ukuphupha uthenga izingubo nonma ukudla

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 9 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 358

  • @thobilethobile253
    @thobilethobile253 3 місяці тому

    Amen nkosi ikbusise ave lingihlupha iphupho legrosa hleze ngisezitolo ngyothenga grosa izolo nje bengyothenga amasi ngokwephupho..
    Ngicela ukubuza cc ngiphuphe ngikwiline epep store ngisekugcineni kulayini ngiphethikhandi angailazi nokuth elani leliyakhadi kwaqhamukomunyucc wangijampisa wangifaka phambili kwiline ngaphaphama

  • @noziphozizinah4704
    @noziphozizinah4704 Рік тому

    Thokoza Gogo bengiphupha ngyothenga izingubo bengibona ngingaphandle estolo mesengingena ngaphakathi angsayboni.Syabonga kakhulu

  • @eunicendlovu1871
    @eunicendlovu1871 2 роки тому

    Thokoza 👏👏celubuza kuchazani ukuphupha usekhaya la uzalwa khona, kukhona urondo ade uhlala ugogo ongasekho kuvele kuqhamuke izinyoka ezibrown zizula outside lorondo b sekuba neyodwa engafani nezinye ngombala uvese uyigxavune uyishayele ebondeni uyibulale kodwa lezi ezinye eziningi uziyeke lapho zizule nje zingenabungozi

  • @hlengiwengcobo419
    @hlengiwengcobo419 Місяць тому

    Amen ngicela ukubuza ukuphupha izigebengu zizokubamba inkunzi engabe kusho ukuthini 🙏🙏🕯️

  • @AngelineFakude
    @AngelineFakude 3 місяці тому

    Amen mama ngphuphe ngsestolo ngthenga kodwa eside iskhathi nglokhu ngthatha ngagcin ngingakhokhanga njengoba uchaza. Inkinga yethu omalume abazwani nomama abasthandi singenzenjan ukuth sigcine sifake isiphandla ngoba siyadingeka ngyabonga

  • @fisanifisani
    @fisanifisani Рік тому

    Ngiyabonga gogo. Ay kunzima. Leliphupho lezingubo linginakile impela. Kanti kunesbongo nje engingasazi esake saqhamuka

  • @SiceloKhoza
    @SiceloKhoza 6 місяців тому

    Siyabonga kakhulu gogo kwembulelwa kulokwentakako kitsi ngokwesimo salabadzala uyibeke kwate kwavakala nami ngingumuntfwu lones'tfwunywa Kanye nelidloti lemanti nginekuphupha ngisekhatsi emantini lamhlophe mangiphuma ngiphuma sengihize ngebuhlalu lobubovu buhlangene nalobumhlophe nemahiya labovu injeti nelupalu angati kutsi ngingasitakala kanjani ngisengakahlanjululwa ngisabona ngemaphupho ngiyabonga!!

  • @emmanueltula1415
    @emmanueltula1415 2 роки тому

    Siyabonga sisi kodwa ngicela ungicazele lanna. Ngiphuphe Ngathi ngiseskolweni kumele ngibhale iexam kodwa bekungathi ishaywa luvalo lokuthi angifundanga then ngahamba nomgani wam sayothenga ukudla sakuthola kodwa besafuna nokuthenga okuye sagcina singasafikanga kwezinye istolo

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 2 роки тому +1

    Ntombi emhlophe, ay ngiyakuzwa kuleli like langifica but ngisazohlela ngenze nami okuthile
    Thokoza 🙏🙏🙏

  • @nompumelelomhlongo6543
    @nompumelelomhlongo6543 Рік тому

    Ey esikhuluma ngane yakithi,uMam Mhlongo lona,ziningi izinkinga zami,kodwa ungathi usho kimina.benginokuphupha ngiphiwa izingubo,noma iycathulo ngingazi kuchazani,ngi KwaMashu ngokuhlala inkinga ngisemqashweni

  • @sphindilemlotshwa7628
    @sphindilemlotshwa7628 2 роки тому

    Syabonga kakhulu gogo ngezicazelo zakho ziyezwakala...ngicela ukubuza gogo ukuth kusho ukuthini ukuphupha ulusa umhlambi wezinkomo

  • @emelymblambo5755
    @emelymblambo5755 Рік тому

    Siyabonga. Kubangelwa hini ukhuthi libuya ukuyo kwenza umsebenzi abantu bangene engozini yemota

  • @eyethutvwithmanqanqa9005
    @eyethutvwithmanqanqa9005 2 роки тому +2

    Sowubona sis Hlengiwe mina ngiphuphe ngisakha ikhaya, likamkhulu wami vele ngiyasokola kumanje ngifisa ukulakha kodwa anginandlela isimo siyabeda kuze kuphela nomsebenzi manje ngikhuluma, kodwa ingathi bengize ngiqashe contractor ukuthi ibhidlize lezindlu zikhoyo yakhe kabusha ezikanokusho, ngijabule ngoze ngiyakhala ephusheni, ngaba ichaza ukuthini thokoza ngajabulela impendulo.

