VIMBEPHI-UMGQUMENI,UMBHENSE,MKHULU DIKADIIIKA,GCABASHE ETC...

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 24 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 303

  • @SthembileGumede-uo4rt
    @SthembileGumede-uo4rt 6 місяців тому +12

    Wayemuhle phel uvimbephi wam angphindanga ngathola omunye ofana naye🔥🔥😍😍aii laliqinsile iqhawe umuhle namnje lalikhala kufanele

  • @minenhlebrightnesszungu
    @minenhlebrightnesszungu 29 днів тому +1

    Syabonga cc ukhulume kahle and umuhle wayekhethile Mgqumeni ngiyakuzonda kufa

  • @KINGJOBE692
    @KINGJOBE692 6 місяців тому +78

    Umgqumeni u2Pac kaMaskandi bafethu😅...ophikayo,akahambe eyophikisana noGogo wakhe

  • @SphosenkosiEricDuma-bi4ok
    @SphosenkosiEricDuma-bi4ok 4 місяці тому +2

    ''Ubaba kaKwenzekile''❤😊
    Ngyafisa bavele nabanye oMahka Smiselo no Mah kaLusanda

  • @nhlalo3031
    @nhlalo3031 6 місяців тому +21

    Muhle umsebenzi bafo, sbonge kakhulu. Sbonge naku sisi Vimbephi. Ababhali bemdlalo kamabonakude bengenza inzuzo enkulu uma bengenza noma umdlala/Movie ngempilo yaleli qhawe eliwuMgqhumeni. Impilo kaMgqhumeni kufanele kwenziwe iMovie ngayo, ziningi izinto ezingaba yizifundo ezinhle nezimbi ngempilo yalendodo. Sbonge futh Shepard Bafo. Cela usitholela Umama kaLusanda manje, uma kungenzeka mfwethu.

  • @lungilelastborn6270
    @lungilelastborn6270 6 місяців тому +8

    Yamnandi lenkulumo ka👏👏💥 oke olande uJaiva Zimnike Nkabi

  • @mthokozisithalente8736
    @mthokozisithalente8736 6 місяців тому +5

    Yaze ya flow (er) inkuluma kamnandi akuphazinyiswana....Muhle umsebenzi bhuti awuthi ngyobheka le ngoma yalo ibhova ngiphinde ngiyilalele sengailazi iqiniso ngo sis "Vimbephi" 🤗

  • @mphilisenisithole1508
    @mphilisenisithole1508 6 місяців тому +14

    Cha wayemuhle bo uVimbephi, kushuthi uyoze aguge nalobu buhle. Nenkulumo yakhe futhi ivuthiwe, ukhulume kahle. 🔥🔥🔥

  • @AndriesMchunu
    @AndriesMchunu 4 місяці тому +1

    Ncoo best interview ever and usisi wayemthanda uMfokaKhumalo uphile nje Sisi wami

  • @mduduzindaba-gn3xt
    @mduduzindaba-gn3xt 6 місяців тому +2

    Hhayi mfowami ngiyamvuma umaMcineka ntaka mkhulu laliqhonyiwe ibhova umfazi wangenpela lomama salute Vimbephi🎉🎉

  • @sidetechsidetech3086
    @sidetechsidetech3086 6 місяців тому +7

    Ngiyobelokhu ngishonjalo ukuthi lensizwa uMgqumeni umoya wayo uyaphila...ayikaze yenzeke le eyokuma kwegama lomuntu, iminyaka eyishumi nangaphezulu....ahambile amaqhawe ngemva kwakhe kodwa elakhe igama liminjalo....shiya hho...hho...hho...hho....wabisha ngulube...ibhova Likadikadika, umuntu ekhathele ebuyokhuleni...hha suka

  • @snakepoisonentertainment7996
    @snakepoisonentertainment7996 6 місяців тому +24

    “Wawumfunani uVimbephi, wawuthi uyomyeka yin uMbhense wakhe”😂😂
    RIP nkosi yomaskandi🙏🕊️

