idlozi elingamfuni othandana naye,ubonangani?

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 8 вер 2024
  • liyakuhluphekisa idlozi uma uthandana nalehlobo yabantu

КОМЕНТАРІ • 509

  • @smallfuyane
    @smallfuyane 2 місяці тому +5

    Syabonga Sisi ngokusivula amehlo nomqondo ,yes Kona kuyizinto ezenzakalayo empilweni,and ubone izinto zakho zingahlangani nje nawe uze uzibuze ukuthi kanjani and ube usebenza nje futhi kahle kodwa impilo yakho ime ndawonye

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 2 роки тому +22

    Abakuyeke MaMbotho wayichaza lento ngayizwa, you such a blessing to us as Africans please ungayeki ukuchaza bandla sisi hhayi uyashaya ngafisa ngisho ukukubona nje. Lots of love mwah 💋 💓

  • @LydiaXinzelele
    @LydiaXinzelele 23 дні тому +1

    Thokoza gogo siyabonga ngenkcazelo ❤
    Thixo akwandisele

  • @lwandileschumie8029
    @lwandileschumie8029 Рік тому +47

    Yoh Enkosi Gogo ever since I met my partner within 3months I lost my Job 5 years of struggling. 2months ago I told her that ever since I met her I have been stagnated in everything and I ask can we please go our separate ways. She refused that she loves me n kids. Thank you have confirmed what I hav been thinking 🙏

    • @nomalungelomoroka8880
      @nomalungelomoroka8880 2 місяці тому +1

      I know what you mean mina bengiba broke kubhede kwasani, Sihlezi sihlukana sithandana iskhathi esincane maybe 2 weeks sihlukane iskhathi eside

    • @nomalungelomoroka8880
      @nomalungelomoroka8880 2 місяці тому +1

      Nginokuthula after ngimshiyile

    • @JohannesMasemola
      @JohannesMasemola 2 місяці тому

      Amanga😮

    • @nomalungelomoroka8880
      @nomalungelomoroka8880 2 місяці тому +1

      @@JohannesMasemola cha phela umuntu usho okwenza kuye

    • @clementchris9241
      @clementchris9241 2 місяці тому

      Thanks Gogo, yoy just gave me a closure

  • @nomusamthwali5345
    @nomusamthwali5345 2 роки тому +13

    Thokoza gogo 👏.. Ngendlela omncane ngakhona kodwa uPhiwe ubuhlakani obumangalisayo.... Syabonga kakhulu ngezimfundiso siyasizakala kakhulu

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ngyabonga

    • @AsandaMthiyane-zh1ez
      @AsandaMthiyane-zh1ez 5 місяців тому

      Sawubonq gogo ngicela kubuza if umuntu afuna kukhuluma nawe over the fone utholakala njani nge call

  • @musammf3671
    @musammf3671 2 роки тому +56

    So how to communicate with your ancestors into knowing which partner is the right one for you???

    • @ntusingema5384
      @ntusingema5384 Рік тому +4

      Kumele uphahle

    • @legnashongwe4726
      @legnashongwe4726 Місяць тому +1

      Khuleka,Phahla,Ucele eDlozini ...uCele neZithunywa zakho zikukhanyisele🕯️

  • @handsomemsomi5962
    @handsomemsomi5962 Місяць тому +1

    Ey ngibuya kuso leso simo dadewethu, kodwa ngisizwe ukuzehlisa ngishweleze kwabadala, bangixolela sengihlukene nalowo munru, siyabonga kakhulu 🙏

  • @familylegacytradingandproj6788
    @familylegacytradingandproj6788 2 роки тому +10

    Yoooooh wena sisi... ukhuluma nami ... Thanks God you're a blessing to US 🙏🏽🙏🏽🙏🏽

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ngyabonga

    • @nellyshange415
      @nellyshange415 2 роки тому

      Thanx cc I agree with u it happens to me long ago,everything use to go wrong,when I went to sangoma they said my father does,nt like him cos he has a secrets that he does,nt want to tell me about,then I did,nt listen at the end he passed away,

  • @SiphepheloNdawonde-zp5uq
    @SiphepheloNdawonde-zp5uq 4 місяці тому +2

    Siyabonga cc mina Sixabana njalo sihlukana njalo kodwa sibuyelane and ngiba nemibono ngaye emaphusheni nabantu bakubo abangasekho ngyababona emaphusheni ugogo wakhe nje ngamphupha akasekho ngamphupha ethi angiyi ndawo uyangibuka nje ngilokhu ngith ngifuna ukuhamba ngeke kwenzeke lokho kuningi nje

  • @rashiedamali4938
    @rashiedamali4938 2 роки тому +7

    Yhoooo it's true ....kunjalo gogo kwenzeka lokho kum ndimyekile kodwa l wish angaze aphinde abuye thokoza

  • @thabicynthia4096
    @thabicynthia4096 18 днів тому +1

    Syabonga gogo,wayibeka yacaca engathi ncono ukuzihlalela kanje ngoba mina ngiphelelwe umsebenzi ngina 3 months ngithole yena ekubeni ngina 12 yrs ngisebenza kwathiwa ibona bathi anginakile izinto zabo kwayena ngadeda kuyena.

