Angikaze ngisibone isilima esinje ,umalume akasixoshe nepeni laso ,futhi lomfana uyadelela akasamhloniphi umalume .I also doubt his mental state it leaves much to be desired for unfortunately this information will destroy umalume but I will pray for him to be strong kodwa akaxoshe lenja aseyikhulisile now he is destroying his marriage,umalumekazi ubulawa indlala it's even worse if ephuza utshwala there wiill be no control that's life
Lesphuthunga, lesyoyoyo, lesthutha sesixoshiwe Naku Men's Conference nje ngoba sixoshwa kwaMalume. Some Secrets Need to remain as that,... "Secrets" Finish & Klaar🤷
Isdingo soku confess besikhona na kodwa sona or usaqhubuka ukuchamela umalumakho ekhanda njengalokhu kubonakala ukuthi kuyinto oyqhelile ukuyenza Nxh sometimes lento yokuba u-man of God iyahlupha ...uhambe uxhashazwa..wenanja uyedelela empelen uyinto yokbulawa
He's so disrespectful this nephew how can he speak like this with his uncle " cha malume umalumekazi uthi ipeni lakho alisabhali kahle kunelami " he's full of boldness with shameless
Ezinye iyimfihlo kumele ufe nazo nje 😮
True kumele uthule njenge khansela emva kokhetho
@@nelisiwengcobo4529😂😂😂kwaphel nje
Ngempela 😂
Thas true
Crs abantu bayajola la ngaphandle sikuphi nje isdingo Se confession
Such secret must remain secret no need for confession.
Absolutely @@SiphiweSiduli-cq8jd
And they must as it is
Seconded ❤
Yes yes 😮😮
serious lena bekumele bafe nayo
Sowunyaza umalume wakho akunanto ezophinde ilunge empilweni yakho ungadelela okwamanje bt in future uzomdinga uMaleme empilweni
100 percent correct
Yizo zonke izinto zokubulawa ngesihluku lezi
Ebehlulwa yini ukutshela umalumekazi ukuthi masingayeki ngizosho kumalime unosathane ngyamunyanya umuntu oqhatha abantu 🤞
😊
Uyadelela Wena mfana why Wenze kanje Kahle udelela umuntu owakwenza umuntu ukweyisa noma lalingakuphethe Kahle asike isidingo sokuthi ukhulume kanje ungambulala umuntu ngiyakwesaba ukhohlakele mfana
Kusasilinyana loku okuwumfana yizwa nje indlela okukhuluma ngayo inobuphukuphuku
Lisemanzi ikhanjana lakhe lo
Namanje😂
Esikhulu isilima lesi 🚮
Ufuna isbhaxu
Akusile nje nhlobo
This boy is crazy serious....Malume mele amnyathele aphinde abaxoshe bobabili
Blaqlife pls ezinye fihlo kumele nizkhuze nje kunga fonelwa mntu
Exactly
Lungsta Ave engibusisa akamoshi skhathi uvele ahlale odabeni ❤️
Kuyahlupha ukubhebhisa isilima😮
😂
Kakhulu😂😂😂
Uphana kanjani ngento okungesiyona eyakho, mmmmmmmmh bantu besimame
Exactly
Njeee....ulisukela kanjani uhlanya uze uliphe ikhekhe😊
Usangene lomfana!!! Cha, sekuyizikhathi zokugcina, ezabonwa uTshatha!!!
I suggest this program ingavunyelwa noma ngubani okunye nje ihlazo kudala inzondo kusazofa abantu e KZN .
Uzokubulala umalume wakho mfethu, imfihlo yokuya nayo egodini lena, kodwa indlela okhuluma ngayo engathi siyakujabulisa lesi senzo sakho esingalungile. 😮
😅😅😅😅@@HlangananiNdlela-mr8rz
Vele futhi i plan yakhe lomfana kubhidliza lomshado
Yoooh butie besingeko tuu isdingo soiteta lento umoshele umalumekaz umshato wake, uyenyanyisa shem
Uzoyahlala lomama wakho lowo sisi onaye kkkk Lungstar wavelelwa
Waze wangcola malumekazi bobabini nomfana the way he xplain umalume Baya enjoya nomalumekazi umalume fanele abagxoshe bobabini mtshan chithile mtshato kamalume sisilonda esingasoze siphele esi kumalume
something is not right ekhanda lakhe ubhuti
Ushaywe I dlozii nje lomfana...uphithene ingqondo..akulona inyala Elincane lenta yenzile...
