Ezaselawini noDkt Nomcebo Mthembu 🔞

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 15 тра 2023
  • Ezaselawini noDkt Nomcebo Mthembu
    Inyanga kaNhlaba, yaziwa njenge-Menstrual hygiene month. Kulengxoxo uSiya Mhlongo no Dkt Mthembu bakhuluma ngokuhlanzeka kowesifazane uma eya esikhathini.
    UDkt Mthembu usichazela ngokuthi uma owesifazane esesikhathini kuba namuthelela muphi kokulangazelela kokuya enkonzweni. Usicebisa nangezindlela ezihlanzekile ongazisebenzisa uma usesikhathini.
    Usifundisa ngokuningi ngomuntu wesifazane uma esesikhathini, izinto okumele uziqaphele nezijwayelekile. "Uma usesikhathini kubalulekile ukuhlanzeka. Kubalulekile uma ungumuntu wesilisa uqeda ukuya nowesifazane enkonzweni, ugeze", kuchaza uDkt Mthembu.
    Amathuba okuthi owesifazane akhulelwe uma esesikhathini mancane kodwa kuyenzeka. UDokotela uvala ngokuphendula imibuzo eyahlukahlukene yabalaleli.
    #UkhoziFM #UbusukuObuhle #Ezaselawini
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 6

  • @ClaudeChetty-fe1vk
    @ClaudeChetty-fe1vk Рік тому +3

    Love the correction, umuntu uyakhulelwa, isilwane siyamitha.

  • @menzimthembu6285
    @menzimthembu6285 Рік тому +2

    Ukulala nomuntu osesikhathini iningi lethu liyakwenza,kodwa siyakufihla lokho ngokuthi phambilini bekubukeka sengathi yihlazo nokungazithandi. Nokuthi futhi kubukeka sengathi awuyona indoda kahle.

  • @user-su1cw1ur9i
    @user-su1cw1ur9i 7 місяців тому

    Sanibonan ngcl kuba anonymous member Mina ngnenkinga ngphuma amanz amhlophe manje nginokwesaba ngb angaz kth yindaba

  • @PenuelMabunda
    @PenuelMabunda 6 місяців тому

    Wow🔥🔥

  • @lindanigraciousmthombeni5428
    @lindanigraciousmthombeni5428 Рік тому +1

    Ludlala nini loluhlelo iskhathi losuku?