#UbusukuObuhle

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 14 жов 2024
  • Ezaselawini no Dkt Nomcebo Mthembu
    Ngesonto eledlule besikhuluma ngokungena elawini okokuqala nomuntu.
    Namhlanje siqhubeka lapho esigcine khona, sibheka ukuthi wenzenjani uma lokhu obewukulindele kungasenzeki. Siphinde sibheke ezinye izindlela zokuzithokozisa nomuntu wakho kanye nokunye okuningi.
    #UbusukuObuhle #UkhoziFM #UkhoziFMTV

КОМЕНТАРІ • 49

  • @noluthandongqulunga8000
    @noluthandongqulunga8000 Рік тому +8

    Love you doc,,, sengikhona from igagasi to Ukhozi ngiyabezwa nje bethi hloniphisa mazoymosha lenta ibimnandi kwi gagasi yerrrr

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 2 місяці тому

    Mna ngifuna yena ngqo u Doctor Mthembu ake angisiye eish kodwa Nkosi ❤❤❤ this soul

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Рік тому +7

    Iyooo Dr love you so much ❤

  • @sbanimkhumane1303
    @sbanimkhumane1303 Рік тому +4

    BK engaba right for this show

  • @AllenKhumalo-mf1sm
    @AllenKhumalo-mf1sm Рік тому

    Thanks so much lovely dokotela siyabonga ukuthi usifundise kabanzi mayela lenkonzo yase kamereni zindaba ezimnandi lezo dokotela wethu and sisonke ku gagas f m labo Alex mthinyane 👍👍👍

  • @handsomemvula8875
    @handsomemvula8875 Рік тому +4

    Ngicasulwa yiskhathi😁 very short

  • @mzangwamalicalvin3544
    @mzangwamalicalvin3544 Рік тому +1

    tanx Dr uyakhile imizi yabantu

  • @ontlametsemolatediseodigen4231

    I came to support u doc❤❤❤

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 Рік тому +4

    Can you please extend isikhathi please

  • @DowieMacingwane
    @DowieMacingwane 11 місяців тому

    Doc my doc lmnandi ibizwa nge mbaba ing?quthu Ibe
    Ingquthu umthondo ubebumthonfo

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 Рік тому +1

    Hey Doc onendlebe zokuzwa uzozwa...ngoba haybo ...manuku abany'abantu...uyokutixa ngamathe whoooo haybo 😩

  • @NkosanaNleya-rj7ew
    @NkosanaNleya-rj7ew Рік тому +3

    Prensenter uthanda ukunhloniphisa kakhulu

  • @ncedekamabophe7979
    @ncedekamabophe7979 Рік тому

    Ngihlesi ngiku lalela Doc Hai ngiyabonga ngifunde kakhulu

  • @BayandaKunene-d1q
    @BayandaKunene-d1q Рік тому +1

    Ngyabonga lapho mama ❤😂

  • @dollymahlangu6148
    @dollymahlangu6148 Рік тому

    Wooow nice episode Doc💚

  • @JABUKHUMALO-z3o
    @JABUKHUMALO-z3o 7 місяців тому

    ❤❤❤

  • @babomthembu142
    @babomthembu142 Рік тому

    Wow nice

  • @ThembaMsibi-ri6ex
    @ThembaMsibi-ri6ex 2 місяці тому +1

    No I don't want to lie baningi aba sizakalayo .my loving dokotela. ❤ keep on tolking about sex between the two

  • @thembekilemaphumulo1061
    @thembekilemaphumulo1061 Рік тому

    Uqinisile Dr ucansi is about connecting

  • @amosdube6877
    @amosdube6877 Рік тому +1

    Umuntu Akabe on yedwa why umfazi ezafuna ukuba on ngomunye umuntu which means kekho lapho .Lento iqala engqondwen bese iza ke Kuma feelings thina madoda siyazipha ithuba sisemsebenzini ukuthi namuhla iyodliwa so why nabafazi bengakwenzi lokho sadibana ngyolento.

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 Рік тому +1

    Umunt'adedele isisindo sakhe sonke kuphele nothando lokuthi ungaphinde uzihlanganise...naye😩

  • @sindiletobayo3350
    @sindiletobayo3350 Рік тому

    Ake nimyeke akhulume ngendlela azokhululeka ngayo bakithi. If nimthande because nimuzwe ku Gagasi, myekeleni enjalo or nizomphuphisa

  • @nhlanhladoyisa9787
    @nhlanhladoyisa9787 11 місяців тому

    Sawubona Doctor Mthembi sengi khulile kodwa ngeminyaka ngi 60 ngisize Doctor angisaphefomi kahle elawini ngicela usizo ngenjani njengo Doctor ngiyathemba uzo ngi lekela ngishesha ngiphele

