uKhuzani echaza ngempilo yakhe

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 138

  • @gugumakhathini2005
    @gugumakhathini2005 9 місяців тому +2

    Ngendlela mfana wami ocula ngayo ngezwa uMinister thizeni ethi umshado awusilo ijele kwasho uKhuzani ngathuka kakhulu ukuthi namaphalamende ayakuthanda ayakulandela hallelujah phambili mfokaKhuba Amen

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 9 місяців тому +29

    Ja kuyezwakala Khuzani Mfwethu,uhambo lwakho lolu okhuluma ngalo.webafwethu ake siyekeni ukugxekana noma kungasafanele sincofe nangezinto ezinganasdingo la,kusemhlabeni isondo liyajika.uKhuba ulapha ngokucelwa ilabo abamkhonzile and izinto azithinta lapha some of us zingasakha uma singayeka ukubuka ngeso lokugxeka.ake sibambaneni Ndlu yakithi singalwini sodwa ngoba ngalokho sibhebhezela lempi ekhona emaCikweni ethu.yithina bafowethu esizobalungisa,yithina futhi esizobadicilela phansi.asibambaneni bafowethu.🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻

    • @bhekibheki2310
      @bhekibheki2310 9 місяців тому +3

      Waze wabeka bhuti nam fisa sengathi wonke umuntu odlula kule comment yakho engasithola lesfundo ngoba if buka amacomments abantu sometimes uyabona ukuthi iyafa imqondo no buntu ebantwini

    • @siphamandlabrian6476
      @siphamandlabrian6476 9 місяців тому +1

      Makhulu lawo magama kuyoze mfwethu kulunge Abantu kubuye Ubuntu.

    • @lindokuhleinnocent9515
      @lindokuhleinnocent9515 9 місяців тому

      ,

  • @anelemngqungweni7541
    @anelemngqungweni7541 9 місяців тому +2

    Eish Khuba Qhawe lam uqhubeke njalo Mpongose sihloze sikulandela njalo siyi Blue Nation siyakuthanda❤❤❤❤ yaz indlela apho ubuya khona ubuya kude ndibone nam kungcwenga inyembezi😢 zinjabulo nokwazi ukuthi impilo zi levels💙💙💙💙💙👏👏👏👏👏👏

  • @skhumbuzompungose1208
    @skhumbuzompungose1208 9 місяців тому +3

    King zoso, ngyabonga ngokuthi usiphe lo mlando ka mzukulu ka baba u msobho weselesele

  • @luvuyolwethutuswa1239
    @luvuyolwethutuswa1239 9 місяців тому +3

    Khula Khuba khula Ndlamlenze kunzima ukukhula bhuty uqhubeke uye phambili uNkulunkulu akubusise njlo nj 💙💙💙💙💙💙ngthanda ukusifundisa siyinthsa ekhulayo uqhubeke usithande usihloniphe siyabonga Khuba uyiQhawe ngempela sihhole Khuba 💙🙏💙🙏💙🙏💙🙏💙🙏💙

  • @user-jx7bg3pi8n
    @user-jx7bg3pi8n 9 місяців тому

    Sengathi inkosi ingahlala inawe khuzani ngikufisela inhlanhla ekuphileni kwakho qhubeka nokwenza okuhle unganaki izinto zomhlaba zizokuvimbela endleleni oyicentayo. Keep it up God bless you Am Tholakele Ndawonde from Daveyton Benoni up khuba up❤️❤️

  • @zanovuyotantsi2125
    @zanovuyotantsi2125 9 місяців тому +2

    Khuphuka lapho King Ndlamlenze eyntombini naseynsizweni ngisukuma nokukbongela ufikile la usukhona manje bekungelula besengicela kuthina esingabathandi balezingqwele khe sifunde ukumjabulela umuntu owenza okuhle esizweni bese kuncipha isifo esiyingozi esingabonwa nawu X~Ray "umona" Up Khuba 👆 💙💙💙💙💙🤸‍♀🤸‍♀

  • @SiyabongaBiyase
    @SiyabongaBiyase 9 місяців тому +4

    Washaya mfoka khuba. Ngithanda lapho othi khona, kunomuntu okusiza ngoba ebheke ukuthi umthandaze. 😊😊Up lapho ndoda! ✊✊

