Ukuphupha amakaka, uthola ifoni, imoto, ugibele ibhanoyi, inyama yengulube, amazinyo aphukile

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 гру 2024
  • Ukuphupha amakaka, uthola ifoni, imoto, ugibele ibhanoyi, inyama yengulube, amazinyo aphukile, indlu kagogo nomkhulu, uphupha uzibona usesendlini kagogo wakho, uzithola usendaweni yasemakhaya, indlu eseyalaxazwa, uhlala endlini endala engasasebenzi.
    Thanks for your unwavering Support.
    It doesnt go unnoticed. UNkulunkulu akusize, akusikelele, futhi akubusise njalo.

КОМЕНТАРІ • 66

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase1314 3 роки тому +8

    thokoza Mkhulu ngisacela ukufakaza ngendaba yokuphupha amakaka if uphupha amakaka kusho into ezningi yes kusho ischitho bcz zonke lezinto ngizozibala ziyischitho mongalaphile. kuyasho ukuthi umsamo wakini uphehlelwe amanzi amnyama. kuyasho futhi ukuthi unabantu abadala abakumbethe abadinga ukugezwa sengisho ukuthi udle amagobongo ...kuphinde kusho ukuthi uneschitho esngaphakathi kuwe esdinga kukhishwa. so if ulokhu uphuphana namakaka ugqume uphalaze kunganqamuki ngingamsiza loyomuntu ...ngemithi nje ewu 4 engaynikwa abaphansi nami ngikuleyonkinga ....ngyabonga

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      Thanks hey,
      I hope you will share your number that people who want to get hold of you can do so.
      We really need people who are willing to help people overcome whatever impediments they faced with.
      Be blessed

    • @mzielangaseki4921
      @mzielangaseki4921 2 роки тому

      mna ndiye ndiye ndiphupha indim okakayo mara ingaphumi lula
      so ndaya emntwini wathi ndinesichitho esikhulu mara asikapheli nangok
      ndicela undincede

    • @sbusisomahlase1314
      @sbusisomahlase1314 2 роки тому

      @@mzielangaseki4921 thola lemithi uyigaye ugqume uphalaze ngayo Nukani.. msuzwane ...labatheka..khathazo...chitha ibhunga...ndiyaza....phinda emuva mpinda amshaye 14days gquma uphalaza

  • @zanelemahlangu7819
    @zanelemahlangu7819 2 роки тому +1

    Siyabonga for the teachings. Izolo ngiphume igane yase Nextdoor ikakeke eyadini Lami. Omunye umakhelwane bekababaza ngendlela ebekanuka ngawo.

  • @preciousmahoko1668
    @preciousmahoko1668 3 роки тому +7

    I love your teachings how I wish it was English dominated

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +2

      Thanks Precious,
      We'll soon try by all means to put some sub-titles.
      May the Lord, our God be with you and bless you.

  • @lindiwemalaza1312
    @lindiwemalaza1312 6 місяців тому

    Aman pastor..ngabe Kusho kuthini ukuphupha ushayelwa I phone ngumuntfu wakini atsi awumtjeli ngani kutsi uyagula uchazele abese uyakhala .. amen

  • @nkosinathikhoza367
    @nkosinathikhoza367 2 роки тому +1

    Ngsacela ukubingelela ngsacela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha isibaya sakithi sigeleza amanzi aClean engathi amanzi omfula ohambayo umquba angiwubonanga Thokoza🙏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      *Uma uphupha ubona isibaya;* wuphawu oluvame ukuchaza umsamo omkhulu wasekhaya noma isizinda samathongo.
      *Uma uphupha ubona isibaya;* wuphawu olungabuye luchaze inhlanhla, umnotho, ukuthula, uzinzo nenqubekela phambili.
      *Uma uphupha isibaya sigeleza amanzi;* wuphawu olungasho ukuthi kunesidingo sokuthi nihlambulule umsamo noma abaphansi.
      kepha *Uma uphupha isibaya sigeleza amanzi;* wuphawu olubi uma kungukuthi amanzi angcolile olungabuye lusho ukuthi umsamo noma amathongo kade engcolisiswa noma asengcolisiwe.

