The Sit Down- Prince Thokozani Zulu Speaks about the Zulu Kingdom Throne, King MisuZulu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 33

  • @hlengiwembambo3572
    @hlengiwembambo3572 7 місяців тому +10

    Siyanizwa ukuthi nithini koda asinilalele 😂

  • @philanigabriel
    @philanigabriel 6 місяців тому +3

    Ukufaka umntwaama esiswini akumenzi abe yinkosana yakulowomuzi,uma kukhona izingane zabafana yena uza kamuva ngakho uZondamagwala akakwazi ukufuna ubukhosi ngalesosizathu...

  • @user-jn2pi5eo3v
    @user-jn2pi5eo3v 7 місяців тому +2

    Isilo uMisuzulu simfanele isihlalo ngolwazi lwami,kodwa umntwana uSmakadesamakhosi ngiyamuvuma uyinkinga uvuthiwe uyinkosi kwayena ujulile 🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞.ngikuzwa kahle mntwana nencazelo yakho ngiyizwa kahle .Imimoya yezilo esezabuza angeke zihlulwe ukuqondisa isihlalo.

    • @noziphonjomane2082
      @noziphonjomane2082 7 місяців тому

      Akasebenzeli u zulu ubuyisela izwe ebelungwini so he’s not for us

    • @user-jn2pi5eo3v
      @user-jn2pi5eo3v 7 місяців тому

      UMvelikuqala Aze asikhumbule​@@noziphonjomane2082

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 2 місяці тому +1

    Cha uyamzonda uMisuzulu Thokozan shame ufaka imibuzo eminingi ukuth Kanti umawakho wahamba kanjani

  • @DanRam-gg6wt
    @DanRam-gg6wt 3 місяці тому +1

    I living encyclopedia of amazulu history

  • @lindiweselepe5662
    @lindiweselepe5662 6 місяців тому +1

    Indavundavu yenzondo, kazi iyozala nkomoni!

  • @SenzoZulu-hb6vc
    @SenzoZulu-hb6vc 3 місяці тому +2

    Kodwa nensangu ngathi uyayibhema mageba wakhohlisa izwe lonke

  • @nomcebothandazile
    @nomcebothandazile Місяць тому

    👌 👏 😍 👍

  • @nomcebothandazile
    @nomcebothandazile Місяць тому

    👌 👏

  • @ZumaFreedom
    @ZumaFreedom 3 місяці тому +1

    Uzondamagwala,neSilo baphuma esendeni linye...iyeza Imini basazobuyisana badle ebhodweni linye..abaqhatha ingane zandawonye bayozibona,lezingane zisazobuyisana

  • @ZumaFreedom
    @ZumaFreedom 3 місяці тому +1

    Laba bashawa I level kuthi isilo Misuzulu,Imsangano akadingi around, bazama la bazocaba khona mathambo Nabo

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 7 місяців тому +1

    Siyabonga Mntwana Thokozani...With some overviews.

  • @BongekileMketsu
    @BongekileMketsu 2 місяці тому

    Iyazalwa inkosi ayikhethwa thokozani

  • @blessingkhanyisani4923
    @blessingkhanyisani4923 6 місяців тому +1

    Umsangano nje

  • @GcinohCele
    @GcinohCele 7 місяців тому +2

    😂😂😂😂 Uphethe Ihlathi ngempela ke manje

  • @giftmtshali2046
    @giftmtshali2046 7 місяців тому +1

    Ngelinye ilanga liyovela iqiniso kuyothuka isizwe sonke.

  • @Veziyande_Ent94
    @Veziyande_Ent94 3 місяці тому

    Truth

  • @MichaelKatide
    @MichaelKatide 7 місяців тому

    ”Ubikizela njengamanzi omfula, kodwa ngeke usaba yingqongqo, ngoba wakhwela embhedeni kayihlo, wawungcolisa; wakhwela embhedeni wami.“
    ‭‭IGenesisi‬ ‭49‬:‭4‬ ‭ZUL20‬‬

  • @simlindilekubalo1235
    @simlindilekubalo1235 6 місяців тому +1

    Iqamba manga le

  • @mbongeningidi1544
    @mbongeningidi1544 7 місяців тому

    Blose indlel obukangayo uNdabezitha😂😂😂

  • @ZumaFreedom
    @ZumaFreedom 3 місяці тому

    Sesagiya kwakikizwa...indlulamithi sinayo....lokhu ni interview lezimfene niyasilulaza isizwe esihle samaZulu....amambuka ayekhona nakudala......I bongo zeSilo sethu zinempendulo.incwadi esayinwe amashoba enkomo

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 3 місяці тому

    Cha phela makuthiwa bangena bonke esibayeni umuntu akabuse lapho engena ngakhona kodwa abantu bazoziveza ukuthi bahamba nobani iyekwe lento yezinkantolo umuntu eziphathele lapha athi uphethekhona😂😂

  • @user-xm8dt2xc5z
    @user-xm8dt2xc5z 5 місяців тому

    iSilo sisodwa sikaKhangelamankengane ayy omunye umuntu

  • @GailMakhesa
    @GailMakhesa 25 днів тому

    This man he is misleading us

  • @sthembisosenkosi4700
    @sthembisosenkosi4700 2 місяці тому

    The presenter is biased you'll loose viewers your questions are leading stop doing that with Your friend Thokozani

  • @MakgobaTumelo-sc2ew
    @MakgobaTumelo-sc2ew 7 місяців тому

    Thokozani he lies 😂😂😂Usmakade wa fakwa isisweni ka njani?

    • @noziphonjomane2082
      @noziphonjomane2082 7 місяців тому

      Awazi ukhuluma ngani yazi you’re not a good listener

    • @njabulongidi-lt3iw
      @njabulongidi-lt3iw 6 місяців тому

      Kuncono uthiule cs awuzwa futhi awuyona good listener

  • @nomcebothandazile
    @nomcebothandazile Місяць тому

    👌 👏