😢😢😢ohh Jehovah shalom sabhubha isizwe wababulala abantu bephila ugogo nje bakithi ay sizwe sakithi my Africa my continent nongalo baba syacela lomndeni udinga babo Godo straight
I will be better stay poor than ukuthwala noba kungathiwa ndilala ndingadlanga kodwa hayi imali yegazi nenyembezi,bantu bakothu okomhlaba kuyaphela futhi kuyatshabalala
Ncela Babu Msweli baye e Revelation Spiritual home kubabu Radebe uzaba siza for freee ikhona e Thekwini or nasezindaweni eziningi KZN uyawaxosha amabutho plz ngyacela
South africa asiyieke lento yokuthi sizame ukubulala izinto zasathane ngokuthola usizo kwabanye abasebenzisa usathane, Yahuah is our god we is the original people as black people we need to go back to god or will forever be in these curses of the devil
Maybe the man the grannybwas seeing is the spirit of the person osesgubhini,the best method is to do initial yokulahla umdliwa mase kubuyiswa izidalwa ekhaya.
Kusho ukuthi nami angizukubuthi qothu ke nje namhlanje! Ukube ngilinde kwasemini ngoba ngiyaveva manje. Umuntu wahamba eMzansi nasale senenza lemigilingwane ehlasimula umzimba! Pho uthi ngiyophinde ngigibele kwatekisi nje lapho? Nama restaurants nakhona khona abathwele khona! Thixo! Waze waludala utalatiya lobaba. These stories are terrifying and it seems like all these people abathwalayo end up dying, abanye abanandaba ukuqothula umndeni wonke kuqala. Bese bedlulela komakhelwane. Kusho ukuthi umuntu uzogugela khona la emazweni, angeke ngilunge iyethusa nje lento.Yikes!
I feel sorry for uGogo akekho umuntu omdala who's spending her last days on earth should go through this abavele baphume bawshise lomuzi ayikho lento i hope they do get help ibhlungu into ababhekene nayo
Into ka 2019 kufanele inyanga leyo isiphila. Kufanele ibuyiselwe lento ngeke yasuka ngaphandle komkhuleko. Abaphumi ngomuthi. Akufuni imkhuba yesintu emuntwini ongasi mnikazi kuyingozi. Kuyamangaza inyanga aziboni wathathaphi. The problem is that the family was fed on money produced by these things. Very dangerous things to have in the house. Nezulu lingashaya ekhaya. Akuzisi ukuthwala yibuthakathi.
AYANDA MSWELI FOUNDATION KEEP UP THE GOOD WORK ❤️🔥🤝
Inyanga mazivele lezi ezigiya ngokwelapha la kofb, utube n Instagrams zincedise lumndeni ngoba lomuthi okhona wakhiwa ngenye inyanga...all the best Msweli nethimba lakho🙏
Baba msweli abaye enkosini unyazi lwezulu bazosizakala ngiyacela .
Professor uGodo sewawusiza lomndeni.
Okwangchaza ngo prof ugodo walifaka igama lo Shembe mezosiza kwelinye ikhaya kjona la ku channel kababa uMsweli
Amen kulo mqopho mbukiswano kababa uMsweli ...ngiyathoba ngiyazwelana nalomndeni ....bengicela bAngithinta eceleni ukuthola usizo ...amen
Professor uGodo sewawusiza lomndeni.
Mmm, baba Msweli uhlala uzwa okubuhlungu Kuphela kodwa Kazi uphumula nini , sibonga kumndeni , naku bantwana bakho kwande Nkosi yami, King Bhaka hambo siza nawe Khehlelezi shonani khona🙏
Uyabuthwala ubunzima lobaba
Ngokuzayo Mr. Msweli sicela uDrafter imibuzo kahle so that uzosivulela kahle singababukeli.
Au Jehovah 😢 waze wawufaka umndeni enkingeni umuntu waqede wahamba yena washiya yonke lenkinga nomndeni
Ei ungasasho Dadewethu kuyezwela nkosi😢
Abantu abayeke umcebo osheshayo ngobuthakathi abubhdali ubuthakathi.Abantu bayahlukumezeka.Siza babaMsweli.
Yisoke iskhath sokuth lezinyanga eshlale sizbona la ko UA-cam no tick tok zith zdayisa izgubhu zama million zizbonakalise ukuth zsuke zkhuluma intwekhona,azsize nangumndeni usosizini.ngoba njengoba zith zinazo nje ngeke zhlulwe ukuth zkhiphe lamabutho ahlukumeza lomndeni.
