Sawbona Pastor, syabonga . Ngicela ungisiza . Bengilokhu ngiya kochama every 20minutes and then later fell asleep , mase ngilala ngaphupha engathi ngiya kochama e toilet ngafika ngachama nje kamnandi , kodwa only to find ukuthi sengichamele umbhede😢😢😢😢
Recently discovered this channel and I love it. If ngiphupha i-toilet eligcwele bese ngiyalivala, next thing I see i-ex yami e-toilet kwami ebusy ngo number 2. Ngisuke mina ngim’nikeze ukudla while ese-toilet. Abuye alethe lokudla ethi kimi umuntu akanikezwa ukudla ese -toilet. I’d appreciate it if you’d interpret this dream for me
Sawubona mkhulu mina ngiphupha sengathi umuntu wam use toilet uphetwe yi sisu ngathi ngiya kuye ngiye to check him manje ngathi I give him a toilet roll kodwa inamakaka ngathi ayilahle lapho senagthi makaqeda ngimupha a vinegar so that he can be heal since aphetwe yisiso
Thank you Pastor, I am not sure whether you will see this as its been so long since you released this information. If you read it pls tell me Pastor Ningi, what does it mean ukuphupha uchamela ebhekileni evuzayo, underneath bhekile kune sikhumba sebhokwe. I hope and pray you will answer me. Keep well Pastor.
1. Water leak in bathroom is a betrayal. kunomuntu or abantu within your close circle who are betraying you. 2. Water leak in bathroom in dream expresses mourning and sadness. This dream is about an imbalance or some struggle in your personal situation or business matter. 3. symbolises 4. kungenzeka kunomuntu or abantu who may be sucking away your energy and resources. kungenzeka kunabantu abadla amandla nezinto zakho wena ugcine usele ingena lutho. The Good and mercy shall follow you, Vanitha Vanitha
Thokoza mkhulu, ngi thanda inxazelo yakho. I shaye nxo e phupheni lami. Ngi thwasile. Ngi phuphe ngi tete my only son who has passed on. Mina naye, besi phonswa ngezi tini (bricks). Nga bona I toilet e ncane nga balekela khona. Ngi phaphame ngi vula umnyango we toilet. Thokoza
Ndicela ukubuza uma uphupha indlu yangasese kukhona okushiyiweyo ngapho landlu I flasha kunamanzi ngapho and lento uyibona utywa ngumlungu kuyo uba ubonise umntu ofuna ukuzinceda Kodwa uma ufika phaya sewuhamba wedwa uma ubona I toilet
sanibonani mkhulu cela ubuza bana when you are dreaming of being in a hole but there is a poop in it then you try by all means to cover it up by umhlaba(soil) and you feel very uncomfortable in that process. what could that mean mkhulu?
Mina ngihlala ngiphupha somtimes ngi clean I toilet and it's been more than a year, I'm tired of this dream please help me ngoba be sengicabanga ukuthi yisicitho
Okunye futhi ngiphuphe ngihamba nabantwana abanengi bengilandela emuva mina ngiphambili
Syabonga Pastor Ei wangikhulula ngihlala ngithi ishitho kanti aksona belingiphatha kabi🙏🙏
If you felt relieved after kuhle, cause kusuke kupphuma ububi.
Stay blessed
Yes ukuphupha ukhulula kusuke kuphuma ischitho kuwe
Thank you, ngane yakwethu.
Stay blessed
Yini ukukhulula,number 2?
Ngiyazibongela Baba ngengcazelo zamaphupho ungichazele ngazwisisa Amen God bless you and your good work
Thank you.
Stay blessed
Molo mfundisi
Ngicela ubuza ukuthi uma ngiphupha ngilala nomlungu angazi noba bengizothola imali amamillion angikhumbuli kahle kodwa ibikhona into enemali phakathi kepha khange ngiyibone ngamehlo emva koko ngigijime ngiyochama kusho ukuthini
Linjan mfundisi
Ngiphuphe ngizikhulula phambi komdeni wami kuno kamah... Ngizikhulula egumeni qeda ngathatha umhlaba this ngavala ngayomba umgodi engadini ngabutha udoti lo ngayakugqibela lapho but bekusalala omunye udoti lokhe ngiwubutha ngiyewufaka egodini
Ngiyabonga ngihlezi ngithi nginesichitho kodwa ngobà sengiyazazi ukuthi ngingumuntu kamoya sengiphendulekile
Thanks, Stay blessed
Sawubona Mkhulu, bengicela usizo la baba. Ngiphupha ngizikhulula etoilet phambi kwabantu. Mengithi sengiyaflusha ukungcola kwavele kwangehla. Kwanyuka kwaze kwaphumela ngaphandle, kwathinteka nabantu abekade beseduze kwami.
