Umphathi ungifuna ucansi wangifaka nolimi sisebenza

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 223

  • @sekopaul9253
    @sekopaul9253 4 місяці тому +42

    Qhubekani nihlukumeze izingane zabantu ngoba zihluphekile nizokuvuna lokho enikutshalayo fut kabuhlungu Nasi! 🤞🏻🤞🏻

    • @VincentMbatha
      @VincentMbatha 4 місяці тому +1

      Kunzima odadebethu bathwele kanzima

    • @KVKLive
      @KVKLive 4 місяці тому

      Kwangathi bangasheshe bavune laba bathakashana!

    • @batshelezondo4070
      @batshelezondo4070 20 днів тому

  • @Mhlonishwa-c9q
    @Mhlonishwa-c9q 4 місяці тому +33

    Yoh waze wamuhle uSisi❤❤

    • @NomfundoSimelane-ug2ym
      @NomfundoSimelane-ug2ym 2 місяці тому

      Kakhulu ubuhle bendalo

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q 2 місяці тому

      @@NomfundoSimelane-ug2ym Impela, nesimilo sakhe nje ngisishayela izandla ngoba bayahlupha abanye bathi bengaba bahle kanje bese behlulwa yzimilo bahambe bezishaya izifuba "proud of themselves " ngokuchitha imizi yabantu. Kanti usisi akanjalo yena kepha uqala ngokuzithanda yena kuqala nanokuthi nje uyakuqonda ukubaluleka kwesimilo empilweni yakhe as umuntu wesifazane ngale kokudukiswa ubuhle bakhe Syabonga Sisi basangeka abantu abanjengawe kulomhlaba omagade ahlabayo.

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 4 місяці тому +8

    Mroza ake isukumelwe ngempela naphambi kokuba lesisihlava semimoya emibi ehlukumeza amalungelo abesifazane ezindaweni zokusebenza, makuthathwe isinyathelo eziqinile ngabesilisa abenza loluhlobo lokuhlukumeza.
    Regards Pr C G P Mhlongo Hashi Elimhlophe Qwa

  • @mfokamkhonde6564
    @mfokamkhonde6564 4 місяці тому +5

    Yingakho ngingakhululekile ngokusebenza komfazi.Amadoda aphethe izinkampani izinja namahamuncwa nje.Umuntu ubhizi unyonyobela abafazi bethu yerrrr!

  • @SnothileMdlalose
    @SnothileMdlalose 4 місяці тому +15

    Story sakho nesam syafana kodwa Mina area manager yagcina engiyisa kwenyindawo lapho vele sasingasakhulumisan nomphathi wam ngiba nganginqaba nocansi sithwele kanzima emsebenzin🥲

  • @DuduzileMdhluli
    @DuduzileMdhluli 2 місяці тому +1

    Salute kuwe cc indawo yakho uyayazi mbokodo engikuthandile ukuthi azange akuzuze ✊🏻✊🏻

  • @BabhideRamncwana
    @BabhideRamncwana 4 місяці тому +5

    Sisi wenze a good decision by exposing lenja ungayibizi ngegama nje nalendawo almost zonke imanagers zisuke zabhanxa

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 4 місяці тому +1

    Cha mina owami umbono yisenzo esibi esenziwa umphathi wesitolo esebenzisa ubukhundla okanye isikhundla sakhe sokufeza izinkanuko zake, zokuhlukumeza abesifazane, yenkohlakalo yodwa eyinziwa yilabaphathi bobabili.
    Kumele amalungelo abesifazane ezindaweni zokusebenza kumele kubekhona indlela abangavikeleka ngayo.
    Regards Pr C G P Mhlongo

  • @mapasekaclara4689
    @mapasekaclara4689 3 місяці тому +1

    Ngi kuzwile emsakazweni nana ( ngiyazicenya ngawe ntombiym ukube zonke izingàne zethu zamantombazane zenza nje ngawe ngabe lezinja zabaphathi azisekho zigcine mntanami uzigcinele umuntu omthandayo not 4 umsebenzi love you mugirl mwaaa bubu

  • @nathanielncube7593
    @nathanielncube7593 4 місяці тому +11

    I respect this women ❤

    • @madodasiyabuyela9369
      @madodasiyabuyela9369 3 місяці тому +1

      @@nathanielncube7593 this is the only woman we have in this country.