  • @NofefeCele
    @NofefeCele 9 місяців тому +9

    ukukhula Kanzima kuneNzuzo enhle Bhuti Khuba siyezwa, Ikhaya lamii leli song never dissapoint❤❤, Ukuba isecurity kuyakha akubhidlizi, Lana Emaritzburg amasecurity abhizi a up and down from the stretch ukufunda ukushayela itruck elikhulu ucode 14 ngawo amasenti amancane abondla ngawo,rent nokunye. kuyakha lokhu okshilo Bhuti

    • @MbongeniNkumane-rg5lw
      @MbongeniNkumane-rg5lw 9 місяців тому

      Uyazi ukhozi luyasi hlanyela lenja enomona izokhuluma ngesonto ayikhulume ngezithwalo

    • @NofefeCele
      @NofefeCele 9 місяців тому

      @@MbongeniNkumane-rg5lw Aksiye wonke umuntu othwele, amahem hem akho ashonjalo.

    • @hlengiwemuntwungwa3952
      @hlengiwemuntwungwa3952 9 місяців тому

      ​@@MbongeniNkumane-rg5lwindlelayaziwa umhambi wayo, akuqale wena ke usixoxele ngobubi nobuhle bokuthwala be4 sizwe iside likaKhuzani.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 8 днів тому

      ​@@MbongeniNkumane-rg5lwYinina eninomona ngempumelelo yomuntu omnyama 😭😭😭😭😭

  • @ZakheleJeff-kl2ty
    @ZakheleJeff-kl2ty 9 місяців тому +4

    Wow Khuba dat so emotional uthixo makabongwe khula njalo qhawe lakth

  • @user-um2zy8zp5l
    @user-um2zy8zp5l 9 місяців тому +3

    Mawngamthandi umuntu ungaphawuli ngaye plz up khuzani up

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 9 місяців тому

    Honestly speaking uhambo lona lolu beside uKhuzani impilo iyonke nje,nginethemba kuningi okuyisifundo ebantwini lana iyodwa nje into ehluphayo abalandeli bafuna yonkinto enalowo mculi abamlandelayo ibengeyabo ngaso sonke isikhathi👏👏👏

  • @user-tg4ym4oq3k
    @user-tg4ym4oq3k 9 місяців тому +2

    Uqinisile Khuba nami ngiyakwazi lokho kudliwa ipapa lamafutha nombhubhudle.

  • @phindilesimelane3603
    @phindilesimelane3603 9 місяців тому +3

    Ngiyakuzwa Khuba Uma uzongikhumbuza kuthi ngake ngapholisha isicathula ngovaselina sithosa uphuthu ngamafutha Holisam beef stock eii ngoba mpilo

  • @luyolobangani1967
    @luyolobangani1967 9 місяців тому +1

    Hay madoda lomfana hlaka niphile Khuzani ndiyaku vuma ndoda🤝

  • @mfundomhlaba4015
    @mfundomhlaba4015 9 місяців тому +5

    Bengidlula ngingazimisele ukulalela lendaba, khona okungihlalisa phansi. Yeyi ngafunda lukhulu ngawe Khuba namuhla, ningamthatheli phansi umuntu.

  • @lindokuhlesuprise7497
    @lindokuhlesuprise7497 9 місяців тому

    Siyabonga khuba mfwethu ukhule njalo danki❤❤

  • @mapulemadlala3205
    @mapulemadlala3205 9 місяців тому +1

    Siyabonga Khuba ngokungafihli impilo yakho uyisbonelo esihle kumina

  • @nkazimulondlovu
    @nkazimulondlovu 9 місяців тому +2

    Angikaze ngezwa khuzani ekhuluma point ngeslungu 😂😂😂

  • @user-xe9bh2pj3s
    @user-xe9bh2pj3s 9 місяців тому +1

    Nami ngiyabengelela lapho kumkhaya ngiyinsizwa yasendweni enkandla up khuba up

  • @sifisotwalamedia
    @sifisotwalamedia 9 місяців тому +2

    Double voice emaphethelweni imose iMessage enhle.Kodwa great interview King Khuba

  • @MpenduloNtuta-tp2jb
    @MpenduloNtuta-tp2jb 9 місяців тому +3

    Siyabulela Mpungose kanti uqabuke kangaka ndoda ukhule mfan'am kunento ebendingayi understand noythethile ukuthi yhi game lena

  • @velaniclive1787
    @velaniclive1787 9 місяців тому +3

    Kodwa ke bafethu angeke usithathe isiphiwo somuntu .......ngokwami ngyfisa loluhlelo luke kunikezwe BK Mchunu