  • @patiancemasina1305
    @patiancemasina1305 3 роки тому

    Sawubona pastor. Ngicela ukubuza ukuba lichazani leli phupho. Ngaphupha umkhulu wami sewashona bengimbona es'bukweni ekhuluma kodwa ngingamuzwa uthini. Ngiyabonga

  • @NkosikhonaNgubane-pi5be
    @NkosikhonaNgubane-pi5be 5 місяців тому +1

    Uma uphupha engathi uyazi bhoshela kucazani mkhulu thokoza asbonge

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  5 місяців тому

      Please check this video,
      ingahle ikusize kakhulu.
      Filename
      Ukuphupha uzikakele
      Video link
      ua-cam.com/video/qmTV2xt0zRM/v-deo.html

  • @khanyisilem9067
    @khanyisilem9067 Рік тому

    Sawubona pastor ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubona amakaka enkukhu egcwele indlu(hut) kukhona nodlamu lwenkukhu ukukhombisa ukuthi kulala inkukhu vele. Mina ngakhombisa umngani wami ngambuza ukuthi uyakhumbula na ekhaya ukuthi iinkukhu zasekhaya nazo zilala kanje. Liphele lapho nje.
    Ngiyabonga kakhulu.

  • @lungomaduna1182
    @lungomaduna1182 2 роки тому

    Siyabonga pastor Mina ngiye ngiyiphuphe ifoni ngiyicosha phansi inkinga khona ucc omdala kunami uvele alwe nami afune ukungiphuca athi ngiyintsontshile siqale lapho silwe kube ukuphaphama kwami

  • @SurpriseMNcube-fp8nf
    @SurpriseMNcube-fp8nf 7 місяців тому

    Sawubona pastor bengicela ukubuza ukuthi ukuphuphu usemqansweni besekuthi ngaphansi kulomfula kugcele ingwenya,inyoka lenhlanzi ezinyama .Bengisehluleka ukwehla then ngaphonela omunye umuntu ukuthi azonsiza

  • @NalediRadebe-c3y
    @NalediRadebe-c3y Рік тому

    Morning pastor philani nathi saphila ngicela ungichazisele ngephupho ngiphupha ifone ukhala ngathi kunomsebenzi engibizwakuwo kodwa ngathi yi miss call bt I was happy

  • @matshabalalaeleki
    @matshabalalaeleki 3 роки тому +1

    Siyabonga Pastor wethu.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      Thanks Eleki.
      May The Lord, our God favour you in all what you do.

  • @ntombikayisendwandwe2877
    @ntombikayisendwandwe2877 3 роки тому +1

    Hi bhuti ngicela ungisize Uma uphupha umuntu wesimame enqunu👏

    • @nwabisazusakhe7622
      @nwabisazusakhe7622 3 роки тому

      Hi Postar kuchazani uma uphupha amakaka abe ingawakho nalokho ingabe sisichitho ngicela ungicacisele ?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому

      *Uma uphupha ubona owesifazane ongamazi onqunu* wuphawu oluvame ukubika ukuthiu ungase wehlelwe isibusiso nenhlanhla engavamile kungekudala.
      *Kepha uma uphupha ubona umuntu wesifazane enqunu okungaba wunkosikazi wakho noma isihlobo noma umuntu omaziyo;* wuphawu olubi oluvame ukuba yisexwayiso ngemfihlo engase ivele noma ihlazo angase limthele noma angene kulo engazelele kungekudala.
      Futhi kungasho ukuthi akavikelekile noma noma kunezinkinga ezisina zimjeqeza ebudlelwaneni, emsebenzini noma kwakwenzaayo.
      *Uma uphupha ubona isithandwa sakho sinqunu;* wuphawu olubi olusho ukulahlekelwa isithunzi ngenxa yehlazo elizovela futhi ningase nibhekane nokungezwani okuzoba phakathi kwenu nobabili futhi ngeke nikwazi ukukugwema.