Ngiyabonga
Uma uphupha uzikhulula phambi kwabantu futhi ukungcola kube sobala;* wuphawu olungasho isichitho abakufumba ngaso nehlazo ongase uzithele ngalo ungazelele.
@@NufliqOnline Ngiyabonga Mkhulu 🙏🏽
Ngiyabonga nami ngihle ngaphenduleka
Ay Kodwa mina uyangibusisa uchaza konke nkosi ikbusise🙏🙏🙏🙏🙏🙏
You're welcome,
INkosi ikwenzele konke okuhle
@@NufliqOnline ameni🙏🙏🙏🙏🙏
Amen mholi ihope uzongiphendula ngokushesha ngabe kuchazani ukuphupha ugezwa noma uthelwa ngomchamo.
Sawbona Pastor, syabonga . Ngicela ungisiza . Bengilokhu ngiya kochama every 20minutes and then later fell asleep , mase ngilala ngaphupha engathi ngiya kochama e toilet ngafika ngachama nje kamnandi , kodwa only to find ukuthi sengichamele umbhede😢😢😢😢
Wow! How surprising!
Life is full of surporises, ngane yakwethu.
Stay blessed
Ngyabingelela Pastor ngibonge ngichazel yamaphupho liphendulekile nelami ngyathokoza🙏
Thanks for watching and
We're glad that you have found answers.
Stay blessed
Yhoo Hai ngicela ningisize bo mkhulu alinginiki ukuthula le phupho la namhlanje abelungu abangaka abafika ekhaya bahluphekile it was like umndeni nje
Molweni. ngicela ukubuza, ukusuka ngo 2017 ngiphupha ilindle cishe zonke izintsuku. Lento iyawuhlukumeza kakhulu umoya wam, ngoba noma ngilele emini liyafika leliphupho angisazi manje ukuthi kumele ngenze njani. Ngiyabonga.
*Uma uphupha ubona indle noma uzikhulula noma umuntu ezikhulula;* wuphawu olungabika ibhadi, isinyama noma isichitho osuke unaso noma ufakwa sona abantu ababi.
1. Ungafuna usizo *kubelaphi bendabuko.*
2. Ungafuna *umkhuleko kubefundisi*
3. Noma uzithandazele *INkosi izokusiza*
Unjani baba, ngivuke nephupho ngizikhulula endlini yangasese, kwavele kwaqhamuka inyoka encane ebrown ngaphezulu ngaphansi imhlophe, ngagxuma ngama phezuwento, ngathi ngiyazisula ikaka lawela phansi, kodwa onyoka yazihambela nje
Sawbona paster igama gugu mvelase ngcela ukbuza ngphuphe ngiwasha toilet ngathi beliqedwa kwakhiwa ligcwele nosimende ngi clina ngsusa konke ukungcola phakathi
Linjan mfundisi,mina sengikhathele wonke malanga ngiphupha ngisesinkolweni ngiku school unform ngise clasin kodwa nxa sengibhala kuvele kube mnyama zikhathi zonke ,,ngiphelelwe ukuthi ngiyabhalani,,angikaze ngapasa nje,,lelo phupho libuya njalo nje ,,,,,
Love this channel 👏🏾♥️
Thanks Sheila, much love for you. God bless you
Amen🙏🙏🙏 mina ngiphuphe abantwana becleaner I toilet mina ngithi cleanani impela angsafune makaka la
Siyabonga 🙏
Uma uphupha ulele mase kuba ngathi uyazi bhoshela kucazani mkhulu asbonge
Please check this video,
ingahle ikusize kakhulu.
Filename
Ukuphupha uzikakele
Video link
ua-cam.com/video/qmTV2xt0zRM/v-deo.html
Saubona pastor weningi. Ngabe koshoni loku,ngiphuphe ngizichamela nginxibe izivatho zenkonzo wase umchamo waziphumela ngimile (standing)
Video quality improved good.
