KUNZIMA UKUTHANDANA NOMUNTU ONABANTU ABADALA BY MKHULU MLABA
Вставка
- Опубліковано 28 бер 2022
- MKHULU MLABA NUMBER 063 702 1026/076 492 1110
ONE ON ONE UPDATE :
2&3 APRIL 2022 DURBAN MLAZI Q
9 APRIL 2022 NONGOMA TOWN
10 APRIL 2022 ULUNDI TOWN
22&24 APRIL 2022 MPUMALANGA WITBANK
29 APRIL -01 MAY 2022 JOHANNESBURG ELSBURG
Siyabonga Mkhulu uMlaba, ngiyaqala ukuyizwa lenkulumo emnandi iyakhanya inolwazi olunjula. 👏🏾👏🏾👏🏾👌🏾👌🏾👌🏾
amen mkhulu njalo khehla waybeka makwande .injengoba uy'beka mkhulu syabonga mkhulu amen
Wow ... very usefull information .this video is a definite Wow ... Lenkulumo iwusizo kakhulu Mkhulu
Siyathokoza umkhulu ngencazelo ezifundisayo ngempilo thookoza
Ngiyabonga mkhulu Phela Mandla angazi zothini nkulunkulu abusise
Tyoooo mkhulu wayithinta indaba enkulu, ei nami mkhulu hlushwa imimoya kabi, bayahluleka ukungisiza noma bangitshele ukuthi ikuphi engaqala ngakho kuze ngizosizakala,Into abayifunayo abantu ukungithwasisa bengabhekanga into okumele baqale ngayo.
Minasengibuya ngisho kwakho Mkhulu Kodwa angilaphekanga kunalokho amahlombe abuyengamandla ayangesinda akuzange kulungiseka lutho nakumnyeni wam sehlukene akasa nendaba nanezi Nkomo zakhe
Thokoza mkhulu. Ngcela ukubuza ikhungwa ngani lemimoya.
Mkhulu uyashaya u Pinny Zulu,Gambushe,s friend.
Sawubona Mkhulu, ngicela ukubuza nikhungana kanjani uma nobabili nine mimoya yabantu abadala, nizimisele ngekusasa lenu, ngiyabonga.
Awu siyabonga Mkhulu, sengize ngigugile bengixoshela bonke. Sentiment ngilahlele ithawula🤷♀️🤦♀️
Amen mkhulu Mina nginenkinga asive sixabana nomuntu wami ngicela usizo
Singanisiza ngokubambisana ukubheka inkinga ngaphambi kwekhambi
Very informative
Asbonge mkhulu 👏
Like u
Amen mkhulu sacela kubuza ukuthi ubakuphi no Mlazi
Mlazi kwa Q KWEYNCANE UMDLEBE road
Ave ibuhlungu lento ugogo wam akamfuni umuntu wam. Sengincenga ngaze ngakhathala. The more ngincenga sivele silwe zonke izinsuku. Abamfuni bathi uzongcolisa idlozi lalayikhaya😭
Mhlawumbe nawe kuyomele ungalandelimizwa ngoba nesdumbu singaphuma ABANTABADALA banolwazi kodwa mhlawumbe kungamele ubheke kuqala kwaba bonayo before ufunusizo kulokho
Mkhulu Siyabonga. Kodwa sikhungana kanjani Mkhulu? Lemfundiso ave ibalulekile.
KUNEZINTO EZILANDELAYO ngokwesintu
Siyabonga mkhulu ngencazelo
Amen
Ngamkhunga owami kodwa sahlukana ngendlela engingayqondi kahle
Makhunga muntu ba4 wenzanjani?
Aziseziningi kanje izinyanga ziyasiqeda ezinye zikhuluma zize zikhiphe amehlo kanti zinamanga. Qaphelani bantu bakithi!
Mkhulu ngingowesifazane ongenwe amakhehla manje lo engithandana Naye uvele ashaywe uvalo njalo uma engibona Nami lungishaye kungazathi kukho a ukusabana phakath kwethu manje bengibuza ukuthi una sikhungana singakhungana kanjani ukuze lokhu kuzoxazululeka?
Ngiyabonga..mkhulu
Amen
Ungcono uMkhulu ngoba uyaphedula imibuzo yabalaleli bakho. Usahlukanisa kanjani ke Mkhulu isichitho sokushonelwa umuntu wakho ungagezwa kubo nesichitho sabantu abadala?
Camagu Mkhulu!!! Ndicela ukuba uyikhunga njani imimoya embhethe lo wezifazane uthandana naye unenjongo yokumshata?
