Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Guys, ngicela bandla nimeme no-King Bhaka, his very knowledgeable😮
This woman, Makhosi Mnikathi Dhlomo, is gorgeous.
We want Prophet Magejageja on the show for isuntu.
I second that...
Sanibona emsakazweniNgisacela ngelinye Ilanga nike nibambe itopic ye "ngane yako malume, ngoba isiko lithi ukuya nge ncwaningo asivumelekile nje nge milanjwana ukushisa impepho emsamo. Siyenza njani mengabe a bazali be sindisiwe benga funi lutho kwe sintu, kodwa into zethu zi khonjwa khona, benga funi noku sishisela impepho".
Ngokudliswa
Umkhulu washona empini kudala wanganakwa ngizomgeza kanjani ngimvale kanjani ixeba
Hi ngicela kubuza uma ehambela ekhaya kwenziwa kanjani,futhi uma ehambela emtholapilo senzanjani
Senzani ngehlahla elalanda umoya kamufi,ngoba ngibona likababa selineminyaka lahlala endlini
Sanibonani ngicela ngelinye ilanga nikhulume nge Topic yomuntu owandlula emahlabeni ngokuhliswa . Nokuthi livalwa kanjani lelodliso ukthi lingaqhubekeli kwabanye abantu abasele ngemuva.
Ohambele ekhaya uyaba nehlahla na?
Iqiniso, UMLAHLANKOSI umele abagcini sbongo (Amadoda), UMGANU umele abaganile nabesifazane, bese UMTHOLE umele labo abaduka, nababulalwa nge abortion, ne miscourage etc..Miningi imithi esetshenziswayo ekulandeni imimoya ngisho nendwangu emhlophe iyawuthatha imimoya
isiZulu soqobo sithi umuntu ophume umphefumulo ngengozi "ufile" kodwa ophume ngokugula kuthathwa njengemvelo lokho bese sithi "ushonile".
Kuthiwa nje umuntu akafi kodwa, uyashona ngoba umoya waloyomuntu ushona noma udlulela kwelamathongo (spirit world)
Guys, ngicela bandla nimeme no-King Bhaka, his very knowledgeable😮
This woman, Makhosi Mnikathi Dhlomo, is gorgeous.
We want Prophet Magejageja on the show for isuntu.
I second that...
Sanibona emsakazweni
Ngisacela ngelinye Ilanga nike nibambe itopic ye "ngane yako malume, ngoba isiko lithi ukuya nge ncwaningo asivumelekile nje nge milanjwana ukushisa impepho emsamo. Siyenza njani mengabe a bazali be sindisiwe benga funi lutho kwe sintu, kodwa into zethu zi khonjwa khona, benga funi noku sishisela impepho".
Ngokudliswa
Umkhulu washona empini kudala wanganakwa ngizomgeza kanjani ngimvale kanjani ixeba
Hi ngicela kubuza uma ehambela ekhaya kwenziwa kanjani,futhi uma ehambela emtholapilo senzanjani
Senzani ngehlahla elalanda umoya kamufi,ngoba ngibona likababa selineminyaka lahlala endlini
Sanibonani ngicela ngelinye ilanga nikhulume nge Topic yomuntu owandlula emahlabeni ngokuhliswa . Nokuthi livalwa kanjani lelodliso ukthi lingaqhubekeli kwabanye abantu abasele ngemuva.
Ohambele ekhaya uyaba nehlahla na?
Iqiniso, UMLAHLANKOSI umele abagcini sbongo (Amadoda), UMGANU umele abaganile nabesifazane, bese UMTHOLE umele labo abaduka, nababulalwa nge abortion, ne miscourage etc..
Miningi imithi esetshenziswayo ekulandeni imimoya ngisho nendwangu emhlophe iyawuthatha imimoya