роки тому

    Cha I want to do my research bafo I'm not sure about this

  • @sifisotwalamedia
    @sifisotwalamedia 3 роки тому

    Badla kusale emsakazweni. Yebo bayayi deserva lemali. Manje yingakho neSABC ingasanamali. Kusho ukuthi iningi ephumayo, incane engenayo. Babamba i lotto every month

  • @dingdong9638
    @dingdong9638 4 роки тому

    Mmm badla kahle abasa kazi bo

  • @ndlovukazi5977
    @ndlovukazi5977 3 роки тому

    Haibo kanti kurholwa kangaka

  • @mzwandilesithole5697
    @mzwandilesithole5697 4 роки тому

    Otshatha ngoba beshaya amaML 63 nje kuafanele

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 4 роки тому +2

    Sgqemeza no Sbu Buthelezi obakhohliwe bhuti, kodwa nawe siyafisa ukukuzwa khona kulemisakazo emikhulu uma ithuba livela King Langabi

  • @ntombiendlovu4648
    @ntombiendlovu4648 4 роки тому

    Ayikho lendaba imali engaka for ukusakaza

  • @snethembashangase9
    @snethembashangase9 4 роки тому +1

    Ngavele ngahalela ukuba umsakazi lool

  • @hopewellmolefe8228
    @hopewellmolefe8228 4 роки тому +4

    Cha bayikha ngama hhalavu! siyabonga mfo ngocwaningo lakho

  • @cebisilezenzile7193
    @cebisilezenzile7193 4 роки тому

    Mmmmmh bayafa imali abasakazi

  • @sfisosk1311
    @sfisosk1311 Рік тому

    Ekubeni basenza 3 hours a day not 8 or 12 hours bethu 😢😢.

  • @glenzitoncube
    @glenzitoncube Рік тому

    Amanga not ngehora per shoe

  • @nokuphilamchunu7944
    @nokuphilamchunu7944 4 роки тому

    Aibo babomvu abasakazi😍

  • @wisemanmondli7317
    @wisemanmondli7317 4 роки тому

    Yahlanya wena phungula

  • @zothanizondi8579
    @zothanizondi8579 4 роки тому

    Namang wen

  • @mabuhmkhwanazi9602
    @mabuhmkhwanazi9602 3 роки тому

    ,,😆😆ayikhoke lenq

  • @khanyi653
    @khanyi653 4 роки тому +1

    Impilo ibuzwa kibo ...kodwa hayi kufanele bayasebenza boo..

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      Bayasebenza sterek, Yibona abenza uKhozi lube nabalaleli abantu abaningi

  • @phumelelethembie1762
    @phumelelethembie1762 4 роки тому

    Zigwili kanti haa niskhumbule bo😂oNjinji ke

  • @lungeloluyanda4339
    @lungeloluyanda4339 2 роки тому

    Mxm unamanga

  • @sifisomkize7952
    @sifisomkize7952 4 роки тому

    Bayayibulal imali booo🤔

  • @mnothitrusted1776
    @mnothitrusted1776 4 роки тому

    Monthly payment?

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому +1

      Yes monthly payment Mnothi

    • @Zwe24167
      @Zwe24167 4 роки тому

      @@DawudTVza impossible bro , monthly? never , think about it

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому +2

      Enza Ama Calculations bafo. Ama Commercial Afana noKaya FM, East Coast etc. Akhokha from R600 Per hour (Uma usaqala noma ushaya Ama show asebusuku) .. LA Ngikhuluma ngemisakazo eno 1 million listeners.. So do you think SABC Presenters could be watching the same amount as the stations above? No.. But more.. We are talking about 7 million listeners right here...

  • @ntandosangweni5094
    @ntandosangweni5094 4 роки тому +1

    😳🙆🏾‍♂️

  • @siyabulelabooi9649
    @siyabulelabooi9649 4 роки тому +7

    Your Research Sucks Bro Nawe Yayibona Lento Ayikho Realistic

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому +1

      Thank you so much, are you in the radio industry? Do you know how much do commercial radio stations pay? This is radio baba these people get paid a lot of money. Kwi Commercial presenters get paid from R400 per hour .