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Рік тому

    Siyabonga kakhulu gogo mophupha uphiwa grosa iseplastikini amakhulu hamper amaningi egcwele ebhaleni bese kubakhona othi sizohlukaniselana ngiyamazi usaphila sihlobene kodwa angimphanga ngoba yena ekuqaleni kwephupho ubekuthatha sakuntshotsha ukudla ekhaya nosisi wakhe behleka

  • @nkosingiphiledelani1172
    @nkosingiphiledelani1172 2 роки тому

    Ngihlezi ngphupha ngtheng iSudu kant ababonayo bathi ngazakwa na something okmele ngiyenze....syabong Sis🙌🙌

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kunjalo vele ikhona into okmele uyenze bayasho úkuthi yini leyo ngoba kumele bakuchazele úkuthi kuyini lokhu ngifisa ungazisē ngizobuyela kuwe

  • @pertuniatwala4176
    @pertuniatwala4176 2 роки тому +1

    Cha uphiwe gogo 👏 👏 👏 ukhule kakhulu. Gogo if kini be sindisiwe wenza kanjani

  • @Jek85d
    @Jek85d 2 роки тому

    Hi sesi ngicela ukubuza Uma uphupha ugcoke izimpahla ezintsha uhamba emgwacweni kubekhona izimoto ezishayisanayo eziningi ngemva kwakho mangichubeka ngihamba kubekhona enye kodwa leyo Yama loli amakhulu ashayisana ngamabhaki engivalela indlela.ngaphuma ngaphansi kwawo ngashona esitolo esithengisa amabhayisikili nggqine lapho ngikhetha ibhayisikili.AMEN

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho ukuthi uke ube ngumuntu ofisa izinto eziningi nesikhathi esisodwa kodwa zonke lezizinto zithi masezizokwenzeka uvele ubone sekunzima engaikuthi aziphumeleli noma aziyiphambili ngoba zivele zihliphizeke(ukushayisana kwezimoto)imoto isho impumelelo yako kuwe, ugcine usuyothenga ibhayisikili laphoke kusho ukuthi kuthi mazingalungi lezizinþo obuzenza mase uqala phansi uzame enye indledlana entsha encane ukuthi ufuna ukuya phambili(bhayisikili)lelo lisho kanjalo iphpho lakho engingakusho ukuthi okwenzäyo hlala kuko ukwazi ungazami ukukwenzæ kube kuningi ngexesha elinye ukuze kungaphambani

    • @Jek85d
      @Jek85d 2 роки тому

      Ngiyabonga ucinisile vele ngibamba ngiyeke ngibone ngathi akungisizi.

  • @sportscarspares5671
    @sportscarspares5671 8 годин тому

    Thank you cc sengiphendulekile ngephupho lokudla

  • @thuliendude9773
    @thuliendude9773 6 місяців тому

    Asbonge khosi
    Sacelubuza mina ngiphuphe ngthenga ikepusi having ingubo ngabe kusho ukthini

  • @yayapanado4016
    @yayapanado4016 2 роки тому

    siyabonga cc ngiyafisa ukuke ngichazeleke ngelinye ilanga ngephupho lokuphupha uboshwa amaphoyisa ufakwa ozakosi impelanje ubalichaza ukuthini ngiyabonga cc

  • @mthobisingcobo6408
    @mthobisingcobo6408 2 роки тому

    Ngikubingelele gogo ngilekelele nakhu ngibeleselwe ukuphupha ngenza ucansi nengane eyishlobo umangiphaphama ngimanzi isdoda

  • @slindokuhlegoodness9200
    @slindokuhlegoodness9200 2 роки тому +1

    Thokoza gogo siyabonga kakhulu ngokusivula amehlo inkosi ikubusise💖

  • @senzishabangu8355
    @senzishabangu8355 2 роки тому +1

    Sawubona cc
    Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umngani wakho owashona nilwa,kodwa uma esaphila nanizwana.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kuchaza ukuthi kunezithembiso nje enanivumelana ngazo ngokunganaki nisaphila manje kumele uzame ukuthi uziqede umtshele ukuthi akudenjalo ngoba usekwenye indawo ngoba usabambelele kuzo yena namanje