😢😢😢ohh Jehovah shalom sabhubha isizwe wababulala abantu bephila ugogo nje bakithi ay sizwe sakithi my Africa my continent nongalo baba syacela lomndeni udinga babo Godo straight
Kwaze kwanzima kulomndeni sithembe bazogcina besizakele nkosi kakhulukazi ugogo yena oselala nezikhalo😢💔😭 Siyabonga BabuMsweli ungaphelamandla ekusizeni umuntu omnyama🙏🙌💯🤝
Babu Msweli lomndeni udinga umkhuleko kuphela abafuni umuntu osindisiwe , noma ubaba uMpungose azokhuleka ekhaya, uJesu kuphela oyogxosha lezinto nisindiswe kunzima ke ukusindiswa kwabantu abazobuye baphindele kulezinto uJesu onganinqobela nihlukane nezinto, Uma nisaqhubeka nezinto zokuhlaba zizobuya phela zizodla zizodla inyama.
uJesu usize izangoma zathatha yonke lento zayolahla le kude zaphila aziphindanga lezinto zihamba nemimoya. Zogxoshwa ngemimoya ka Nkulunkulu.
Exactly what Africans need to see about the love of money via short cuts
I will be better stay poor than ukuthwala noba kungathiwa ndilala ndingadlanga kodwa hayi imali yegazi nenyembezi,bantu bakothu okomhlaba kuyaphela futhi kuyatshabalala
Msweli plz get a slot on TV, channel 157.
This is soo painful and sooo deep.
Money is the root of all evil.
The love of money is not money
Lento eyashiyo uKing Bhaka ngezigumbu ukut kuhlanganisa inhlabathi yamathuna abakweminye imizi n ziyalwa izidalwa zakhona n I hope abant bazofunda ngalezigumbu ezingasebenzi ekugcinen mawufa ufaka abantu abangenacala obishini lwakho olwenze ngamabomu ukhohlisa zinyanga zithi uzoceba kant uzoba umthakathi
Eish. imiphumela ye-soft life
Ngiyisabe kabi ngilunge nginje
😂😂noMsweli ngathi unokusaba naye layndlini😂uyaqalaza😅
Bongi uyambona yini ulokhu eqalaza anambithe amathe😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Usolomoni wacela ukuhlakanupha kunkululu akacelanga ukuceba syabonga Babu msweli sesizoqwasha nokuhamba imizi ehlabile jesu 🙏🙏🙏😞😞engathi umdeni ungathola usizo
😢Ay ngeke abantu abayeke lezint zomathwala umunt akathwale nayeseseleyedwa engazali engasheli osisi bethu futh ay lento iyabheda man ay😢
Siyabonga baba nongalo ngokusazisa izint ezikanje kuze nabathanda izint ezisheshayo abafuna kuthatha lombhedo womathwala bebone ububi balento
Awwwwwu ngeke 😱ngamane ngihlupheke ngize ngiyofa
Bengisacela ubaba Msweli uma eseyitholile impendulo Aphinde futhi asivezele. 😢
Ibuhlungu indaba ezwakalayo 😭. Kodwa UThixo ukhona, ningapheli mandla 🙏
😢
💟This is the content we need
😳😳😳😳😳😭😭😭😭😭this is extremely painful,, kuhlala kukhuzwa ngale zinto,,, KUDINGEKA IZIWASHO LA EZINZIMA
Hawemah bafethu nami ekhaya sinalenkinga exactly!!! Ukungazi kufana nokungaboni😢... Kyomele ngyolibheka lelithanga lisakhona yini ekhaya namafutha, ngiyakhumbula ngikubona endaweni ecashile... Bengingazi yiwo kanti umkhuba😢.
Eish kunzima guys😳😳
ay iyeke kanjalo leyonto. as long as ni rich nje
Hawema !!!