    • @Queen-N
      @Queen-N 4 дні тому

      Ngcono kuhlala ulinde

  • @philani9098
    @philani9098 Рік тому +11

    Thank you sis you really shed some light in my life

  • @ZiphatheleSqungesihlsijadu3533
    @ZiphatheleSqungesihlsijadu3533 7 місяців тому +5

    Mmmm gogo, ngisola leyonto kumanje, n angazi kwenzakalani

  • @chief9462
    @chief9462 2 роки тому +10

    Uqinisile Gogo. Yaz engikufundile empilweni ukuthi akekho osehlupheke njengami emhlabeni uma kufikwa othandweni. Yabona umuntu onesithunywa njengami uyahlupheka ngoba awuthandani nanoma ubani. Sengakhetha ukuzihlalela ngedwa and ngina 42 years manje iminyaka nabantwan abawu 3

    • @user-xr7hq9wg1c
      @user-xr7hq9wg1c 5 місяців тому +3

      Ukhon owakho omele wen

    • @Queen-N
      @Queen-N 4 дні тому

      Uyezowakho Nam I chose that n I dnt have a pronlem

  • @TrueCrimeAfrie
    @TrueCrimeAfrie 2 роки тому +45

    Ai ke ngidelile, I got blessed with a job in 2019 to work at FNB, 2021 I started cheating on my husband with a guy from work yaz izinto zam zabheda my bosses started having just unnecessary faulty in how I was working indaba yabankulu ngihamba iHR left right and centre, yaz kuthe lapho iHR iza ne-solution ngavele ngezwa enhlizweni yam ukuthi abantu abasangithandi and I lost soo much respect and my reputation was ruined I resigned ngahambe inhliziyo ebuhlungu namanje am still jobless and I regret ever dating that guy.

    • @mirandastols1455
      @mirandastols1455 2 роки тому +9

      I am sorry ukuzwa loko I hope you have found indlela to forgive yourself siyawenza amaphutha and we learn from them 😘

    • @philaa.khumalo3180
      @philaa.khumalo3180 Рік тому +3

      I hope you spoke to your husband and asked for his forgiveness.

    • @phindilengcobo2551
      @phindilengcobo2551 Рік тому +3

      @@mirandastols1455 ngicela ukbuza mina cc ubona ngani kuthi ke nangu ke umuntu engimphiwe idlozi

    • @mirandastols1455
      @mirandastols1455 Рік тому +2

      @@phindilengcobo2551 Heyi Mapholoba your guess is as good as mine Mfethu angazi mhlampe uyahlala angabaleki🙈🙈

    • @siyandamazibukoonlife3611
      @siyandamazibukoonlife3611 10 місяців тому +2

      Nilithatha kancane idlozi ikakhulukazi ela la uthathwe khona, jabulela nje ukuthi alikujuqanga

  • @nombulelokhatshwa6899
    @nombulelokhatshwa6899 2 роки тому +5

    Sawubona Gogo, mina nginenkinga, sengiphiphe kwabayi 3 bengikhombosa lomuntu wam ekhumula phambi kwam ngibona ubudoda bakhe, kukuthi akafuni kukhumula vele yena phambi kwami,ukhumula esengene ezingubeni ,ngapha abe engafuni umbambe ngesandla kwizitho zakhe zangasese njengoba kwenziwa njalo ngabantu abathandanayo ma bedlala.kusho ukuthini loko Gogo🙏🙏

  • @This_is_Opal
    @This_is_Opal 9 місяців тому +4

    100 percent correct!! Danko

  • @SbonokuhleMhlanga
    @SbonokuhleMhlanga Місяць тому

    Siyabonga Gogo👏 mna ngingathandana nomuntu awupheli u 2months esebenza asokole kubenzima

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 Рік тому +2

    Wow waze wayichàza indaba. Kushukuthi mina ngeke ngisathandàna bangemuka ngina 40 manje sengina 60🙆‍♀️

  • @luzukoshezi8248
    @luzukoshezi8248 Рік тому +2

    Cha ngiyakuvum cc uyshaya khon awake awkuchaza,wakuchaza njengoba kunjalo ngikwethulel isiqgoko(mhla uchaza ukuphupha izinkomo)

  • @sivuyilesivuyile9171
    @sivuyilesivuyile9171 Рік тому +2

    Siyabonga sisi wayibeka kahle kakhulu sifuhda lukhulu

  • @bothmanmusic940
    @bothmanmusic940 10 місяців тому +2

    Ngiyabonga sisi ngalamazwi....🎉🎉🙌🙌🙌

  • @busisiwetamaramsia
    @busisiwetamaramsia Рік тому +1

    Enkosi Gogo ....kum yi friendship ...ever since I became friends na lo cc ...kwakubi njee in my life ...