  • @zolekaSIKWEZA
    @zolekaSIKWEZA 4 місяці тому

    Ngiyabonga gogo ngecazelo zindivule amehlo ngo ndiphuphe ndirhola okeya abathatha baboshwe nge ntambo ebomvu egc3keni nowovula indlo abayitwo ngabovula ingidi Basha labo key gogo

  • @thulaneandries7523
    @thulaneandries7523 Рік тому

    Ngiyabonga mama leliphupho lokuthenga ukudla ngivuka nalo today,besengimangele kutsi kushoni dankie mama❤

  • @lydiajack442
    @lydiajack442 2 роки тому

    Ndiyabulela gogo mna ndiphuphe ingumntu endimaziyo ingathi uthenge ukutya okuninzi ingathi nempahla ayinxibileyo intsha oko lingandonwabisanga cela undicacisele more Gogo🙏🙏

    • @DumileMMagagula1
      @DumileMMagagula1 Рік тому

      Thokoza gogo mina ngiphupha ngiphethe igrosa kepha angikafikinayo ekhaya kuthe kusenjalo bekungathi siyatheza izinkuni kepha angifikanganazo ekhaya ngigcine ngixibeje eceleni komgwaco omkhulu naleyo grosa yingabe kushoni gogo

  • @NB-em4ye
    @NB-em4ye 2 роки тому

    Camagu gogo...siyabonga ngizwile

  • @pammap9793
    @pammap9793 2 роки тому +1

    Siyabonga ingcazelo yakho Gogo. Iyacaca impela ingabe iyasho ukuthi na .
    Ukuphupha ubona izingubo ezitolo kodwa ungazithengi, Ingabe kungenzeka ukuthi uzalwe wembethe kodwa awazi. Ngalokho bakukhombisa ukuthi kumele ulungise leyongubo yokuzalwa kwakho?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      akusho ukuzalwa wembethe kuphela kusho nje nokunye okuwusiko lakho okumele ukwenze uthole ukuthi awzai

  • @namhlahendrick5376
    @namhlahendrick5376 Рік тому

    Sawibona gogo. Ndiyabonga gogo ngale ncazelo❤❤

  • @NomvanoBambela
    @NomvanoBambela 6 місяців тому

    Enkosi cc usivula amehlo ngiyambonga unkulunkulu ngawe❤

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 2 роки тому

    Yhoooo Gogo..ngaze ngajabula ngokubona le video noma sengiyibona late. Ngibe nephupho last week lapho bengithenga khona ingubo e purple ngombala noma ngigcine ngingayanga kokhokha ngokwephupho kodwa ngiyibambe ngesandla nganqaba kwanayo noma sekuthiwa kukhona obeseyikhombile..ngaphaphama lapho. Ngiyabonga..sithokoze bantwana besiithunywa.

  • @jabulilenkambule4
    @jabulilenkambule4 2 роки тому

    Siyabonga ngokuthola umuntu okhona ukusichazela amaphupho ngoba kuba yinkinga uma uphuphile ungatholi umuntu ozkuchazela kahle abanye basebenzisa amaphupho wabantu ukubacindezela futhi kuthiwa akumelanga ukhulume ngawo kunoma ubani

  • @nkosingiphiledelani1172
    @nkosingiphiledelani1172 2 роки тому

    Eyii Sisi kade ngiliphuphile ngempel leliphuphu ngithema amathini kaBhontshisi...ngangalibuza kmuntu leliphupho ngoba ngazitshela ukuthi alisho lutho

  • @ngetisimela.e7586
    @ngetisimela.e7586 2 роки тому

    Thokoza Gogo,mine ngiphuphe ngisesitolo seympahla ngifuna ukuthena isigcoko

  • @SophieMabena-ti7yc
    @SophieMabena-ti7yc 9 місяців тому

    Sawubona cc Hlengiwe ngiphuphe ngibeke izicathulo zami ngaphansi kombhede masengizifuna angisazitholi lisho ukuthini iphupho cc Hlengiwe ngiyabonga usazophendula

  • @bonganimhlongo1042
    @bonganimhlongo1042 2 роки тому

    Ey ngiyabonga gogo ukungichazela ngokuphupha uyothenga esitolo kuzekwakabili but ngitholile incazelo 🙏