Yhoo Bab'uMsweli uNkulunkulu akubusise futhi akugcine ngoba hayi iindawo ongena kuzo jeerr, mina bengingeke ngiqale jeer
I wish babu Msweli ungathumela lezinyanga ziyekele ukuthwalisa abantu ngamathuna abantu
Umabantu bengayeka ukuthwala ingaphela lento.. inkinga abantu qbaCreate idemand for ukuthwala that's why konakala izinto
Mmmmmm ngobamkhuba yokuthanda kucebangenkani madoda ayy kubezweni
Baba uMsweli uyedwa umuntu ozosiza kulento inkosi uNyazi Lwezulu ngiyacela ubathathe ubahambise eNgwavuma enkosini yamaNazaretha uNyazi Lwezulu izinto ezifana nalezi akazibheki nje
Akukho okunye
Prof Godo sewabasiza
Yanzima lendaba. Inkosi ingisize iqhubeke nokunginika ukuhlupheka kwam engikuko ngingazifisi lezinto ngyathandaza Nkosi 🙏🏻
Keep bhuti good work lendaba iyashaqisa ngempela
This is the new version of Zola 7❤
Ayanda kunzima khona kodwa ake bathathe imali ikakhulukazi emhlophe baye oNyazini ngoba kunalento evelayo yamaculo nokusina kwabo masebezohamba emhlabeni babacelele intethelelo emndenini bacele axoshe nalezinsizwa ezibulala ikhaya
iBuhlungu nanti into, oKhehlelezi abangenelele ngoba yimisebenzi yabo le
😂😂😂. Eyyy
Jesu siza lomndeni olwakho usizo lumahhala .😪
Inganekwane leyo
Hheyi madoda baba umsweli sibaningi sise nkingeni asiphumeleli njena izinto zemindeni😭😭😭😭
Shembe is the way ushembe ungunkulunkulu 🙏🏼🙏🏼
Kodwa nyazi lweZulu luyaniphendulela kwaze kwafika ayanda Msweli
Kumelwe sifundise isizwe ngokuthwala. Kumele sazi ngobungozi bayo. Yimbi lento futhi iyabulala 💔
Ngwenya my ngwenya😥 kunzima maku nje asthembe bazolithola usizo,sibonge baba ngosizo lwakho kwelakithi
😢😢😢Ngaze ngaphatheka kabuhlungu
Kunzima kakhulu kodwa sesithembe ushembe oyoba isixazululo ngoba nobaba wahamba esenza izinto zakashembe kushuthi uyena oyonikhipha kulenkinga💔💔💔😭😭😭😭
UShembe akamdeli umuntu ngathi uNkulunkulu wase Buhleni ngathi angamkhumbula njengongoba emkhumbulile esozahamba, amgeze konke ukuncola nama nikiniki eza nawo kulezwe elizayo
Yoh kwaze kwanzima nkosi emndenini 💔💔 Nkulunkulu ngenelela
Ey baba mweli angithandi ukuhleka kodwa imibuzo yakho iyahlekisa
Ngingamane ngife ngikhotha ipani kunokuthi kusale kuhlukumezeka izingane zami nama siblings ami🙆🙆 ngathi lomndeni ungaluthola usizo bezothola nokuthula eeeeeey😢I think Shembe is the way lana, abazame nakhona bakithi.
Yeyiiiiih 2019 ngo 2021 washona??????? Its not worth it ukuthwala
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Izinto ezenziwa abazali bethu ekufihlakaleni kubuhlungu ngoba...masebehambili kusala thina enkingeni😢😢😢😢...uNkulunkulu wasekuphakameni anikhumbule axazulule lenkinga ...ei kunzima Nkosi 😢😢😢😢😢😢😢
Unyazi kuphela ezonisoza bayise mntakamkhulu.kumkhululi Ameni
Uthi uyagana uganele emzini onje.
Yey ngaze ngasaba kwaleyo yomendo makunje cabanga usugane yena lo othwele
😢😢 abazali bethu nkosi yam basifaka osizini bengazi nabo isphetho sakhona some story nasekhaya .
Impendulo ilula, abahambe baye ku Shembe owu Nyazi lweZulu ilapho ukhiye ukhona kuzobuya ukuphila phakath kwalo muzi
Nam ngbona kanjalo mft
😭😭😭😭😭😭😭😭😭into engikhalisayo ngabona isgubhu phansi kweseat yemoto kabhutwam ngazitshela ukuthi mhlampe isgubhu esokuvikela imoto ngoba iford ranger imoto ezintshontshwayo ngyasaba ngyathumela mengizwa loludaba,ubhutwam uyasebenza uvese wavuka ngebusiness lakhula fast udayisa izimbuzi nezinkomo naye uhlaba njalo kaz mhla efayo angeke yini asishiye nalenkinga
Mmmm ncese
Ey nise nkingeni nigade ke kungafi muntu kuhle nokuyo hlola ngoba usuno lwazi uzizwele ukuthi wenza ini
Weeeeee😢
@@NosiphoKhumalo418 ngzokwenzenjalo siswam kzomele ngyobheka ngoba ey umuntu akasaphephile abantu ngokufuna izinto ezisheshayo egcineni zifaka abanye abantu engizini umuntu akafunde ukwaneliswa yilokhu anakho akuvelwa kanye kanye bakwethu
Phakamani ningumdeni ngoba nisenkingeni.ngoba kumele wazi ukuthi esani lesosigubhu asisebenzisayo
Ncela Babu Msweli baye e Revelation Spiritual home kubabu Radebe uzaba siza for freee ikhona e Thekwini or nasezindaweni eziningi KZN uyawaxosha amabutho plz ngyacela
Jesus Christ is Lord in every situation
Only Jesus the savior, ongasiza lomndeni
Inganekwane, Prof Godo sewawusiza lomndeni
Kwaze kwabuhlungu ngath bangasizakala bt abaye kumuntu osebenza ngazo njengoDr Khehlelezi noBhaka
Ngabe zakwethu..... Izinqumo esizithathayo mazingabi namphumela omubi emndenini yethu.