  • @amosmtshweni1635
    @amosmtshweni1635 4 роки тому

    Highly impossible below 30000 a month

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      Even commercial Radio station presenters abakhokhelwa leyomalo.

    • @kamazondo3878
      @kamazondo3878 4 роки тому

      Amanye ama shows awafaki mali etheni so kudepender ngokuthi ishow yakho ispinner malini

  • @MsimangoNews
    @MsimangoNews 4 роки тому

    I understand your source and angikusoli bafo. Umsakazi ngeke ahole njengomdlali we Kaizer chiefs. Ngalokho nje the estimation is too high

    • @sabelombambo8609
      @sabelombambo8609 4 роки тому +1

      YenZa eyakho skhulu sami I research these estimation are correct n you heard him saying estimation

    • @MsimangoNews
      @MsimangoNews 4 роки тому

      @@sabelombambo8609 ukhona osebenza khona engimjwayele ngiyazi uhola malini, angimsoli ubafo njengoba ngishilo these are estimations .

    • @sabelombambo8609
      @sabelombambo8609 4 роки тому

      No problem chief but do you agree with his estimation or dis agree with them because like I said thier salaries dever based on their slot so the which you kno his he working for sabc or prime media?

    • @luckymasina8201
      @luckymasina8201 4 роки тому

      Wathi u Junior Kanye benoVilakazi kuholwa kancane kulama teams amakhulu, ayikho leyonto yokuthi bayikha ngamahalavu

    • @mbuyiselophiliso5217
      @mbuyiselophiliso5217 3 роки тому

      @@luckymasina8201 all based on your contract that u signed bafo which also includes some insetives like if u did score a goal u will get some amount

  • @smiloafrica7584
    @smiloafrica7584 4 роки тому

    Kuth nge hour wenza Malin ukutholeph khona angkholwa Mina kuth basakazi bengahola Mali ngaka

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      www.google.com/amp/s/www.sowetanlive.co.za/amp/sundayworld/news/2019-03-17-top-djs-may-earn-less-as-sabc-mulls-hourly-rate-cut/

    • @kamazondo3878
      @kamazondo3878 4 роки тому

      Average Radio show Host Hourly Pay in South Africa R205.23.Hosts like Dj Fresh R3600 per hour Glen Lewis R3500 Robert Marawa was R7000 nge Hour

  • @vuyokazitbohs5707
    @vuyokazitbohs5707 4 роки тому

    Njinji Bo noBheka awucwaninge booo

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      Ungakhathazeki uyeza uPart 2

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 4 роки тому

    Ngaschitha iskhathi sami ngoqagela ngphetheni.Uyaqagela wena amampunge yonke lento yakho.Ngicabanga ngicabanga my foot.

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  4 роки тому

      Hahahaha manje yini ekudinayo wena mfo?

    • @dumisaninxumalo7574
      @dumisaninxumalo7574 4 роки тому

      @@DawudTVza ishloko sakho sinenkohliso ngoba uthi ...Part 1: Ukhozi FM Presenters and their salaries // Tshatha // Dudu // Mroza // Mzokoloko // Nongcebo.Utshelile ngo Robert Marawa no Fresh no Glen Lewis ukuthi bathola malini kodwa mase kfika kulaba okfanele ukhulume ngabo uthi "Kungenzeka noma ngicabanga ukuthi uhola..."...uyahlawmbusela nami ngingayenza leyonto....Guesswork.

  • @makhosonkeshenge4186
    @makhosonkeshenge4186 4 роки тому

    This will never be real Bro usenza izingane straight nje wena ayikho lento research yakho inamanga phakathi

  • @sandilebyjordan
    @sandilebyjordan 2 роки тому

    Kant uyaqagela 😒😤

  • @Mrs.A.Billie
    @Mrs.A.Billie 4 роки тому

    Bodlula nePolitics😂🤣

  • @godsfavourite6134
    @godsfavourite6134 4 роки тому +1

    Mhhh people abahola that much usually drives very expensive cars and bahlala kuma suburbs avuthayo, some of these guys live in ordinary places bafo ai angikholwa. No offence

  • @ntlakaniphongwane3802
    @ntlakaniphongwane3802 4 роки тому

    No bra..

  • @Mrs.A.Billie
    @Mrs.A.Billie 4 роки тому +1

    Liar🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