Ungaba naki king zoso. Manimona phambili ngani yami imoto emile ayikhonkothe. Mara yahamba ubona izinja emvakwayo .phambili phambili love you so much mfana wami❤❤❤❤
Kwaze kwangikhuthaza kuthi Lo king zoso had nothing now his the next big thing 🎉🎉 Shuthi uyatibila ndoda keep up the good job kubambezingelayo mfanakithi nezinjavzikhonkotha ehambayo let me Tull 🤔
Kulieelwan nomfana coz nazi nokuhlupheka kwakhe konke manje ngathi nokphimelela futhi kuynkinga ne polo lakhe elibi aybo akeniyeke ingane bo iziphandela impilo yini manje nifunukthwala ngaye yin😢
King zoso ❤❤❤❤❤❤❤❤ ungaliphenduli uhlanya please
Uyazi ngane yami ungamphenduli ngenke ufe inhlamba ayinamatheli.
Syakthanda king zoso kakhulu ft❤ nomsebez wakho muhlee
Siyakuthanda thina Zoso.Akunandaba vele umuntu uqala engelutho ,u Nkulunkulu uzokukhuphula üye phezulu.Ingoba usuyaphumelela ingakho sekunje.
Hau umama onjani lo,😮qhawe sikuthanda kunjalo thina🎉❤up qhawe lami😊❤ungamphenduli plz😮😢
😂😂😂😂😂😂, inkinga ikephi ngoba uthi umdala, manje uma ethi yisalukazi yini okubi
King Zoso don't stress silent is golden and be humble u mona kuphela thina siya ku thanda keep it up ❤
Ngavele ngakuthanda kakhuku King Zoso, khupuka lapho umsebenzi wakho uyancomeka 😍❤❤❤
kushukuthi sebenomona ngoba lengane idlondlobala ngomsebenzi wayo awuzwa bethi ubehlupheka kushukuthi bebejabuliswa ukuthi ingane isenkingeni uma isidlondlobala sokubuhlungu esikhundleni sokuyibongela ingane bayithi encourage bebadala bayayimonazela ave ngimbonga lomfana kadlamini umzimbokhalimali ave engenaso isiphiwo sokuzihlupha ngokuphendulana nixovizwe abanomona ikho naye esempumelelweni nje
Abantu bajabula uma Uhlupheka yisono bakithi ngo King Zozo
King Zoso ngikuthanda wuuuureyyyy ❤❤❤❤❤ noma bangathini ngawe nkabi yami sokuhlonipha nje nakmina uyingane kodwa ngzokuhlonipha
Zoso ungabi nekinga ngesdakwa uyalizwa nezwi likawelile liqedwe yimbamba liyaholdlozela uyinja welile unomona ukuphethe umonasisi hambuyofa sdakwa senja
mfana wami siyakuthanda sicela ungasamuphenduli muyeke akekho umama onenhlamba engaka sikhombise ukuth uphuma ekhaya elinjani yena zozama kukhulisa isidima sakho ngenhlamba wena siphakamise ngothula ayikho impendulo kamnandi endlula ukuthula
Ungaba naki king zoso. Manimona phambili ngani yami imoto emile ayikhonkothe. Mara yahamba ubona izinja emvakwayo .phambili phambili love you so much mfana wami❤❤❤❤
Kahle mamah😂😂😂😂umona ungambulala umuntu uzushelwe ivoice
❤❤sohlezi sikthanda Zoso ama shows akho enza 1❤❤❤
we love you king zoso yeka lengwadla yesalukazi iqakwe wumhlaba
Uyaklewula xem Welile, uyadika nje cc uzophakama ngengane
My king vele muyeke ekhulume yedwa lomama uthuka kanjena emdalo kodwa mmm😮😮😮😢😢😢Ihlazo lodwa leli.
Never mind him, some of us love you, watching your videos everyday Zosi❤❤
Akanantombi uZoso ini yakhe ayvuki🫢🤣🤣🤣haibo yini le oykhulumayo mama ngengane
Izinhlanya zikwaMchunu kuyadakwa futhi mawukubheka ikhona yona indoda engabekezela lodonti
Phephisa King Zoso...asaz kwenzeken but akumnandi ukuzwa umuntu enekwa kanje..
