Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Sawubona mkhulu Mpunga Yesintu 🙏ingama ngingu Innocent Sifiso Mahlangu endaweni yaseSecunda eMpumalanga nginesicelo lana ngingumlanjwana ozalwa ubabu Mahlangu kanye nomamu Dladla. Inkinga yami ngingumuntu onesiphiwo sabantu abadala kuwo yomubili lomdeni komalume nakobaba. Ubaba ongizalayo azange ashade nomama ongizalayo wangcina ngokuhlawula umuzi wokamalume phecelezi (wahlawula ngokukhulelisa umama ongizalayo) azange aqubeka nokungenzela usiko lokungithatha ngingene esibongweni sakhe bavumelana nomama wami ukuthi angikhulise ngoba umama washonelwa abazali asesemncane ngase ngase ngiyokhulela esbongweni sakobaba. Manje lento isingidalele izinkinga eziningi empilweni ngoba nangihamba ngiyohlola kubantu ababonayo bathi abababoni abantu bakobaba babona abantu bakomalume sengigcine ngithatha isicumo sokuthi ngisebenzise isibongo sakomalume. Manje inkinga yami ilana komalume ngisho izingane zikamkhulu ozala umama wami babili vo umama wami ongizalayo kanye nosisi wakhe omdala kuphela abanaye ubhuti ongumalume kimi umama wami wagana kwesinye isibongo udadewabo kamama azange aganwe. Umuzi wakibo washabalala umamkhulu ongudadewabomama wagcina ngokuthatha isixumo sokuvusa umuzi wakibo wasebenzisa isibongo samkhulu uDladla manje waba nezingane zabafana namantombazane zonke lezi zabafana zashona zonke. Umbuzo wami ulana nginalo yini ilungelo lokuvusa ikhaya lakomalume ngoba imina umfana osele futhi osebenzayo kulomdeni okunye nginalo ilungelo lukufaka abantu abadala ekhaya lamama wami omdala ngoba ngathola ukuthi abangenanga ngaphakathi enqekeni, futhi nginalo yini ilungelo lokwakha urondo lapho sizophahlela khona (umsamo) wasekhaya nokwakhela ugogo nomkhulu izindlu zabo zasemathuneni. Ngisacela usizo angifuni ukuhlangahlanisa izinto ngoba nani angiphothulanga ubizo lwami ngicela ungisize ngiyaxolisa ngokuba mude nangendlela engibhale ngayo angisazi kahle isiZulu ngafunda isiNdebele esiklweni izinombolo zami zoncingo 0768088379 ngingajabula uma ngingathola impendulo ngiyacabanga ukuthi nguwe wedwa umuntu ongangisiza ngiyacela ngihlala ngikulandela lapha kuUA-cam ngiyabongaimina ozithobileInnocent Sifiso Mahlangu
Siyabonga mzukulu kaMdumo Ngokusikhulisa..nokusilethela uMkhulu Magabhela ey ujulile kanti uhlukile akakhulum izinto ezijwayelekile.
Impungaaaaaaaaaaah ayingacengani ayi ngampela ngampela usayelani kuleyonkolo ngobavele ayikusizi masugula futhi leyonkolo ethi khumula into ekusizayo kuyacaca ukuthi ayiqondene nawe ngyabonga
Ngiyabingingela kunina boMkhulu nakwi channel. Ngiyabonga ngolwazi ohlala usinikalona. Manje Ngicela ukubuza Mkhulu kwenziwani uma uye wayofuna usizo kumelaphi wakhokha izimali eziningi wangasizakala. Ngoba phela inhloso yokuya kumelaphi noma udokotela ukuthi usizakale, uphile hayi ukuthi Ulokhu uhlushwa into eyodwa. Engifuna ukukwazi ukuthi kuvumelekike ukuthi ulande imali yakho back noma ilungiswa njani lendaba. Ngiyabonga 🙏🏽
Sibonge Mpunga yeSintu
Ayiyeke ukuncengana manje😂😂🤞🤞
Sibonge ulwazi esilithola kwiMpunga Yesintu. Sicela uke usenzele ivideo ekhuluma ngokuzalwa unqwambile, ukuthi ngabe kushoni lokho😢. Futhi yini edingekayo kumntwana ozalwe kanjalo.
Sibonge khehla mina ngicela kubuza kuthi uma ngabe kade ufake isiphandla somsebenzi othize sangqamuka ngoba sesidala ngabesenziwa njani ngabe siyashiswa noma siyalahlwaNgyabonga
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Mpunga Yesintu Sisacela usilandele indlondlo yaManzi
Mpunga kelesihloko sakho no mkhulu magabhela sithi ukwelapha umkhokha ubumphazamisa mayethi uyachaza akakwazanga ngisho ukukhuluma ngendlela alapha ngayo umkhokha. Sibaningi esihlushwa umkhokha bengicele umbuyise umkhulu bese umnikeza ithuba acacise kahle ngendlela yakhe ngaphandle kokumngena emadevini. Ngibonge ithuba
Sbingelele sbonge nkos'yam sethembe futh yaphila IMPUNGA.cha nkos'yam ngyaqaphela nje kuth uma uzibongela uzisho awusal'bizi IGABA EL'MABANGA manje lokho kungenza ngihlale ngizibuza kuth kungani😁
Yebo kunjalo boMkhulu
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13..