Lesi sitory asizwakali kahle. Ngize ngathola late ukuthi lomuntu olethe izilwane umuntu oyindodana kulomuzi. Lento ayiyona amabutho. Amadoda amafushane. Kumele kutholakale ukuthi inhloboni, ngoba ungazuthi azilwenzi ucansi.
Ngazuthi bayabahloniphisa ngoba lamadoda ekhona khona la abahleli khona
Senzosakhe, akubona abantu abanemindeni laba, amabutho enziwa ngemithi amabutho ayimimoya akhandiwe, imimoya emibi ekhandwe ngemithi ukugxosha lemimoya kuphela lemimoya ngomkhuleko kuphela ihambe unomphela.
Eeeei injabulo yesikhashana sekuhlupheka izingane no mndeni osele. Dr Khehlelezi usho kugcwale umlomo ukuthi bavusa imimoya yase mathuneni futhi lento ayinabu ngozi.
Yooooh, ey kunzima emhlabeni
Lento ayidingi sonto nanyama but Jesus Christ only
Haw weeee Shembe wee kants uShembe ubani wenkulunkulu wethu uskhumbule nkosi
South africa asiyieke lento yokuthi sizame ukubulala izinto zasathane ngokuthola usizo kwabanye abasebenzisa usathane, Yahuah is our god we is the original people as black people we need to go back to god or will forever be in these curses of the devil
NGIYABONGA KAKHULU NGEMISEBENZI EMIHLE OYENZAYO MR AYANDA MSWELI MHLONISHWA
Maybe the man the grannybwas seeing is the spirit of the person osesgubhini,the best method is to do initial yokulahla umdliwa mase kubuyiswa izidalwa ekhaya.
Bhuti Ayanda Msweli.ngicela ubayelele kubaba iMboni Dr UZwi-Lezwe Radebe of the Revelation spiritual home
Usizo is guaranteed and free of charge.ngiyabonga
Yebo Jehova kulungile
Kwaze kwabuhlungu Jehova lokhu engikuzwayo
Thank you Msweli for to good work
Lwaze lwabuhlungu udaba 😭😭💔💔💔💔 kodwa manje abantu baze basala nezinkinga abasele
Ngicela kuthandazwe kakhulu kulomuzi kunzima udaba lwakhona😢😢
Kwaze kwanzima,kweminye imindeni 😢😢
Yabona abazali bethu bayasifaka enkingeni 😥 nami inkinga engibhekene nayo le,kodwa ke owami umzali usaphila,noma esegugile nje kodwa lutho ukukhuluma ngalento😥 kufana nseee nalento ekhulunywa la🤞
Mqonde ukhulume naye, or else nizoba kwenkulu inkinga le😔
@@phumimabanga962 wakwethu kaaaade,ngineminyaka ngikhuluma naye😥uyaphika kodwa,uvele athi insizi nje engenalutho😥 sikhona isgubhu sakhe ngiyasazi😥kwethu sasibawu11,manje sisile sibaw5😒ubaba lo wesikhombisa kwaba phansi enhlabathini😭la ngikhuluma ngomuntu ona95 years ,but next Month ngiyokukhipha angaz ke Noma kuyolunga yini😒watshela ithwasa lakhe elinye ngalento,wathi kodwa ukuhamba kwayo ukuhamba kwakhe😒 kunzima ukuphila🤞😥
@@maviyoasenkandla2289 Yaze yabuhlungu into oyishoyo 😭😭. Kushukuthi akanandaba nokushona kwezingane zakhe Jesu wam 😭🙈. Noma kunzima kodwa sengathi uNkulunkulu anganisiza agcine ekhulumile ukuze nikwaz ukusizakala njengomndeni
@@phumimabanga962 mfethu akanandaba, bonke labantu bagule phambi kwakhe 😒 skhala sithi akakhulume, lutho 😥 syathemba kuzolunga 🙏
0725188602 ngithinte kesikhulumele eduze
Kusho ukuthi nami angizukubuthi qothu ke nje namhlanje! Ukube ngilinde kwasemini ngoba ngiyaveva manje. Umuntu wahamba eMzansi nasale senenza lemigilingwane ehlasimula umzimba! Pho uthi ngiyophinde ngigibele kwatekisi nje lapho? Nama restaurants nakhona khona abathwele khona! Thixo! Waze waludala utalatiya lobaba. These stories are terrifying and it seems like all these people abathwalayo end up dying, abanye abanandaba ukuqothula umndeni wonke kuqala. Bese bedlulela komakhelwane. Kusho ukuthi umuntu uzogugela khona la emazweni, angeke ngilunge iyethusa nje lento.Yikes!