    • @sibonelohashtag
      @sibonelohashtag 6 місяців тому

      Eyii madoda

    • @nkosinathimzomuhle-bk1km
      @nkosinathimzomuhle-bk1km 6 місяців тому +2

      Wabonani awushokahle hhee? Ngangingaboniiilutho hhiiiii? Ngabonintombenhle hheee ngabonintombenhle hhiii

  • @SiphesihleMALINGA-m5c
    @SiphesihleMALINGA-m5c Місяць тому +1

    Cc vimbephi iBHOVA lalithanda CRC kunengoma ekujubox ethi Nompumelelo Mbatha jikela ngakimi iBHOVA lalikhetha CRC

  • @SceloNdlela-gt1vn
    @SceloNdlela-gt1vn 6 місяців тому +6

    Angibingelele kumama uvimbephi siyabonga kakhulu (sicela usikhuzele bona lamandodakaz amaqhawe omabili angathukani lokho ezinkundleni zokuxhumana lento yomancofana ayisani ndawo abazihloniphe umsebenzi sizobeseka kodwa inhlamba namagama ababizana ngawo akusiphathi kahle lokho ❤❤ngiyabonga

  • @mxolisisithole7159
    @mxolisisithole7159 4 місяці тому +2

    Ewu le interview iyathintana emoyeni mama uVimbephi😊 uclean uhlelekile, ukhuluma into enomqondo 🙌🙌

  • @lukhanyocabilah6528
    @lukhanyocabilah6528 6 місяців тому +7

    Salute Manqele uyinkunzi bafo,siyabonga naku sisi u Vimbephi ngeskhathi sakhe,she's a true story teller 😊

  • @Njabulo15Freedom
    @Njabulo15Freedom 3 місяці тому +1

    Cha ngyajabula kumbona vimbeph laph awumuhle udlula ma 2k❤❤❤

  • @LungeloGasela
    @LungeloGasela 6 місяців тому +9

    Ngaze ngayithanda inkulumo yeqhawekazi❤❤❤💯💯💯

  • @mthandiwegcokamachiya157
    @mthandiwegcokamachiya157 3 місяці тому

    Cha bengingamazi uMama Vimbephi ngyaqala ngqa ukumbona 🤞nganghlezi ngizwa inkunzi yami iBhova ibiza igama lakhe eyngomeni zalo .. siyabonga Duyaza mfwe2 muhle umsebenzi uqhubeke ndoda ✊

  • @SizweZungu-xu3my
    @SizweZungu-xu3my 6 місяців тому +25

    "Vimbephi wavuma Mtaka mAh wathi uyothatha uthando lwami ungigcinele Lona selukwehlule yini Mcineka wami njengoba usujola mombhense emkhukhwini 🤣😂 lalitalabha koda ibhova lethu sengyasibonake isizathu sakhe salengoma yethu

    • @bhekimthimkhulu1915
      @bhekimthimkhulu1915 6 місяців тому +2

      Uyabona maselithi iBhova ngoba umkhwekaz unesandla yin 😂😂sengyabona wayebhekise ngempela kulomame owayeyishinga owayephatha isbhamu

  • @DumisanikaCabekaKaJuba
    @DumisanikaCabekaKaJuba 6 місяців тому +10

    🤝🙌 Mthonga, Duyaza, ibe yinhle kakhulu le interview, kuhle uku interview umuntu onjengo Cc Vimbephi ngoba uvulelekile, keep it up 🙌🤘

  • @Mabhanti
    @Mabhanti 6 місяців тому +9

    Mfwethu. Ngiyabonga.🙏🏾 Into emayelana noMgqumeni iyangjabulisa

  • @scelobuthelezi914
    @scelobuthelezi914 6 місяців тому +15

    Waze waxoxa kam'nandi uVimbephi nalensizwa ohleli nayo yenza kahle ikunika ithuba ayikuxini