Glad to hear that
Ngyabonga Pastor ngokungchazela lokhu ...kodwa ukuphupha abantu besilisa behlezi etoiley bezincedisa kodwa bengethuki Uma bekubona .... njalo nam bengfuna ukuzisiza kupeyo ndawo kodwa ngaphathwa ngamahloni ngaphuma kodwa indawo leyo beyinuka inghlanzekanga kugwele imchamo phansi........Ngasengiphupha. Umama ongzalayo enginika ibucket of samp ethi ngiwalungise kodwa isamp beyibukeka inhle iclean ukhanya ukut ivela esigayweni.
Ngasengiphupha iqanda elikhulu kodwa beliletsiyane phakat lamanye awenkukhu amabili.ngaphetha sengsensimi yakwethu ilekhaba kodwa kugcwele ukhula bgasengiqala ukuhlakula. Izimfe besezkhona ezivuthiweyo kodwa nxa bengit ngyageca ngbone sithethwe ngomunye ngakho ensimini besokusele izimfe eziluhlaza kodwa zitshengisa ukut seziyavuthwa.
Recently discovered this channel and I love it. If ngiphupha i-toilet eligcwele bese ngiyalivala, next thing I see i-ex yami e-toilet kwami ebusy ngo number 2. Ngisuke mina ngim’nikeze ukudla while ese-toilet. Abuye alethe lokudla ethi kimi umuntu akanikezwa ukudla ese -toilet. I’d appreciate it if you’d interpret this dream for me
(1) UKUPHUPHA INDLU YANGASESE IGCWELE
(a) Uma uphupha indlu yangasese igcwele wuphawu olusho ukuthi kukhona okuthile empilweni yakho okukubambezela ekwenzeni inqubekela phambili noma igxathu elincane eliya phambili.
Kunezinkinga eziningi kakhulu ezingaxazululiwe ezilinde wena ukuthi uthole okungenani isisombululo esifanelekile ukuze uzokwazi ukuba nenqubekela phambili, futhi ukuthuthukisa isimo sakho.
(2) UKUPHUPHA I-EX YAKHO ISENDLINI YANGASESE IZIKHULULA
(a) Uma uphupha i-ex yakho izikhulula endlini yangasese wuphawu olubi lwesichotho abakufumba ngaso.
(b) Uma uphupha i-ex yakho uyinikeza ukudla isendlini yangasese wuphawu olusho ukuthi uyikhathalele noma ubuyikhathalele ngisho ingenzi izinto ngendlela efanele.
Uma i-ex yakho ikubuyisa ukudla ngesizathu sokuba sendlini yangasese kusho ukubona noma ukuvuma ukuthi akumfanele ukukhathalelwa wuwe ngenxa yezenzo zakhe ezingafanele.
INKOSI Ithel'umusa
Ngiyabonga kakhulu, it makes a lot of sense.
Amen postor
Ngyabonga mkhulu yikona ekade kunghlupha.ngoba abantu bathi isicitho.kodwa manje kuyangidida.mkhulu engngakusho nje ngyabonga infundiso yakho.uma uphupha ingelosi kuchazani mkhulu
Kubonga mina.
Be blessed my brother
Mfundisi linjani, ukuphupha uphuza umcamo womunye umuntu kucazani
*Uma uphupha uwubona noma uwuphuza umchamo wumuntu;* wuphawu olubi ikakhulukazi uma umazi kusho isichitho noma ukufakwa isichitho ngaphakathi.
Sekukathathu ngiphupha itoilet and sengiqala ukukhathazeka
Morning pastor ngiphuphe ngiyiphoyisa ngigqhoke umfaniswano wakhona nezibhamu ezimbili ngiyabonga.
Hi bengicela ukubuza Uma uphupha izikhululela esangweni lakini kusho ukuthini
Sawubona.....kusho ukuthini ukuphupha toilet ibhidlika
1. *Uma uphupha indlu yangasese;* wuphawu oluhle uma ibhidlika; lusho ukuthi kunomuntu ongalungile ozophamba nemvula.
2. *Uma uphupha indlu yangasese;* wuphawu oluhle uma ibhidlika; lusho ukuphela nokushalala kwesichitho ezikuhaqile.
3. *Uma uphupha indlu yangasese;* wuphawu oluhle uma ibhidlika; lusho ukuthi sesiphelelwe amandla isichitho futhi angeke sisakuhlupha uma liwe langasabonakala.