  • @emmanuelnkosinathizungu9460
    @emmanuelnkosinathizungu9460 2 роки тому +1

    Thokoza Gogo, mina nginokuziphupha ngihamba nginqunu, ngingagqoke lutho, sengiphakathi kwabantu, ngabe kuchazani lokhu Gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho into engase ibe ihlazo engase ikwenze uphoxeke kumele ugade bo okungase kukwehlele kwaziwe nabantu abathize ukuthi kwenzeke into enjalo shukuthi kukhona okuzoba sobala ngawe kukudumaze

    • @emmanuelnkosinathizungu9460
      @emmanuelnkosinathizungu9460 2 роки тому

      @@hxmbotho3458, Thokoza Gogo, Ngiyabonga 🙏

  • @fransisaac784
    @fransisaac784 2 роки тому

    Yebo cc minangiphuphe ngiyembatha

  • @audreymatobolo9649
    @audreymatobolo9649 2 роки тому

    Sawubona. Kusho ukuthini uma izinyosi ezisaminyovu emincane ebomvana zakha ekhaya phezulu kwalapho singena khona eminyango. Angiziphuphi yinto ekhona lapha ekhaya lami.

  • @zandilethandaza2052
    @zandilethandaza2052 2 роки тому

    Sanibonani yimina lowo ngihlale ngiphupha ngisestolo kdwa ngigcina ningathenganga and nginezinkinga angzi kthi ngzilungise kanjani

  • @namhladlomo1140
    @namhladlomo1140 4 місяці тому

    Ave sibonga...KwaMashu

  • @unathimhlaba6339
    @unathimhlaba6339 2 роки тому

    Sawbona sisi👏 mna namhlanje ndiphuphe ndiboleka incwadi yesikolo kwi friend yam for ba ndikope ihomework ingazange ndiyenze wabe sebuya ne mpahla zakhe ezi clean kakhulu ezimhlompe ne tekke ezimhlophe ezi clean ndabe ndigodukuka ingathi andifuni goduka nge taxi ndagoduka ngenyawo ndabe ndinazo icons ezininzi ndabe fika ekhaya ndithunga I uniform yam yesikolo edabukile.
    Becela ubuza ingaba kutsho ukuthini loko gogo.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      bakukhombisa ukuthi uyazama ukubonela kwezinye izingane izinto ozenzayo uyafisa ukufunda kwabanye kanti kumele ulalele bona hhayi ukuthi abakuthandi lokho kodwa bafisa uzwe ngabo ngoba bakhona njengoba ulungisa i uniform kusho ukuthi uzoqala ukubuyelwa idlozi lakho lisebenze ngawe konke liyakuhlela ngawe kuzokulungela ngendlela yalo yasedlozini liyaphakama manje kuwe liza noncedo

  • @siphelelentshangase5563
    @siphelelentshangase5563 2 роки тому

    Thokoza Gogo, mina ngiyaziphupha izimpahla ngiyozithenga kodwa uma ngike ngazikhokhela kuba nomuntu oshonayo emdenini angazi ke lapho ukuthi kusuke kwenzeke kanjani.

  • @luandantshakai4166
    @luandantshakai4166 2 роки тому

    Thokoza Gogo, ngisacela ukubuza ma uphupha ujorhwa yi nkunzi yeNkomo emnyama ,lapho ngathi ngiyandiza mina...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kungabika ulaka lwabangasekho befuna ukugezwa noma isitha esisegcekeni kini kuye ngephupho lakho ukuthi liphelele kuphi

  • @lungadaniel9025
    @lungadaniel9025 2 роки тому +1

    Sawubona MaMbotho ngixolise ngokuphuma kwiTopic. Mina ngiphupha amanzi wesphethu/ umthombo ephuma phantsi komhlaba kodwa la Manzi engathi ayabila, futhi ahlanzekile manje ngiyadideka ingabe kuchaza ukuthi kade lingihlupha leli phupha. Ngibonge ngempendulo ngisalindile

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kuchaza into engase ibe yisifo esikhathini esizayo uthole ukuthi uyobe ungasanakile mase siyenzeka

    • @lungadaniel9025
      @lungadaniel9025 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu

    • @mbalenhlekhumalo1596
      @mbalenhlekhumalo1596 2 місяці тому

      Ngiqeda kuphupha ngbheka into yokugqoka estolo kodwa ngafika izingubo zingekho kungathi siyathutha istolo ngaya kwesinye nakhona ngafica izingubo ezinkulu zodwa ingekho engilinganayo angazi kuchazani