Syabonga mkhulu Mlaba ngencazelo mina ngicela kubuza ngiphuphe ugogo ethi uNtombi methuleni manje yini okufuneka beyenze kimi mkhulu
Inkinga kunganzima ukuthi sazukuthi wethulwani kungabhekwanga ukubalekela ukuty umuntu athi sengi hambe kaningi angsizakali kanti kuthathwe ikhambi kunga hloliwe
Hawu mkhulu mlaba uzanini Kanti epomeroy
Sisahlela
umukhunga kanjani?
Thokoza Mkhulu uMlaba ngicela ukubuza ukuthi uma ufuna ukuthi nikhungane kudingeka uMuntu uwazi kahle ngokwemi-Moya (iSangoma) noma niyakwazi ukukhunanga nodwa?Camagu
Mkhulu ngicela ukubuza ukuthi mina ngingowesifazane ngingamkhunga kanjani umuntu wami
Amen mkhulu
Amen
Amen
Syabonga mkhulu
Amen
Ngiya bonga mkhulu kunzima
Qinisile zikiza nodlela mlaba
Mkhulu ngyabingelela futhi mkhulu. Nginayo lento okhuluma ngayo ngimthanda kakhulu uma nginaye ngyopha ngingakuthola kanjani usizo ngoba ngyabonga ukuthi uyangishiya manje kude lapho sisuka khona
Ngyabonga ukuthi nami nginayo lemimoya naye ngokunjalo singakhungana kanjani
Mkhulu ngicela usizo
Singakusiza sikhona for nina
iSichitho seDlozi senza abantu baqabange ukuthi bathakathiwe kanti qha!
Yes
Yho hayi iquestion ebendinayo yazi iphendulekile, yazi kudala ndifuna impendulo yayo.Hayi tata yayibeka indaba shame.
Ay mkhulu ngyabonga. We have the same problem nd kade ngangitshelwa asikhungane. Kodwa angazi how to do that. Thokoza
076 492 1110
Power
Cela ucazelwa ukuthi yini ukhunga muntu kwenziwani makhunga
Mmmh Mkhulu, yazi I used break-up nentombazane ngendlela engingayiqondi kahle, as time goes on ngithole ukuthi ubengaziphethe kahle and ngavezelwa ukuthi ngineThongo lama-Nono.
Eish sekucacile yiyo kanye lento eshayayo nalowakwami ngake ngasola kodwa yazi nocansi akasafuni njengaphambilini seziyanda inyanga impela singalezi manje mkhulu ukhungana sikwenza kanjani? Nakhona ukhungana ngeke kusidalele inkinga njengoba sikoletanje yena samele adlemagobongo mina ukwembula isipho phela. Yena sengayakubo kocela kodwa aqedile simisa kanjani makunje Mkhulu
Mkhulu Mlaba nginayo lenkinga,sekukaningi ngitshelwa mina ukuthi nginabantu abadala,namaphupho akhona abenokukhomba lokho Uma ngithola izincazelo zawo.Intokazi engibambisene nayo ngizoyighatha Ay syaxabana Mkhulu Kanti yona iyiWele impela.manje angazi noma kuxabana imimoya yini nanokuthi as kungakahlanganiswa maThongo ikuph okunye esingakwenza?
Singakusiza kulokho
@@mkhulumlaba6756 Ngingathokoza kakhulu Mkhulu Mlaba,ngicela ukuzwa izikhathi otholakala kuzo ocingweni ngoba ngikude ngiseMnambithi
From 8h00 ekseni - 20h00 ntambama
@@mkhulumlaba6756 uMkhulu Uma ezohlola ngocingo Kuba Malini,imali uyithola kanjani
063 702 1026 or 076 492 1110 skhulume whatsap or calls
Asibonge
Kubonga thina
Amen ndoda yamadoda siyabonga shuwa imfundiso engaka mkhulu thokoza muntuu omdala nzafika ngilalelisa eyami ndoda mkhulu kamameli mpela mkhulu kodwaa ngithemba uzofunda okuningi ngevidiou yakho mkhulu thokoza kehla thokoza muntuu omdala
Mina ngyezwa inkinga ngzombona kanjani umuntu ukuthi unabantu abadala unemimoya ,mina mangiya kwababknayo bathi nginabantu abadala manje ngyadideka
076 492 1110
@@mkhulumlaba6756 ngicela ukuzwa Uma uhlole ngocingo ukhokhelwa kanjani?
Nginekinga mkhulu mlaba lento okhulumangayo ngiphezu khwayo ngicela isizo
063 702 1026
mina mkhulu bengifisa kwazi kith khungwana kanjan 🙏