4. *Uma uphupha indlu yangasese;* wuphawu olubi uma ibhidlika kuvele ukungcola; lusho ukuthi kunemizamo yezitha yokuthakatha ngesichitho futhi kumele usukume uthole ukwelashwa ngokushesha.
Mina ngphuphe I toilet yakhiwe intsha inayo ne globe I clean nje ngath akukasetyenzelwa kuyo
Cela ukbuza kusho ukthin ngibonge
I love your channel Mkhulu. God bless you
Thanks
INKOSI Ithel'umusa
Uphupha ukhulelwe
1. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle kakhulu lwenhlanhla olungasho ukuthi uzokhulelwa noma kukhona okhulelwe.
2. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle kakhulu lwenhlanhla oluvame ukubika ukuthi lindela ukuthola impumelelo, intuthuthuko, ukuchuma, inzuzo, umhlomulo, ngemuva kokusebenza kanzima, ukukhuthala, ukuzimisela, ukuphikilela emkhakheni wakho.
3. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle kakhulu lusho ukuthi lindela ukuqhakaza kwekusasa nokufezeka kwezinhlelo ngemuva kwesikhathi eside sokuzabalaza, nokubekezela kwakho.
4. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle kakhulu uma ungusomabhizinisi; lusho ukuthi lindela ukuthola umvuzo omuhle kakhulu webhizinisi noma womklamo wakho ngemuva kokuthi usulinde isikhathi eside.
5. Futhi *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu olungasho kunodaba olufihlile oseluqala ukuhlupha okumele usale uludalula noma oluzovela ngokuhamba kwesikhathi.
6. Kodwa *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu olubi uma uhlale uzibona ukhulelwe; lusho ukuthi kumele uthole umkhuleko onamandla noma usizo ngoba unesilwane esihleli esibelethweni sakho.
ask with respect in future, bingelela futhi ucele usizo.
Sibonge baba
You're welcome,
Stay blessed,
Thokoza mkhulu ngphuphe ngingen omgodini we toilet ngaphuma ngoncolile ezinyawen zinuka kabi ngabe lokhu kuchaza
Mina ngiphuphe ngichama but bengichamela esbayeni sembuzi
Ngabona ugogo wam osewatshona eceleni kwami ephethe ikhuba engathi uyahlakula khonalapho eceleni kwami ekade ngichamela khona
Sawubona mkhulu mina ngiphupha sengathi umuntu wam use toilet uphetwe yi sisu ngathi ngiya kuye ngiye to check him manje ngathi I give him a toilet roll kodwa inamakaka ngathi ayilahle lapho senagthi makaqeda ngimupha a vinegar so that he can be heal since aphetwe yisiso
Sawubona mfundisi ngicela ungichazele nali iphupho ngiphuphe ngingena etoilet ngiphiswe ngumchamo mangivala isicabha silokhu sivuleka kodwa akekho ongibonele ngase ngakhona ukuchama umchamo omude kanti amabowl wokuchama bewemabili enye encane ngasemnyango mina ngayakule enkulu ebheke umnyango ngingabonga umangingathola incazelo Amen👏👏
*Uma uphupha uchama;* wuphawu oluvame ukubika okuhle kufakaphakathi ukuchuma nengcebo.
*Uma uphupha uchama;* wuphawu olungasho isidingo sakho uzinike isikhathi sokuzikhulula ezinkingeni ezingakuphathi kahle empilweni. Noma kumele uphume kubantu abamngalungile, uzame ukuncipohisa izinto ezikufaka ngaphansi kwengcindezi.
Futhi *Uma uphupha uchama;* wuphawu olungabika ukuthi kumele ukuhlanze, ukukhulule, nokudedele imicabango, imikhuba nemizwa emibi.
*Uma uphupha uchama noma ubona umchamo;* wuphawu kwesinye isikhathi olungabika isichitho ikakhulukazi uma ubunephunga elibi futhi ungenza ungazizwa ngendlela efanele ngesikhathi uchama noma ngemuva kokuchama.
