Yaz this man ngifisa senagathi laba abona bangamxolela noma kungeke vele kodwa kudlule ,ngfisa nje engathi bangamxolela naye aphumelele empilweni goodlucky ndoda yamadoda
As a South Africa, ngiyacela she Bab Msweli. Please help u Bhut Nkosinathi Mbopha Chiya to clear his criminal record. I don't know him but his story gives me sleepless nights. He needs your help. Our justice system failed him and continues to do so to many others
@@NomakweziNdiweni iyinkinga ngoba he is a nobody to the people in charge. Nothing is impossible yazi. 10 years out and innocent 😭...hai kudlaliwe ngaye
Ngwenya engahlali emanzini, siyabonga baba ngegalelo lwakho. Keep up the good work babu Msweli. Mfana wami uJehova akubusise ukuze ufeze izifiso zakho. God bless 🙏🙏🙏
My nephew awayeboshiwe naye washo the samething. Wathike yena wayebuka through the window ebona inyoni ihleli esihlahleni, wafisa ukuba iyona. Yenake was in for a couple of weeks after beating his baby mama. Uthi uthree weeks ephakathi kwakungathi u three years. Ayi shuthi kunzimake bo phakathi.
Bathi never judge book by its cover BUT mina I judge this guy ungathi ushintshile manje all he needs support yethu, Bab Msweli uyndoda you deserve more support from us, another thing we ask our Government to creates more and more jobs to avoid killings of people by Izinkabi I hope our government is watching this SA have a bad records of unemployed people, poeple they need money in order to live🥹 come on Government Nice work Nongalo❤🔥💯👌
If the South African government genuinely believes in its correction and rehabilitation programs, they should set the example by hiring ex-convicts. This would demonstrate their commitment to reintegrating ex-offenders into society and encourage the private sector to follow suit.
I'm a Correctional Officer by profession. I am so proud of you my brother (former inkabi)... Msweli, uyinkunzi bhuti wam'...🙌🏾👏🏾🙌🏾👏🏾🙌🏾 My brother, you have made a very profound suggestion about government or DCS opening a skills workshop for ex offenders at least to establish themselves to become businessmen or women... Really, government can buy from these workshops... Qina ndoda, your suggestion will never fall on deaf ears, trust me. National Commissioner and his executive will accept such a challenge
EISH FIHLA AMAFINGERPRINTS WAKHO IS SOMETHING ENGSEBENZA KUYO UKWENZA EYAM NPO AND GO TO SCHOOLS AND GIVE AWARENESS AND AS A FORENSIC EXPERT THIS IS WHAT I HAVE TO DO. I OWE THIS TO MY PEOPLE
Unkulunkulu uyasebenza ngomuntu wakhe,All the Blessings my Brother...Baba uMsweli inkosi ikubusise❤❤❤
Yaz this man ngifisa senagathi laba abona bangamxolela noma kungeke vele kodwa kudlule ,ngfisa nje engathi bangamxolela naye aphumelele empilweni goodlucky ndoda yamadoda
Phambili nge Ayanda Maweni Foundation phambili! 🎉🎉🎉 saze sabonga. Kubuhlungu ukubona obhuti bethu bo baba begcwele emajele. Imizi isele yodwa, emnyama ayiphaphame bo.
Phambili ...🎉🎉🎉🎉...eyy 😢ngivele ngihlengezele izinyembezi kuma video 📸 wakhe eyy
As a South Africa, ngiyacela she Bab Msweli. Please help u Bhut Nkosinathi Mbopha Chiya to clear his criminal record. I don't know him but his story gives me sleepless nights. He needs your help. Our justice system failed him and continues to do so to many others
Heyi! That's the most sad story ever! Anyone who can help there madoda please!