  • @siyabongamkhize6835
    @siyabongamkhize6835 9 місяців тому +4

    Impilo injalo nje noGod uhleze ekona

  • @pijaliofficial
    @pijaliofficial 9 місяців тому +1

    Uyancomeka umsebenzi wakho King Zoso👏

  • @goodmanmahlangu8018
    @goodmanmahlangu8018 9 місяців тому +2

    Lami ngiseZimbabwe ndoda ngithi uhamba phambili
    Lami eyami impilo ilosizi loba abazali bami besaphila bonke kuwe ngifundile😢

  • @nonhlanhlakhuzwayo3150
    @nonhlanhlakhuzwayo3150 9 місяців тому +1

    Ngakhohlwa umasikandi em a kwamgqumeni. Ngamuzwa lomfana ngamthanda nomculo wakhe kunento nje enenkazimulo uthobile muhle Akamgcine uNkulunkulu amemboze ngomusa wakhe

  • @SandileZikhali-sg1ch
    @SandileZikhali-sg1ch 9 місяців тому +3

    Up Khuba up👆 Khula njalo mfoka Mpungose unkulunkulu ekuphilise bhuti

  • @nicolemasina8050
    @nicolemasina8050 9 місяців тому +1

    He is mature indeed well done.

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 9 місяців тому +4

    NGIKHULE NGIHLUPHEKA MINA NGIKHULE NGISOKOLA AKEKHO AWAYENGATHANDA UKUFANA NAMI NGALESOSIKHATHI UP KING KHUBA

  • @user-fl6cg6pu8d
    @user-fl6cg6pu8d 9 місяців тому +2

    Khuba king maskandi owethu khuba dankooi

  • @ntando1692
    @ntando1692 9 місяців тому +3

    Ngiyamazi e Hatfield ku Burnett Street

  • @SfundoKwenza-ym9sh
    @SfundoKwenza-ym9sh 9 місяців тому

    Mina ngithinje ukhule mntanami nenhlonipho onayo uyisibusiso uNkulunkulu akwandisele amagrasiya

  • @BHEKITHEMBANkOSINGIPHILE-so1tb
    @BHEKITHEMBANkOSINGIPHILE-so1tb 9 місяців тому +2

    Inkosi Yethu Khuzane ayikho enye inkosi Ilembe lethu🎉🎉🎉🎉🎉

  • @Thulani-ek4hk
    @Thulani-ek4hk 9 місяців тому +1

    Qhubeka khuba siyakulandela Jongo
    mihle imisebenzi yakho

  • @SandileMkhize-eu7cq
    @SandileMkhize-eu7cq 9 місяців тому +3

    up khuba 💙💙

  • @robertncwane6252
    @robertncwane6252 9 місяців тому +3

    Ngyayithanda leyonto muhamba uhambo fana nomuntu ongezwa .

  • @ayabulelamazongolo3117
    @ayabulelamazongolo3117 9 місяців тому

    King Gawozi❤🥰

  • @putgodfirstwithnhlakanipho9740
    @putgodfirstwithnhlakanipho9740 9 місяців тому +2

    Uphila ngawo amagama abantu

  • @MthobisiHadebe-pl1lq
    @MthobisiHadebe-pl1lq 9 місяців тому +2

    King Zoso TV, you are misleading us. Uthe ku caption, uKhuzani ukhuluma ngo Mthandeni no Ngizwe kodwa there is nothing ayishilo during the entire course of the interview. Siyaluthanda uhlelo lenu kodwa do not mislead us ngama caption ahehayo.

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 9 місяців тому

    Nathi sadlula kuleso simo,kodwa ngeke ngisho ukuthi keakuyikuhlupheka. Yisimo sasemakhaya. Thina ke sasitsheba ngamahewu.Kodwa Naku siyaphila

  • @user-te7zh4mo3n
    @user-te7zh4mo3n 9 місяців тому +4

    yhh amazwi alomfowethu😢 azwisa ubuhlungu usuke ebunzimeni lomfoo 😢 nami zehla ziphinde mangi mamela le video 😢

  • @lindiwematyo3861
    @lindiwematyo3861 9 місяців тому +1

    Akusezwakali kahle basakazi bethu. Kunobuhixihixana bafethu

  • @sizwedlamini4984
    @sizwedlamini4984 9 місяців тому +1

    Ngiyakuzwa khuba mfwethu futhi ngiyakuhalalisela mtakama unkulunkulu aqhubeke njalo siyakuthanda mfwethu