  • @kennynkalanga3364
    @kennynkalanga3364 Рік тому +2

    Hhayi mina I'm gonna stop dating completely this is too scary people can't be trusted at all these days

  • @zandimbonambi8863
    @zandimbonambi8863 2 роки тому +4

    Nami cc nginenkinga efanayo ngivele ngizwe ngimnyanya and angithand nokuth senze inkonzo yasekameren,angazi ngenze njani ngoba kumanje wakha umuzi wethu bese siyashada kodwa angimthokozeli njengakuqala ,yini engangisiza cc

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      qala ukuthi uzame ukuthi umnvengele ukthi nilinde ukuze idlozi lakho likwazise ngalo ukulinda kokuthi ningalali bo ukuze wena ubenesikhathi sokukhuluma nabo

    • @user-wc7qx7zf3y
      @user-wc7qx7zf3y 2 місяці тому

      😢yoooh mina ngivele ngibe dry ngidabuke ngisizwa ma lubricant always ufuna kuyovela ekhaya lapho bhuti n ngiyamthanda ngizwa ngathi nguneze ngamnika ucansi

  • @thembadlangamandla4409
    @thembadlangamandla4409 5 місяців тому +2

    Good afternoon Good people. anginankinga ngendlela udadewethu echaza ngakhona.life is all about choice kungani kumele ngikhethelwe wumuntu osowalala umuntu okumele ngiphile naye.yini bona lena abayizuzayo phela ngoba baphila baliphetha ibanga labo.we r leaving in da last days,masinikele konke ku Jehova ungumxazulili wezinkinga zethu."let us not disturb esabalala baphumule

    • @englossibiya8279
      @englossibiya8279 2 дні тому

      Siphila emhlabeni as usho we have choices then abanye they believe Kuma ancestors abanye like you believe in God then akumele siphikise people's believes ngena kumapages ahambelana nama believes wakho ukuze ungazophikisa thina abanye if we believe in that siyamuzwa angilwi but I'm trying to say let us learn to follow were we believe in🙏

  • @user-zk1kc2or6i
    @user-zk1kc2or6i 10 місяців тому +1

    Siyabonga kakhulu ukuyikhuluma lendaba ngoba iqiniso elingehlulwe lelo ngoba vele babona kanzulu

  • @samkelisiwembutho
    @samkelisiwembutho 12 днів тому

    Thokoza 👏 thokozi mzinya dlabazane ngiyakuzwa Dadewethu

  • @siyabongagumede5899
    @siyabongagumede5899 Рік тому +2

    Thokoza gogo im new to your channel and I’m loving it , Nami lo engithandana naye avhe ngingamuzwa ngaphakathi sometimes avhe engicika and one moment akufani yena uRight but Tjo kunzima nokuthi nokulala mbhedeni owodwa and a couple of months back wathi wacithekelwa isisu from her previous relationship and akagezwanga lapho so I think it makes sense cause even omunye gobela I went to consult with also said lomuntu engithandana naye ngisazomshiya

  • @KanyiswaBangaza
    @KanyiswaBangaza 22 дні тому +1

    Syofa sfunda😮

  • @nokwandaswelindawo9140
    @nokwandaswelindawo9140 Рік тому

    Now upendule yonke ibuzo ebendikade ndizibuza Yona uba why ubomi bam bavele banzima kanje izinto zonke zabheda but bendinaso isikrokro soba ubaby daddy uyimbango yako nkonke Kuba ever since ndabanaye ebomini kuqhawuka kuhlangana...Sisi Thankyou so much uthixo akukhulise emoyeni nasenyameni 🙏🙏

  • @user-pk3ep7lc8x
    @user-pk3ep7lc8x 11 місяців тому +2

    🙏 amen ekhay minangicel ukubuza kuchazani ukungena kwenkum endlini

  • @user-qz9xq9ud3q
    @user-qz9xq9ud3q 6 місяців тому +2

    Masibulele mama ngo ku sixwayisa ngalamaphupha manintsi amaphupha ube ungalazi litsho ukuthin