Pls ngwenya ngwenya siza Nongalo
Wayihlaba eskhonkosini... yabona leyo nsizwa yakwaChiya ibambe kanzima. Ibuhlungu leyanto
Yazi ngizelapha nje ngithi ngizokwenza sona kanye lesiscelo kubab'Msweli.. Udaba luka-Chiya lub'hlungu kakhulu futhi udinga usizo oluphuthumayo...kungaba umqondo omuhle ukuthi phakathi kokunye kuvulwe iskhwama lapho umphakath ungakwazi ukuphosa okusemandleni🙏
@@NomakweziNdiweni iyinkinga ngoba he is a nobody to the people in charge. Nothing is impossible yazi. 10 years out and innocent 😭...hai kudlaliwe ngaye
I wish you all the best bhuti engathi ungawuthol umsebenzi 🙌,baba msweli muhle umsebenzi wakho inkosi ikubusise njalooo ❤️💖❤️
This is beautiful. Msweli siyabonga ndod’emadodeni. Sibonga bonke abakuxhasile nalezinsizwa eziguqule izimpilo zazo.
Besesibonga noNkulunkulu
Baba uyiqhawe lesizwe kahle kakhe unkulunkulu usbusisile ngawe ngithi nje mpilonde Msweli🙏
Umfethu uzoya kude ngempilo ngimufisela okuhle kodwa🙌
Uyakwazi uthatha itoti endala uyise kwi recycle iphinde ivuke ibentsha 😊 🙏🙏🙏🙏Well done bhuti wam
Nongalo is sent by God. May he continue to work tirelessly.
Ngwenya engahlali emanzini, siyabonga baba ngegalelo lwakho. Keep up the good work babu Msweli. Mfana wami uJehova akubusise ukuze ufeze izifiso zakho. God bless 🙏🙏🙏
Kuyalunga kancane kancane mfowethu. Unkulunkulu unawe ❤
Kodwa baba ungu msizi kuwo wonke umuntu undlula ne government yethu ngalokho ngithi phambili baba sibonge nawe mfo ukuhlambuluka emphakathini 👏👏👏👏🙏🙏🙏
Kuyobongwa namaqhawe. Siyabonga baba Msweli
Bhuti ngybonga kakhulu ngokushintsha kwakho sengathi nezinye inkabi zingayibamba lapho. Bab msweli unkulunkulu akubusise million times
Ikhona inkulumo yalobhuti ethi wabona abantu abasebenza ensimini yomoba yena esevenini ebheke enkantolo waze wafisa ukuba yilabo bantu ayehlezi ebabuka njengeziphukuphuku . Ithi inkulumo lesimo sakho osibona singesihle kukhona abanye abafisa ukuba nguwe
My nephew awayeboshiwe naye washo the samething. Wathike yena wayebuka through the window ebona inyoni ihleli esihlahleni, wafisa ukuba iyona. Yenake was in for a couple of weeks after beating his baby mama. Uthi uthree weeks ephakathi kwakungathi u three years. Ayi shuthi kunzimake bo phakathi.
I remember those words well well
Wow lendoda yangena entweni eyayingabizelwe kuyo syabonga bhuti
There is a secret abantu abangayazi , ave kungcono ukuthi ujeze futhi bese uyaguquka kububi bakho obenzile usahamba emhlabeni.
Umfwethu mkhulu lomsebenzi awenzayo nezizukulwane zakhe seziyophepha kulolusizi , amathuba okuthi lesisinyama siqhubekele phambili mancane kakhulu
Yaba nabanye bangafunda futhi baguquke.
Thank you Baba Nongalo ngomsebenzi omuhle.