  • @ThandieNdlovu529
    @ThandieNdlovu529 6 місяців тому +5

    Siyabonga Manqele, sending love from Zimbabwe🇿🇼🇿🇼🇿🇼🇿🇼

  • @phumlanintombela9759
    @phumlanintombela9759 6 місяців тому +19

    Wayekhethile kodwa Umgqumeni la kwakumele kube umama wesizwe , ngithanda inhlonipho yakhe kuyasho uvuthiwe simfisela impilo ende

  • @HappyBurrito-cv1wz
    @HappyBurrito-cv1wz 6 місяців тому +3

    Amazwi akho sisi ayakha ayaqinisa abasebenze bangajongi ifa ❤

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 6 місяців тому +6

    Yashesha ukuphela interview Manqele into emnandi iyaphindwa engathi engabuya syabonga sisi uvimbephi

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 6 місяців тому +13

    Syabonga Manqele winsizwa mft
    Ngyakjabulela ukuba umlandeli we Perfect TV

  • @sizwemajola3717
    @sizwemajola3717 5 місяців тому +1

    Use muhle namanje Vimbephi. Ukube lisekhona iBhova besizocela nibuyelane 😢😢nishade

  • @melzwane9381
    @melzwane9381 3 місяці тому +1

    Sisi uvimbephi ukhuluma into enenqondo ND uyakwazi ukukhuluma awuedlabhazi

  • @makhosifuze2195
    @makhosifuze2195 6 місяців тому +15

    Lengxoxo ingizwisa ubuhlungu nje yazi!

  • @SurprisedCheeseBoard-yk8er
    @SurprisedCheeseBoard-yk8er Місяць тому

    Yinkunzi ibhova wayemuhle ngempela uVimbephi

  • @fanelesixolenzukoxulu6154
    @fanelesixolenzukoxulu6154 6 місяців тому +1

    ❤🎉 Duyazi uboke usilande uMama Winile Sibiya waMatshitshi Amhlophe, noBaba UShwi.

  • @phakamanisithole9058
    @phakamanisithole9058 6 місяців тому +6

    ibhova lihluphekile emhlabeni ai siyabonga Mamcineka 😢

  • @bongamdlalose91032
    @bongamdlalose91032 6 місяців тому +2

    Mmh kushuthi uvimbephi wathwala kanzima ku Mgqumeni nakuMawakhe umaMkhwanazi😢😢

  • @mduduzindaba-gn3xt
    @mduduzindaba-gn3xt 6 місяців тому +3

    Mfethu Vimbephi uneqiniso ngempela yabona umuntu okhuluma into ayaziyo

  • @isigqimusicproduction
    @isigqimusicproduction 5 місяців тому +1

    Ngizwa ubuhlungu yaz nkos yam kule nkulumo 😢umkhwekazi weBhova waba nesandla eskhulu ekumoshen uthando lwengane... but lo mama unenhliziyo enhle bakwethu nothando impela wayenalo ngoMgqumeni namanje usamthanda

  • @AsandaLanga-s9s
    @AsandaLanga-s9s 6 місяців тому +1

    Ugcabashe nkosyam angsophinde ngimxolele loyobaba angmazi nasesthomben kodwa njh 🙌🙌 wasimangaza siyizwe

  • @qhunekaningcongo5277
    @qhunekaningcongo5277 6 місяців тому +1

    Cha wayethole umakoti uMgqumeni , 😂😂😂 kodwa uMamKhwanazi wamosha izinto

  • @nkosinathimzomuhle-bk1km
    @nkosinathimzomuhle-bk1km 6 місяців тому +1

    Wena uyefanimpela noVimbephi wozoqeduthandolwakhokim mama wayemuhle pheluVimbephi wam angphindanga ngatholozenzayena wayemuhle pheluVimbephi wam angphindangatholozenzayena vimbezansi nalu luyenyukuthandolwakhe kim dali woo njengoba lenyuka lenyuka lenyuka vimbezansi nalu luyenyukuthandolwakhekim dali woo

  • @ThandukwaziNENE
    @ThandukwaziNENE 6 місяців тому +1

    uyathandeka usis Vimbephi uhlakaniphile futhi syabonga ngomlando❤

  • @skhumbuzonala2822
    @skhumbuzonala2822 6 місяців тому +1

    Syabonga kakhulu mnewethu🙏🙏 sibonge nakuma uVimbephi. Ngaze ngabhlungu

  • @TUTJournalismNewsBulletins1
    @TUTJournalismNewsBulletins1 6 місяців тому +4

    Sicela part2 ngeke this was too short.😅 very insightful episode and ukufa kweBhova still feels new. Love and Light ku Mama uVimbephi.