Uryt ukonakala
Lisile le sdomu ngoba liya boaster njeeee...
Good question,awuyanga ngani kwelinye ikamera.
😅 😅 Lomfana ugula ngekhanda 🤣🤣🤣🤣🤣
Okokutshela Malume kuthi ipeni lamalume alibhali😅😅😅
Zyakhala 😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Is this guy right upstairs Breaking families up😮
He is not right upstairs, there's nothing in his brain.
Uyadelela kodwa ebe ewrong lomfana
Aii impela akakhombisi nje ukuzisola...
😂😂😂😂😂😂
Ufuna abengowakhe umalumekazi ngokusemthethweni lodoti oluhlaza ongahloniphi😮
Umhlaba lo awungeke usalunga ngoba igama elithi "imfihlo" lisho into ongeke wayithi vo uze ufe. Isizwe nesizwe sakhiwe ngezimfihlo kusukela emandulo. Inkinga manje sekungumsebenzi wabanye kukhipha izimfihlo. Angilugxeki uhlelo kodwa sekuqhatheke imindeni eminingi. Ngoba into ongayazi ayikulimazi
She knew exactly what she was doing, she entered your room knowing.
Usudelile ukudla umalumekazi wakho usuthi awubhidlize umendo wakhe ukhohlakele
Cha lomfana waze wanginyanyisa uzokhuluma ukunya lomasimbakhe indlela odelela ngayo umalume wakho ungakhohlwa ukt umalume wakho umawakho loyo uzozilandela iziqalekiso oyobisha impilo yakho yonke masimbenja
Iyadelela kodwa le ngani ,ingathi kuyadlalwa nje apha
Uzomele uhambe ngoba usile uzofa yinduku ngomalume haaaibo nina weeeee ngaze ngasaba
😢😢webakwethu ezinye izinto anofa nazo yaz
Uqinisile
Exactly 💯
Usho njee mfowethu
I don't know if uzosho the same if bekunguwe ???
Waze way wayinja umfana futh nasekhanda ngathi azithi mzala nje aybo ngfisa sengathi impilo yakho ingama for good bese kthiwa udinga ikonyokolume siwunqande phambili nx
Zithi mantombana la kukhona la okungathi ayiconnect khona serious akekho umuntu okungathi uzohlambuluka ebesekhuluma kanje, waze walimosha usuku luka ankel wakhe ekude nokwenza.
Mgodoyi.njandin
Lungstar syabonga cc ukuty uvele uhlale endabeni hhay lomjikelezo ❤❤
Islima njer usizwa noma skhuluma njee
😂😂😂😂😂😂🙌🏾
😂😂😂😂😂😂
Saze sangicika boh haibo ngaze ngayizwela ingane yabantu
Worse bayamondla islima lomfana ,akekho ryt ekhanda
"nano kuthi mangithatha iynqumo zokuthi ngihambe uzosala nepeni elingabhali kanti leli elami liyabhala" mina ngibona sengathi lomfana uxabene nomalumekazi ngenye into and uzakhela nje istory esiwumbhedo ngoba efuna ukulaya umalumekazi, uyihlelile yonke lento, if ubeyisola ngempela ubengeke adelele kanje kukhona aphezu kwakho lomfana, uphinde wathi umalumekazi wakhe mnandi if emnandi ubeke ayikhiphe leyomfihlo bebezoqhubeka, lomfana uyabonakala ukuthi uwumuntu odelelayo, ikhona ingxabano ababenayo nomalumekazi wathi awuthi kengimlaye ngethemba lokuthi umalume uzomxosha then ekuhambeni kweskhathi amxolele yena nje ngomshana wakhe, ikhona lomfana into aphezu kwayo
Very ryt uphezu kwento ethile lo usathane lo 😢😢maybe umalumekaz akasafun uyam betraya manje
Uqinisile nami ngiyabona,,,
@@SboneloXulu-o5otrue
Uqinisile
Noma ubika udaba ukhombise ukungamhloniphi umalume wakho ndoda awuzisoli sdalo
Uyeyisa lomfana
Lomgodoyi ubungezanga uzokhonfesa ,ubufuna nje ukutshela umalume ukuthi wona ubhebha ngcono futhi badla sitsha sinye ,kuqhwensile ngempela okwenja
Udoti mfana lo
Ufuna inhlamvu lojakalazi akatsatsi umfati nje uhlelele bafati bebantu . Ngendlela lakhuluma ngayo uyeyana Shem .