    • @gixoupa4898
      @gixoupa4898 3 місяці тому

      ​@@madodasiyabuyela9369 I agree😂😂😂

    • @nathanielncube7593
      @nathanielncube7593 3 місяці тому

      @@madodasiyabuyela9369 100% correct 😂😂😂

  • @ThatheniShozi
    @ThatheniShozi 4 місяці тому +18

    Kungani abaphathi bethu beqasha abokuhamba babenze mamananger ezweni lethu

  • @sthembisopenwell6591
    @sthembisopenwell6591 4 місяці тому +4

    Uphole sesi bayedelela abantu emnyango mina ngamfokofisa ngase ngiphuma kanje ngoba vele esiceba kubo kuyenzeka babe abangani nabahlukumezi.

  • @muziyandamavundla
    @muziyandamavundla 4 місяці тому +13

    Hayi uyazazi ubuwena bakho mama I'm proud of you

    • @MichelleMoya-xt9pl
      @MichelleMoya-xt9pl 2 місяці тому

      No buthi kukabili umuntu uthunywa ngabantu abafuna I position yenduna

    • @muziyandamavundla
      @muziyandamavundla 2 місяці тому

      @@MichelleMoya-xt9pl kuyagudlulwana okwe politics

  • @PrincessThembelihleMahlaba
    @PrincessThembelihleMahlaba 4 місяці тому +9

    Cha impela sibaningi esidlule kulenkinga mina 2018 ngaxoshwa Store Maneger sase Spar Hammarsdale junction mall ngoba nganqaba ukulala naso so angibanga nandaba coz ngangingeke ngikwazi kulala naye ngoba wayebamela Receiveng asho ukutho lowamlala ngadate ethize 😢😢😢😢😢

    • @MalusiTv
      @MalusiTv  4 місяці тому

      Sorry ukuzwa lezo ndaba ezibuhlungu kangaka ❤️

    • @smallfuyane
      @smallfuyane 4 місяці тому

      My sister go straight to the police station

    • @laphili
      @laphili 4 місяці тому

      Kodw mntase 🇿🇦💔

    • @NomzamoNdlela-r6p
      @NomzamoNdlela-r6p 4 місяці тому

      Nxese cc phephisa ibuhlungu indaba yakho gal

  • @Eugene-kv9ri
    @Eugene-kv9ri 3 місяці тому +12

    There is always two stories 😊

    • @ThembaJiyane-ik5lr
      @ThembaJiyane-ik5lr 2 місяці тому +1

      If I may ask, do you hv that side that can defeat the recording?

  • @solomuzizwelabo9727
    @solomuzizwelabo9727 4 місяці тому +3

    ❤❤ ngithanda ukuba strong kwalosisi omuhle and ukube omunye umuntu ngabe uyakhala
    Ngaze ngamthanda nobuhle bakhe ustrong😢

  • @sthembilezwane7575
    @sthembilezwane7575 4 місяці тому +2

    Ayibo Nami sisi ngahlukumezeka emsebenzini ngihlukunyezwa umphathi omusha owaye qashwe yi company engayisebe 12:42 nzela for 8 years. Yeyi ngaze ngagula ngaba ne depression. Okwami kuhlukile kancane ngoba ngangi ngahlukunyezwa ngocansi kodwa waye sebenzisa amandla. Ngaze ngalahlekelwa umsebenzi. Kodwa nje angikaka pholi lento yangilimaza ngaze ngazonda ukusebenza. Usizo ngazama ukulithola kodwa inkampani yasebenzisa imali uku wina icala e CCMA. Sicela nisize bakwethu siyahlukumezeka emsebenzini sihlukunyezwa abaphathi.

  • @forexlions652
    @forexlions652 3 місяці тому +2

    This is a serious HR and CCMA case against the company and the management.