@@NufliqOnline Ngibonge kakhulu mfundisi uNkulunkulu ahlale ekukhanyisela njengoba nawe usisiza ungakhonondi isho njalo ingoma yama Wesile ithi Unabantu bakho Thixo eendaweni zonke ngisho lokhu ngoba sibaningi silokhu sicela izincazelo ngamaphupho wethu kodwa awudinwa ababangaki abenza njengawe may God grant u all yr desires & be always strong Spiritually be blessed👏👏👏
Ukuphupha I toilet lishunqa engazukuthi beseligcwele kwafakwa umuthi manje ngingena lishunqa wona lomuthi ngigcine ngingazikhululanga
1. sometimes ukuzikhulula kubika isichitho osuke ufakwa sona. leliphupho lingasho ukuthi kukhona obezama ukukufa isichitho kepha kwagcine kungaphumelelanga lokho.
2. Or kungasho ithuba lokuthola inkululeko eligcine liphazamiseka ngezizathu ezithile. ngoba ukuzikhulula at times kusho isimo sokukhipha into engasadingeki, etoxic, engakulengele wena. so if ugcina ungazikhululanga kungaba kubi lokho.
Ngabuyengaphupha umunye bhuti Wami engipha amaswidi stickswid ezie2
1. UKUPHUPHA AMASWIDI
a. Uma uphupha uphiwa noma nikezwa amaswidi; wuphawu oluhle olukhomba inhlanhla
Thokoza I had a dream I was in the toilet with window and I sow two boys looking at me I was inside
IM a venda
Ukphupha ngiliwasha itoilet Kona?
Mkhulu maphupha u chokwa igesi kuqazani
Moloweni pastor, bendicela ukubuza uma uphupha usitya I-toilet ekungayona eyakho
Ngiyabonga. Ngibuza ukuphupha uxashiwe emsebenzini sewu signe na ma peper kusho kuthini?
Kuphupha isibuku tiphethu ekuhleni kushon
Sawubona pastor
Uma uyiphupha ibathroom inetoilet entsha esenePrice, iprice yakhona ibibhalwe R29.99 lesigubhu esiba namanzi okuflasha, enye ibhalwe R11,99 ngoba leBathroom ibinamaToilet amabini amasha. Ingaba kusho ukuthini?
Sawubona. Ngabe kusho ukuthin ukuphupha inyanga " " nyeke ngiyisho igama...ngath ngiyohlola kuyo yangibuza ukuth ngizoyenzelani mayingangisiza ngahleka mina.ngath noma yin.wase wathi "Funda" ngaphaphama.
The other day ngiphuphe efika ekhaya sinomkhukhu.Wathi ngingakwenzelani ngath mina cela usakhele u 2rooms bese usithengela ukudla.
Cela ungisize,ungayichza kanjan into enjalo?
Ukuphupha i toilet licolile kodwa kube umuntu ohamba naye oliwashaya ngaphambi kokuba ungene kodwa ubusubonile ukth icolile
(1) UKUPHUPHA INDLU YANGASESE
(a) Ukuphupha ngendlu yangasese engcolile wuphawu olusho imicabango emibi, imizwa, izinkolelo, ukwahlulela noma ubudlelwano okubo obungebuhle.
Uma uphupha ubona indlu yokugezela engcolile, indlu yangasese egcwele noma egcwele amanzi kusho ukuthi udinga ukuzama ukulungisa/ukusombulula izinkinga empilweni yakho.
(b) Uma uphupha ungena endlini yangasese wuphawu olukhombisa ukuthi uzama ukungafeli ngaphakathi/uthukulula okungaphakathi kuwena.
(c) Kukhombisa ukuthi uveza imizwa yakho noma ukhipha noma ukubhodla ngezinto ezingakuphethe kahle noma ezikuhluphayo.
(d) Futi indlu yangasese engcolile iphinde ibe wuphawu lwesichitho noma olukhomba ukuthi kuneminya emibi ekumisa kabi.
Njengoba beyihlanza kungasho ukuthi udinga ukulungisa isimo noma indlela owenza ngayo izinto engamukeliki kubantu.
INKOSI ithel'umusa
Ukuphupha ungena etoilet ma ufika khona kumdaka kakhulu phantsi kunye nasethibhini awusakwazi ukuhlala kulo
Uphinde uphuphe ungena kwi toilet uyifumane iclean or ingcono
Thank you Pastor, I am not sure whether you will see this as its been so long since you released this information. If you read it pls tell me Pastor Ningi, what does it mean ukuphupha uchamela ebhekileni evuzayo, underneath bhekile kune sikhumba sebhokwe. I hope and pray you will answer me. Keep well Pastor.