Hayiii uyadelela umfana uwondle inka kusasa isivuka ikuluma mxiih
Waze wakhohlakala ninomalumekazi wamzwisa umalume wakho ubuhlungu mfana nxa
Heyiiii ngoba utshwala ngyabuzonda empilwen yam
Sebuke bakwenzisa ama flop yin naw😂
😂😂😂😂😂buwusathane finish
@@ThembeniAletta-cw8vo kanti ukube uyaz angikaze ngabulokotha ngezami izindebe lezi ingakho ngithi ngyabuzonda empilwen yam ngoba imisebenzi yabo ngyayibona
@@ThembeniAletta-cw8vo siyibambe futhi singayeki sis
@@NoziphoMbulwana-fj4bdvele into kasathane utshwala ngoba abakhi bubulala imizi yobaba ulahlekelwa okukhona ngokungekho ngotshwala
Ezinye imfihlo kumele zihlale zifihliwe straight,,,, wena mfana uyadelela stru 🤞🤞🤞
Cha waze wayisi thuphethu umtshelelani umalume ngabe wena uzibe umalumekaz
Lomfana uyagula lo akusiko ukuthi ufuna uku confessor ufuna ukutshele umalume ukuthi elakhe ipen libhala kahle kunelikamalume angeke phela uthi kuyashelelela okwamalumekazi lona ufuna ashiyele yena lo mfazi
Uyadelela lomfana, straight .
Wenza ngamabomu wayevele emhalela umalumekazi
Uyadelela losayhane
Aycha uyadelela lomfana uqhuba intwala ngewisa inkosimpela 🤞
Our families are cruel 😢😢
Waze wedelela umshana besingekho isidingo sokukhipha lemfihlo bekumele ayeke ukulala nomalumekazi wakhe qha
Lomfana yin lena ayibhemile kanti uthi ngeke ekwazi ukushiya umalumekaz wakhe nepeni elingabhali.lomfana ubhemile akekho umuntu ongakhuluma lenonsense
Ngiyasithanda isizulu salendoda 😂😂😂singishaya ngaphakathi
😂😂😂sibuya private school
Ndoda uzofa kabuhlungu 😢uyisiphoxi yoh wawuchitha muzi wakini ndoda waxoshisa umalumekazi 😢ish yoh
I'm sure bathola izigidi kuloluhlelo ngeke ayikho into enje
Abakuxoshe wemfana lakhanda lakho awukho right utshela umzali wakho ukuthi umalumekazi uzosala nepeni elingabhali kahle kanti lelakho liyabhala, watshelwa ileskhohlakali somfaz ukuthi ipeni lamalume alibhala ,umdelela ngoba elungile lomalume ubuhleli leni ungatholi intombi cha ngyazonda ngendlela okhuluma ngayo ubhlungu omzwise bona umalume awkhombi ukuysole nd akusiziqalekiso mfo not now but thula ubheke usazosha😢😢😢😢😊
Uyedelela lomfana
Into efuna ukfakwa esakeni iboshwe izandla nenyawo uygxobe ngetshe elikhulu uyfake emfuleni
Straight 😢
Hahaha uydelela yazi lomfana ipeni lamasimba hamba nxa akyisoli shooooo😮
Kodwa yeyisa mfana uze utshele umalume ngempeni
Ngeke mfana uyanzi uzembela igondi wena ungavali nje ngotshwala wawuvele ufisa ukugena khona umalume wakho ikuphi imhlonipho lapho njengoba ukhuluma uze uzincome ufuna ukumbindlisa umuntu kamalume wena kunguwe umuntu ekudlele umfazi wakho uzothin uyadelela mfana
impela bekungamele ayikhiphe lomfana lemfihlo ay cha
Udelela impela umfana utshela umalume umalume ukuthi ubhale umfazi wakhe nge peni😂.Umalume mele enze umshana lepeni lakhe emimhlanyisayo lingaphinde libhale akana nhlonipho
Uthanda dadewabo owakhuliswa unama wakhe phatha phatha useqede umalumekazi ngepipi ai ananga bukani kahle abasashitshi ngisho ikibha 😂😂😂😂😂
Yaz ndicinga ndiybona ndodwa lonto😂😂😂futh ngath ngulomculi kuthiwa ngoMnyovu lo😂😂😂
Lomfana isphukuphuku straight uzofa emncane, akanasfuba nje ukhahlelwe yi hhashi esbubeni. Akakwaz ukugcina imfihlo, or yilengama elithi yimfihlo angaliqondi, Ngeke awakhe umuzi...