Wena welile mchunu hamba uyofuna ispani uyeke ukufuna imali kuzoso fusegi mani welile uma uthi uziso uthwele wena awuthwali ngani ngoba kuyathwaleka nina nono ngizwe isigcino nizobulawa abantu umuntu uyahlonishwa uyabona Mina uma uke wakhuluma ngokuthwala kini nangempilo yami yangasese uzowukhomba umuzi onotshwala isalukazi esidakelwa uzoso lesi musa ukudicilela isithunzi sengane rabish
JESUS ANGIKAZE NGIYIBONE INTO ENJE ,HHAI YINI LOMAMA .OKANI VELE LO MAQINASI KAMAMA
Ungaphenduli king. Uyazi abantu abayifuni into enhle. Phambili ngomsebenzi wakho khuphuka mfana thina siyakuthanda🙏
Zoso iiiii Zoso mmmm Zoso iiiii 😂😂😂😂 eyi uyakhuluma Mamchunu😂😂😂😂
Fuseg wena Gogo " inkinga yakho ubulawa umona salukazi ndini , hambo uyothukana nontanga yakho " skhohlakali ndini
❤❤❤❤❤❤sikuthanda kabi king zoso
We love you Zozo ❤❤❤
Keep up the gud work mfana imithandazo yethu izakuphilisa thina siyakuthanda❤❤❤❤❤❤
Siyakuthanda Zoso ❤🎉🎉 apha emampondweni Flagstaff 🎉❤futhi sizoku supporter qhawe
Umona ifa lezinja uma uke waphumelela izimfamona zithi uthwele.Kufanele umuntu omnyama angabi nalutho.
Aiii awukahle wena sdwedwe somama ubolile emloyeni😢into ephuma emlonyeni aiii🚮
Zoso ungapheli umoya unomona ngawe lomama siyakuthanda fut sisazokuthanda❤❤❤❤❤❤❤ n sisazovota kakhulu kunakuqala
Wena Welile ugula ngempela udlula ngisho uNgizwe 😢but kubuhlungu ngoba ugulela enganeni encane uzoyiphazamisa emsebenzini wayo nxe
Aibo mama yeka ingane phansi
Ungaphenduli leslima
Hlanganaphi wemama yiboxelni ngane yayizamela
Uthengiwe Welile.but me simthanda uZOSO siyamthanda..phuma naawe emzini kaNGIZWE UHLALELENI ZOSO?
Siyakuthanda Wena Qhawe ungabanaki Laba banomona uyawushaya umsebenzi wakho uziyeke lezalukwazi ezihlulwa amanzi amponjwana.❤
❤❤awu qhawe udlalumona mama thulakanjena qhawe alweyedwa
Nihlanganaphi nempilo yengane iyekeni
Wuuu naze nabhora aniyeke uZoso bakithi
Simthanda enjalo kodwa Thina uzoso ❤
Sikuthanda ukufa thina zoso mfana kithi 💞💞💞💞
Thina sikuthanda hooray 💃💃💃💃Zoso we love you my son❤❤❤❤❤❤
Nkosiyami ngoZoso 😢
Savele sakthanda kakhulu khuphuka lapho,nkabi yamadoda KING ZOSO
Uhlobo lwakwaMchunu lunenkinga ngempela badinga usizo
😂😂😂nje uyababona
Khula khehla UJEHOVA akubusise syakuthanda futhi thina zoso
We luv u King Zoso❤
Hayibo Zoso loluhlanya elikusukelangani..lesidakwa phumakuso sinomona
Izinja aziyikhonkothi imoto emile,logogo unomona,Khuphuka lapho King Zoso
Asinandaba noms ni gamthuka nithini u King Zoso syamthanda enjalo sibuka nina enilwa nengane encane kangaka nawe mfana ndini ozibona engcono nge Polo laZoso one day kuyeza kuwe uhlekisa ngo Zoso namhlanje ksasa kobe kuhlekwa wena 🤞
Watalabha u King Zoso logogo onamathanga aphashile
Uthando engnalo ngawe king Zoso ntwana yam👌😍💗
We love you more king Zoso yeka aba banomona ngawe
EMACHUNWINI KAZI KWAKHALA NYONINI
Kodwa yini lomama nenhlamba yazi uyazilulalaza yenu uqobo lwakhe waze wakhohlakala emdala kanje uze uyashonaye ukuthi mudala😢😢sies salukazi umona ifa lezinja
Kwaze kwangikhuthaza kuthi Lo king zoso had nothing now his the next big thing 🎉🎉 Shuthi uyatibila ndoda keep up the good job kubambezingelayo mfanakithi nezinjavzikhonkotha ehambayo let me Tull 🤔
Khuphuka Zoso lenja inomona😂😂😂😂
Hayii unomona xem welile
Abakwazi nokuzifihla abasebadala bebalela ingane ukuthi isukaphi ngempilo. Ngbuka odoti nje
Simthandenjalo usumbhadeka ngobende ngobende inyamungayindla umdala kabi dotimuni owukhulumenganeni asinandaba thina khulumuzufe sdakwa ndini
Kodwa vele unevoice yezidakwa vele uyisidakwa😮😮😮😮😮😮😮😮😮
Sinawe nkabi yami ungamnaki
Zosi don't give up ❤ umntu uphakanyiswa ngumntu vele, qina boy lamazwi abo azokuphakamisa
Phambili ngawe zoso siyakuhlonipha kahuuuuuuuulu ❤❤❤❤❤❤❤
habeee lomama inhlamba !!Zoso we lv u❤
Siyakuthanda thina and sohleze sikuthanda ungaqophisani nezidakwa
Uzothakatha lomama zoso thula du
Isthwalo sinisanganisile manje welile
Umona,umona ,umona,kubantu ake niyeke umona Bantu bakithi abamnyama.