Eyi wakhuluma ngane yami
You're so powerful and have a profound message... I salute you dear
Hi baba uMsweli siyabonga kakhulu mfowethu ngaleligalelo lakho lokusiza uJehova uNkulunkulu akugcine njalo nomndeni wakho qhubekela phambili lento oyenzayo iyasikhuthaza sonke ukuthi uhlelo lwakho silithande ngowami umbono bengithi kunganjani ube neshanela yakho ku TV show 🎉🎉🎉
Siyabonga ukushintsha nempumelelo yakho eseqalayo ngikufisela inhlanhla
Great job baba Msweli God bless you 🙏🏾
Muhle umsebenzi wakho babu Msweli,May the great Jehovah bless you abundantly,,,,,
Muhle umncabango wakho buti inkosi ikubisise baba uMsweli God bless you 👏👏
Uyindoda lobhuti👏
Baba Nongalo Siyabonga kakhulu Akubusise aqhubeke njalo njalo ukushintsha izimpilo zabantu sinawe ngemikhuleko zinsuku zonke ❤❤❤❤
Siyabonga babu Musweli ngemisebenzi yakho inkosi inkubusise
Ukube uhulumeni wethu uyacabanga bekumele athathe abantu abafana nalensizwa basebenzisane namaphoyisa ukulwa nokubulawa kwabantu nokubanjwa kwenkunzi ngoba ibona abaziyo ngobunkabi engizama ukukusho banolwazi olukhulu ekuhlelweni kobugebengu obuphezulu ngiyabonga
Babu Msweli ngiyabingelela yazi lensizwa ikhombisa kuzisola kakhulu ebubini ebenzile sengathi bangamxolela abantu abonile ukhombisa kuzimisela okukhulu nkulunkulu akamuphe amandla afeze izifiso zakhe noma zingazobuyisa imiphefumulo yabantu bhuti ngiyakubongela kubaba Msweli ❤
Sbonge bab' Msweli,keep it up baba,.usizolwako.siyalibonga❤🙏
Congratulations🎊 khehla uJehova abenawe
Syabonga baba uMsweli sbonge kubaba uMabanga ebese sbongela noBafo ngokuthola izincwadi zakhe inkosi inibusise nonke inigcine inhle kakhulu lento esiyibonayo sifunda lukhulu syezwa neziyalo ezinhle ezisimukeza inkombandlela efanele isimompilo somuntu esiqondile❤🙏🙌
Siyakubongela bhuti ne voice emnandi😊ubaba aqhubeke njalo asize abantu
Nongalo, isandla sidlula ikhanda baba, muhle umsebenzi wakho, ngiyajabula mangizwa leliqhawe likhuluma kanjena, ngifisa sengaty bonke abenza lomsebenzi obewenziwa ubafo ngabe bayayizwa lenkulumo kabhuti🤝
Mabanga drivings school 🎉🎉🎉 siyabonga. Scela baba Msweli usazise ukuthi ikuphi nendawo le driving school
UNKULULNKUL WASILETHELA WENA EMHLABENI SYABONGA🤝
Congratulations Mfethu 🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Keep the spirit and all the best.inkosi busise uqhubekele phambili umsebenzi.