  • @TrevorthamisanqaMoyo
    @TrevorthamisanqaMoyo 5 місяців тому

    Ngiyabonga Sisi.
    Uma umuntu osehambe abasefazane baningi, ufuna ukuzi cleanser wenzenjan

  • @samkehsefa7304
    @samkehsefa7304 5 місяців тому +1

    Thokoza gogo mm wayibeka indaba yaz mina ngowesfazane sengthandane naye for 9years since ngabanaye impilo yam imile inkinga esenginayo ngifikelwa ukumzonda ngathi ngingamgwexa maslele mayengbamba kuthi mangihayize sengikhulekela ukuthi aphume mpilwen yam

  • @ThulileMngadi-jj7jv
    @ThulileMngadi-jj7jv 12 днів тому

    Sawbona gogo ngicela ukbuza ngabe kuchazani ukuphupha uhamba nabafowenu ehlathini niphumele emizini yabantu

  • @thulimandlovuseemi9566
    @thulimandlovuseemi9566 Рік тому

    Thokoza gogo yooh waze wangazisa ngendlozi partner wami besihlezi silwa njalo bekungekho ukuthula futhi bengihlezi ngilwa nabantu ngizi buze ukuthi ngenzeni yooh ngiyabonga gogo❤❤❤❤

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 2 місяці тому

    Ibuhlunguke le guys am the testimony!

  • @user-mb9mu3or9c
    @user-mb9mu3or9c 5 місяців тому +2

    Yhoo sisi ndiyakuvuma

  • @jabhilezwane1432
    @jabhilezwane1432 Рік тому +1

    Bakithi ngiwufakazi Lana.. ngangifelwa yiyo yonke into engiyisebenzele..ngisho ngiqeda ukuthenga into beyifa within 2 weeks,ngiphupha bengibonisa ngaye,ngingafun lutho futhi..kanti ngizibulala mina💔cha size sahlukana futhi azange kube buhlungu sdalwa..

  • @gugulethuntuli5751
    @gugulethuntuli5751 2 роки тому +1

    Sawubona Sisi, ngicela ukubuza kusho ukuthi ngiphupha ugogo wami ahleli with my boyfriend. Ngaphinda ngaphupha Gogo wami amunika abantwana bamawele babafana. Ngaphinda ngaphupha ngiphethe amawele nogogo wami futhi .

  • @KgameKgame-ve1ci
    @KgameKgame-ve1ci 5 місяців тому

    Siyathokoza, Baie Dankie, Realeboga, Inkosi iiiii, Siyabulela Gogo❤❤❤❤

  • @deeshelembe6145
    @deeshelembe6145 2 роки тому +2

    Siyabonga Makhosi

  • @johnnyagencie9594
    @johnnyagencie9594 2 роки тому +2

    mina ngike relationship ngishadile sesineminyaka awu 9 kodwa asiyiphambili njalo sinezinkinga njalo ngonyaka ezozokwenza si spende izimali siyazisebenza bobabili kodwa akekho noyedwa kuthina osenalo nalelo bhizinisi and sekuze kwangi affected ngiyazibuza ngabe kwenziwa yini senginakho nokungamthandi ngalehlela engangimthanda ngayo ngicela usizo

  • @itumelengndlovu4840
    @itumelengndlovu4840 2 роки тому +2

    Thokoza Gogo. I am in 2 months relationship so far. One time when I was with him nga phupha ngihamba naye uboyfriend, siya kwakhe. Sathi sesi fikile emzini wakhe. Ngahlangabezwa abesi fazane, abayi two. The other one was fighting me to come nice!! What could it mean?

  • @XoliswaNtunge
    @XoliswaNtunge 3 дні тому

    Enkosi gogo ever since I meet with my partner I start struggling kodwa ndiya sebenzisa

  • @ntomboxolojabe2064
    @ntomboxolojabe2064 Рік тому +1

    Nam ndivumelana nawe gogo💯

  • @lungelocalvinmbuthu2891
    @lungelocalvinmbuthu2891 2 роки тому +2

    Asbonge sisi....

  • @zaneleshezi9734
    @zaneleshezi9734 2 роки тому +2

    Kunzima mina kuthiwa kwavalwa ngimncane nje ukuthi ngingatholi muntu mangimtola alahlekelwe yikho konke,engafa ngisho ukufa,nenhlambuluko Futhi eyenza ukuthi izinto zingahambi Kahle,haw senzeni bakithi