  • @khanyisanimkhize4690
    @khanyisanimkhize4690 9 місяців тому

    😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 yabona uma ethi akayanga nabantu be Roots Kubo. Kodwa mfana manje wakhile

  • @victorndlela8208
    @victorndlela8208 9 місяців тому +1

    Khuba💙💙💙💙

  • @robertncwane6252
    @robertncwane6252 9 місяців тому +1

    Izwe lika Khuba ngyakubongela nsizwa kithi lapho impumelelo ilele noma kukuphi. Umuntu akumele azithathele phansi.

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 9 місяців тому +1

    YINGAKHO NGIKUTHANDA KHUBA WEHLE NJALO NOMA BEKUTHUKA KHUBA NGIYAKUTHANDA UJEHOVA ABENAWE UHLONIPHE NJALO

  • @victormakhaye6402
    @victormakhaye6402 9 місяців тому +2

    Ngamlalela waze wayiqeda inkulumo yakhevkodwa ngizwanga efaka uNgizwe no Mthandeni

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 8 днів тому

      Phela la kukhulunywa ngomlando ka Khuzani Mpungose not abanye abantu 😭😭😭😭😭

  • @user-bo8vv2pv2f
    @user-bo8vv2pv2f 9 місяців тому +3

    Wow Mazet! Your sound quality is so poor, every word is echoed thrice

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 9 місяців тому +1

    Khuphuka lapho nsizwa yakithi

  • @user-ux5ep4ik5t
    @user-ux5ep4ik5t 9 місяців тому +1

    Impilo inzima😢

  • @PreciousMdunge-ts6rw
    @PreciousMdunge-ts6rw 9 місяців тому +1

    Up Khuba

  • @emmanuelnhlanhla-ox4nw
    @emmanuelnhlanhla-ox4nw 9 місяців тому

    Mmmm lude uhambo olbheke kwampumelelo

  • @user-hh8jl4pm4n
    @user-hh8jl4pm4n 9 місяців тому +1

    Impilo kakhuba 😭

  • @dancandladla1740
    @dancandladla1740 9 місяців тому

    Inspired ❤

  • @somnandizwidetv
    @somnandizwidetv 9 місяців тому

    ...manje uxoshwa u Mthandeni nalengane yaseHluhluwe, uthi uyangapha bathi IYEYE IYEYE lol

  • @lindokuhlesikhakhane747
    @lindokuhlesikhakhane747 9 місяців тому +7

    isohloko sakho siyanyanyisa 😢 amanga

    • @NofefeCele
      @NofefeCele 9 місяців тому +2

      ngibuhlungu ngalokho ngoba ngikhonze uSK nenkosi yenkani yona impela eyamabhinca ubhuti macingwane, kodwa ngoba ngimomqondo omncane ngicabanga ukuthi kwenzelwe ukuheha wonke umuntu aze kolale ngoba ibo abaqhathaniswayo ngengoma kulezi zinsuku

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 місяців тому +1

      Kanti nifuna uKhuzani akhulume okufunwa yinina na ? 😭😭😭

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 місяців тому

      ​@@NofefeCeleKanti nifuna uKhuzani akhulume okufunwa yinina na? 😭😭😭

    • @NofefeCele
      @NofefeCele 9 місяців тому +1

      @@vusimngomezulu2500 angikshilo lokho, ubhuti ukhulume kahle, ngi complain ngesihloko ayii ngakushoyo

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 місяців тому +1

      @@NofefeCele Okay sorry Ndosi.

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 9 місяців тому +1

    😂😂😂sonke lesimo ngiyasazi yaz 😂😂

  • @greatemind6793
    @greatemind6793 9 місяців тому

    Mkhulu 3second mina ngyathanda wena nyanga yam, mina ngikhumbula leyongoma Khuba

  • @nkosenhlenqakiso9005
    @nkosenhlenqakiso9005 9 місяців тому +1

    Can you have any interview with Mthandeni lgcokama

  • @silasdlamini9203
    @silasdlamini9203 9 місяців тому

    khuza mfana;siyabonga khuzani ndoda ngomculo wakho owakhaya;yingako nje mna ngikubiza ngoprincipal