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Рік тому

    Makwande 🙏✨😇

  • @sidanisiwenkomo8505
    @sidanisiwenkomo8505 2 роки тому

    Ngyabonga pastor kuchazani ukuphupha utshengiswa imoto entsha kuthwa ngeyakho Mele uysebenzise .....Kodwa imile ilinde ukut mina ngingene kuyo

  • @JustinKani
    @JustinKani 25 днів тому

    Ukuphupha ukhuphuka idlozi ithinilonto

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 3 роки тому +2

    Spot on.. having different inputs about your dreams makes your assessment of the situation much better! We need to understand and accept.. LIFE IS A JOURNEY 🕯️🕯️🕯️🙏🙏🙏💓💕❤️

  • @lungelwasphambo1350
    @lungelwasphambo1350 2 роки тому +1

    Ngikholelwa kwezakho iingcazelo yaz abanye abantu even on UA-cam angisabezwa ngithanda indlela ochaza ngayo

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      Thanks, Lungelwa,
      Ngiyathobeka kakhulu.
      INKosi ikulonde

  • @deencube1762
    @deencube1762 3 роки тому +1

    Siyabonga pasta weningi

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому

      Thanks Dee,
      May the God's grace be upon you, always. Much love.

  • @audreybeukes2038
    @audreybeukes2038 2 роки тому +1

    Hi pastor thank you for you insightful knowledge my question related to animal manure if you see someone eating rhinoceros manure thank you.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      *Uma uphupha ubulongwe bukabhejane;* wuphawu oluhle olukukhuthaza ukuthi utshale imali yakho kumkhakha webhizinisi ikakhulukazi elokudla futhi kuzokhula ukusebenza kwalo uphinde uchume, ube nengcebo nenala nemali ibuzwe kuwe.
      *Uma uphupha ubulongwe bukabhejane;* wuphawu olungabuye luveza ukuthi izinkinga okade ubhekene nazo zizophela maduze.
      *Uma ungowesifazane uphupha ubona ubulongwe bukabhejane;* wuphawu olusho ukuthi ungase uthola umlingani okhomba ngophakathi noma ocaphuna kusale maduze.
      *Uma ungusomabhizinisi uphupha ubulongwe bukabhejane;* wuphawu olungasho ukuthi izibhinisi lizochuma liphinde lenze inzuzo eyanele.
      Uma ungowesilisa uphupha ubulongwe bukabhejane;* wuphawu olusho ukuthi ungase usimame ngakwezezimali esikhathini esizayo.
      Uma uphupha ubona umuntu omaziyo edla ubulongwe bukabhejane;* wuphawu olungasho ukuthi lomuntu uzokwenza noma yini ukuze aphile noma aphumelele empilweni.

  • @LethiweGama-kn8nf
    @LethiweGama-kn8nf Рік тому

    Ngiphuphe ngichosha ifoni endleleni Koda ngithe Uma ngiqhubek ngihamba ngambona umnikazi wayo Koda angikaze ngimnike

  • @thabisilemkhwanazi7127
    @thabisilemkhwanazi7127 2 роки тому

    Ukuphupha ngisemanzini kodwa lapho siyaphuma kuloyomfula amanzi ahlobile

  • @sbusisongwenyasbuda5948
    @sbusisongwenyasbuda5948 3 роки тому +1

    Uphuphe pasta kunendlu ngaphansi kwentaba okumele uyenyuke,umnyango wokungena no'khiphel entabeni.omuny umuntu angalahlek angakakafik emnyang okukhiphel entabeni

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому

      *Uma uphupha intaba;* wuphawu olungasho ukusebenza kanzima, ukunqoba izithiyo, nokuphakama empilweni ngaphezu kwezingxabano noma izinkinga ezincane zansuku zonke.
      *Uma uphupha indlu;* wuphawu olungasho ukuvikelela nokuphepha nakuba zikhona izinkinga nezingqinamba empilweni.