  • @NomathembaButhelezi-m9z
    @NomathembaButhelezi-m9z 15 днів тому

    Qiniso cc konke okushoyo kwenzakala Kimi alimudingi ngempela😮😮

  • @simamukelenosipho2372
    @simamukelenosipho2372 2 роки тому +3

    Thokoza gogo I'm only 18 years old and I have been really confused concerning umfana. I have been dreaming about him since last year ngake ngamuphupha ehleli nase sigodlweni Sami even sihlukene but.i know yonke into eyenzekayo kuyen and idlozi lakhe visit me every time.. Ngiyaphupha nangaye, we don't talk and this is really heavy on me because akunqeni kuth ngisahleli Avele agcwale ikhanda and I would for no reason mengibheka it would show to its him.. I really don't know what to do mnje iyangigqilaza min lento

  • @Diesel201
    @Diesel201 3 місяці тому

    Tjooo gogo siyabonga ngemfundiso zakho Nkulunkulu akukhulise Mina cc sengifunde kakhulu kula ma video akho ngisasemusha kulomkhakha wobungoma kodwa kuningi ongifundise kona.

  • @zamasokutu2391
    @zamasokutu2391 9 місяців тому

    Thank you sisi for this message. The last two exes I had I broke up with them because of unfaithfulness and the last one is the father of my child dated for 4years with him and he met a new person I could tell for about a year he cheated on me but kept denying it but as soon as he started posting that women I would have bed dreams about him distancing himself from me but that wasn't enough that women turned out to be a sangoma his girlfriend now. And I'm still hurt but what I don't understand is that I was working he was working until I left that town to get a better job from another town pregnant and I only saw him once as I didn't have a job and he also didn't have a job for a few months and got it after a year but still he isn't working and our child is 2years now

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 2 роки тому +1

    Okunye ngicela ukubuza ukuthi uma udaba lunje ngoba nami izinto zami zimile kanti bengingumuntu nje izinto zihamba kahle ngingakashadi and ngaphupha naso iSalkazi sithi ngihlushekiswa yiso isbongo engikuso manje...ngicela ukubuza ukuthi uzikhipha.kanjani kulolutalagu ngokwesintu uma amandla ungenawo okuthenga izimpahla zokuzibika ukuthi usuhlukene nalomuntu.

  • @mxolisibuthelezi3376
    @mxolisibuthelezi3376 2 роки тому +1

    Thokoza gogo,yiy wayisho indaba enkulu mina bengithandana nenye intombazane kwath ngisekhaya ngaphupha kuthiwa angihlukane nayo last year December nangempela ngabuya ngavele ngangayikhulumisa namanje lutho asikhulum sdalo ikhona yona ngiyibona every day sibonge makhosi kakhulu ngokuchaza

  • @zanelemakhunga5418
    @zanelemakhunga5418 2 роки тому +4

    Ngicela ukubuza ukuthi kusuke kwenzenjani Uma kwezothando umuntu othandana naye ekuthande akubonise uthando akunakekele enze konke okukujabulisayo.kodwa abantu bakubo wakhe bengakufuni bekuzonde bonke .mhlawumbe beze besebenzise izinto ezithize bezama ukuthi nihlukane kodwa kungenzeki lutho olubi kini kunalokho nithandane kakhulu phezu kwalesosichitho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      okokuqala basuke bemufisela omunye umtu noma bengangakafuni ukuthi aqale ngalokho asekwenza engakakwenzi lokho abakufisela kona ngaleyondlela kuyenzeka kugcine kuhliphizekile emva kwesikhathi eside niqhuba ngoba sisuke singekho isibusiso kuleyonto noma niqhube nigcine nishada koda kuhlale kuhkona okuyodinga inhlambuluko yokungafunwa khona ngoba okwenzeka la emhlabeni nabangasekho bakholelwa kukho uma imindeni yabo ivumelana nabo kudingeke inhlambuluko yokukudlulisa nakubona abangasekho

    • @lillianjosaya6819
      @lillianjosaya6819 2 роки тому

      Thokoza gogo mina nginnomgani wish kungamahla ndinyuka yena uba nolaka kakhulu NAMI ngigcina sengigamthandi kodwa akuyiyo into eyenzeka njalo kokunye siyahlala kubemnandi cela ukwazi ingabe wukithi uchithwa yidlozi na

    • @sbongileckhawula8960
      @sbongileckhawula8960 5 місяців тому

      Kusho kuthina gogo kuphupha muntu wakho kunomunye umuntu wrsimame athandana naye

  • @nokuthulandwandwe5461
    @nokuthulandwandwe5461 2 роки тому +3

    True gogo...my fiance uthandane nomunyusisi impilo ikade iryt nje after kwashintsha yonkinto Saba nezinkinga nje kungasayeki phambili...kwangahamba nje kahle yonkinto sabuyela emuva kunokuthi siyephambili...after ngiyitholile leyonto sengikabili ngaye shem cos I went through so much.

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 2 роки тому +17

    You speak so eloquently....keep it up.