  • @user-ki8yv3jr9k
    @user-ki8yv3jr9k 9 місяців тому +1

    Khula khuba

  • @THABANIPhakathi-dt1ej
    @THABANIPhakathi-dt1ej 9 місяців тому

    Khuzani yena nkulumo zakhe hlezi embinqa Aii ulalela muntu odumile Zombinqa enye Ndoda lento yakhe Nokuba umfazi Phakathi

  • @user-bq6ic6ie4z
    @user-bq6ic6ie4z 9 місяців тому

    Up khuba

  • @user-uq3kl3rs6h
    @user-uq3kl3rs6h 9 місяців тому

    Phephisa baba sonke sakhula kanjalo

  • @international-media
    @international-media 9 місяців тому +1

    Mmmh ❤

  • @user-bh6of7bq7e
    @user-bh6of7bq7e 9 місяців тому +1

    Up khuba wabantu😅😅

  • @mthobisimadondo6829
    @mthobisimadondo6829 9 місяців тому +1

    Khuba wethu

  • @user-mi8cj4wc6p
    @user-mi8cj4wc6p 9 місяців тому +2

    Ei uyawabhala amanga awukhathali 🚮...or awusiyena um zulu isizulu awusizwa

  • @user-gh1cl3fw2y
    @user-gh1cl3fw2y 9 місяців тому

    It's sound very sad

  • @user-bc5un2xc3w
    @user-bc5un2xc3w 9 місяців тому +1

    Kade waqala ukba weak bhuti wawisa nezinyama zasebusha 😭💔

  • @thuthukanibuthelezi609
    @thuthukanibuthelezi609 9 місяців тому +1

    Savelelwa lesgqoko 😅..Akujwayelekang kodwa ukuzwa umuntu okhule kanzima bese eba nomona njengalenkunz

  • @MavelaKhumalo
    @MavelaKhumalo 9 місяців тому +1

    Qhubeka njalo Khuba ukhohlwe ngomonase àba commenter la abangakwazi nokwenzani

  • @ThubelihleMathenjwa
    @ThubelihleMathenjwa 9 місяців тому

    Lubenzima uhambo lwe LEMBE😊

  • @bongiweshabalala8739
    @bongiweshabalala8739 9 місяців тому

    Wengani zami anisezwakali menikhuluma iyaphindeka inkumo yenu.

  • @NgamoolaMusic
    @NgamoolaMusic 9 місяців тому

    impama kwenzekani

  • @sandileshilembe1524
    @sandileshilembe1524 9 місяців тому

    Mmm sbonge mfwthu nothinta kakhulu leyezindlu zasemakhaya ethu esihlekwa ngawo singakhethelanga.qhuka umefwthu

  • @sinqobilemteshane
    @sinqobilemteshane 9 місяців тому +2

    Khuba usufana nobaba Kim

    • @mlondibhengu750
      @mlondibhengu750 9 місяців тому

      Aww kahlee boo

    • @Zwethanda
      @Zwethanda 9 місяців тому

      @@mlondibhengu750 uvele ubone ukuthi weeeeeeeee

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 місяців тому

      ​@@mlondibhengu750jealous down bantu bakithi.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 місяців тому +1

      ​@@Zwethandajealous down bantu bakithi.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 9 місяців тому +1

      Khula Sinqobile lento exoxwa uKhuba isifundisa ukuthi imvelaphi yethu ikakhulkazi la bekunzima khona singayishintsha ngokusebenza nje kanzima ikusasa liqhakaze.

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq 9 місяців тому

    ayi unamanga wena unenzondo yeqiniso ngoMthandenibut yena usuke ekutalabha edlala ekuncwekisa

    • @jabulaniqiniselo2437
      @jabulaniqiniselo2437 9 місяців тому

      uyilalelelani inkulum yomunt ongamfuni shlama ngebhulukwe

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 8 днів тому

      Kukhulunywa ngomlando ka Khuzani Mpungose la not umthandeni Manqele 😭😭😭😭😭

  • @sipholeonard6761
    @sipholeonard6761 9 місяців тому

    Kade ulilindile lolusuku Mgodi nkabyami usulinde u SABC 1 ngamehlo abovu😂

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 9 місяців тому

    😢muhle naye ay❤

  • @user-eq2gu8lk3j
    @user-eq2gu8lk3j 9 місяців тому

    Khuba kyezwakala

  • @user-wr4bp9ct7y
    @user-wr4bp9ct7y 9 місяців тому

    😭😭😭😭😭Khuba💔💔

  • @menzimhlongo6890
    @menzimhlongo6890 9 місяців тому +1

    In every success there is a story behind..

