Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
ngyabonga bantu abadala ngaze ngafunda lukhulu kiningingumlajwana mina ngibhethwe abokhokho futh ngibusisekile ngivikelekile kakhulu 😊
Yey mekukhona uMkhulu Mlaba ihleze inamandla inkulumo iphiwe lendoda, ikhuluma into enomqondo
Ungeva ma ekuhlola ngiyayivuma iphiwe nyani lendoda
Ey lesihloko Mbanjwa 😥. Siyabonga naku mkhulu MlabaDankie Mpunga
Manje Mpunga, manenza inhlambuluko, wenza kanjani ukuthi sonke sibe moya munye, ngoba abantu abayi nganxanye bengemanzi, okwesibili ilashwa kanjani inhliziyo elukhuni
Ncono ingenziwa Ndabezitha uma kukhona osabophe inhliziyo.
Thokozani Mkhulu yaze yangihlaba umxwele lendaba ngiyabonga izimfundiso zenu ziyasakha ngoba kuningi esingakwazi
Amen mkhulu siyabonga ngokusivuselela kwisintu sethu
Lesisihloko singena sithi khaxa kimi. Ngenza okuthile emavikini edlule;ngathi ngilele uShembe wangitshengisa into eyihlazo engingekwazi ukuyichaza lapha ngomndeni wakobaba. Ngakhala inhliziyo yami ibuhlungu esibonakalisweni;kwavele nyanga thizeni yathi kufanele ngiyobahlambulula kuShembe.
Kunzima ngoba mina ngyazi kmele kube nenhlambuluko eyenziwayo ekhaya ngenxa yamaphupho engiba nawo kodwa inkinga kuningi esngakwazi okwenzeka lapho akusenabantu abadala esingathola kubo konke okwenzeka, manje ziyime emthumeni kithina.
Amen oweslisa yn okumele, akwenze njengoyise wengani
Kodwa Mpunga yesintu nomkhulu uMlaba nayithinta inkinga engibhekene nayo. Dankie banewethu uMdali anigcine.
Yhooo mkhulu....waze wangibusisa ngiyabonga kakhulu.....ngiyabingelela Mpunga
Ngicela okwamukelwa ngimusha.Ngicela ukwazi ukuthi uma kukhona womndeni ongahambisani nabafuna ukwenza inhlambululo umphumela uzobanjani
Thokozani Mkhulu yaze yangihlaba u
Ngiyabonga mina ngingu mama ngathola izingane omunye washona umntu wangitholisa lezngane wazphika kumanje kthiwa usenkingeni ngoba waphika manje angazingingenza njani
Yooo inzima le yanamhlanje...Asbonge kakhulu ngolwazi...
Inzima kodwa Uma ingenziwa akulungi.imindeni eminingi ivaleleke emgodini kushoda nje inhlambuluko.uyazi ukuthi kunabantu abake bebophisane umuntu ahlale ejele uthole ukuth akenzanga lutho ngebhadi azibulale.umphefumlo walowomuntu ukulabo abambophisa engonanga.ingena laphoke inhlambuluko.nokunye ke kuningi nje
Ewu Mlaba wayicacisa kahle ijulile indaba yenhlambulungu, ngiyaludinga nami usizo,zilikhuni izinto zomndeni.
Impuungaa!!
👏🏽👏🏽👏🏽Camagu
Ngiyayidinga lena ncwadi ingabe ngingayithola kuphi kanjani ngiseswazini ngiyabonga.
Amen👏👏
Siyabingelela ekhaya. Mkhulu nengisaca ukubuza, ngihlezi ngiphupha kuthiwa asenze intlambuluko ekhaya, kodwa Uma ngibatshela abasaphilayo abafuni ukuba yinxenye yayo manje ngingakhona na ukuyenza ngedwa njengoba ifuna umndeni wonke njengokusho kwamaphupho. Ngingakwenza kanjani mkhulu? Ngiyabonga
Yoh yah neh mkhulu wakhuluma into eliqiniso
Wow
Yazi nayibeka kwavele kwacaca wonke amaphupho esengake ngawaphupha kwacaca bha ngyabonga kakhulu lusukile ulwembu
Thokoza mkhulu, ngithi ake ngibuze ukhona yini omthembayo osebenzela eStanger ongumthandazi ngihlushwa isithunywa kubi kubi
Ngikhala nje nge theme song yale channel. itholakala kuphi? 🙏🏾🔥🥹
Hey uXimba 😂😂🙌🏽
Impungaaaa!