  • @yandinhlanhla1164
    @yandinhlanhla1164 Місяць тому

    Camagu gogo siyabonga🙏🙌🙌

  • @thukumthakathimanzini4371
    @thukumthakathimanzini4371 2 роки тому +1

    Lahlala iqiniso njengoba linjalo.Into engiyithanda ngeqiniso aqulicabangi ngisho ulele uyalazi.Kubalulekile ngampela ukthi umuntu ayilungise indlela aphila ngayo nenza ngayo izinto ngoba amathongo asuke eyibuka futhi kuyiwo ayothatha isinqumo ekugcineni.

  • @KhanyisileZuma-r9n
    @KhanyisileZuma-r9n Місяць тому

    Eyi yanzima lendaba syabonga my husband cheated on 9 yrs ago end he have 2 children no cctas bt akukho okuqhubekayo kubona bt since he met her we are struggling akukho okuphumeleyo sihluleka nokwakha jhooooo 😢 ayiii shame i don't know crc

  • @user-bd3yr7qj8z
    @user-bd3yr7qj8z Рік тому +3

    Thokoza....cha mina kunento enghluphayo...njalo mangphuph umuntu enghlekisana akaz ngphuphe kukuhle phakathi kwethu , kuvel kube khon phakathi kwethu ongumunt wesifazane futhi akuveli oyedwa . Lamaphuho alokhu ebelesela and kuhlezi kuyimi ohlukumezekayo ngob uvel akheth yena lo owesifazane kunokuba akhethe mina angazisoli....Njalo mangphaphama ngithola ukuthi bengkhala ngempel izinyembez bezehla ngempel..mangimtshela yena lo ongakimi uvel athi bengiphupha kungangiphathi kabi lokho...namanj isangidla lento ngoba njalo mangi'phupha ngphupha inteyodwa..ngab lokh kuchaz ukuthini?

  • @rogerioreinaldonhatsave2134
    @rogerioreinaldonhatsave2134 Рік тому +1

    Siyabonga ngolwazi

  • @user-qq9wr4pg5i
    @user-qq9wr4pg5i 5 місяців тому +3

    Uphiwe cc lento ikuwe asethembe bazoxwaya abaningi nangalento bafwethu yokuthenga abaqwayizi nibheke banokugcola okuningi

  • @odwamag9100
    @odwamag9100 2 роки тому +1

    Mina ngaphupha besithi kumele akhethe phakathi kwam nalo athandana naye ngaphandle ngakhuluma naye kodwa hay ndibona ubunzima obugqithisile empilweni maybe zange ohlukane naye kwenziwa kanjani xa kunjena mama bakuxele ephupheni abaphantsi ukuthi makakushiye or ayekele lo amantshontshayo umntu

  • @SiaLukhozi
    @SiaLukhozi 19 днів тому

    Manje gogo mina ngicela kubuza if intombazane ozwana nayo wayiphupha ilethwa umama wakho ongasekho n ayimazi abazaini kusho kuthini

  • @user-pm3oq9bk1j
    @user-pm3oq9bk1j 10 місяців тому +3

    Sengiyazi Kahle leyo kumanje sengikhethe ukuba ngedwa Into zami ziza Kahle Uma ngingedwa

  • @NandiphaMaqhuzu
    @NandiphaMaqhuzu 3 місяці тому

    Ngiyabonga cc ngencazelo zakho kakhukhulu ithuna nomlilo zingihlupa njalo

  • @kimzkimz9688
    @kimzkimz9688 2 роки тому +2

    I am in love with this lady who loves me back, and izinto zethu ziyalunga for both of us but i am not sure ukuthi she is the real 1 or she is fake but yena she calls me every day nd ungi bikela everything ayenza yo nale azoyeza!

  • @NdumisoZondo-xe7gi
    @NdumisoZondo-xe7gi Місяць тому

    Ngaze ngakukhonza❤

  • @senzilelunga2666
    @senzilelunga2666 5 місяців тому

    Yimi gogo since ngahlangana no baba wengani kunzima hayi kancane ngithi ngiyazama avele angincindezele ngithi ngibuya nomqondo webusiness Ukuthi siphile avele angincindezele

  • @ThabaniFana
    @ThabaniFana 5 місяців тому

    Mina yangidida le lomuntu wesifazane sithandane 2021 ngahlulwa kuziphatha saxabana saphinde salungisa izinto saryt kodwa siphila sixabana njalo ngaphahla kwabuya phupho ngimbona esekhaya egcekeni kodwa namanj sixabana njalo sihlukane kuymanje sihlukene mayefuna buya kim uyabuya 😢

  • @nellyshange415
    @nellyshange415 Місяць тому

    Iqiniso elingena Ku phikiswa leli❤❤❤❤

  • @philaa.khumalo3180
    @philaa.khumalo3180 Рік тому +2

    Hi. How do we go about cleansing ourselves?