  • @ndamasebusiswa1927
    @ndamasebusiswa1927 2 роки тому

    Thank you brother

  • @koalimontshi2689
    @koalimontshi2689 2 роки тому

    Pastor celubuza kucazani ukuphupha abantu befuna ku qutha ifoni yakho be ibanga

  • @Cindy-lg4wn
    @Cindy-lg4wn 2 роки тому

    Pastor.mina ngiphuphe ngihamba lomnyeni wami ngemonto ingela malayithi njalo bekumnyama singakwazi lokubona phambili but imoto ibihamba kahle ingatshayisi

  • @prudancephilile7167
    @prudancephilile7167 Рік тому +1

    Unjani ingabe kushoni uma uphupha ingane ena 2years ikhakha iquthile ngapha ngiya sula ngethishu lapho ekhakha khona ingabe yisigcitho naso lesi??

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Рік тому +1

      *Uma uphupha amakaka engane;* wuphawu olubi olungasho ukuthi kumele usukume uthole usizo likukhipha isichitho noma isinyama abakugadla ngaso abathakathi.
      *Uma uphupha amakaka engane;* wuphawu olusho ibhadi nesikhathi esibi ozohlangabezana naso empilweni.
      *Uma uphupha usula amakaka engane;* wuphawu olusuke lusho ukuthi kumele usukume uthole isixazululo sesichitho, ubunzima, nezinkinga ezimbi ezikukhungethe.

  • @madonnandlovu-ep5ds
    @madonnandlovu-ep5ds Рік тому +1

    Mina ngingaphupha amakaka yimali kimi

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Рік тому

      very Strange hey,
      but same dream different meaning.
      Stay blessed.

  • @zinjilevilakazi5730
    @zinjilevilakazi5730 3 роки тому

    Ngicela kubuza Mkhulu ukuphupha umuntu emuka nomfula bese ugwazwa yinto ize iphumele esifuben bese uyathula kube ngathi ufile, ngabe kushon??

  • @nokuphilamchunu7944
    @nokuphilamchunu7944 3 роки тому +1

    Siyabonga kakhulu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому

      I thank you too, Nokuphila.
      UNkulunkulu akulonde aphinde akubusise njalo.

  • @thembimtsweni987
    @thembimtsweni987 2 роки тому +1

    Mina ngihlezi ngiphupha amakaka kokhunye ngiphupha ngidliswa wona , namhlanje ngivuke ngingagcokile enzasi kanti angikaze ngikhumule pls help

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      *Uma uphupha udla indle yomuntu;* wuphawu olubi oluvame ukubika ukuthi uzungezwe abantu abakudlela umona ngempumelelo yakho futhi okungenzeka bakufa isichitho.
      *Uma uphupha udla indle yomuntu;* wuphawu olubika ukuthi kunomuntu okumelele ngemithi emibi ezokuninda ngesichitho, ibhadi, isinyama, noma isigcwagcwa phambi kwabantu.
      *Uma uphupha udla indle yomuntu;* wuphawu olusho ukuthi ungase ubhekane nezinkinga noma izimo ezimbi ngenxa yezimfamona ezikufisela okubi ebudlelwane noma emkhakheni wakho.
      *Uma uphupha unqunu;* wuphawu olusho ukuthi izimfihlo nempilo yakho yangasese izokuba sobala uphinde uthelwe lihlazo.
      *Uma uphupha unqunu;* wuphawu olungabuye lubike ukufulathela nokuqhela kwethongo noma ukuqhela kwenkazimulo nokuswela ukuvikeleka okuvela kuNkulunkulu.

