Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Sawbona mpunga,bengizcelela ukuba usenzele i-video, ukuth umuntu uhamba kumaphi ama stages if efuna uku landela inkolo kashembe
Siyabonga Mpunga ngokusivulela ulwazi olungaka.
Nkulunkl akugcine 🙏🏼🙏🏼 Mphunga waze wamncane kodw into ephuma emlonyeni uyinjula ncopho🙏
Amen mkhulu ndiyafina ukunikela qha ndisekapa ndingenza njani makhosi mkhulu
Ulisoka impela mfoka Mbanjwa, cha uligagu Khehla wayibeka yacaca yath bhaah indaba yokuba khona kuka Shemb! Syabonga!🙏
Amen Amen Mpunga ukhiye iwonana loyo siyabonga izandla zidlulikhanda
Washaya khona Bhuti Omdala, onendlebe uzozwa.
Syabonga kakhulu Mlamuleli ungisitile kakhulu ngoba ngibukene nayo lendzaba may the good Lord protect and continue to bless you. 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Siyabonga Mpunga ukuthi usicobelele ngalolulwazi sidle amaningi esakeni mfwethu, akwande.
Mkhulu Siyabonga mntane khehla ABADALA Basigcinele Wena
Up Mpunga yesintu
Sawubona Mpunga bengicela ukubuza nxa uvuka uphakathi nobusuku uya endlini encane uthole amapiripiri akusho ukuthini. And it's not once kwenzeka so ke isikhathi kodwa emini angiwaboni ngicela ungicacisele akulona iphupho nhiwabona physical, ngiyethemba ungangisiza 👏
Eyyyyyyy wangena emagcekeni akithi
Waze waslamulela🙏🥺
Ay' beliphumile ngempela lona namhlanje Mpunga 🥵, sibonga ukuzidela kwakho mkhulu usilethele imfundiso ejulile ngesintu sethu esesakhohlakala...🙌🙌🙌
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13...
Hhayi uyachaza mfoka Mbanjwa ngiyakuvuma✨💯
Ulisoka impela uMkhulu Mpunga!
Amen mkhulu
Mbanjwa ngakubona eXobho ngase Shoprite🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Amen , ohhe wayibeka indaba enkulu yokuzondana kwemundeni .Kumndeni weth lento yasuka ngamakhehla aze ahamba emhlabeni engakhumelananga umlotha ngisho nobaba beth sebezebahamba nabo bengalungisile manj lempi yenzondo isingenelele kuthina sizukulwane 😢
KODWA MPUNGA SIYABONGA KWANDE MKHULU
Ngempela ayizwani jesu
Amen
Lendaba seyi deep lena
Thina nje ekhaya asibhekani sonke and asinasizungu futhi somunye..sihlangana makushoniwe sihlukane…sigcinane ngoMay 2023 kade sifihla uMa till now kaze sibonane
Amen 🙏
Futhi iqiniso mina ngakwenza bangeza abanye bomndeni,kwathi kwaShembe uma bengezanga kuzosala nabo,kanti babenemigilingwane yabo angosonti kaShembe kodwa ngambona ngathi ngiyaphupha etheatre wanginika igama lethempeli okwakumele ngiyonikela kulo,ngalicinga ngibuza kubantu kodwa mhla ngilithola ngamane ngaqonda khona ngingalazi kwathiwa ngiyongena eka 1 inkonzo.Bathi nginenhlanhla abahlambululi ukuvuswa ekufeni namanje ngisaya ngiyonikela wathi ngingayeki enkonzweni yami ngoba khona amakhehla akhona angiziyelanga nakhona.Phakamani nizolekeleleka
Mkhulu siyabonga ngicela usenzele ivideo echaza umehluko phakathi kwendlu yabadala ,umsamu,isigodlo ,indlu yakwagogo
Ngibingelele Mpunga ngibonga uhlelo ngicela ukuchaze ngomuntu ozelwe engumlanjwana ebelowo muntu esembathwa ngabakubo kayise abahamba belezikhwama ezihlambulukile. Lowu mlanjwana uyintombazana nxa labo abamembethe befuna indawo yabo bekuveza emaphutsheni lomuntu owembethweyo uwakha ngaphi lomuzi olezindlu lezo ezifunekayo ngoba lumlanjwana ukhulele komalume.
Ngiwakhile umuzi okababam
❤❤
Lena ijule kakhulu 😢
Bescela mpunga yesintu next time ubokhuluma ngendaba yasekhaya lemphefumulo
Mpunga ngyakuzwa kodwa njengoba imindeni ithwala ngeminye imindeni kwenziwe njani
Waze wayibeka yhonke indaba Nduna ka ndaba ongezwanga akasoze eve.
Kwande mkhulu
Ukhulumile Mphunga
Ngicela ukubuza ukuthi ukugeza ithonga kwenziwa kanjani
Yangithinta lenkulumo yanamhlanje ngizwa izinyembezi zigcwala amehlo😢
😢😢😢😢
Waluhluba udlibi ekhasini
Akengibuze mpungayesintu uma umuntu esonta kwashembe ekhohlakele ephakamisa isandla ekhaya eshaya odadewabo angaxolisi kodwa unenzondo nenhlebo yena kodwa athi ungenisa abantu abadala kulungile lokho ashintshe usiko lwasekhaya kubo yedwa kuyikho lokho
Sibonge kakhulu mkhulu umpunga engathi unkulunkulu engasigcinela Wena njalo mkhulu kukhulu osiqwashisa khukho esingakwaz inkosi ikubusise nqawe eshunqa ulwazi ezinye zishunqa intuthu😂
Obani ababalulekile okumele babe khona ekugezweni kwabantu abadala,
Thokozani Mkhulu, unikela ngemalini Mkhulu?
camaguu mkhulu ufumaneka phi u Shembe ngoba ndiyafuna ukubageza okhokho bam
Lisenethini
We mfoka cijolomabanga kunento engingayizwa uma ekhaya kunomuntu osonta kwashembe kungeyena akhohlakele futhi enenhliziyo embi engafuni kuboniswa ningahlangana kanjn naye engafunekuboniswa
Mpunga Yesintu sicela uke usicacisele kahle thina esingakhonzi kwaShembe kuthi uma siyonikela ngabe siya ethembelini yini ?
Ngyakuzwa Mina Mfo kaMbanjwa
Sawubona Mbanjwa, cela ukubuza ngezwa kuthiwa wathi uShembe khona amacala angenawo intethelelo njengo kulala nomfazi womuntu kanye nobungqingili, manje mekukhona amakhehla awenza lawo manyala kini niyawabala yini nawo menigeza ukungcola kwama dlozi?
Mabengafuni kuthi sikwenze wenzenjani mina ngikuleyinkinga nje
Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi lamarhonga esiwageza nge Mali eshisiwr bese sinikwa insipho ( amanzi abusisiwe R3000)
Waze wayisaphaza imali yamathongo ngokuswela ulwazi. Imbuzi ibingawageza kancono amathongo kunalokhu okuka 3k
Inzima lento yomndeni ngoba uyawubiza kanti uzophambanisa izinto untshontsha inyongo amathabo bese lento ekade nithi niyayilungisa ingalungi