Ayanda Msweli Foundation | Nquthu Kwa Ngqulu Drowning

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 43

  • @celiwekunene2506
    @celiwekunene2506 Рік тому +11

    Mmmh nkosiyam kwaze kwabuhlungu 💔 Ngwenya siyabonga umsebenzi owenzayo uyababazeka

    • @user-nc4mt2ez2l
      @user-nc4mt2ez2l 7 місяців тому

      Ewu mkhulu kunzini ngabona into ngakaze bonwe kumzinyathi ngisakhula.lomfula asikho islwane singatholakali la phakathi ngisho nkosazane yamanzi

  • @ndumeshlindokuhle3371
    @ndumeshlindokuhle3371 Рік тому +7

    Kwabuhlungu 💔uShembe abakhumbule lemdeni yombili ezikhathini zobunzima

  • @melusizitha5960
    @melusizitha5960 Рік тому +7

    Ngiyolokhunje ngishonjalo ukuthi Baba Msweli UNKuLuNkulu asilondelewena

  • @patrickkhehla-on6wq
    @patrickkhehla-on6wq Рік тому +3

    inkosi izophendula bhuti lizobuya ithambo siyakuthandazisa🙏🙏

  • @Nosiphozondi1324
    @Nosiphozondi1324 7 місяців тому +1

    Ngithanda indlela ohlonipha ngayo babuMsweli, UNkulunkulu akubusise

  • @talentngema5106
    @talentngema5106 Рік тому +3

    Mmmm kubuhlungu kakhulu insuku eziningi kangaka kodwa nkosyam 😢😢

  • @khanyisilemabanga1651
    @khanyisilemabanga1651 Рік тому +2

    Kwaze kwazwela nkosi ngenelela kulesimo💔💔💔

  • @lindasithembiso849
    @lindasithembiso849 Рік тому +1

    Eishhh kwabuhlungu ngalezo zingane phephisani mndeni yezingane uSithembiso Ngubane lo emsinga e Mabomvini

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 Рік тому +1

    Nkosijesu bahawukele nkosiyam batholakale Shem eyi Koda Shem lemifula yamanje ineyimanga

  • @sikosanagwayiba3074
    @sikosanagwayiba3074 Рік тому +2

    UShembe nedlozi linikhumbule 😭😭😭😭🙏🙏

  • @user-fx8jn4jl8o
    @user-fx8jn4jl8o 11 місяців тому +1

    Baba Msweli kukhu okwenzayo nkosi ikubusise

  • @cebilemlambo
    @cebilemlambo Рік тому +1

    Siyabonga bamumsweli usizo lwakho kodwa besisacela ukuthi imifula emkhulu futhi emide ifakelwe izisefo mhlampe 5meters ago

  • @LangabiSibisi
    @LangabiSibisi 11 годин тому

    Baba msweli qhubeka njalo ulekelele umphakathi

  • @mosathobejane1178
    @mosathobejane1178 Рік тому +1

    Which page to check results of all this touching stories

  • @thabosoyiyana
    @thabosoyiyana Рік тому +4

    uThixo akupholise bhuti wam lelonxeba.... kumhlungu ukubona indoda ikhala....

  • @promisenomthandazo2020
    @promisenomthandazo2020 Рік тому +1

    Hooo Nkosi yam engathi bangatholakala

  • @LindokuhleSiphesihle-vy2pt
    @LindokuhleSiphesihle-vy2pt 8 місяців тому

    Ingane zayekwa kanjani ukuthi ziyokha amanzi umfula ungenisa ngoba abadala okumele baye

  • @bhekisisadladla9218
    @bhekisisadladla9218 Рік тому

    Nkulunkulu akubusise akungcine Msweli ukhule kuningi okwenzela isizwe. Abantu abafana nawe siyabadinga kulelizwe esiphila kulona elinzima.

  • @thabisomthibho8263
    @thabisomthibho8263 Рік тому +2

    😢 lama damu abaqedile abantu

  • @lindiwemahlangu4983
    @lindiwemahlangu4983 Рік тому +1

    Yooooo kubuhlungu

  • @novuyoncube9131
    @novuyoncube9131 Рік тому

    Ooh kwaze kwabuhlungu Thixo💔💔💔

  • @user-ym1jw6sf1k
    @user-ym1jw6sf1k Рік тому

    Kwaze kwanzima emhlabeni esphila kuwo nkosyam 😭 😭 😭

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 10 місяців тому

    Nkosiyami ubaqedile bantu mzinyathi bakithi ithambo lona liyafuneka yenza umusa nkosi

  • @tabojama686
    @tabojama686 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu bakithi 😥😥😥 phephisa engathi bangatholakala abantwana 😭😭😭bashabalala abaholi bakusasa

  • @mangcobongcobo8982
    @mangcobongcobo8982 Рік тому

    Mmmm kwaze kwabuhlungu engathi amathambo angatholakala

    • @mthobisingidi2007
      @mthobisingidi2007 Рік тому

      Mmm kodwa Ngwenya yakithi umsebenz wakhoo chaa muhle...Nasemazulwin nkulunkul yayibon imisebenz yakh mining iminden osuyisizil🙏

  • @ntokozopetunia8716
    @ntokozopetunia8716 Рік тому

    Uhulumeni akabiyele amadamu ngoba siyashoda ngezinhlambi, zishona kabuhlungu izingane bakithi

  • @yolandamehlo7446
    @yolandamehlo7446 Рік тому

    Cela ukubuza kuthi baze batholakala yini noma baze bavela😢😢😢😢 kubuhlungu😢

  • @nhlanhlangcobo1793
    @nhlanhlangcobo1793 Рік тому +1

    Umenjalo Ngwenya 🙌

  • @ThobileNdebele-pk8es
    @ThobileNdebele-pk8es 10 місяців тому

    😭😭😭😭😭 eyodwa yalezongane ekamamncane wami ....kwavele kwavuk ubuhlungu

  • @NokuthulaNtombifikile
    @NokuthulaNtombifikile 11 місяців тому

    Umama wami walahleka watholakala esonakele walahleka ngo December watholakala ngO March

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 9 днів тому

      💔💔yhoo askies dear🫂 I know kuyavuka mawubona izgameko ezinje bt ngithi uNkulunkulu akupholise

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu kwaqaqamba nami ingifikisela izinyembezi lento duduzeka baba iNkosi iyazi konke

  • @sunflawa
    @sunflawa Рік тому +1

    💔💔💔

  • @promisejuqu7592
    @promisejuqu7592 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu bakithi

  • @sbonisomzokhona7061
    @sbonisomzokhona7061 Рік тому

    🙏🙏💔💔💔

  • @manqobaxaba
    @manqobaxaba Рік тому

    💔💔💔💔💔kubuhlungu kakhulu

  • @babomzobe
    @babomzobe Рік тому

    💔💔💔💔💔💔💔

  • @sifundoxulu5017
    @sifundoxulu5017 Рік тому

    Kwaze kwanzima sikhalisana nani Bantu bakwangubane sengathi kungazanywa imizamo amanzi akhiwe lapho kuphephe khona hhayi osebeni lomfula omkhulu kangaka bakithi ibuhlungu lento

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 Рік тому

    💔💔