Ndiphuphe ndizikakele
Unjani ngicela ukubuza ukuphupha use bathroom uvulela amanzi kodwa avuze wonke agcwale phsnsi tumbu isale ingelalutho kuchazani
1. Water leak in bathroom is a betrayal. kunomuntu or abantu within your close circle who are betraying you.
2. Water leak in bathroom in dream expresses mourning and sadness. This dream is about an imbalance or some struggle in your personal situation or business matter.
3. symbolises
4. kungenzeka kunomuntu or abantu who may be sucking away your energy and resources. kungenzeka kunabantu abadla amandla nezinto zakho wena ugcine usele ingena lutho.
The Good and mercy shall follow you, Vanitha Vanitha
@@NufliqOnline thanks
Thokoza mkhulu, ngi thanda inxazelo yakho. I shaye nxo e phupheni lami. Ngi thwasile. Ngi phuphe ngi tete my only son who has passed on. Mina naye, besi phonswa ngezi tini (bricks). Nga bona I toilet e ncane nga balekela khona. Ngi phaphame ngi vula umnyango we toilet. Thokoza
Thokoza
siyabonga uma kungukuthi izincazelo ziyayenza i Sense,
Makwande
Ukuphupha uchama igazi?
Kusho ukuthini ukuphupha indlu yangasese igwele angi understand uma ubaba echaza
(1) UKUPHUPHA INDLU YANGASESE
(a) Uma uphupha indlu yangasese igcwele (ngokwenkolo indlu yangasese imele indawo yokuhlambuluka/yokuzihlanza) kusho ukuthi isikhathi sokuzihlanza noma sokuhlambuluka sizokuphelela.
(b) Uma uphupha indlu yangasese igcwele ichichima kungasho ukuswela umuntu ongamvulela isifuba ngezinto ezingakuphethe kahle.
(c) Uma uphupha indlu yangasese egcwele ichichima indle, kungaba wuphawu oluhle. oluvame ukukhombisa impumelelo kokwenzayo nokufisayo. Leli phupho futhi lingaba wuphawu lokuzuza kwezezimali, injabulo nokuthula ozokuthola maduze.
(d) Uma uphupha indlu yangasese igcwele ichichima indle noma uzikhululala noma umuntu ezikhulula kusho ibhadi nesichitho
INKOSI ithel'umusa
ngyabonga
Ndicela ukubuza uma uphupha indlu yangasese kukhona okushiyiweyo ngapho landlu I flasha kunamanzi ngapho and lento uyibona utywa ngumlungu kuyo uba ubonise umntu ofuna ukuzinceda Kodwa uma ufika phaya sewuhamba wedwa uma ubona I toilet
sanibonani mkhulu cela ubuza bana when you are dreaming of being in a hole but there is a poop in it then you try by all means to cover it up by umhlaba(soil) and you feel very uncomfortable in that process.
what could that mean mkhulu?
Pastor Weningi ngiyakhuleka.
Kusho ukuthini ukuphupha ulumela esithweni sangasese (no:2 spot) kwangathi udinga uku-toileta..., uma uthi uyabuka, noma uyashidaba, kuvele kushidabeke indle enezimpethu?
- Kungaba wuphawu olusho ukudlulisela izinkinga zakho kwabanye.
- Uveza izinkinga zakho noma amaphutha akho kwabanye.
- Uza ukugxeka abantu abathile, ubasole ngezinto okungenzeka ukuthi abazenzi empeleni.
- futhi kungasho ukuthi awukwazi ukwamukela ukuthi unenkinga.
- Ucabanga ukuthi kulula ukusola abanye ngakho konke ngoba, kepha ekujuleni kwenhliziyo, wesaba ngisho ukuzibuka esibukweni.
- noma uzibeka engcupheni yokulahlekelwa ubudlelwano obubalulekile.
SUMMARY
IPhupho lingasho ukuthi ufuna ukuzi expressa kepha ngendlela ewrong ezokwenza ukuthi ulahlekelwe isithunzi noma abantu bangafuni ukusondelana nawe.
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho enqunu
*Uma uphupha umuntu enqunu;* wuphawu olungabika ukuthi lomuntu uzothelwa ihlazo futhi angase abhekene nezinkinga ezizomehlisa isithunzi ebantwini.
