Sihlezi bukhoma noDumi Mkokstad othi wagcina esegembula ngenxa yokuthi kwakumele elale edlile

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 жов 2024
  • Sihlezi bukhoma noDumi Mkokstad othi wagcina esegembula ngenxa yokuthi kwakumele elale edlile.
    Ukhozi FM TV noSiya Mhlongo, othole ithuba lokuba nengxoxo noDumi Mkokstad, bakhuluma ngezomculo kanye ne-Record Label iShammah Records.
    UDumi Mkokstad ungumculi we-Gospel aphinde abeyi-Record Label Executive (Shammah Records), eyasungulwa ngonyaka ka-2017, inhloso yokusungula iShammah Records ukusiza abanye abaculi.
    Usixoxela ngezingqinamba adlula kuzo kwezomculo, ikakhulukazi ezokwabelana ngokwezimali.
    Usilandisa ngeRecord Label yakhe nokuthi ihluke kanjani kwamanye. Usixoxela ngabaculi abangaphansi kwe-Shammah Record nokuthi basebenzisana kanjani.
    Ukholelwa ukuthi umculo wakhe uyaphilisa futhi uthandwa ngabaningi.
    #UkhoziFM #UkhoziFMTV #DumiMkokstad

КОМЕНТАРІ • 14

  • @michelledlamini2115
    @michelledlamini2115 Рік тому +1

    Shammar God is here!🕊️🔥🙏🙌.I love your music ,continue to grow and bless us more and heal Us AMEN 💖

  • @SechabaMopeli
    @SechabaMopeli Рік тому

    Wow Dumi mfowethu you are a great blessing seriously, I've listened to this show and I am so glad, so blessed, I am learning a lot here ,I'm not a singer but a preacher but really I've taken a lot of important truth of life ,thank you God Almighty be with you,

  • @jabumjoka86
    @jabumjoka86 Рік тому

    Syabonga Sya ngokuslethela ubhuti wethu in Christ uDumi siyakujabulela ukuzwa la bedlule khona ngingakujabula ungase uslethele no Dr Tumi .

  • @LavasProduction
    @LavasProduction Рік тому +3

    I have learn a lot

  • @mbuyisenimkhwanazi8288
    @mbuyisenimkhwanazi8288 6 місяців тому

    Yazi yayinhle i interview waze wa honest u Dumi

  • @nkanyisomrdata2155
    @nkanyisomrdata2155 Рік тому

    What a nice interview 🎤😍

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi Рік тому +1

    Ngila🙌🙌

  • @manqobamasango7734
    @manqobamasango7734 Рік тому

    A big shoutouts to uSiya from the interview itself I can tell that you don’t necessarily agree with your guest but also you have a very smart and professional way in which you nuance ama better options .
    Dumi has a heart of good, but not necessarily a good business person this is not to put him down but it all sounds like he is far reaching not unless it is just PR.
    I still say the host was level headed and had a sound knowledge of the industry

  • @nkosikhonagwala7379
    @nkosikhonagwala7379 Рік тому

    Phakama bhuti omdala ✨

  • @nofikagwanya3739
    @nofikagwanya3739 Рік тому

    I can’t judge him cos as now the numbers of retrenchment is growing becos of loadshedding now , but before it was Covid crested retrenchment

  • @GuluvaTv_since2021
    @GuluvaTv_since2021 Рік тому +1

    ✌✌✌

  • @masandefuzile2261
    @masandefuzile2261 6 місяців тому

    Njomane