  • @thulanidngubane8603
    @thulanidngubane8603 4 місяці тому +1

    1. I family responsibility leave, 3 paid days per annum , isemthethweni kuwo wonke umuntu.
    2. Okunye okungasiza eikuthi abadebenzi bam vidiorize ndlela thise.
    3. Umuntu ongangifaka ulimu emlonyeni , angamangala ngoba ngingamshumpuna ilimu ngamazinyo.
    4. Be strong my Sister
    Usebenza mabasebenzi abangekho ryt🙏

  • @zandilezah3404
    @zandilezah3404 4 місяці тому +9

    Bengilalela ubuhlungu obenziwa abaphathi 😭💔💔

  • @nomgcobocordeliabushula4345
    @nomgcobocordeliabushula4345 4 місяці тому +1

    kubi kakhulu kuleli lizwe lase Mzantsi bethuna siyahlukumezeka kakhulu kulemisebenzi sisebenza kuyo & okubuhlungu nje lababaphathi balemisebenzi basihlukumezayo babuya babathenge ngemali nabo CCMA nelo tyala baliwine kwabona nje eishhhh kunzima kakhulu bakithi😰😥😢

  • @rachelmashaba
    @rachelmashaba 3 місяці тому +2

    What a brave woman u are I think your bosses are corrupt as well

  • @GeorgeMarule
    @GeorgeMarule 3 місяці тому +2

    can you please expose the store name and location

  • @BuyaniShezi-ek6ly
    @BuyaniShezi-ek6ly 3 місяці тому +2

    Uzalwa yedwa yini sisi, ukube uwusisi wami ngangizomzingela njenge ngamazane ngambamba uyanyamalala

  • @havardviews1061
    @havardviews1061 3 місяці тому +1

    I wonder which company is this

  • @bongimbeje6720
    @bongimbeje6720 4 місяці тому +3

    Lapha eKZN sinoBabudokotela. Ngicela nike nitshele uBabudokotela, anishayele leziziqhwaga lezi.

  • @bongamdlalose91032
    @bongamdlalose91032 4 місяці тому +2

    Aibo lo cc ngathi ngyakwazi nje lwaze lwabuhlungu udaba lwakho 😢😢

  • @harmonyncube8797
    @harmonyncube8797 4 місяці тому +2

    Uthembekile Sisi hope you get justice

  • @simonjam-jam7762
    @simonjam-jam7762 3 місяці тому

    Shoprite or Boxer

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 4 місяці тому +5

    Cha kubi kudlaliwe ngabo Sesi,okungiphatha kabi bathini abosesi balezigangi. Ukuhlala nomuntu omubi ngalendlela abaphephile nabo nezingane

    • @DuduzileMdhluli
      @DuduzileMdhluli 2 місяці тому

      Akusiwona wala akanawo umdeni la yingakho ewudodi

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 2 місяці тому +1

      Ngiyakuzwa Mdluli bengithi walapha kithi sengalibala

    • @ThayvieNyalungu
      @ThayvieNyalungu 2 місяці тому

      ​@DuduzileMdhluli nabala bayenza😢

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 4 місяці тому +15

    Iya emaphoyiseni ngeke kusize lapho okhozini

    • @havardviews1061
      @havardviews1061 3 місяці тому +2

      Media will help with exposure so that ppl should be known for who they really are.our mothers and sisters should be safe

  • @Victormlangeni-mg4nu
    @Victormlangeni-mg4nu 4 місяці тому +3

    Loyomphathi uyisishimane ngokuphindiwe😢😢😢😢😢

  • @nqubekozondi6063
    @nqubekozondi6063 4 місяці тому +2

    She's so beautiful 🔥🔥💯❤️🥰 UCC

  • @mapasekaclara4689
    @mapasekaclara4689 3 місяці тому +1

    Kuyadlalwa ngengane zethu kulezinkampani xem akayo felejele usathane ukuthi abanye bayavuma balalenalezikhohlala
    Li

  • @ZaneleMabaso-zv9jp
    @ZaneleMabaso-zv9jp 3 місяці тому

    U Sis undaba yakhe bekufanele afake into ebizwa nge grievance emsebenzini ku ndabazabantu emsebenzini wakhe uma bemunika impendulo engamgculisi bekufanele adlulele CCMA