Ngiyengibe namaphupho amabi ngibone izinyoka namathuna
Umfana wami unenkinga enjalo intombazane yask ipha isisu kuthe esethola umshando lutho ukuthola abantwana emshandweni kwaze wafuna umfana wami wamtshela ukthi waphuma isisu akaze amtshele ekuqaleni usesho ngoba sekubhenda emshandweni nathi momama kokunye siyona ngokufuna amabhondwe anconsayo yikho kunje
INHLAMBULUKO... yanzima into, ngizokwazi ngani? Okanye ngizobona ngani, ukuthi muntu ekumele senze naye inhlambuluko ubophe inhliziyo?
Zikhona ngempela izinyanga zamanga ezikhuluma zigeqe kodwa uma isikusebenza ibize enkulu imali kodwa umphumela ungabonakali. Uma usubuyela kuyo ikutshele ukuthi ngisazozama ngenye indlela uzobonakala umehluko, dololo. Yahamba kanjalo ke eyami imali inyanga yangishiya nenhlupheko eyedlulele.
Ngiyabonga ngengikuzwayo mina ngichithekelwe yizisu kathathu ngagezwa Kodwa ngizwa ubaba ximba ekhuluma ngebengingakaze ngizwe akwenziwanga ukususwa kwabo. Kwenziwa kanjani lokho
ngyabonga bantu abadala ngaze ngafunda lukhulu kini
ngingumlajwana mina ngibhethwe abokhokho futh ngibusisekile ngivikelekile kakhulu 😊
Yey mekukhona uMkhulu Mlaba ihleze inamandla inkulumo iphiwe lendoda, ikhuluma into enomqondo
Ungeva ma ekuhlola ngiyayivuma iphiwe nyani lendoda
Ey lesihloko Mbanjwa 😥. Siyabonga naku mkhulu Mlaba
Dankie Mpunga
Manje Mpunga, manenza inhlambuluko, wenza kanjani ukuthi sonke sibe moya munye, ngoba abantu abayi nganxanye bengemanzi, okwesibili ilashwa kanjani inhliziyo elukhuni
Ncono ingenziwa Ndabezitha uma kukhona osabophe inhliziyo.
Thokozani Mkhulu yaze yangihlaba umxwele lendaba ngiyabonga izimfundiso zenu ziyasakha ngoba kuningi esingakwazi
Amen mkhulu siyabonga ngokusivuselela kwisintu sethu
Lesisihloko singena sithi khaxa kimi. Ngenza okuthile emavikini edlule;ngathi ngilele uShembe wangitshengisa into eyihlazo engingekwazi ukuyichaza lapha ngomndeni wakobaba. Ngakhala inhliziyo yami ibuhlungu esibonakalisweni;kwavele nyanga thizeni yathi kufanele ngiyobahlambulula kuShembe.
Kunzima ngoba mina ngyazi kmele kube nenhlambuluko eyenziwayo ekhaya ngenxa yamaphupho engiba nawo kodwa inkinga kuningi esngakwazi okwenzeka lapho akusenabantu abadala esingathola kubo konke okwenzeka, manje ziyime emthumeni kithina.
Amen oweslisa yn okumele, akwenze njengoyise wengani
Kodwa Mpunga yesintu nomkhulu uMlaba nayithinta inkinga engibhekene nayo. Dankie banewethu uMdali anigcine.
Yhooo mkhulu....waze wangibusisa ngiyabonga kakhulu.....ngiyabingelela Mpunga
Ngicela okwamukelwa ngimusha.Ngicela ukwazi ukuthi uma kukhona womndeni ongahambisani nabafuna ukwenza inhlambululo umphumela uzobanjani
Thokozani Mkhulu yaze yangihlaba u
Ngiyabonga mina ngingu mama ngathola izingane omunye washona umntu wangitholisa lezngane wazphika kumanje kthiwa usenkingeni ngoba waphika manje angazingingenza njani
Yooo inzima le yanamhlanje...
Asbonge kakhulu ngolwazi...