  • @ElizabethMkhatshwa
    @ElizabethMkhatshwa 10 місяців тому

    Hi cc ngicela ungichazele lephupho .ngiphuphe izingubo ngiziphonsela ngaphesheya komfula kodwa zivele zibe nezimbobo kodwa zizintsha

  • @shirleyngomana6843
    @shirleyngomana6843 2 роки тому +1

    Thokoza gogo 👏👏.. siyabonga ngeenkcazelo… ndicela ukuqonda xa uphupha usiya evenkile uyothenga impahla yokugqoka kodwa ufike kuvaliwe okanye umgayifumani lento sube uyikhangela evekileni lelo…🙏🏾🙏🏾 Thokoza gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho ukuthi noma ungazenza lezizimfuno kodwa azizovumeleka njengamanje ngoba kunaleliqiniso elingacaciswa ngawe kodwa kukhona laba abalaziyo ngawe uthole ukuthi ofuna ukukulungisa ukulungisa endaweni okungesiyo noma usiko lwakho akusilo lwalapho ukhoyo wena

    • @shirleyngomana6843
      @shirleyngomana6843 2 роки тому

      Thokoza gogo 👏👏🥺 😭

    • @shirleyngomana6843
      @shirleyngomana6843 2 роки тому

      Kumele ngenzeni 🙏🏾🙏🏾

  • @sbusisostura6106
    @sbusisostura6106 2 роки тому

    Sabona Gogo uxolo ngokbuza njanlo . Ngiphupha ngigeza inwele zami engazi kusho ukthini

  • @nomusabuthelezi759
    @nomusabuthelezi759 5 місяців тому

    Thokoza gogo Mina ngohleze ngiphupha ngithenga mpahla zokugqoka syabonga gogo

  • @jakobngcamphalala9855
    @jakobngcamphalala9855 Рік тому

    Yabonga gogo Mine bengiyothenga emanti gogo lasesigujini lesincane libhanisi leliBrown ngalidla ngingakabhadali laphela. Ngasengiyothenga ticathulo ngabanjwa inkunzi bathatha ifoni nemali .imali phindze ngayithola kodwa

  • @siphokazikaduka3026
    @siphokazikaduka3026 2 роки тому

    Thokoza gogo. Ndicela uncedo. Mina andiphuphi ndithenga but ndiphupha impahla entsha in my wardrobe, several times ndivula i wardrobe , I have new clothes ezisenamatikiti. Kutsho ukuthini loko. Thokoza

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kusho ukuthi kumele ugeze amathunzi ushintshe nendlela owenza ngayo izinto uphinde ulekelelwe ngosiko lwakho olufanele ukuze yonke into yakho iqale kabusha

  • @menzindaba6329
    @menzindaba6329 2 роки тому

    Siyabingelela MaMbotho, mina sengike ngaphupha singena esitolo sezingubo sathenga ibhulukwe kanye nezindwangu eziluhlaza(blue) zifana ngombala nonkosikazi wami ongasekho, emva kwezinyangana endele kwelobabamkhulu. Ubengapheleliswanga ngokungena kithi kanti mina bangithela ngenyongo kubo njengomkhwenyana.

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 10 місяців тому

    Cc unjan syabonga ngokuzfundisA. Ngsacelu kbuza ukuth kchazan ukuphuphA ingubo ezenziwe ngendwangu yamasosha estolo ngisbambile isketi ebengfisa ukusthenga ngphaphame ngngakastheng

  • @YandisaMajeke-fn8zq
    @YandisaMajeke-fn8zq Рік тому

    Ngiyabonga gogo👏

  • @menzidumidumi7797
    @menzidumidumi7797 2 роки тому +1

    Yep gog hlengiwe ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umakoti owahamba eganile ekhaya mara ngimphupha ebuyile sengathi sisinke nje but indoda yakhe iphansi ethule umfowethu wathatha I ayini washisa uskoni ebusweni

  • @fikilemtolo2546
    @fikilemtolo2546 2 роки тому

    Mina bengicela ukubuza cc ukphupha uthola ngezingubo zokugqoka,ngyabonga

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 Рік тому

    Thokoza ndlondlo mina ngingumuntu ebelokudeleka endabeni zesintu kodwa selokhu ngaqala ukulandela inhlelo zakho dadewethu qiniso akukho okushaya eceleni iyishaya ekhanda ngiyabonga gogo umkhulu lomsebebzi owenzela i Africa. koBulawayo eZimbabwe