  • @manlinedlamini5038
    @manlinedlamini5038 4 місяці тому +1

    Ugodoyi wendoda,sorry cc, this man deserves jail

  • @nomfundonolwazi7244
    @nomfundonolwazi7244 4 місяці тому +3

    Muhle kodwa lo sis❤

  • @jabulanimthombeni4766
    @jabulanimthombeni4766 Місяць тому

    Safeguarding laws ought to be put in place at those working conditions at that shop. That man is a criminal and needs to be arrested and kicked out from that job because he’s dangerous to women

  • @AndilePromiseNtombela-th4xr
    @AndilePromiseNtombela-th4xr 4 місяці тому +4

    Bopha inja cc wami💔💔💔

  • @muziyandamavundla
    @muziyandamavundla 4 місяці тому

    Eish sorry cc u r a strong woman mama all most bayalala nabo nje bathule that time uthola umuntu esemshadweni but wenza lonto leyo

  • @TereraiMachazire
    @TereraiMachazire 3 місяці тому +1

    I don't understand this lady really because in SA women are fully protected by the law. SAPS can do a good job on this case. As for company CCMA will deal with your company to your satisfaction and you will be compensated Dadewethu.

  • @ThobaniJiyane
    @ThobaniJiyane 4 місяці тому

    Umuntu omuhle kanjeh nokwenziwa into ebuhlungu ayy mina kuwu mawami angz ngingenzani kodwa njeh yeyi angfuna ngabuntu basimame mina 😢💔

  • @njabulogumede9882
    @njabulogumede9882 Місяць тому +1

    Ukhuluma into eone nakuThuleleni 😮 sisi wam

  • @nthabisengmoso1047
    @nthabisengmoso1047 4 місяці тому +4

    Sad stori jioo😢😢😢😢😢

  • @ThokozaniNtuli-u7k
    @ThokozaniNtuli-u7k 2 місяці тому +1

    Uma uwumphathi ukunika umsebenzi ileave akusiyona I favor kumele bekwazi abaphathi lokho umsebenzi wakhe

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 4 місяці тому +12

    Niyayibona i ANC yenu

  • @NcobileMhlanga-oi2sn
    @NcobileMhlanga-oi2sn 4 місяці тому +2

    Yoh nkosyam kwaze kwababuhlungu 😭😭😭😭😭

  • @urielnangu2210
    @urielnangu2210 3 місяці тому

    There should be a law that requires that when job interviews are conducted with the opposite sex, they must be recorded, submitted to management and filed.

  • @NjinjiMagwaza-ku5hg
    @NjinjiMagwaza-ku5hg 4 місяці тому

    Eyi kunzima bantubakithi sithwele kanzima la sisebenza khona Nami ngisebenza kabuhlungu ngibe ngalimala ngisemsebenzini konke kubheke mina nganikwa ngisho nencwadi yokuthi mangi nikwe lightduty kodwa lutho and nezinsimbi zibuhlungu Ngibona malungelo ami enyathelwa ngoba ngingenamandla Ngyafisa ngeliny'ilanga kwenziwe ubulungiswa

  • @SBONGSENIMSOMI-xc1qf
    @SBONGSENIMSOMI-xc1qf 4 місяці тому +4

    Loyo phathi owenza lento udinga insizwa zimthandazele ngeke aphinde ahlukumeze abantu besfazane

  • @siphesihlendlovu6692
    @siphesihlendlovu6692 4 місяці тому +1

    Akanandodayini lo sisi,mina ngingangenaneyicabha ngbulalumuntu ngodonkana

  • @zothahneliswa1686
    @zothahneliswa1686 4 місяці тому +4

    Hawuuu maarn asambe seyekuye lolwabishi wesishimane

  • @mkhuliseniximba2610
    @mkhuliseniximba2610 4 місяці тому +2

    Nilifihlelani kodwa ngempela igama lesitolo esinabaphathi abahlukumeza abafazi bethu ngaloluhlobo worst part abangaphandle!