Uyisilima mfana uyisilima impela usduphunga uqobo
Awphilile ekhanda
Ucansi oluvela Esihhogweni sasathane
Sathane Unibusile
Uze uyazincoma Udunga Umdeni
Niwuxqbanisile nje umdeni
Uze uyazincoma uphenya isidwaba ne ye indoda
Ngenelela nkosi🤞🤞
Kukhona umntu ogula ngekhanda ungathi uyambhalisela impesheni angayitholi ngoba egeza akekho umntu ophilayo ongakhuluma kanjena akayiswe E Merseburg eznhlanyeni ungenwa ukugila umalume engaze aboshee aphelelwe yimpiloyakhe ngohlanya
Akahloniphi lomfana nxaaa uyadina uyeyisa
Wuuu khona okungaphelele kumshana akumele nje ayikhulume lento ngabe yena uvele wahamba kwaMalume mangabe ubengasathandi uyadelela nje mxoshe malume akasile angazokutshela into emvakonyaka ngoba esekhathele yena konke lokhu bethule 😮😮
Hhai ke sesinenkinga entsha ke manje siyi Country, sesinenkinga yalemilanjwana, ai angisazi ke mina 🙆♀️🙆♀️
Kodwa this guy no need to confess😢😢...
Umshana usefena ahlukane umalume nomalumekazi ngoba useyamfuna umalumekazi
Umshana uyabhed impela 😢
Keep that way. Ingathi umalume angakubonya ngenduku!!
Haw mshana uze uyachoma nje ngepeni elibhalayo kubantu abadala baphi ontanga aiy Maan aiy bothula sumthimz
Kubilile kwaphinde kwabola lokhu naye lomalumekazi olala nengane...mfana wami ngeke uphile eside isikhathi lelopeni lakho lisazobukisa ngawe kusekuncane lokhu
Uyahlanya wena empeleni uyaphapha umtshelela ukuthi enzeni? Besingekho isidingo uyaphapha
Udinga induku lomfana🤞🤞🤞
Konakele ezweni, ngicabanga ukuthi abaphathi bohlelo kufanele bavikele imindeni yezisulu, noma umuntu ekwenzile lokho akwenzile kepha abaphathi kufanele bavikele imindeni ukuthi ihlakazeke. Isitha semindeni okungusatane sihlasele nabantu ngoba befuna izindaba . God must help the nation
Angikaze ngisibone isilima esinje ,umalume akasixoshe nepeni laso ,futhi lomfana uyadelela akasamhloniphi umalume .I also doubt his mental state it leaves much to be desired for unfortunately this information will destroy umalume but I will pray for him to be strong kodwa akaxoshe lenja aseyikhulisile now he is destroying his marriage,umalumekazi ubulawa indlala it's even worse if ephuza utshwala there wiill be no control that's life
Ngeke BAFANA ezinye izinto kundinheka ufenayo
Mshana usedakwe igqe seyakhuluma...ayikhulumywa intenjena Mshana......doti westaff.....awubulalang munt mshan udle isthelo kuphela....weeee lezinto lezi
Lesphuthunga, lesyoyoyo, lesthutha sesixoshiwe Naku Men's Conference nje ngoba sixoshwa kwaMalume. Some Secrets Need to remain as that,... "Secrets" Finish & Klaar🤷
Sekulubizo mfana ngoba awukhombisi nokuzisola💔mase uthi ipen alibhali kahle
Lena imfihlo bekungamele ikhishwe wena mfana bekufanele mungasafuni unqabe
Kunoku'ythwala kulo mjita ngendela ayibeka ngayo inendelelo nokululaza uMalume wakhe oku uyena oyigazi lakhe,opening ipene lokunuka eliwumese ogwaza ekhaya.
Eyyy kunzima kulelizwe weeehheee....abantu nembeza...basenawo nje ngempela..yisabhekwa...nento eyihlazo..nezoxabanisa umndeni...lomfana uqhutshwa yislwane ngempela...simthumela ehlane..or kwelamathongo mnxm
No manners, no appreciation, how can you be sexualy attracted to your Aunt and vice versa. No discipline this is so disrespectful and disgusting.