Lento ikhona nalapho futhi ayifihlwa kuwkuthi lapho baybiza ngesilungu buya nje ekhaya
I feel sorry for uGogo akekho umuntu omdala who's spending her last days on earth should go through this abavele baphume bawshise lomuzi ayikho lento i hope they do get help ibhlungu into ababhekene nayo
Izobalandela…
Ukhona ugodo olulala amankankane msweli uyalwazi udaba ukhona umhlabuyalinga
Eish Nkosiyami kwaze kwanzima ngenelela Nkosi uwena oyimpendulo
Noma niy oNyazini LweZulu luzobe lukaNongoma ngoJune
King Bhaka ekwaziyo ukuzithatha I hamba
Nazo
What i can suggest is that if this things appear they must call upon the name of Jesus
Yaze yabuhlungu indaba yalomndeni kube syafunda njalo ukuthi akunabuhle ngama boyz injabulo yomzuzwana
Only Jesus Christ can help this family
Lol weeeee
true
Lol 😂
Nothing else but God, These things fear someone who prays
Inganekwane, ijuda lase mazweni liyazelaphi impande
Mmhhh Kunzima la emnyango abant bayaganga siyabinga Ngwenya muhle umsebenzi owenzay Bab' 😢😢😢
Impicabadala ke le😢😢engathi ungathola usizo lomndeni nkosi yami
Give your lives to Jesus and pray against it in the name of Jesus
That's the only solution
Mmmmh kwaze kwanzima Jesus
Syabonga babubumsweli ms3benz yakh8 yabonakala syacela ukuba nawe ku Chanel 197
Yaze yathinta inhliziyo yami poem yengane nkosi ake silalele bakwethu. Nkosi
Uphi unkosikazi kalobaba obethwele.
abantu abayeke ukufuna ukucebo ngokuthatha izindlela ezimfishane.
Amadolo onke Ayaguqa egemini likaJesu
Wena udakiwe ufuna ukubulala abantu hambo guqa nxa
@@MzansiReality awu kahle bo..
Ujesu impendulo
Fire in Jesus Name
Hambani mama niyonikela oNyazini lizonisisza 😊😊
Amen 🙏🏾
Dumisani, umkhuleko qha onamandla negama lika Jesu lona lodwa manje abantu abafuni ukuyizwa leyo kumahhala hha bazoqedwa yizinyanga.
#kingBhaka siza!!! uNyazi lube nabo 🙌
Bafowethu yekelani lezinyanga umanje ukewaya kumuntu wafica lezigubhu baleka ngazo zombili futhi ziyalidunga idlozikungcina abakini bengasasondeli kini baphinde banifulathele ngiyanicela ningasondeli kulezinto💔💔💔💔 ungcineungasabaphuphi ungasavakashelwa abakini ngoba bebona lezinto ezikuwe
Baba u Msweli
UMKHULEKO UNAMANDLA
King bhaka siza nawu umndeni usenkingeni
Nami yena engbona kuthi bengaphelela kuyena eyilungise lento
King Bhaka🤞🏽
Into ka 2019 kufanele inyanga leyo isiphila. Kufanele ibuyiselwe lento ngeke yasuka ngaphandle komkhuleko. Abaphumi ngomuthi. Akufuni imkhuba yesintu emuntwini ongasi mnikazi kuyingozi. Kuyamangaza inyanga aziboni wathathaphi. The problem is that the family was fed on money produced by these things. Very dangerous things to have in the house. Nezulu lingashaya ekhaya. Akuzisi ukuthwala yibuthakathi.
Yaze yanzima lendaba 😢😢
ngenxa yokuthi lento yasekelwa ekhaya ngibona kobasiza kulishiya lelokhaya. Bese bethola usizo lokugezwa ngokokholwa kancane kancana koze kulunge. kukhona neSolution yabo esoNyazini. ngisaba ngoba zizogcina zibabulala
Akukho okunye they should burn down the house