Undlami akakwazi yini ukukhulumela ndlamini vela please
Khuphuka lapho
Uyasangana welile
Ibhadi lakho Soso ungabanaki qhubeka nomsebenzi wakho omuhle siyakuthanda thina
Ubayeke ngeke bakwenzelutho king zoso phambili mfana omcane kodwa achishe abemdala
Anisiletheni la kimi lesdakwa somama asibazi abantu si funa mpama nje doti nobubi
Haw amagama asinda kangaka kodwa????
Bayakumonela Zoso
Unomona lomama qhawe qhubeka usebenza usenza imisebenzi emihle ebantwini siyakuthanda ❤ king zoso
Wewelile ziqoqe cc khula uma kune phutha alenzile u zoso kume ukhulume naye kahle hayi isithuko esinje umdala gogo zoso thula ulugise lapho umoshe khona unkulunkulu uhlezi ekuthada sinawe quba umsebenzi omuhle
Kade wayemsuthi efuna ukuzisho zonke lezinto
Siyakuthanda Zoso asinandaba nalomama
Kuthanda ukufa King Sozo mfana wami❤❤❤❤
Kodwa Yin umona ubona iqhawe liphumelela sikthanda unjalo unesthwalo esihle sikthanda unjalo Zso❤❤
We love you sozo you are ⭐💯 you are good my son God bless you God protect in Jesus Christ name 🙏 God you deserve ⭐❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Uyagula lomama ufuze losanganile wakini
Zoso my boy chubeka bo ungapheli umoya ula❤❤❤
Ufuna akushele yini uZoso waze wamdala ulibele ukthuka na nengane awsemdala khohlwa ingane izizamele ufunani wemadakwane oshile ebsweni hlukana nengane uwena oysukelile uma ufuna jukhlonishwa nawe mhloniphe uzoso uyagula wena kanti nigula nonke kini Zoso shiya loluhlanya nawe uzogcina usuhlanya
Yooooo ninomonaaa ngiba ephumelele
Unjalo umuntu zoso musuphubanomona ufuna uuhlezii ukhothama kuye ungamnakii😢
King zoso syakthanda noma bengathini 🥰🥰
Love you Zozoooh keep it up Zooh❤
Ngoba uyayizala nje ingane, pho uyithukelani bo? Kahle bo cc kahle. Inhlamba engaka!
Zoso qhubeka nomsebenzi syakuthanda thina uyabasiza abantu🎉🎉🎉🎉🎊🎊🎊🎊💯🙏♥️❤🎊🎉Big up🎉
Noma engathini thula thula 🤐🤐🤐🤐🤐🤐🤐🤐🤐🤐
Nxese king Zoso nxese qhawesiyakuthanda mfana
@Bongiwe Booi yeka lomama uyenze usebenzi wakho❤❤❤
Waze wanomona alikho iqiniso hlala endlini ungumama kanti kunani uyahlanya utshwala benza umsebenzi wena uhlushwa yini?
Hhayi bo logogo 😂😂😂😂.
Kwaze kwanzima 🎉🎉🎉
Kuningi okuyiqiniso okushiwo iwelewele kodwa kugcindezelwa ngokuthi uyahlanya....just saying 🥱
Kulieelwan nomfana coz nazi nokuhlupheka kwakhe konke manje ngathi nokphimelela futhi kuynkinga ne polo lakhe elibi aybo akeniyeke ingane bo iziphandela impilo yini manje nifunukthwala ngaye yin😢