This is a topic most of us relate to... Such topics should are needed on a daily basic. Abaphile abantu usizo lutholakale. Impunga has energy lately... Back to back uploads 🙈😅
Nami ngilaba bantu,,bengiduka ngempela ngibuyela ekukholweni ngoba hai lezi ezethu zesintu ziyadida,uzizwe manje ungathi uyadumelwa ngoba kuningi lokhu ubekananako okufanele ukulungise okwabadala and so much crookedness that comes with it,uzwe umuntu athi ngizokuthwasisa,kungashongo abantu bakho, just because uvukelwe umoya,uhluphekile. Siyathokoza Makhehla, Makwande 🙌
Idlozi ngeke ukwazi ukulibalekela n into ebuhlungu ma seniza nimosha uthanda ufake Zona lezozembatho ne bhayibheli kubangelwa yini ke loko..idlozi niyohlala niyidlozi
Thank you ubab' (unhlanzi) and his wisdom🔥🔥
Cha kwazekwamnandi kuhlangenwe kwiMpunga yesintu TV, kuhlangene izinjula buchopho zethongo ukuzosikhulisa ✔️✔️🔥👌🙌🙌🙌ngiyanitshela ngani nje ninodwa ngalezinkulumo zizobuyela emasisweni, inyanga mbumbulu niyaziqeda. Nabafundisi bamanga niyabaqeda, phambili ngezimfundiso zenu
👏👏👏Hhay kumnandi ngempela.
👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾 Ay siyabonga kakhulu madoda, kuhle kakhulu ukunibona nonke nihlangene kanjena nihlangenele ukuthi niphilise thina ngolwazi. Siyabonga ngokuthi nithathe isikhathi sokusenzela lokhu, iNkosi namathongo akwenu anibusise nonke. Impunga Yesintu TV idonsa ngelinye igiya impela manje. Akesithi nje IMPUNGAH!!☝🏾
Siyabonga mpungaye sintu siyaphila ngezincazelo zenu qhubekani bantwana bami ngingu Gogo Mahlabisa sibonge nokubona ndodana Nhlanzi selapheni madodana
Siyabonga zinsizwa. Amen
Kusiphuzela izinwele madoda amakhulu kwaze kwamnandy ku Mpunga Yesintu, syabonga bafowethu asiphezi nime njalo 🙌🙌🙏🙏🙏💪💪
Asbonge imfundiso iyasakha besidukile ngoku sesibuyela ekhaya mpungaaa
I love this show so much, is informative nd yakha ukhanya kwi Sintu sethu.
Makwande Mpunga!!!
Ai kuhle makuhlangenwe kanje...ulwazi lizozwakala ngokwanele siyabonga Kwandeeee Mpunga!!
🙏 siyabonga kakhul kuMpunga nakwizivakashi ngokusichushisa izintweni bengicela ezayo ibekhona Bab uMlaba, Nhlanzi, Phewa kanye noMjoka.
I'm right behind you mfowethu. Mkhulu Mlaba should have been part of this panel. Very interesting and well presented. Siyabonga KuMpunga
Amen ngsacela niqhubeke ngale topic ngithanda kakhulu umkhulu la ekugcineni Uma sejula nge Bible 🙏🙏🙏🙏
Saze salukhuni isihloko sanamuhla boMkhulu ngoba uMkhuluwomkhulu usidalile wase esesiletha ngokokuzalwa Yibo abantu abadala amaThongo...mina ngiwadlile amagobongo kodwa kulonyaka kwafika uKhokho wami Kimi wangithethisa wathi ngilidlelani igobongo ngoba mina sengiYakholwa futhi ngibhabhadisiwe...uthi uMntomdala Kimi Sona thina kakhulu sisaphila Wena sikwenze iNazaretha ukuze uzosithethela amacala ethu hamba uYosigeza kwaShembee usingenele emanzini bese ugeza izikhwama zethu ungasawusebenzisi umuthi Wena ngoba usuyakholwa Noma ngabe ugula kanjan...manje sinzima lesisihloko
Yamnandi topic syabonga njengoba ngisemusha enkonzwen yamanazaretha ngifunde lukhulu
Siyabulela kakhulu kuwe Mpunga neendwendwe zakho. Makwande kuye phambili!!!!!!!
