Zulu Stick Fight - Qaphela's Games (Sika Sombese)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 19

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 2 роки тому +1

    Hmmm sasinda thina ngokukhula siqhathwa ngeSbhakela wow kulokhu Neva salunga

  • @mzamotry4623
    @mzamotry4623 Рік тому +1

    Le channel ifike late, uQaphela wake waba inkinga ko 2014,2015,2016.... Waaaaaa

  • @sandamagubane3812
    @sandamagubane3812 2 роки тому +2

    le nsizwa ingidlalela kamnandi. ngithanda kakhulu la eyayihlabana khona noSangoma hhayi kwakusheshwa kakhulu isiwombe esimnandi esikilini. muhle umkhono sukaaaaaaa

  • @mlalazikaxhaka
    @mlalazikaxhaka 2 роки тому +1

    Lensizwa inamandla uma ike yakungenela uzowaphansi noma inkanjani,bese futhi iba nesitimu,kodwa ubuchule bokubheka amabala nje avulekile emzimbeni webhungu, noma ukuphosa kahle cha ubuthuntu ke lapho.

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 2 роки тому +1

    Maseven wamkhipha inkani insizwa elindayo ke

  • @khae74
    @khae74 2 роки тому +3

    Isandla sakhe sihle kakhulu uSombese. Kodwa amabhaca ayamtalabha kakhulu, ngoba nalo leli elibalekayo libaleka ngoba selimtholile ekhanda

    • @StickFight
      @StickFight  2 роки тому

      Usho kanje Khae74?

    • @khae74
      @khae74 2 роки тому +1

      @@StickFight ngempela mfowethu. Uyalazi udaba ku7, nakuSangoma, nangu noBhokoloshe naye. Ungalikhohlwa nalela bhaca elalithi "injalo nje" lifike nabo Mdladla.
      Kodwa kulaba abaphatha oscekeza (lamahawu amancane) hhayi uyazenzela uSombese and usazobaqeda laba abafuna ukuzizwa ngaye amandla

    • @StickFight
      @StickFight  2 роки тому

      @@khae74 ngizwa kahle ndod yama doda, ubekile.

  • @mpendulosomntwana8667
    @mpendulosomntwana8667 2 роки тому +1

    Qhu washa.... Idlala kahle impela ubobuza kimi....!

    • @StickFight
      @StickFight  2 роки тому

      Ngazi kahle, nike nancenga

  • @zakhelekhuzwayo2545
    @zakhelekhuzwayo2545 2 роки тому +2

    Qaphela ukhipha ngendlela eyodwa, kulula ukumfunda kodwa ke uyakwazi ukuvika akanaluvalo. Lento efunekayo.

    • @StickFight
      @StickFight  2 роки тому

      Usho kanje mfoka Khuzwayo?

  • @saneleq2267
    @saneleq2267 2 роки тому +1

    Insizwa impela le ehlonphekil inesbindi mpela

  • @bukhulubenkosi2297
    @bukhulubenkosi2297 2 роки тому +1

    Unesandla esihle kant une power

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 2 роки тому +1

    Ngeke bafo ulinyakazisa njalo ihawu lakhe muzomlinda nje ngamuwisa ngeyokuqala inxeba abalazi labafana bayatatazela

  • @saneleq2267
    @saneleq2267 2 роки тому +1

    Iyavika leznsizwa