What a calm presenter oh! unobuntu uThixo uzokusikelela ukupha umntu ukudla kwande kungapheli cebo kwakho mtasekhaya, xa edibene nawe utata siyathemba woncedakala big up to you Mdu❤❤❤
Ayikho indlela yokuthi umuntu a apply directly kwa Road Accident Fund not thru lama phara okuthiwa Abameli coz those funds are not safe on their hands?
Mdu ngiyayithanda inhliziyo yakho God bless you 🙏
Uhlelo lokulandelwake lolu hhayi ikesh zogwajo😂😂😂😂
What a calm presenter oh! unobuntu uThixo uzokusikelela ukupha umntu ukudla kwande kungapheli cebo kwakho mtasekhaya, xa edibene nawe utata siyathemba woncedakala big up to you Mdu❤❤❤
Ngaze ngawuthanda umoya wakho baba 🙌
Inhlalisuthi yo Nyazi LweZulu enomoya ophansi,ngesibusiso sikaBaba u Shembe 🙏
Ngiyamthemba u Thuleleni uzosizakala Baba❤🙌
Siyabonga Shamase usizo lwakho lokusiza abantu baseningizimu afrika inkosi ibenawe, ikunike amandla amaningi🙏🙏
Asibonge,syambongela nange sthebe no Nemenayidi❤
Abanye abammelli bathatha impilo yomuntu kancane.
Sengathi angaphumelela ubaba.
Siyabonga mfoka Shamase ngokusiza abantu benkosi okudlalwa ngawe bexakekile bedlala amaqola bethi bayabasiza kudala ngaqala ukulandela izitori zakho qhubeka mfoka Shamase unkulunkulu akwandisele ngeminye iminyaka
God bless you abundantly bab'uMkhwanazi
Engathi ungasizakala baba icala aliboli waze wahlonipheka bakity babawethu ❤❤❤❤
Siyabonga kakhulu thuleleni unkulunkulu anibusise muhle umsebenzi 🇿🇦🙏
Ushembe akbusise❤
Shuuu mxese baba ngathi ungasizakala abaqashi bakho basho kanjan ukuthi yeka umsebenzi ube ulimaléle emsebenzini sometimes abaqashi ungaze ubadubule ngenfwaymane banescefe,siyabonga bhuti Mdu msebenzi wakho uyancomeka
Simbongele ubaba ngosizo.lwakho Mdu.mfoka Mkhwanazi.sengatha ngaphumelela
Ncese baba angathi ungaluthola usizo siyakucelela
I trust you Thuleleni you will do a clean job the man will be assisted
Waze wanomoya phansi uBaba nkosiyami n syabonga no Bhuti Mdu ngokuty ngokumthengela kudla
Danki Thuleleni muhle umsebenzi
Oooh siyabonga Thuleleni.
Asthemb zosizakala.kodw ay saz saside iskhathi baba
Wazewanenhliziyo enhle Mduduzi Mkhwanazi ❤❤ asigcinele Wena nkulunkulu 🎉
Uzokusiza uthulele sethemba unyazi lwezu luzokusiza lwethembe🙏🙏
Ayikho indlela yokuthi umuntu a apply directly kwa Road Accident Fund not thru lama phara okuthiwa Abameli coz those funds are not safe on their hands?
Ngenani and like🎉
Sesenze njalo engathi nabanye bangenzanjalo
Kwali eyi uyasebenza kumele Nami ngisize bakithi uze ngapha Pretoria
Be blessed 🙌 😇 🙏
Uthuleleni yi bozza
Khuluma ne Nkosi yasemaqadini le owawuhambe naye kuLungiswa umuzi owawungena roof...hlambe angaba nomhlahlandlela wokuthi ilungiswe kanjani lendaba
Umusa wakho Mdu uthixo akugcine
Syambongel ubaba bakith😢😢
Oh ngiyatemba uzakumsiza ubuti hlee
Sengathi zingalunga izinto zakho baba
Bhuti mduuuu inkosi I enawe ikwandisele🎉🎉🎉🎉🎉
Intathli yakithi kwaZulu ubaba Tim Ncube wasala kanjalo yizo izimoto zika Mdlokombane. Sagcina lapho kuzwa ngezindaba zakwaZulu.
Yiooo 😢😢 kodwa iqiniso alikho Emhlabeni bamubona lokulunga nje lobaba isono yaz bt ngyethemba maselufike kuwe udaba bhut Mdu uzosizakala ubaba
O Thixo wami engathi ubulungiswa bungenzeka
Sesi phakathi ❤️
Hi Mdu cela number yenu ndinenkinga ecishe ifane nekababa
Thuleleni bengicela inumber yenu nginenkinga ecishe ifane nekababa.
Kwaroad if ulale kany esbhedlela awutholi nex nomntanami wabuya.
There is no such
Siyabonga thuleleni nge nyama ye nhloko 😂😂
Ngyakhuleka aluthole usizo ubaba bakithi cabanga waze wayeka nomsebenzi zinhlungu..
Siyabonga thuleleni mf2
Ngathi ningamsiza Thuleleni kwabuhlungu
Laze labuhlungu udaba siza Thuleleni uShembe uyokbusisa
Nkwali yenkosi uNkulunkulu akubeke ngoba ubizelwe kulento use njalo siyanithanda ninobaba uMsweli ningayeki ukulele izimpilo zabantu
Kodwa Thuleleni uNkulunkulu anibusise anandisele aniphilise mmm🙏🏾
Hai le channel oko ndiyibukel bayancedwa abantu apha ❤
Phephisa Baba wami bakithi
Oh buti akusikelele jmuntu umpha ukudla oh nkos yam maize bandla
Kwaz kwabuhlungu nkosi yan. Zona lezimont ziyingoz ngob nath siyibalekela siyihambela nj eceleni ngendlela ezindiza ngayo size sisabele iyingane zeth 😕
Engath ngahamb kahl kukho konke baba ubuthole ubulungiswa
Let’s Like guys the video before we watch🙏
maybe he got the money
Mina yazi ngazi ngayithola kanjani number yaloluhlelo
Endaweni yangakithi bakit
Ubaba uTim Ncube washona kanjani?
Ngayisho leyo lowo baba washona ngine appointment naye empangeni gwiqiqi ngethuka sengizwa lezo ndaba, naku tim kwaba njalo yashiya layini yahamba opposite line
But the old man told you that RAF offials visited him
𝗬𝗼𝗼𝗼𝗼 𝘂𝗸𝘂𝗱𝗲 𝘂 2005 𝗸𝗼𝗱𝘄 𝗸𝗲 𝗮𝘀𝘁𝗵𝗲𝗺𝗯𝗲 𝗸𝘂𝘇𝗼𝗹𝘂𝗻𝗴𝗮 𝘀𝗶𝗰𝗲𝗹𝗮 𝘂𝗽𝗮𝗿𝘁 2 𝗺𝗮𝘀𝗲 𝗸𝘂𝗿𝘆𝘁