Ukungeniswa kwabantu Abadala_P2

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 18 лип 2023
  • Ijule kakhulu indaba yokungeniswa kwabantu abadala

КОМЕНТАРІ • 36

  • @busisiwemsibi1588
    @busisiwemsibi1588 Рік тому +2

    Bayede 🙌 Mh wayibeka Mkhulu 🙏

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Рік тому +2

    Ngiyabonga mfowethu amehlo asevulekile kancane 🙏

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Рік тому +2

    Ngizwa kahle Mina mfoka Ngcobo.

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e Рік тому +2

    Kuyazwakala Mkhulu weSizwe sithi makwande lujulile lolwazi mkhulu

  • @khethiwezakwe90
    @khethiwezakwe90 Рік тому +1

    Mkhulu 👏🏿👏🏿 siyabonga mawungathola isikhathi ngicela I video ngokushiswa komzimba womuntu (creamation) nesintu. Kuvumelekile yini. Umakungavumelekanga kibangani futhi kulungiswa kanjani umakwenziwe. Ngiyabonga🙏

  • @djtwitty8296
    @djtwitty8296 Рік тому +1

    Impunga 🙌🏾

  • @nomthandazonkosi5903
    @nomthandazonkosi5903 Рік тому

    Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi inkosi ikubusise

  • @SolomziSiko-bo4gs
    @SolomziSiko-bo4gs Рік тому +1

    Enkosi mpunga Yesintu kakhulu Nathi siyafunda kule nqubo yakho ,sikumamele Nathi APHA Ku Gatyane eastern cape

  • @siyaxaba4699
    @siyaxaba4699 Рік тому

    SAWUBONA MPUNGA YESINTU BENGICELA USENZELE UPART2 WENSIZWA EWUMLANJWANA EGANELWA KOMALUME

  • @zanokuhleblessing1568
    @zanokuhleblessing1568 Рік тому

    Shembe Abe nawe Kanye no Thumbu ka Tshatshatsha no Vaphi KAnokhonjwa

  • @bhekimpilombonambi7548
    @bhekimpilombonambi7548 Рік тому +2

    Ngyabonga umfanekiso oqoshiwe nam sengfundile ngob ngsahlalelw yiwo umsebenz wokungenis abakith emagceken akith ngzobe ngiylindele video ezochaza kabanzi🙌🙌🙌🙌

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Рік тому

    Mkhulu Mpunga🙌NGINGA sakha isbaya ngingakabi nazo izinkomo

  • @menzurahsikhosana2805
    @menzurahsikhosana2805 Рік тому

    Ihlahla lokulanda umuntu libekwaphi Fuze ?alivakwa kanye naye

  • @bixbygalaxy9885
    @bixbygalaxy9885 Рік тому +1

    Ubageza njani mawusobafakile ?

  • @zondwabaholimbatha2424
    @zondwabaholimbatha2424 Рік тому +1

    Kusho wona amakhosi nezinduna Mpunga abasafuni impela ubenendawo yakho yokufihla

  • @user-ep5mk2ek2l
    @user-ep5mk2ek2l Рік тому

    Bengisacela ukubuza uluthi kwashona umuntu uma sewenza umsebenzi wakhe kubalulekile yini ukuhlaba imbuzi uma ubika umsebenzi kanye nokuthi inkomo Sasuke sikhona yini isidingo sayo

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi abantu asebafa kabasaphili, Genesis 3:19, Jobe 7:7-10, umshumayeli 9:5-6,10,Isaiah 8:19, bazophila futhi lapho UNkulunkulu ebavusa ekufeni, Isaiah 26:19, John 5:28-29, Psalms 37:29.

    • @nkosikhonandlela1114
      @nkosikhonandlela1114 Рік тому +3

      Ay awusiyeke uqhubeke uduke wedwa

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@nkosikhonandlela1114 Ibhayibheli lithi liphefumulelwe UNkulunkulu, 2thimoty 3:16-17, so lingasidukisa kanjani?

    • @sbulelonzimande4645
      @sbulelonzimande4645 Рік тому

      uJesu yena akafanga yini

    • @nkosikhonandlela1114
      @nkosikhonandlela1114 Рік тому +1

      Mina ngiyakholwa kodwa angisoze ngivumele ibhayibheli lingihlulanise nabantu abadala,never akusoze kwenzeka lokho futhi akukwazi ukwenzeka actually akwenzeki, kwanawe we uyazikhohlisa

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      ​@@sbulelonzimande4645UJesu wafa then after 3 days UNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, 1Corintians 15:1-7.