Yini eyayiphilisa omkhulu wabomkhulu bengakazebafundiswa ukubala ibhayibheli ngondlebezikhanyilanga ngubani owayebabalela kuyiphi incwadi ngaluphi ulimi.
@@sithgasa2063Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula 😭, uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?
UNkulunkulu uthi Vusi go to hell and see if he cares
Washonaphi uVusi?
@@vusimngomezulu2500 😂usakhona ndoda enkulu. Awupheli moya.
@@Phakamani8 UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, John 8:32,1thimoty 2:3-4, Phakamani 🤝
Thokozane makhehla mina umama wa hamba eyothwasa kodwa wa shota imali yoku phothula
Sawubona mkhulu Mpunga Yesintu 🙏
ingama ngingu Innocent Sifiso Mahlangu endaweni yaseSecunda eMpumalanga nginesicelo lana ngingumlanjwana ozalwa ubabu Mahlangu kanye nomamu Dladla. Inkinga yami ngingumuntu onesiphiwo sabantu abadala kuwo yomubili lomdeni komalume nakobaba. Ubaba ongizalayo azange ashade nomama ongizalayo wangcina ngokuhlawula umuzi wokamalume phecelezi (wahlawula ngokukhulelisa umama ongizalayo) azange aqubeka nokungenzela usiko lokungithatha ngingene esibongweni sakhe bavumelana nomama wami ukuthi angikhulise ngoba umama washonelwa abazali asesemncane ngase ngase ngiyokhulela esbongweni sakobaba. Manje lento isingidalele izinkinga eziningi empilweni ngoba nangihamba ngiyohlola kubantu ababonayo bathi abababoni abantu bakobaba babona abantu bakomalume sengigcine ngithatha isicumo sokuthi ngisebenzise isibongo sakomalume. Manje inkinga yami ilana komalume ngisho izingane zikamkhulu ozala umama wami babili vo umama wami ongizalayo kanye nosisi wakhe omdala kuphela abanaye ubhuti ongumalume kimi umama wami wagana kwesinye isibongo udadewabo kamama azange aganwe. Umuzi wakibo washabalala umamkhulu ongudadewabomama wagcina ngokuthatha isixumo sokuvusa umuzi wakibo wasebenzisa isibongo samkhulu uDladla manje waba nezingane zabafana namantombazane zonke lezi zabafana zashona zonke. Umbuzo wami ulana nginalo yini ilungelo lokuvusa ikhaya lakomalume ngoba imina umfana osele futhi osebenzayo kulomdeni okunye nginalo ilungelo lukufaka abantu abadala ekhaya lamama wami omdala ngoba ngathola ukuthi abangenanga ngaphakathi enqekeni, futhi nginalo yini ilungelo lokwakha urondo lapho sizophahlela khona (umsamo) wasekhaya nokwakhela ugogo nomkhulu izindlu zabo zasemathuneni. Ngisacela usizo angifuni ukuhlangahlanisa izinto ngoba nani angiphothulanga ubizo lwami ngicela ungisize ngiyaxolisa ngokuba mude nangendlela engibhale ngayo angisazi kahle isiZulu ngafunda isiNdebele esiklweni izinombolo zami zoncingo 0768088379 ngingajabula uma ngingathola impendulo ngiyacabanga ukuthi nguwe wedwa umuntu ongangisiza ngiyacela
ngihlala ngikulandela lapha kuUA-cam ngiyabonga
imina ozithobile
Innocent Sifiso Mahlangu
Siyabonga mzukulu kaMdumo Ngokusikhulisa..nokusilethela uMkhulu Magabhela ey ujulile kanti uhlukile akakhulum izinto ezijwayelekile.
Impungaaaaaaaaaaah ayingacengani ayi ngampela ngampela usayelani kuleyonkolo ngobavele ayikusizi masugula futhi leyonkolo ethi khumula into ekusizayo kuyacaca ukuthi ayiqondene nawe ngyabonga
Ngiyabingingela kunina boMkhulu nakwi channel. Ngiyabonga ngolwazi ohlala usinikalona.
Manje Ngicela ukubuza Mkhulu kwenziwani uma uye wayofuna usizo kumelaphi wakhokha izimali eziningi wangasizakala. Ngoba phela inhloso yokuya kumelaphi noma udokotela ukuthi usizakale, uphile hayi ukuthi Ulokhu uhlushwa into eyodwa.
Engifuna ukukwazi ukuthi kuvumelekike ukuthi ulande imali yakho back noma ilungiswa njani lendaba.
Ngiyabonga 🙏🏽
Sibonge Mpunga yeSintu
Ayiyeke ukuncengana manje😂😂🤞🤞
Sibonge ulwazi esilithola kwiMpunga Yesintu. Sicela uke usenzele ivideo ekhuluma ngokuzalwa unqwambile, ukuthi ngabe kushoni lokho😢. Futhi yini edingekayo kumntwana ozalwe kanjalo.
Sibonge khehla mina ngicela kubuza kuthi uma ngabe kade ufake isiphandla somsebenzi othize sangqamuka ngoba sesidala ngabesenziwa njani ngabe siyashiswa noma siyalahlwa
Ngyabonga