  • @MichealMakhoba
    @MichealMakhoba 4 місяці тому

    And NAMI ngasuka Durban 2019 but bengisebenza egoli yo and mpilo yami NAMI bayadlala ngathi abantu Lana ngaphandle izingane zami zisafunda but nje kubuhlungu but ngi ready ukunichazela istory sami

  • @SohoLofts-vy6ei
    @SohoLofts-vy6ei 2 місяці тому

    Unions r very important workers should organise themselves against such brutality in the work place especially women

  • @thwalawangempela
    @thwalawangempela 3 місяці тому

    Mmmh abanye abafethu bayizinja ezingenaboya uyenza kanjani into embingalendlela 😢

  • @babomthembu142
    @babomthembu142 2 місяці тому

    Wow nice Bbe

  • @SiphoWalaza
    @SiphoWalaza 4 місяці тому +1

    I think u cc bokumele ahambe amvulele icase emaposeni then azoboshwa ahlale ejele for long time

  • @SbusisoReggie
    @SbusisoReggie 3 місяці тому

    Yabona lestori sithi asifane nesethu silwa nomphathi ufuna sicime icala lakwa CCMA ngoba enqaba nama payback ethu kodwa akalungisi lutho usimele ngokuthi asicime icala nje

  • @SiphoMbhele-x8f
    @SiphoMbhele-x8f 4 місяці тому +1

    Ayikho into eyenziwa ilohulumeni wabantu abamnyama ANC GOVERNMENT kuningi kufanele sizithathele umthetho ezandleni kuphela nje

  • @mkhabolengayondodemnyama8418
    @mkhabolengayondodemnyama8418 4 місяці тому

    Mina ngbonga isbindisakho dadewethu nokzethemba kwakho dadewethu abanye bavele bavule amathanga bagcine sebetholingane eznobaba abahlukahlukene ukube bonke abesifazane banjengawe siswami angabe akukho ukudlala ngabantu besmame kuhle siyhlonipheni iMbokodo nalezigilamkhuba kmele ziboshwe sithanda sngathandi

    • @luhgumede6273
      @luhgumede6273 4 місяці тому

      Ngokwazi kwami bangakunika kodwa awukhokhelwa

  • @AyandaLangbooi
    @AyandaLangbooi 2 місяці тому

    Eish kodwa into enizenza kosisi bethu ngenxa uyazi ba badinga umsebenzi.

  • @MqapheliseniCelimpilo
    @MqapheliseniCelimpilo 4 місяці тому +1

    Okwenzekayo kubi kodwa uma umuntu engafuni uhambe wenze into oyindingayo uyamtshena ukuthi uzofika late noma awuzi ngalolosuku ukunenga akusebenzi kwesinye isikhathi ilungelo lakho lelo ugcine I report efonini kuphela

  • @akhonaduze5291
    @akhonaduze5291 4 місяці тому

    Umñtu uneeda ID for uvota..Noma yi temp, card and not learners or drivers licence..Usile lomphathi

  • @madodasiyabuyela9369
    @madodasiyabuyela9369 3 місяці тому

    Shuti lobhuti Kade ebahlukumeza abantu lomuntu😢

  • @ObertNhleko
    @ObertNhleko 4 місяці тому

    Hey sqhemeza losesi ukhulumile ku thuleleni losesi owase shoprite Abantu bayadlala ngabosisi bethu..

  • @khayelihlemzobe-fe6ck
    @khayelihlemzobe-fe6ck 2 місяці тому

    Ukhozi ngek luksiz ngalutho ngb luyagwazelwa ukhozi obuza uKhuzan😂

  • @khayesyathokoza2387
    @khayesyathokoza2387 3 місяці тому

    Ay guyz supervisor pho aiybo no no guyz no ur rights CCMA ikhona if awusizakali hr no no

  • @babomthembu142
    @babomthembu142 2 місяці тому

    Wow kodwa jesu

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z 4 місяці тому

    Cc wami yaz wavelelwa esaphi lesishimane esasikuhlukumeza kanjena

  • @saragora3331
    @saragora3331 4 місяці тому +1

    Hey ibuhlungu indaba yalosisi. Lento ibizwa ngokuthiwa abuse of power.

