[WATCH] uDr Mnyadi ehlaziya amaphupho on Indaba with Alex Mthiyane.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 18 лис 2021
  • In conversation with isazi sesintu uMkhulu Mnyadi ukuzosihlaziyela amaphupho.
    #Indaba #IndabaYesintu.

КОМЕНТАРІ • 27

  • @gcogcolicious3986
    @gcogcolicious3986 2 роки тому +12

    Ave ngimthanda nkosi Yam uDr Mnyadi❤🙏

  • @sandilemazibuko9620
    @sandilemazibuko9620 7 місяців тому

    Thumbs up!!!😎

  • @sanelekunene5545
    @sanelekunene5545 2 роки тому +1

    Babu Mthiyane ase angisize ubabuMnyadi nanka amaphupho anodlame phakathi engapheli sukuyajwayeleka ukuthi ngiphuphe ngilwa, asebuya kabili noma kathathu evikini

  • @indyy_g_gold574
    @indyy_g_gold574 2 роки тому

    Uchazelana kahle baba siyabonga

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 2 роки тому

    Amen

  • @siphokazimndzoyi6566
    @siphokazimndzoyi6566 2 роки тому +2

    Where have you been?

  • @NolulamaMtolo
    @NolulamaMtolo 9 місяців тому

    Ngicela ukubuza kubaba , nginokuphupha kakhulu. Inkomo , amanzi.. iphupho lamanzi lokugcina amanzi eyemahle kodwa mangibheka phansi ngibone kukhanya phansi sa golide kukhazimula. Elinye kuza izinyosi ngigobe zihlale kimi ngisukume kodwa azigilumi.ilinye lamanje ngiphupha inywele zam ngath ziyanda.

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 роки тому +1

    Enkosi bawo

  • @thokopertunia2435
    @thokopertunia2435 2 роки тому

    Ngenze njani

  • @thanduyiseraylee1041
    @thanduyiseraylee1041 28 днів тому

    Uyangizwa ukuthi ngithini?

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 2 роки тому +2

    ngiyaqala ukubona lechannel. Hhawu imfihlakalo engaka

  • @daphneymhlongo9635
    @daphneymhlongo9635 Рік тому

    Sanbona ngyethemba niyaphila mina nginenkinga Uma kuthiwa hamba uyothwasa ngihamba kanjani alisakukhiphi yini idlozi ngihluphekile emoyeni ngyabonga

  • @thulisilemtolo80
    @thulisilemtolo80 2 роки тому

    Baba ndicacela ukubuza ukuty uma unesbonakaliso engaty ndiko malume umalume wam ungifaka ibhengela

  • @thokopertunia2435
    @thokopertunia2435 2 роки тому

    Nima ngiphupha ngibona umfula omkhulu kuno muntu wesilisa newesifazane kodwa lo wesilosa uyangibiza ufuna ngingene emfuleni kodwa mina ngiyala ngifuna ukuzingenela...

  • @thembelihlethe5094
    @thembelihlethe5094 2 роки тому

    Sanibonani ngisacela ukubuza nginenkinga angimuphuphi umama nenkinga yokukhohlwa amaphupho

  • @sandilemazibuko9620
    @sandilemazibuko9620 8 місяців тому

    Kuningi engikufunda kuloluhlelo

  • @sakhowakhenkwanyana7433
    @sakhowakhenkwanyana7433 2 роки тому +2

    Ngicela ukubuza usizakala njani uma uphupha ugundwa ikhanda, kodwa inwele zingapheli

  • @phindilegininda2452
    @phindilegininda2452 2 роки тому +1

    Uma ngiphupha ngiwela emgondimi

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 2 роки тому

    Ukuphupha usesikoleni ube ungasafundi

  • @realsibusiso9864
    @realsibusiso9864 2 роки тому +4

    According to this guy, everyone must thwasa

    • @nzuluyemfihlakaloancientof5369
      @nzuluyemfihlakaloancientof5369 2 роки тому +1

      🤣

    • @bafana3739
      @bafana3739 2 роки тому +1

      Lol not really

    • @sazizulu2154
      @sazizulu2154 2 роки тому

      😂😂😂 nami ngake ngabuka ngalelo liso, uma echazela abantu 😂😂😂....kodwa ke sothini.

    • @zamamakhubu6680
      @zamamakhubu6680 2 роки тому +1

      I look at it this way...vele people who call in are troubled by dreams they can't understand, it's similar to being sick and you go to the Dr, it's not everyone who has to twasa. It's that vele people with these kind of problems vele must twasa. Remember we come from an ancestral linage that knows nothing about all this western civilization and has it's own way of being and doing things. Things of Spirit world can not be thought of rationally...these things require wisdom understanding not human intelligence. Wena deep down uyalazi iqiniso kwawena kumele utwase