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +1

    Makwande Gogo🙏 Iphupho; Ngse shopping centre, nglambile ngkhathele. Ngingena estoro ngkhipha ama R5 awu 2 ngithenge ihalf litre yamasi, kubuye ushintshi (ama R2 awu 2) but mangiwuthatha angkhuze losisi ogqoke iduku athi ngiyeke ushintshi wabantu. Next ,ngihleli phansi ezitoro, ngivuba ipapa namasi, (but angaz ipapa bengiltholephi) sengyadla , ngyagimba nje. Kuchazani pls Ma Mbotho!🙏

  • @LondiNgubane-r8l
    @LondiNgubane-r8l 6 місяців тому

    Sawubona cc Hlengiwe ngicela ukubuza izinumber zakho ngiyadinga ukukhuluma nawe

  • @derickshongwe6738
    @derickshongwe6738 2 роки тому

    Hi,u Dee lo ngicela ukubuza wat does it mean ukuphupha udla ispinach esi Grethiwe sa mixer ne cabbage ngikudla kukuhlaza koyi 2 ,wat does it mean

  • @patiencedlomo4519
    @patiencedlomo4519 2 роки тому

    enkosi mam Kwazi,sendiyabona ke ngoku.U thetha nam.Thokoza

  • @thembisilephakula4470
    @thembisilephakula4470 Рік тому

    Sawubona Mam Hlengiwe,ngicela ukusizwa ngaleli pphupho eliphphwe yingane uami eneminyakha eyi6,ungiphuphe ngindiza nabanye abangani bam Kanti yena elandela emuva nabanyani bakhe Sonke ninesimpiko eziPink.futhi wangiphupha ngina 4years ngidlala naye nabangane bakhe

  • @sindisiwemthabela8966
    @sindisiwemthabela8966 2 роки тому

    MOrning Gogo, Ngicela uke uchaze kusho ukuthini ukuphupha ngindiza uma ngigijinyiswa and naleli lokuphupha ngikhuleka eceleni komsele wamanzi amahle ngigqoke izingubo ezimhlophe

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ukundiza kusho ukuthi ungumuntu onemimoya futhi okungelula ukunqotshwa yinto embi 2 ukukhuleka lokho okwenzayo kusho ukuthi uwena oyokwazi ukukhipha abantu bakini esigodini sosizi lapho bevaleleke khona ngokuthi ubalungisele ngalendlela ogqoke ngayo bafane nawe

  • @thobilezwane7274
    @thobilezwane7274 2 роки тому +1

    Hi sis thank you so much.

  • @angelnompumelelo5593
    @angelnompumelelo5593 2 роки тому

    Thokoza mnj Uma uphupha uzithenga kodwa ufike kwi till ungakhoni ukuzikhokhela ??? Ugqine Unga phumi Nazo?

  • @mbuyisesithole-vw8si
    @mbuyisesithole-vw8si Рік тому

    Ngabe kuyafana okokthenga ingubo zokugqoka nokuthenga izingubo zokulala?

  • @nhlanhlakhumalo351
    @nhlanhlakhumalo351 Рік тому

    Ngibingelele kogogo. Manje mina ngiqeda kwenza umsebenzi wasekhaya ngifake nesphandla. Manje ngiphupha ngithenga ingubo.

  • @solomonmlambo4133
    @solomonmlambo4133 2 роки тому

    Hi sesi hlengiwe
    I had a dream were i saw blue jackets{different kinds of blue} and a grey jacket.i liked and wanted to buy the jackets?

  • @SthembisoThusi-p7p
    @SthembisoThusi-p7p 2 місяці тому +1

    Sawbona sisi ukuphupha ke ungazithengi izimpahla kodwa uzigqokile zizitsha kuchazani lokho

  • @samukelisiweprincesamthemb828
    @samukelisiweprincesamthemb828 2 роки тому

    Morning cc ngabe kusho ukuthini uma uphupha umuntu othandana naye elinganisa iskhindi estolo efuna ukusithenga?