  • @nonjabulokhuzwayo1284
    @nonjabulokhuzwayo1284 4 місяці тому

    Hi Pastor mina ngiphuphe ngibona amakaka engathi ashiywe abantu ababili and lamakaka abekwe amaphone eceleni kwawo amanye ebene iphone amanye ebene mobicel engathi sawathatha lamafon babuya abanikazi bawo sabanika cela ung'chazele 🙏

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto5112 3 роки тому +1

    Eyi pastor wethu ndiphuphe ndigibele ibhasi ngasemuva kwam kuhleli umuntu wasekhaya enomunye usisi endingamazi ndibone sekusiwa imali yam emhlophe ebendiyiphethe ilahleka kwakuyona ibhasi ngaathi ndibuze apha Kubo bavele bandizibe ndigcine ndingayitholanga imali yam .kanti ndinokuphupha ndigibele isikebhe sivele siwe esiphakathini komfula singifake ngaphansi libuya ngalo leliphupho.elokugcina iphupho ndiphupha kunomntu othi mandimlandele sifike kwi lift ivuleke athi masingene ndivele ndibe nokungamethembi ndijike eduze kwe lift ndingangeni kuyona agibele yedwa mna ndibuyele emuva camago

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      may you give me a call on 076 4166991, please

  • @noyolomagula8398
    @noyolomagula8398 2 роки тому +1

    Siyathobeka

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      Kubonga mina.
      Uphile njalo, ngane yakwethu.

  • @nkazimulondlovu8056
    @nkazimulondlovu8056 2 роки тому

    Ngiphupha umawami eshayela imoto enaroon , ngabe kusho ukuthini ?

  • @Prince_Pringl3
    @Prince_Pringl3 3 роки тому

    Pastor wenengi
    Ukuphupha uthole umsebenzi?

  • @Defterfins
    @Defterfins 2 роки тому

    Ngyabingelela, sacela kubuya kusho uthini ukusebenza no Mphathi wakho Sengathi ni cleaner umfula nikhipha amathini and uyena osebenza kakhulu?
    Nokuphupha abantu osebenza nabo nindawonye niphethe ukudla nje kuthi omunye I rice u shukela?
    Yabonga

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 3 роки тому +1

    🙏🙏

  • @mlagercroc1367
    @mlagercroc1367 3 роки тому

    Sawubona Pastor 🙏!cela ukubuza kuchazani ukuphupha imoto emhlophe ime emsamo?

  • @makhosinzama9765
    @makhosinzama9765 3 роки тому

    Thokoza mkhulu , kuchaze kuthi uma uphupha ushayela imoto unyuke intaba mese ufike phezulu kuqamuke ibus mese imoto iyahlehla

  • @slindilemasondo9545
    @slindilemasondo9545 3 роки тому

    Thokoza mkhulu. Ngiphuphe umntwana wami Ona 15 months ewela emgodin wethoyilet lakudala sekungumgodi kodwa unamakaka . Uma ephakat ukuwo agcine okhalwen lakhe uyakhala phakat kungen umfana wam amelamayo Ona 9 years amkhiphe . Uma esekhiphile aginqike kwelikhulu iwa Kube sengat usekuplastic. Elokhu eshayiseka aze ayofika phans ngikhale ngit ingane yam ifile ngeke isinde Ewen elingaka. Uma ngyivula uplastic akuwo ngimfice eseshonile eseliqwa kukhona nenyama ebomvu ebimnamathele ngenza you freezer ngimkhiphe ngikhale ngimuzwa ukut uyabanda useshonile vele. Ingane Uma ngiyibiza ivele uvule amehlo ngijabule ft ukut uyaphila ngiphaphame. Ngyabonga.

    • @sbusisomahlase1314
      @sbusisomahlase1314 3 роки тому

      Isichitho leso kumele nawe uthole izinto ezizokususa lento nayo ingane uyigeze ngomuthi uyiphuzise uychathe idlozi liyakuvezela kuthi kukhona ischitho enihamba naso next tym uzophupha amakaka uphuphe nabantu ongabazi befile ischitho esihamba nesnyama

    • @slindilemasondo9545
      @slindilemasondo9545 3 роки тому

      @@sbusisomahlase1314 thokoza mkhulu 🙏

  • @JustinKani
    @JustinKani 25 днів тому

    Ntombozuko