  • @sizwemisele797
    @sizwemisele797 4 місяці тому +1

    Ngyaqala ukubuka interview ephuse kanje, Mgqumeni wayeynsizwa. UVimbephi wayeyintombi enesmilo kakhulu.

  • @sizwemisele797
    @sizwemisele797 4 місяці тому +1

    Bafo sicela uNikeziwe manje, Nomasombuka makwenzeka.

  • @bonganishezi8897
    @bonganishezi8897 6 місяців тому +2

    Siyabonga maMcineka ukhulume kamnadi unesizotha into oyikhulumayo izwakala kahle

  • @nkosinathimzomuhle-bk1km
    @nkosinathimzomuhle-bk1km 6 місяців тому +2

    Wazewakhuluma kamnandi mama uVimbephi

  • @solomuzizwelabo9727
    @solomuzizwelabo9727 6 місяців тому +14

    Ay cha amagama abantu ayahlekisa , oBuzelani, oZosiphani , oKwenzekile 😂😂😂

  • @makhonzaphewa1004
    @makhonzaphewa1004 Місяць тому

    Asbonge amaciko akithi "bhova ladikadika" lala uphumule

  • @UdlokodlaNyathi-fe4ix
    @UdlokodlaNyathi-fe4ix 6 місяців тому +10

    Umzalike lomama🤞🤞

  • @mlindohzungu8442
    @mlindohzungu8442 6 місяців тому +1

    Lengoma ethi Vimbephi ufuna ngikwenzeleni 😆❤️iyaxoxa boo lestory mpela

  • @phaphamamncwango7094
    @phaphamamncwango7094 6 місяців тому +3

    Wena uyafana impela noVimbephi angbange ngsamthola omunye ofana naye. Ibhova laliythanda ngempela lentombi

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 24 дні тому

      Laliyithandile mft futh kwakufanele wemuhle ngempela

  • @mbusomkhize8768
    @mbusomkhize8768 6 місяців тому +3

    Vimbephi waaavuma thembalami waathi uyothathuthandolwami ungcinele lona selukwehlule yini Mnguni wam ngobusujola nBongani wasesihuleni 🔥🔥🔥

  • @nkosinathimahlangeni9174
    @nkosinathimahlangeni9174 6 місяців тому +2

    Good story teller Maka Kwenzeka

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni 6 місяців тому +4

    "Wawumfunani u Vimbephi wawuthi uyomyeka yini u Mbhense wakhe" 😂

  • @MenziMchunu-pr4xy
    @MenziMchunu-pr4xy 6 місяців тому +1

    ❤siyajabula ukusilethela usisi sithole iqiniso ngb besizizwa izingoma zikamgqumeni ecula ngaye dankie siyabonga

  • @MahluleliKubheka
    @MahluleliKubheka 6 місяців тому +5

    😢 akaphumule umzukulu kadikadika ubuthwele bunzima loya mbhem zange yaba lula mpilo yebhova ngyabona mina.

  • @khanyisaniludwick9817
    @khanyisaniludwick9817 22 дні тому

    Kade aba judas mtshengiseni ufana nseee no khuzani thats why babe zana

  • @SADailyDose
    @SADailyDose 6 місяців тому +2

    OMbeje, ''IBhova liphila kimi.''😂😂😂😂😂

  • @celumusazulu-rt7qv
    @celumusazulu-rt7qv 4 місяці тому

    Woooow what a wonderful human being, with respect and humanity

  • @thembasishi6301
    @thembasishi6301 6 місяців тому +2

    Ngize ngimbone uVimbephi lona engaze ngamzonda ngingamazi ehlukumeza iqhawe lami😂😂😂😂😂😂

  • @SpheHebert
    @SpheHebert 6 місяців тому +3

    Siyabonga bhut Shepard 🤝 sesilinde uGqoko manje 🫡

  • @fantasticartworld1597
    @fantasticartworld1597 6 місяців тому +6

    Lalikhethile iqhawe la kuVimbephi

  • @lungelofortune-qp7cv
    @lungelofortune-qp7cv 6 місяців тому +3

    uVimbephi is a good story teller...