  • @nokwandaasanda9228
    @nokwandaasanda9228 8 місяців тому +1

    Eiiih Mina ngathandana no mfana ngangith mangfika kuye avele abe broke kabiiii avele abe yisdakwa eskhulu aphuzele ukuthi uyashona

    • @4rexEagle
      @4rexEagle 9 днів тому

      Then bathi what's the cause? Coz this my situation as well 😢.

  • @ThozamaMqayi
    @ThozamaMqayi 3 місяці тому

    My problem i hve with mu partner iis this,what ever sickness he hve i'm the one who fill first i try to avoid that problem but it keep on coming all the the time
    Yes he hve girlfriend and he stay with her but on my dream they already show me alot about her ,camagu gogo

  • @Onkzit
    @Onkzit 2 роки тому +3

    I believe in myself more than the so called amadlozi that's why I am successful. Okwedlozi nan nan angikwazi futhi angifuni ukukwazi. Nothing comes easily

    • @puseletsomasoeu8447
      @puseletsomasoeu8447 Рік тому +2

      I wish I could be as convinced as you, but every single thing you get is hard and never stays for long you wonder what is the issue.

  • @LungeloNgcongo-i8i
    @LungeloNgcongo-i8i 28 днів тому

    Iyangikhalisa lenkulumo yakho mtakamah........
    Yazi ungathi ukhuluma nami ngqo

  • @SnothandoSnoh
    @SnothandoSnoh Місяць тому

    Mmmmm iyooooh seyindiyesaba mna yaz nam ndikuyo lonkinga yaz wayibeka inyaniso Cc ndiyabonga mna

  • @stellantombomhlabajafta1630
    @stellantombomhlabajafta1630 2 роки тому +2

    Ndimbonisa kanjani ukuthi andisamfuni ngoba nabadala abamfuni ngisize

  • @marthamaloka1117
    @marthamaloka1117 7 місяців тому

    Sifunda size siguge uhlwazi olujule kangaka❤❤❤

  • @sbongileprecious1610
    @sbongileprecious1610 2 роки тому +1

    Ngiyabonga cc babawengane Yami wathandana nentombazane unyaka owodwa enyakeni wesibili wayilobola after 6 months waphelelwa msebenzi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kunjalo nje cc ngyabonga ukungifakazela

    • @MsandaOne
      @MsandaOne 5 місяців тому

      Washawa zidalwa zakhe zazikuthandile

  • @nkosinathisiphogumede9327
    @nkosinathisiphogumede9327 2 роки тому

    Mmm walikhuluma iqiniso sisi wam mina engikholelwa esintwini ushaye khona impela qhubeka njalo nesiphiwo sakho👋👋👋

  • @NtombenhleZikhali-hs5tg
    @NtombenhleZikhali-hs5tg 3 місяці тому

    Thokoza gogo mina ngaphupha usalukazi singibuza ukuth ngiyamthanda yini lomfana engithandana naye(washo igama lakhe)

  • @user-cz2fp1tn2j
    @user-cz2fp1tn2j 5 місяців тому +1

    Danko sisi.

  • @kholekaqokela8847
    @kholekaqokela8847 Місяць тому

    Yhoo this is so true when I broke up with my boyfriend my doors started opening up

  • @sandisepoyo1714
    @sandisepoyo1714 2 роки тому +3

    I'm in that situation with my current girlfriend, eish and ugirl aka believe kwizinto zamadlozi or wenza ngabom. Everyday nje I feel stuck elyfn and lonely kodwa ndikwi relationship

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      awukwazi ukuzwana nomuntu ongakholelwa kubantu abangasekho ngoba angeke akwazi ukuhlukanisa okumele kwenziwe kini nokungamele umuntu uhlonipha idlozi nosiko lakho kuqala ngaphambi kokuhlonipha wena mayengakwazi lokho kuzophambana ngoba shukuthi uzoshintsha yonke into kuhambe ngendlela yakhe engekho alizukumfunake idlozi lakho lowomuntu ongabazi ukuthi bakhona ngoba angeke abasize ngalutho kuzoma ke kuwe kuze kuba uyayilungisa leyonto

    • @sandisepoyo1714
      @sandisepoyo1714 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 Enkosi kakhulu gogo ndiyabulela

  • @nkosinathizincume
    @nkosinathizincume 4 місяці тому

    Ake sithi sithandana sibuye phela sikhulekele imimoya emibi ngoba iyakubona okuhle okuzayo Yize sikwenza okwesintu singakhohlwa ukuthi kunempi la emhlabeni God Spirit against Evil Spirit singagcina silahla abantu bethi besabelwe bona ngenxa yemimoya Bhasobhani ndlu emnyama