Imfundiso yenu bobaba 🙏🏽 iyangikhulisa
This is a topic most of us relate to...
Such topics should are needed on a daily basic. Abaphile abantu usizo lutholakale.
Impunga has energy lately... Back to back uploads 🙈😅
The consistency lately💃
It's on another level 🔥
Ungowakwa Qwabe wena awuyena uSmith....kodwa ke ngoba izinqondo zenu zi colonised yingakho uzositshela nge inconsistency...
@@mzwakhethenjwayo3618 please read again Mbali's comment
Kodwa benicashe kuphi kudala sihlupheka singazazi lezi zeluleko ezijule kangaka sngiyabonga 👏
Nami ngilaba bantu,,bengiduka ngempela ngibuyela ekukholweni ngoba hai lezi ezethu zesintu ziyadida,uzizwe manje ungathi uyadumelwa ngoba kuningi lokhu ubekananako okufanele ukulungise okwabadala and so much crookedness that comes with it,uzwe umuntu athi ngizokuthwasisa,kungashongo abantu bakho, just because uvukelwe umoya,uhluphekile. Siyathokoza Makhehla, Makwande 🙌
Shiya lomuntu okonisayo bese uphahla ucela indlela okumele wenze ngayo izinto. Abantu abangasekho bashayana kabuhlungu.
SIYAKUHLONOPHA MPUNGAAAA AWNAMONA
Makube umusa njalo bahlonishwa, ama topic ajule njengale ibalulekile kakhul, iyajulisa, akengithi nje impuuungaaah.....
Kahle kahle isisekelo sempilo yethu isemsamu,okubi nje into yethu siyibukela phansi situsa ezabokufika
Ngiyanivuma le topic iyasifundisa and ibalulekile sesiyahlukana ngokwenza singamalunga omndeni ngenkolo
Iymfundiso zami eivela emathongweni zilethwa ngani ziqwele zesintu, ngibonga angiqedi ngomthombo wolwazi. uMa, Sodumo,mlenzemunye,nomhoyi nonomkhubulwane ngathi anganibusisa.dankoo
Siyabonga Mpunga yensintu inkosi ikbusise.
Nayibeka indaba bo baba lapho kumnandi nindawonye
Ndingayintoni ngaphandle kwale channel yho🙆🏽♀️
Hayi siyabonga makhehla ngenkulumo
Icace bha njengonogwaja ogijima ehlungwini!
Idlozi ngeke ukwazi ukulibalekela n into ebuhlungu ma seniza nimosha uthanda ufake Zona lezozembatho ne bhayibheli kubangelwa yini ke loko..idlozi niyohlala niyidlozi
Ngiyithokozele kakhulu le video
SIYABONGA ukuvulwa amehlo Mpungayesintu
Siyabonga
Mpunga ye sintu yini i gobongo.
Siyabonga kakhulu
Ziyakhala ke manje 😊😀😀❤👏🐂
kuningi esikufunda kulechanel sibonge kwimpunga yesintu...
Kuhlangene izinkunzi zodwa zyakhala kushubile sengfisangabe nganglunguze ngewindi akubhediwe lapha yazyamnandi lento engiybonayo
Aw suka madoda ngyajabula mangiboba insizwa ziphelele emphelandaba
Thokozani.Bomkhulu.ngicela.ukubuza..Mina.mgiyalidinga.yini.gobongo
Khona lento yoku adopta isiko tholukuth wathutha wayokwakha kwesinye isizwe mabefika bathethe ubuzwe
✨GRORY✨
🎧😂😂😂🎧
Siyabonga