Syabonga mf2 ukuzinikela ku baba msweli and baba msweli God bless you kakhulu
So touching shem bakithi may the God Almighty the living God bless you
Ngiyamfisela ukuthi kumlungele lobhuti. Izilonda azipholi mfwethu. Kodwa into oyoyenza will pave a way and shine a light for others to repent 🙏
Ei nkosi yami lobhuti uzwakala eshintshile uNkulunkulu amuphe umsebenzi isfiso sakhe sfezeke, akekho ongenasici sphila nesono njengoba sphila nje
Bathi never judge book by its cover BUT mina I judge this guy ungathi ushintshile manje all he needs support yethu, Bab Msweli uyndoda you deserve more support from us, another thing we ask our Government to creates more and more jobs to avoid killings of people by Izinkabi I hope our government is watching this
SA have a bad records of unemployed people, poeple they need money in order to live🥹 come on Government
Nice work Nongalo❤🔥💯👌
Baba umsweli syabonga ngokwenzayo wayisiza lensizwa yakithi nami ngivumelana nayo asiyekeni ukubulala ngoba asizuzi lutho
Syabonga Nongalo uyobongwa emazulwini ,uymele I South Africa
Nongalo usibani usiziba sempilo 🎉🎉 Ibambe njalo. Nezigila mkhuba, izifa mona zikuyeke phansi
I voice Yale nkabi ❤
Watsho kamnandi mfowethu nam ndikunqwenelela okuhle konke ebomini bakho... 👏
Siyabulela tata uqhubeke usize abantu njalo 🙏🙏🙏🙏
Kikikkikikiki siyabonga hhayi unenhlanhla kwalokongcola kubukeka wawungene ngephutha wena uwumntwana kankulunkulu hhayi bhunti waze wangidabukisa hawu nkosi
May God blessed his commitment 🙏
Yaqhuba ingwenya madoda zanyakaza iziziba mbambo zone zomhlaba umagqiza ngenhlanzeko ezinye ziphila odakeni ndibamba ngazibini ndithi kuwe mqathuli wamatyathanga ehlul'amadoda ulikhakha kweli limagadahlabayo usikhukukazi sikhusela amatshwele waso kukheshe sithi phambile umbengomde uyawacisha malahle🙏🙏🙏🙏👑
Siyayibongela lensizwa siyabonga
Babu nongalo siybonga kakhul ngomsebenzi wakho Unkulunkulu akakuthwale njalo uqhubeke nokusiza kulabo abaludingayo usizo nalabo abafisayo kushintsha izimpilo zabo 👏
Hayi ungajahi ukubonga akazame nathi esingaspani singakaze sibulale bo ubese uyancoma ke
God bless you baba nongalo sibonge nangoshintsho luka bhuti
Siyabonga Nongalo makwande muhle umsebenzi wakho bhuti
Siyabonga Babusweli muhle umisebenzi owenzayo
Siyabonga Baba Msweli God bless you
Baba uMsweli thankxx Nkulunkulu akubusise
Nami ngiyozishintsha izimpilo zabantu 🤞🏿
Ngizwa ngifikelwa izinyembezi.
Baba Msweli bayede kuwe unwele olude.Nakuyo inkabi ngithi unwele olude
If the South African government genuinely believes in its correction and rehabilitation programs, they should set the example by hiring ex-convicts. This would demonstrate their commitment to reintegrating ex-offenders into society and encourage the private sector to follow suit.
Unkulunkulu ave emkhulu bafethu siyabonga kulensizwa ngokuguqula impilo yenze kahle sibonge naku Nongalo ngokufaka isandla muhle umsebenzi.
Nisebenzile madoda eNkosi phambili madoda iNkosi inandisele iznsuku zokphila.❤
🎉🎉🎉🎉Asbonge bhuti sebenzile ❤❤
Nongalo ngzokulandela njalo ngoba uyaphilisa uNkulunkulu ufike ngawe emhlabeni.
Ngibongele nobhuti bakithi obone kuncono ukuthi ashintshe impilo yakhe ngalendlela siyonga nje kakhulu nathi ukubona impumelelo yesfiso sakhe.✔️✔️
Syabonga baba Msweli
Hhey indaba yezinkabi inzima😢😢😢, umntwana wam waswela ubaba enenyanga nje kuphela😢😢😢Wuuuuuu kubuhlungu shame weeeee
Siyabonga baba uNkulunkulu akubeke njalo uqubeke nokusiza abantu
Lomunwe lo ko baba Msweli😊
All the best Baba uSweli
Bab msweli keep it up
Hawu nkosiyami sithi Masi thandaza sithi bathethelele abasonayo thethelela Nkosi nansi nceku yakho yazehlisa
Wish you luck my brother😢❤
I'm a Correctional Officer by profession. I am so proud of you my brother (former inkabi)... Msweli, uyinkunzi bhuti wam'...🙌🏾👏🏾🙌🏾👏🏾🙌🏾
My brother, you have made a very profound suggestion about government or DCS opening a skills workshop for ex offenders at least to establish themselves to become businessmen or women... Really, government can buy from these workshops... Qina ndoda, your suggestion will never fall on deaf ears, trust me. National Commissioner and his executive will accept such a challenge
Awu kodwa Moy'Ongcwele 🙏
Babu Msweli pphambili ngendlela uthixo akusebenzisa ngayo ,Inga ngafikelela nakuthi,Enkosi
Siyakubonga ndodana ngesenzosako 🙏
Kodwa Shembe siyabonga Nkos bab uMsweli iNkos isigcinele wena bhuti wish u all da best 🤦🤦🤦🤦😭😭😭
Unkulunkulu kaShembe aze akubusise baba.