  • @celimpilobuthelezi2111
    @celimpilobuthelezi2111 Рік тому

    Avemuhle lodokotela💖

  • @sabeloqhawekhumalo3462
    @sabeloqhawekhumalo3462 Рік тому +1

    Mmmm...Yemaroraa

  • @lungelomnguni2870
    @lungelomnguni2870 Рік тому +1

    Lapho angisazi no kuthi ngayiqalaninj lento nobani🤣😃😃😜

  • @thamiegojongwane5029
    @thamiegojongwane5029 Рік тому +2

    Umsangano wodwa lo lento yokhozi lumosha yonke into nje u Dr nizomphuphisa nje kanti be right kakhulu kwi Gagasi nina nisanganiswa imali nje ni hijack u Dr..... Niwu msangano nje if ama words niwa pronounce nge English ku right but if kuyisi zulu ku wrong...... Ukhozi luduke okokugcina

  • @mthobisintshapheka8698
    @mthobisintshapheka8698 Рік тому

    Cc wami bkith maMvelase ai siphe Dade ulwaz ngezasekamelwen inking oKhozin nj bayahloniphisa kakhul yooo ai le show ibimnandi egagasin bkith

  • @phililendlovu15
    @phililendlovu15 Місяць тому

    Doc ngicela ukubuza lento yokopha uma unomuntu wakho kungesona ukuthi usesikhathini noma usukhulelwe koma seven wenyanga nanti igazi

  • @brianluthuli4662
    @brianluthuli4662 Рік тому

    Siya asikho isidingo soku correct u Dr please let her speak openly because there is a age restriction

  • @nompiloxulu-rk4mt
    @nompiloxulu-rk4mt Рік тому

    Sys no doc ngiyaluthanda uhlelo lwenu luyasakha kakhulu kuningi esikufundayo

  • @msawandilecanson2662
    @msawandilecanson2662 Рік тому

    OKhozini bahloniphisa kakhulu bazomkhipha u Dr kwi ngqikithi yohlelo ezokwenza luthandeke

  • @GadlaNkabs
    @GadlaNkabs Рік тому +1

    Iyooo en siyasba ukukhuluma

  • @ndabenhlemabhena
    @ndabenhlemabhena Рік тому

    Engasemhlenje uDokotela

  • @NomceboMbambo
    @NomceboMbambo Рік тому

    Nento enkulu😂😂😂yoo bhuti

  • @MbaliKhumalo-xh3hs
    @MbaliKhumalo-xh3hs Рік тому

    Ngicela ukwazi ngixhumana kanjani nodokotela khona engifisa angisize kukho

  • @darrenrampai1366
    @darrenrampai1366 Рік тому

    😊

  • @lindasithembiso849
    @lindasithembiso849 Рік тому

    Ngyayiluthanda loluhlelo ngoba luyasikhulisa thina

  • @kholwanimabizwa4735
    @kholwanimabizwa4735 Рік тому

    Akubona ubuhle bukadokotela lobu kuyacaca nje ukuthi ululeka ngakho okwenza umuntu aglowe njengaye

  • @sabathathandah4411
    @sabathathandah4411 Рік тому

    Thatha Dokotela

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Рік тому

    Cha Sya ubizelwe ukusakaza ungisakazela kamnandi kodwa ngiyakhala ngesikhathi uhlelo olungena ngaso kusuke kusa early ngcono ngabo 22h00 bese udokotela ngiyamcela azifundise ukuhloniphisa amagama asibangela amahloni sigcine singaluqedanga uhlelo inhlonipho nokuhliniphisa akusoze kwaphuma ku fashion.

    • @sabathathandah4411
      @sabathathandah4411 Рік тому +1

      No Dr Urite the way abeka ngakhona uHlelo lusendaweni ewrong case closed!!

    • @sithembisomthethwa5236
      @sithembisomthethwa5236 Рік тому

      ​@@sabathathandah4411 Iqiniso lelo ngeke uthathe uhlelo lwezicansi ulunikeze umuntu olikholwa nonama hloni okukhuluma ngocansi nje ngalo osakaza la.

  • @StebhisiMacingwane
    @StebhisiMacingwane Рік тому

    Mmm❤mina mamthembu ngyafisa ukthandananawe ngyakfeel angaz ngingenza kanjan but ngyakdinga empilwen yami mama

  • @bongsmkz7473
    @bongsmkz7473 Рік тому +2

    Hauuu

  • @kennethndlovu2560
    @kennethndlovu2560 Рік тому

    Dokotela bayafunda abantu

  • @leratomsenki8288
    @leratomsenki8288 Рік тому

    Just talk , man