  • @SaneleBiyela-c1b
    @SaneleBiyela-c1b 29 днів тому +1

    Lalikhethile kodwa ibhova.

  • @ngcebombokazi5983
    @ngcebombokazi5983 6 місяців тому +2

    Yilo imama elalihlanyisa ibull yethu leli. “wayemuhle phel’ uVimbephi”

  • @BhekumuziZondi-cv8ig
    @BhekumuziZondi-cv8ig 6 місяців тому +2

    Wayeqondanisile uMgqumeni ngiyayikhumbula lengoma Vimbephi dali ufuna ngikwenzeleni mhlambe umkhwekazi unesandla yini wendana nami angazi lutho uzenzela okufika kuye

  • @bongumuziblessing-uw8jc
    @bongumuziblessing-uw8jc 6 місяців тому +4

    Wayihlaba wayhlinza sisu uVimbephi kwakukdala ngifisa ukukubona cha ngenelisekile namuhla lalikhala kufanele iBhova "Aw Vimbephi ufuna ngikwenzeleni ukuze unele Dali bekumele engabe sofa silahlane"😂

  • @thulanintantiso5898
    @thulanintantiso5898 6 місяців тому +3

    Muhle impela usisi uVIMBEPHI ..

  • @NkululekoSithole-rd6th
    @NkululekoSithole-rd6th 6 місяців тому +4

    Isdwaba siyosala e Gubazi we mamkhwanazi

  • @BonganiNkosinathi-mh6ud
    @BonganiNkosinathi-mh6ud 6 місяців тому +1

    Wawumfunani uvimbephi wawuthi uyomyeka yini umcabangeleni wakhe ngaze ngakuthanda mamviphephi uyezwa

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 6 місяців тому +3

    Laliqonyiwe kodwa iBhova lana!

  • @SamukelisiweMuntuza
    @SamukelisiweMuntuza 6 місяців тому +1

    Ngangaz kunjaloke mina intombi ayizigaxeli icu insizweni ft ayisho nje ukuthi ngiyakuthanda kwakubonakala ngezintombi zingena nje ai manje ngoba wazisholo zona ufike abafana bengcwele indlu

  • @sabelobuthelezi7832
    @sabelobuthelezi7832 6 місяців тому +1

    Awu suka madoda yasho ngoma yathi wamuhle mpela Vimbephi

  • @siyabongabashise2756
    @siyabongabashise2756 6 місяців тому +2

    Kodwa kwakuyinsizwa iBhova💪

  • @bhekazulu8882
    @bhekazulu8882 6 місяців тому

    By far the best interview.....ngokwami Duyaza

  • @SaneleNgubane-qb1ks
    @SaneleNgubane-qb1ks 6 місяців тому +1

    Vimbephi wavuma mtakamame up lapho

  • @BongiweMdlalose-vl5qk
    @BongiweMdlalose-vl5qk 6 місяців тому +1

    Kwayintokozo ukubona uvimbephi wethu...umuhle cc wayeqinisile umgqumeni ...awu kodwa ngombense wabantu😂😂

  • @senamilehadebe2311
    @senamilehadebe2311 6 місяців тому +5

    Uxoxa kamnandi lomama❤

  • @blaqwinners9145
    @blaqwinners9145 6 місяців тому +2

    Umgqumeni wayeshyile ke la lomuntu uyambona nje muhle an ngaziyay khathi zomgqumenu wayebaba kakhulu

  • @ThembaniMpungose
    @ThembaniMpungose 5 місяців тому +1

    Lalishayile ibhova la

  • @FaneleMpungose
    @FaneleMpungose 6 місяців тому +1

    Syabonga Mthonga sibonge no mama wakhuluma kahle, kakhulu.