Lomfana wabheda ekuqaleni ukth avume ulala nomalumekazi ngoba vele malumekazi waye plan yonke lento ngoba wayebona vele ukth wena mshana wakhe yamfuna engathi malume engashisa impepho avale izinto zakho bolile
Uyonyanyisa this guy ngowoxoshwa uyamdelela umalume wakhe
Guys secret is a secret there's no need to tell anybody pls,this thing cos a big problem pls guys,keep quite my brother
Kanti sekwenzakalan emhlaben ngempela hai cha liyabhuba okwangempela ke manje 😮😮😮😮
Ulamanga ufuna ukucomela umalume wakho ubufuna kutshela umalume wakho kuthi udla lapha okudla khona so bekungan kuthi uthule le secret leyo njengoba ucoma kangaka
Isdingo soku confess besikhona na kodwa sona or usaqhubuka ukuchamela umalumakho ekhanda njengalokhu kubonakala ukuthi kuyinto oyqhelile ukuyenza
Nxh sometimes lento yokuba u-man of God iyahlupha ...uhambe uxhashazwa..wenanja uyedelela empelen uyinto yokbulawa
Yini ungamyeki ukunokuthi umoshele ngoba usumdelile uyinja wena mfana ngabe ngiyezwa ukuthi imfihlo yokubulala umuntu ayi ukumoshela lomama umuzi akayephi manje ngoba umxoshisa awulungile🤞😭😭😭
Usile lomfana ngempela 😢uyamosha serious 😢
So you'll be here trying to justify the wrongs kwakumele acabange before efeba
Isfundo yaz les kithi bantu besfazane sizehlisa isthunzi kokqala nje lomfana ugula ngekjanda angaz umalumekaz wayelingwe yin 😢 ngaze ngamzeela lomama😮
@@SboneloXulu-o5o UMALUME needs to hear this
Kwabuhlungu ukuzwa lezindab ezivezwa umshan 😢😢😢😢ayisob yalunga
Lomfana ubukela kakhulu i Blaq life Tv 📺 uthi kyadlalwa la
No no no awulungile mshana,kuthi ngithi ubushimane buyinkinga ngoba uyijongo eliziqonyelwayo wawungezukufika kuleyomicabango wena wathatha I advantage kumkamalume esimeni ayekuso ngesizathu sokuthi uyisiboshwa esidonsela ngaphandle owakubona kwaba yinto eyimvela kancane kuwena wasu sebenzisa lelothuba.Aniyophinde nizwane noMalume.
Uzokubulala umalumewakho boy, nobudlelwana benu buphelile
U are brave and heartless 😢yooooh😢
😢😢😢wayimosha mshanam lento bincon Yaz umalumekaz nomshan iphel laphoh
He's so disrespectful this nephew how can he speak like this with his uncle " cha malume umalumekazi uthi ipeni lakho alisabhali kahle kunelami " he's full of boldness with shameless
Myovu😮
Uzosala nePen elingabhali kanti elami liyabhala ukungamhloniphi Malume ezinye izimfihlo kumele zihlale ziyiMfihlo ngoba ezinye imfihlo azakhi kodwa ziyaDestroyer
Usisilima mgodoyi odelela umalume wakho uyakuhlala usisiphuku phuku nja engenambeko
Malume kumele agumule wenangomshiza
Akuboqoze imbabo
Kanye nalowomalumekazi
Amubhubhe kuphambane amehlo🤞🤞
Niyizinto zensabula
Awuphilu mfana awusile nje futhi nelanguege yakho ebolile
Ay benifunana vele nje nomalumekazi wakho nisile
Ngyakhthanda wenganyam ❤futhi uqonda ngqp odabeni asumoshi skhatbi
Wakhulumisa okukaMnyovu nje lomfana
Akezwakali eyisola lomfana kunalokho,yena uyayiqhenya nge pen elibhala kahle,selokhe sibabaze njalo ngalez imfihlo.
Bakwethu uyabona umuzi lakuphuza khona wonke umuntu angiyithathi serious. Ngubani okhuza ingane masekudakwe wonke umuntu ekhaya. Nidinga deliverance nina.
Wesdididi somshana awusabi yini ukuthi uzobulalisa umalumekazi ngomyeni wakhe uyisilima bekungenani ukuthi uthule coz kwanawe usencupheni ngempilo yakho
Aphi amahloni booo, yhooo hai utshabalele mfana, uphi unembeza wakho xa uzoxelela umalume oku😢😢