  • @thulanimsomi1
    @thulanimsomi1 9 місяців тому +1

    Up 🔵🔵 Khuba

  • @mndenibuthelezi5360
    @mndenibuthelezi5360 9 місяців тому

    ngeke aganwe unenyoka

    • @musawenkosierasmus1016
      @musawenkosierasmus1016 9 місяців тому

      Uhlanganaphi wena nenyoka yakhe if enayo??? Ay ninomona maaaan, 😮

    • @hlengiwemuntwungwa3952
      @hlengiwemuntwungwa3952 9 місяців тому

      Wena ke udliwa yilesifo esingelapheki esehlula odokotela "umona"

  • @sipholeonard6761
    @sipholeonard6761 9 місяців тому

    Why bengambuzanga nge Paris lamaxoki okhozi fm

    • @musawenkosierasmus1016
      @musawenkosierasmus1016 9 місяців тому

      Inkinga Lana akubuzwa imibuzo ethandwa nguwe but uhlelo belungomlando wempilo kaKhuba so nje leParis seniyifaka nalana engangeni khona

    • @sipholeonard6761
      @sipholeonard6761 9 місяців тому

      Ok mr Mgodis speaker ukholwa lamanga ka Mgodi wena Mpaka

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 9 місяців тому +5

    Amanga kumgodi 😂😂😂😂

  • @uphangisa8907
    @uphangisa8907 9 місяців тому +3

    Acho asizwa baba delete lodoti

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 місяців тому +2

      Jealous down bantu bakithi.

    • @SandileZikhali-sg1ch
      @SandileZikhali-sg1ch 9 місяців тому +1

      Uze ungenzwa ufuna ukuzwani ekhulunywa umuntu omzondayo, wenhliziyo embi enenzondo doti

    • @mthunzigumbi4498
      @mthunzigumbi4498 9 місяців тому +1

      mawuthi asizwa ubala noban ? umon uzonibulala

  • @sphiwekhuzwayo9506
    @sphiwekhuzwayo9506 9 місяців тому +2

    Anginankinga nawe khuba kodwa umona nobuqili buyeke

    • @LizwiNgubo-xh1cz
      @LizwiNgubo-xh1cz 9 місяців тому +2

      Cha mfowakithi ngithi nje ake ngibuze kuwe mtaka baba ngoba uyachaza uthi awunankinga naye manje laba abanye ungathi uyabuza kahle bakwehle ngaphezulu wenzeni umfoka khuba ngibuza nje ngenhle inhlonipho 🙏

    • @MavelaKhumalo
      @MavelaKhumalo 9 місяців тому +1

      Ngabe unomona ngempilo yakho okukanye ngomculo wakho na noma wena uyiskhulumeli sabanye abaculi ngoba besingakaze sizwe ngoSphiwe emculweni kamaskandi

    • @sphiwekhuzwayo9506
      @sphiwekhuzwayo9506 9 місяців тому

      @@MavelaKhumalo wenake njengoba wiskhulumeli sakhe yini co z nami bengakaze ngizwe ngomavela khumalo?

    • @sphiwekhuzwayo9506
      @sphiwekhuzwayo9506 9 місяців тому +1

      @@LizwiNgubo-xh1cz ma wawlandela kdala maskandi kuze kube manje ubuka ukwenzeka kwezinto uzoythola impendulo mfwethu,buka umculo ksuka evela kuze kube manje,lomfwethu uphila ubuqili bodwa nje

    • @zwelethuphakathi2703
      @zwelethuphakathi2703 9 місяців тому +1

      Cha mfwe2 musa ukusebenzisa inzondo,umaskandi siyawlandela ukube uyazihlupha ngamaciko akithi ngabe uyabahalalisela kunokugxeka,manje iqhuba inzondo wena, lenkulumo iyasakha sifunda izinto ziningi ngokukhula kukakhuzane,okubi wena akukho okuhle okubona kukhuzane, abantu bebonga amazwi akhayo wena ubona okubi cha mfwe2 inkinga ikuwe unenzondo

  • @SiphamandlaMbheje
    @SiphamandlaMbheje 9 місяців тому +2

    Kunjalo mfoka khuba noma zikhona zidindi ngeke zikukhube siphiwo sakho lesi up khuba up