  • @LondiweZungu-h9h
    @LondiweZungu-h9h 6 місяців тому +1

    Zimnandi xeim indaba zaMgqumeni zonke fut ngiyaz enjoyer mina 🤣🤣🤣🥰 Kodwa Nkosi yasiphuca iqhawe bakith IKing of Maskandi😪

  • @mahlalekhwenimonsterchanne4127
    @mahlalekhwenimonsterchanne4127 6 місяців тому +1

    😢😢kwaze kwavuka amanxeba kwaba sengathi lihambe izolo iBhova likaDikadika

  • @ZenzeleDladla-qm4hu
    @ZenzeleDladla-qm4hu 6 місяців тому

    Mmmmm cha yamnand inkulumo ...mmm sengijabulela nokwaz ingoma yebhova yayisukaph

  • @TroonVillage
    @TroonVillage 6 місяців тому +1

    Uqinisile udade ukuth ukuth noma senehlukane nomuntu kodwa Uma efa kubabuhlungu ngempela.

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 6 місяців тому +2

    Kukho konke ngthuswa ilena ekamama owayephoqela ingane ukuthi igane ne khehlaaaa Aiiii Elinye isiko nje umbhedoooooH

  • @andilemphemba4859
    @andilemphemba4859 6 місяців тому +1

    Cha yaze yamnandi inxoxo🎉

  • @BonisoInnocent-sx1or
    @BonisoInnocent-sx1or 6 місяців тому +2

    Ivuthiwe inkulumo kasisi uVimbemphi nomqondo wakhe ukhaliphile ngthanda uma ethi izingane azisebenze zibe nokwazo ahlakaniphile lawo magama nolimi luqaqekile sasizwa kuculwa ngaye emakhasethini usisi uVimbephi ngyethuka ukuzwa ukuthi kanti kwakuyinto eyenzeka ngempela. Sibonge nawe mfokaManqele ngokubanika ithuba awuxinani

  • @mlindohzungu8442
    @mlindohzungu8442 6 місяців тому

    Manqele🙏...eyi umlando unaso isifundo Nakuba kukhona nokuzwelayo
    Up Perfect Tv

  • @NkululekoSithole-rd6th
    @NkululekoSithole-rd6th 6 місяців тому +3

    Emlonyeni wakhe kuphuma Amagama ahlanzekile

  • @bhekanikhuboni8745
    @bhekanikhuboni8745 4 місяці тому +1

    Eyakithike lentokazi eMsinga uyamuzwa nje uhlelekile mekhuluma

  • @LindelaniShabalala-y2e
    @LindelaniShabalala-y2e 6 місяців тому

    ❤❤ lumnandi loluhlelo Kanye naye mama vimbephi

  • @Zanele-q1n
    @Zanele-q1n 10 днів тому

    Muhle Cc Vimbephi❤

  • @hlengiwezondi7843
    @hlengiwezondi7843 6 місяців тому

    Intombi kabhuti THULA EVELELE ❤❤❤

  • @khayankabinde8295
    @khayankabinde8295 6 місяців тому +1

    Wayemuhle phel uVimbephi.

  • @ThokozaniGoodwillMtolo
    @ThokozaniGoodwillMtolo 6 місяців тому +1

    Kodwa ayi wayethandwa umtakaMaMkhwanazi lize lihlabelele ngaye mina ngangithi ingoma nje kanti kuculwa ngomuntu okhona

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge 6 місяців тому +2

    Siyabonga sisi Vimbephi

  • @lindogumede5163
    @lindogumede5163 6 місяців тому +10

    ngiythandile ke le. une sense of humor losisi😅😅

  • @mbhelerp8431
    @mbhelerp8431 6 місяців тому +8

    UMbhense bamshaya ngepani eselobolile 😂😂😂😂😂