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Місяць тому

    I worked im retail for 24yrs and cleaning the fat trap is a big job You can't clean it yourself He is really abusing you😡

  • @mandelaali5194
    @mandelaali5194 4 місяці тому

    Yes especially with us

  • @SimphiweCele-qc4lq
    @SimphiweCele-qc4lq 3 місяці тому

    Ngyasho kuthi ngathi ngyamazi lo sisi bengijwayele kumbona kwaMnyandu

  • @TaeloMokoena
    @TaeloMokoena 3 місяці тому

    They must pay you kumele bayise e CCMA UNGABAYEKI

  • @KhanyisileThwala-jn1km
    @KhanyisileThwala-jn1km 4 місяці тому

    Hhei ngoba siyahlukumezeka emsebenzin abantu abazi nathi ingcindezi esiyithola khona abantu ba sebenzisa ama powers wabo siyasaba kuphumela obala

  • @CmPwe
    @CmPwe 4 місяці тому +2

    Yabona lento iyanginyanyisa,izintombi zethu ziphuma ziye emsebenzini kanti ziyohlukunyezwa izinja 😒

  • @ntuthukokhoza8844
    @ntuthukokhoza8844 4 місяці тому

    Yabona nje lolohlobo lamadoda afuna ukbulawa ngoba kukhona abaningi abathule nalenkinga okungathi mabekhuluma namadoda abo kungachitheka umendo

  • @KoolOutie
    @KoolOutie 4 місяці тому

    Inkinga usisi uye endaweni ewrong ukhozi fm ngeke lumsize ngalutho baningi bedlula kulomsakazo ekugcineni bengasizakali

    • @MalusiTv
      @MalusiTv  4 місяці тому

      No usisi uyasizakala usizwa iThuleleni

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 4 місяці тому +1

    Uyathandeka boo sisi mhhhhhh

  • @jurymabaso4678
    @jurymabaso4678 4 місяці тому

    If umthetho ungenzi lutho thola abantu abazomtitinya and uyobazi abantu ngoba bayomthembisa ukuthi uma ezama ukukutretnisha basamthola …bamagwala benjalo

  • @ProducerZulu-cl4if
    @ProducerZulu-cl4if 4 місяці тому

    Yaz ibuhlungu lento bafethu yenzeka nsuku zonke Mina lapho ngisebenza khona yenziwa ngumlungu omhlophe uyabaqeda odadewethu sithule nje sibuke akukho lapho sizokhuluma khona bakuthembisa ukukxosha a kuvumelekile nokuth siwaxoxise uthethiswa zinduna zakhona 😢

  • @MenziwaSobethu
    @MenziwaSobethu 4 місяці тому +1

    Askies Mphemba💔

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 4 місяці тому

    Usisi uhlukumezekile, nina ni bhizi nge voti

  • @kholofeloshubane2753
    @kholofeloshubane2753 4 місяці тому

    This man must be arrested,what is our crime as women,being abused. Ucansi is very sacred,selling ugugu lakho nje. No maan.

  • @ZamaniGecwa
    @ZamaniGecwa 4 місяці тому

    Siya zwelana nawe Sisi wam singabantu besilisa.lowo muntu ukuhlukumeza ,ukhobisa ubushimane, nobugwala ukuthi menandla,ufunukuxhaphaza.ukokuqala kulaba besifazane,ubuvezala ukungabinasimilo . akekho umuntu wesifazane ongathandu muntu onje, sixolisa sinabesilisa, ungumthakathi lowo muntu, Uma wengane yam wawushiya usebenzi ifica isimo esicishe sifane,ayekwenza azangavume anjwayele, or amnike I attention, wantshelufazi wakhe akwenzayo , umfazi walisa wathi Nguyen ofuni ndodakhe. wawshiyalo wosebenzi abakholwanga becabanga uzobuya., ukuthi kubuhlungu lento.

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 4 місяці тому +3

    Mmm why ungayanga emaphoyiseni?