  • @pamellasibutha691
    @pamellasibutha691 2 роки тому +1

    Suyabonga futhi sisi ngezincazelo ngempilo yethu
    Mkhulu umsebenzi owenzayo sibonga uMdali nabaDala with your blessings
    Ngicela ukubuzela umfana wam
    Uphuphe mina naye sigubha ingcwaba lapho sikhipha icoffin evuliwe phakathi kunomama wam ongasekho uma embuka avule amehlo athi kuye akahlalanga kahle abuye athi wena noma wakho ningaboya kumuntu oyedwa (i think usho ukuhlola ngempilo)
    Abuye athi womile abese amnike amanzi aphuze uthi ke makembuka ngathi ugcobise into emhlophe from top to bottom esambhekile asukume kodwa mamje akasafani nalogogo amaziyo.
    Ngiyabonga in advance 🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +2

      okukuqala kumele amkhiphe ebhokisini lelo ngoba livuliwe kusho ukthi kumele lisusiwe kuye ngoba nimba nje kusho khona ukuthi limuthwalise ubunzima njengoba nimba nakunina lizokwenza kube lukhuni izinto enizenzayo ngokungalekeleleki ngoba umuntu uyakhishwa ebhokisini ukuze ahlule inhlabathi ingakho ethi akahleli kahle kudingeka ukuthi akhishwe amaplanga nezipikili lezi afakwa nazo pansi kodwa makwenziwa lapho nisonta khona anibokwenza khona ukuthi nimnikelele uma kungenziwa aoyo niyomenzela kwaShembe ukumnikelela nimkhiphe ebhokisini hhayi ukuthi nisonte khona kodwa niyomnikelela ukuthi aphume ebhokisini ahlule ithuna udinga usizo lwenu mase niyeka ukuyohlola njengoba esho okuningi uyena ozokwenza uma eselungiselwe ukuma kusho kona ukuthi kuningi akucelayo kunina okunjengokuthi nimenzele nje itiye mase nibeka namanzi ngoba inzima nempi ayilwa ngokungaphumuli ingakho aze abe nezintuli ngoba impi ayilwayo ekhaya lenu ukuze avimbe konke msizeni ngokumkhipha ebhokisini ngokumnikelela ukuze kubelula ukunisiza ezokwazi nokusukuma analokhu elele kanjalo evalelwe ibhokisi

    • @pamellasibutha691
      @pamellasibutha691 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga sisi ngencazelo ngizozama ukulungisa ngalendlela ongichazele ngayo
      Makwande

  • @nomusamillicent4661
    @nomusamillicent4661 Рік тому

    Cc Mina ngiphuphe ngithenga and bengifayiselwa umuntu oyisitha sami kodwa ubengidayisela wjabulile inami ngijabulile kodwa engisazi ukuthi bengithengani kodwa ngimunikile imali ngabe nalo lichaza okufanayo nalokhu okushoyo ?

  • @acquelinmamoemoyo-io2dw
    @acquelinmamoemoyo-io2dw Рік тому

    Sabona gogo,mina ngphuphe ngithenga umuthi chemest usebhodleleni Eli whate &green

  • @ArchbishopSomani
    @ArchbishopSomani 4 місяці тому

    Siyabonga gogo mbotho

  • @EleanorHozeh
    @EleanorHozeh 2 роки тому +1

    Siyakhuleka Ekhaya🙌Gogo mina I dreamt bumping into my niece inside Truworths she said to me "yazi mane u n my cousin (my brother child) worry me y kanti Nina ni bulawa yindlala" I answered "don't worry about me ngiyakuzala I'll figure it out but what do u mean mina no mzala wakho what's wrong with him?
    Yabo ngiya Vuka been worried about my nephew since coz I don't understand my entire family is well of - indlala ikwam phela so y will he lack anything

    • @EleanorHozeh
      @EleanorHozeh 2 роки тому

      In another dream in same mall I dream I'm there buying up a storm shopping for all sorts of alcohol, wine, champagne, beers, whisky, chibuku just buying everything as though trying to stock out the Spar Tops😂😂😂

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 роки тому

    siyabonga.ngosizolwakho

  • @zandilethandaza2052
    @zandilethandaza2052 2 роки тому

    Sanibonani fthi ngiphupha ngahamba ngingafiki lapho ngyakhona ngiduke fthi

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Рік тому

    Makwande…Makukhanye ✨🙏😇

  • @KhanyisileNtombkayise
    @KhanyisileNtombkayise 10 місяців тому

    Hi cc thank you so much

  • @zukiswaboniswa1247
    @zukiswaboniswa1247 Рік тому

    Hi gogo kusukuthini ukuphupha unganxibanga

  • @NompiMazibuko
    @NompiMazibuko Рік тому +1

    Mina ngina abantu abadala ngaphupha ngithenga irokwe phakathi kulelo irokwe bekukhona R10 imali yephepha

  • @annamabena4489
    @annamabena4489 Рік тому

    Hallow cc uma uphupha uphiwa izimpahlakushoni

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 2 роки тому +1

    Asbonge Sisi Hlengiwe..