Futhi *Uma uphupha umuntu enqunu;* wuphawu olungabuye lusho ukuthi lomuntu uma enezimfihlo zisuke zingase zivele obala/kungase kuvele iqinisi abelifihlile maduze noma usenkingeni/uzoba senkingeni futhi udinga/uzodinga umsize.
In future ubobingelela bese ucela ukubuza.
Stay blessed
@@NufliqOnline 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ukuphupha unabantu bedla BT wena ugcine ungadlanga,2ukuphupha indawo ESA toilet BT isindala sekwasala ma seats BT bebaningi lapo abantu around bekaka n ufike selivaliwe toilet seat thiwa seligcwel bese uthatha I tissue emhlophe vele phaphame kushon?
(1) UKUPHUPHA ABANTU BEDLA WENA UNGADLI
(a) Lokhu kungasho ukuthi uvalelwa ngaphandle ezintweni ezingakwenza uphumelele/uchume empilweni.
(b) Ukuphupha ubona abanye abantu bedla ukudla phambi kwakho kusho ukuthi you the ability to rise above the ordinary futhi uyakwazi ukhombise abanye indlela engcono yokuphila.
(2) UKUBONA NABANTU BEZIKHULULA
(a) Kungasho ukuthi kunabantu abazama ukukuphonsa ngesichitho.
(3) NDLU YANGASESE EWILE/ESEYAWA
(a) Ukubona indlu yangasese eseyawa, kungasho a lack of privacy. okungasho ukuthi right now/or in the future you wont have a privacy you or other deserve.
(4) INDLU YANGASESE EGCWELE
(a) kungasho ukuthi ukungabi nendawo efanele lapho ingakwazi ukuvula khona isifuba sakho ngezinkinga ezihlupha umoya wakho/noma ezikuhlupha ngokwempilo.
Thokoza. Ngicela ukubuza kusho ukuthini uma uphupha umakhelwa wakho eqhash ekhaya kini bese eshanyela ibala. Bese lapho kwavela ubhuti wam echela egcekeni waphatheka kabi lomakhelwane wafulathela.
(9) UKUPHUPHA UTHANYELA/UHLANZA IGCEKE NOMUYE UMUNTU
(a) Uma uphupha umuntu ehlanza noma eshanyela igceke lakini kungaba wuphawu olumele umngani mbumbulu ozenza muhle kuwe kepha ene "bad influence" - ukuchela komfowenu kungasho umuntu ozama ukukubonisa noma ukulungisa umonakalo kepha lokho kuzocasula lomuntu ozenza umngani wakho.
Mina ngihlala ngiphupha somtimes ngi clean I toilet and it's been more than a year, I'm tired of this dream please help me ngoba be sengicabanga ukuthi yisicitho
1. UKUPHUPHA UHLANZA INDLU YANGASESE
(a) Ukuhlanza indlu yangasese kusho ukuvuseleleka kwamandla noma ugqozi lokususa izinkolelo-ze, imikhuba emibi, noma i-experince enegative ngezinto ezike zenzeka kuwe.
Ukubhekana ngqo nenkinga ngenhloso yoqeda umthelela wayo ongemuhle. Futhi kungukuzilungiselela ukuqeda ngento engeyinhle noma engathandeki.
(b) Ukugeza indlu yangasese kungasho izimo ezingathandeki, izenzo ezimbi noma izindlela zokucabanga ezingezinhle oziyekayo. Ukususa into ongasayithandi noma ongayazisi. Ukuqeda ngosizi noma umunyu olukukhungethe. ukuthatha isinyathelo sokuqhubekela phambili.
(c) Futhi kungasho isexwayiso esikukhombisa ukuthi kungenzeka kunabantu abangalungele, noma izenzo ezingalungile, noma imicabango engalungile noma indawo okuyo engalungile okumele uqheziqhelelanise nakho for your own peace of mind.
Funda nanka amavesi Proverbs 3:24 / Psalm 91:11 / Psalm 56:3 / Psalm 46:1 / Psalm 4:8 / 2 Timothy 1:7 / Proverbs 3:24 (NKJV) bese uthandaza.
Be Blessed.
@@NufliqOnline ngiyabonga kakhulu, I explanation God bless you
@@shareenmuleya7081 Be blessed too
@@NufliqOnline god bless you. Keep it up🙏🙏🙏😇
Ukuphupha uzichamela ulele kuchazani?
Ukuphupha ukaka then muntu wakini athathe amakaka ahambe nawo kutsho kuthini