  • @selinamotshwenenh6019
    @selinamotshwenenh6019 2 роки тому +1

    Mina Ngicela ukubuza I met guys sthandana kakhulu ethanda nezingane zami. Kodwa eskhaleni wavele wangitshela ukuthi akasanyo imizwa for mina. But what confuses me he Still texts and calls me abuze nokuthi izingane zami ziright yini. Uthi he cares a lot about me kodwa akasan mizwa yami wa kusho lokhu this year March kodwa waphinde wabuya after 2days sabuyelana. Waphinde wa kusho lokhu manje April sahlukana kuze kube yimanje. Kodwa siyakhuluma angibuze impilo.

    • @luciamokoena1204
      @luciamokoena1204 2 роки тому

      Similar problem. The person loved me so much suddenly wathi I’m too difficult to understand. He wants out. But he keeps texting me. Kubhlungu ngathi ngingasbulala cause Kubhlungu with relationships that don’t work 💔💔

  • @shirleyngomana6843
    @shirleyngomana6843 2 роки тому

    Thokoza gogo 👏 ndicela ukuqonda kuxa kutheni xa u engaged nomntu othandana naye kodwa uphupha usetshata nomnye umntu ongenguyena lo wakho uthandana naye? 👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kusho ukuthi lowoongasiye owakho ozoshata naye uyakufuna futhi nawe awunabgxaki naye ungakuthanda ukuvana naye ngokwasedloini likufisela yena

  • @vincentsihlemqadi3164
    @vincentsihlemqadi3164 Рік тому

    Khushoni khulo khu ngi phupha u mah wezingane engandlukana naye njalo ngimphupa be landlini njalo khube khuyena owajola ngambamba

  • @mpumiqwabe5990
    @mpumiqwabe5990 2 роки тому

    Mpumi Qwabe.
    Ngiphuma umuntu ebengizwana naye ongasekho njalo enqunu eveza isitho sakhe sangasese. Kwesinye iskhathi ngimphuphe sixabana

  • @thembanijiyane9560
    @thembanijiyane9560 2 роки тому +1

    Okunye kudalwa nayilezilwane esizbelethiswayo ziyabaxosha abantu esbathandayo...mina nje sengaqoma ukuzhlalela ngedwa ngoba aaykhona kwazisholo umuntu aliwe🤞

    • @MsandaOne
      @MsandaOne 5 місяців тому

      Phahla ucele

  • @dukudukugidela2746
    @dukudukugidela2746 2 роки тому +2

    Ngiyaqala ukulalela content yakho inhle kakhulu.ngijabuliswa nawukuthi Abantu uyabaphendula.ngifisa ikhule channel

  • @nonnycebo9101
    @nonnycebo9101 2 роки тому +2

    Hi sis ngicela ukubuza mangabe nghlez nghupha yonke into yakhe before yenzeke nom umndeni wakubo ungitshela izinto nom ubaba wakhe ongasekho engnika umntwana siwumnden nj naye lomuntu kodwa manj siyaxabana kube kubi impela size sihlukane kodwa ngmphuphe eth uyangthanda engnakelela nj emaphushen yize sihlukene....angsazi nom uyena sidalelwene nom kukuphi

  • @njabulombatha1003
    @njabulombatha1003 2 роки тому +1

    Yoo cc nami ngikulesi simo nkonke nje okuchazile😰😰

  • @joycemangalani8286
    @joycemangalani8286 Місяць тому

    Hi there, thanks for the information,even me. I have been staying with my boyfriend for about 3 years, and then, since then, I have been trying to conceive, but dololo I know I can give birth, but since this man is hard. If I can go check, are they gonna help me? But I have asked somewhere if it is ok for us to be together they said yes.

  • @user-sr3wy2sf4g
    @user-sr3wy2sf4g 2 місяці тому

    Thokoza Gogo mina ngibenenkinga yomunt wam bekukuhle sithandana kahle kodwa uthena esuka wangenwa abatabadala inking yam ke ngifisa ukwazi ukuthi uthando lwethu luzoqhubeka liberty yin ngicela ukwelulelekwa ngokuth luphephil yin uthando lwethu ngoba ngyakthand Gogo lomntwan

  • @philanesithole-og8cc
    @philanesithole-og8cc Місяць тому

    siyabonga Gogo

  • @londiwenkomonde7167
    @londiwenkomonde7167 Рік тому

    Thokoza gogo kusho ukuthin ukuphupha obona abantu beproposana, ninashayelihlobe, uye komunye umnyango ufice abanye futhi kodwa ihlombe lingabe lisaba powerful njengakwi couple yokuqala