  • @xolanimakhunga1550
    @xolanimakhunga1550 2 роки тому +1

    Sawubona cc kusho ukuthini ukuphupha udriver imoto eblue nemhlophe

  • @nkosidelisile8565
    @nkosidelisile8565 2 роки тому

    thokoza gogo syabonga ukushlaziyela ngicela ukubuza uma uphupha ugqoke iympahla ezintsha kuchazani

  • @siphokazimmiwa4446
    @siphokazimmiwa4446 Рік тому

    Sawubona sisi
    Uma uphupha ungena kuphela estolo sezimpahla kodwa ungathengi ugcine nje ngokungena kuchazani?

  • @lizzysimelane7515
    @lizzysimelane7515 2 роки тому

    Hi cc s'yabonga..ngcela ungi size ngalephupho .ngaphupha U babezala wam usedlule mhlabeni. Ngaphupha eshonile kodwa wavuka ekameleni lakhe andlala izingubo , ngabe kusho ukuthini..

  • @natashamtembu574
    @natashamtembu574 2 роки тому

    Yho sisi just last night ngiphuphe ngithenga igrocer eningi, ngihamba nomuntu ebekuthiwa umyeni wam, wakhokha yena kodwa elam icard la declina makukhokha mina

  • @motilinemoyo9457
    @motilinemoyo9457 Рік тому

    Sabona cc mambotho
    Mina ngimphuphe ngisesitolo seyimpahla ngibuka skirts bezine blue umbala besibhalwe i price

  • @FuthiKhoza-ny6cd
    @FuthiKhoza-ny6cd Рік тому

    Sawbona sis , ngiphupha ngihamba endleleni ye sintu , kuchamuka inyoka inkulu i brown ngivule imilenze yaphuma ngaphansi yachubeka nami ngachubeka

  • @vuyokazinjodo4452
    @vuyokazinjodo4452 2 роки тому

    Bendicela ubuza ingcazelo mhlabe ziyafana nale sewutshilo apha

  • @vuyokazinjodo4452
    @vuyokazinjodo4452 2 роки тому

    Sawubona cc mina ndibenalo iphupha elicishe lafana naleli mara lihlukile impahla andiythengi ndiyayithatha andiybhatali ngoba istolo esi bendikuso besivutha so besibaninzi so umntu uyathatha aphume

  • @carolchonco8341
    @carolchonco8341 2 роки тому

    Sawubona sisi, ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha umamezala wakho ekuphakela inyama yembuzi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kuchaza into ethize engase ibe ishwa elikhulu engenzeka ngokuphuthuma okumele uyithandazele ingenzeki njengokugula okungacishe kudlule nomphefumulo womuntu noma wena imbala kuthandazele lokho kungenzeki ngoba usutsheliwe ukuthi kukhona lo ofuna ukuzama ngokubi

  • @mzwandilepraisegodzulu
    @mzwandilepraisegodzulu 3 місяці тому

    Mina nginokuphupha ngithenga amakhekhe. Ngake ngaphuha ngithenga neskibha. Kanti neskole nginokusiphupha . kodwa iskhathi esiningi ngiphupha ibhola ngilidlala kwesinye ngilibuka

  • @nikkimbatha388
    @nikkimbatha388 2 роки тому

    Syabonga ngokusi chazela Nikiwe Mbatha

  • @BusisiweKhethiwe
    @BusisiweKhethiwe 5 місяців тому

    Molo cc uHlengie.ngicela ukubuza ukuphupha umuntu ongasekho Nathi ufuna umenzele uceiling but mawuthi uyambheka awumboni mawuthi uphi bethi nangu bekhomba ibonda bethi awumboni LAbekhomba khona Wena uboña ifu eligrey yena awumboni

  • @charlottesimelane5363
    @charlottesimelane5363 2 роки тому

    Sawubona Gogo, manje uma uphupha amabhubesi amahlanu ekugijimisa, kusho ukuthi I?

  • @thamimdunge9652
    @thamimdunge9652 Рік тому

    Sawubona gogo ngiphuphe izingubo ezincolile zindlalwe phansi kodwa zidayiswa

  • @makhosimchunu5718
    @makhosimchunu5718 2 роки тому

    Sawubona cc ngyabonga zincazelo konke lokhu okhuluma ngakho ngathi usho kim kuyenzeka

  • @fikiswamaraule7506
    @fikiswamaraule7506 2 роки тому

    Thokoza gogo mina ngiphuphe ngithengela ingane yami eyi first born ingubo zokuqoka kunye neyicathulo.shuthini cc