Ine voice emnandi kodwa le Ex Nkabi, ngathi angatholwa umsakazo othize yaz
Umdali akubusise ndoda wangena ngephutha kulento uhlakaniphile bhuti wam ngathi ungawuthola umsebenzi lizophumelela nephupho lakho yilon futhi leliphupho lakho onalo elizokukhulula impilo yakho yonke.
Nami i can recommend abantu ukuthi baye kamabanga my daughter nomzala wakhe baythola khona incwadi zokshayela syabonga baba umabanga sbongele nomfowethu
Yo bhuti wami God bless you qhubeka ungasa yeki🫡🫡🫡😭😭😭🙏🙏🙏🙏🙏
uThixo siyambonga ngawe ngathi kungaphenduka abaninzi Jesu
Ngibingelele Baba msweli sibonge ngomsebenzi wakho omuhle Baba msweli bengicela ungisize ungixhumalise noGodo oluhlala amankankane kuthi angisize ngokwethongo cela ungikhulumele naye Baba ngixakekile kumanje a ngidlile even esiswini anginalutho ngihlushwa abantu abadala banginika umsebenzi manje anginawo amandla ngisize Baba msweli😭😭😭🙏😔😔😭😭🙏🙏
Nongalo uyasiza 🙏🙏🙏 qubeka nomsebenzi wakh muhle kakhulu
Kowda ke lenzizwa ngiyifisela inhlanhla zihlangane izinto zakhe kuze eyotshela nabanye abasafuna ukungena kulo doti akumsebenzi ukubulala cha.
Kade ngayilinda update siyabonga
Bab' Umsweli siyabonga unkulunkulu akubusise. Ngicela usize no Nkosinathi Mbopha Chiya was South Coast. I story sakhe ave sibuhlungu ngyacela Nongalo
BabuMabanga🤝
Bab Msweli ngi cela i number ka bhuti angi shadile please
Syabonga Baba Nongalo
Hmn wakhuluma kamnandi ubhuti’
Wabeka kwezwakala ubaba uMabanga uma ethi namadoda ahlukumezekile, akugcini kuphela komama nezingane. Inkosi inibusise.
EISH FIHLA AMAFINGERPRINTS WAKHO IS SOMETHING ENGSEBENZA KUYO UKWENZA EYAM NPO AND GO TO SCHOOLS AND GIVE AWARENESS AND AS A FORENSIC EXPERT THIS IS WHAT I HAVE TO DO. I OWE THIS TO MY PEOPLE
Where is the house handing over ?
I-Voice yakho nkabi❤
😂
Phambili bhuti, ungab' usabheka emuva, phambili !!!
Ow mtasekhaya ngubulela ngawo onke amazwi owakhipha for abasejele nabangekangeni ejele ndiqinisekile uzancedisana nokulwa icrime net ngokukhipha emlonyeni wanga umdali angasecaleni kwakho ihlabathi lilunge net ngenyani oyikhulumayo nokuzisola ngazo zonke izinto ozenzile nabo ubonile ngange bakuxolele enkosi Babu msweli ngohlelo lwakho
God bless you long life
I voice kamfana ay iyajulisa ngathi ngalokhu ngiyilalele