    • @martinmgaga5035
      @martinmgaga5035 4 місяці тому

      Angeke amsize. Labolwabishi baka Cele bacheme nabaphathi. They will say its workplace matter. Akeze Nophezulu.
      If this lady takes serious action, she will face disciplinary action about mistake she did in the past. Kunzima kusisters. Can you imagine a boyfriend/husband hearing this victimisation of his lovely girlfriend/wife. Umgodoyi doing this thing. Where are the unions makunje. Role of union shop stewards is self enrichment in the form of promotion. Shame,shame,shame mntomnyama. This is a serious pandemic facing our women workers in SA. No sex favour, No promotion. No sex, no transfer, no sex, no family responsibility leave, Disgusting phenomenon in our time as blacks. Amandla to u'Sisters. May God help her find small partime business for herself. Small.salon, small Paza shop or anything. Ashiye labaPhathi bokunuka beshay'indlwabu

  • @simonjam-jam7762
    @simonjam-jam7762 3 місяці тому

    Shoprite

  • @desmondzikalala6722
    @desmondzikalala6722 4 місяці тому

    Mbophise dadewethu, kufanele ayohlala ejelo lo yomuntu

  • @sakhileshangase9798
    @sakhileshangase9798 3 місяці тому

    Ngyamazi loSisi

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 4 місяці тому

    Akaboshwe bo futhi maningi amacharges🤞🤞

  • @emmanuelzweli
    @emmanuelzweli 2 місяці тому

    Yazi lento ibuhlungu kakhulu yazi sizosolwa kakhulu abantu coz lezinto ezenzeka kulobo cc izosuke yenzeke kwabethu and mina nginenhliziyo embi kabi ukuthi ingane yasekhaya ingadlala umuntu emsebenzini ngisaphila kimi ubenganduka angaphinde etholakale noma bamuthole ezansi komufula esehishwe amanzi😢

  • @MbongeleniDludla
    @MbongeleniDludla 2 місяці тому

    Yini kanti yayingekho yini I union umbike kuyo noma umbike kwabangaphezu kwakhe.

    • @DuduzileMdhluli
      @DuduzileMdhluli 2 місяці тому

      Okushokhona ukuthi bebengenayo i Union

  • @LindekaTshungukwana
    @LindekaTshungukwana 4 місяці тому

    Inzima into esibhekene nayo emzansi singabant besfazane lapho amadoda asezikhundleni eziphezulu mebona umuntu wesifazane abona ucansi lapho umthetho awenzi lutho

  • @West-c7y
    @West-c7y 4 місяці тому +41

    Family responsibility leave is for imediate family,u malome,umzala don't qualify for that.only siblings,parents,children and husband qualifies for that

    • @MayorNdlovu
      @MayorNdlovu 4 місяці тому +20

      Bafo angazi noma ulibele kucabanga impilo sesiyiphila namuhla . Yokuhlala ndawonye malume taking indawo kababa omzala bakho baphenduke abafowenu ngesimo sokuzalelwa ekhaya. Engathi Wena ucabange ngesayidi lomuntu ozalwe emshadweni okuqondile ngaye

    • @MlueMdletshe
      @MlueMdletshe 4 місяці тому +1

      Ai bfo lutho uyabheda akunjalo ngke

    • @LeonardMbuyisa
      @LeonardMbuyisa 4 місяці тому +9

      I would like to differ with the idea because it depends on how much are you involved in the family matters or how close are have you been to the deceased

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 4 місяці тому +14

      Boet Kodwa...kuke kube ngcono ukuthula umungazi ....kunabantu abakhuliswe komalume womalume

    • @NhlakaniphoGumede-ht3io
      @NhlakaniphoGumede-ht3io 4 місяці тому +3

      Mina inkampani yanginika i Family responsibility leave.

  • @VincentMbatha
    @VincentMbatha 4 місяці тому

    Kodwa baze. Bahlupheka odadebethu nezingane zethu...osathane abanezimpondo 👿👿

  • @phillipntsane6232
    @phillipntsane6232 2 місяці тому

    Muphe phela nawe, ayibooh.

  • @Deanphineasmukwevho
    @Deanphineasmukwevho 4 місяці тому +1

    Everywhere abomama bahlangana nayo leyoinkinga

  • @LuckyThwala-mx5gy
    @LuckyThwala-mx5gy 3 місяці тому

    Ayiboshwe inja

  • @PhumlaniSiyabonga-vo7hk
    @PhumlaniSiyabonga-vo7hk 3 місяці тому

    Nenkampani Zama security kubantu besifazane bafuna ucansi