Sichaza AMAPHUPHO ukuphupha inkomo /izinkomo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 9 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 26

  • @noncedondlozi7256
    @noncedondlozi7256 2 роки тому

    Ngibingelele ngisho ukuthi ngiyaqala ukungena ku channel yakho ngithi Amen 👏👏ngicela ukubuza uma uphupha umuntu eletha izinkomo ngetruck ezibrown ethi ngezami akasangikweleti kodwa athi inkinga ngizokhalela imali yami futhi izinkomo bezikhuluphele ingabe kusho ukuthini👏👏

  • @nqobaninqoe1083
    @nqobaninqoe1083 Рік тому

    Hy unjan bhudi ngisacela ukubuza Uma uphupha uluse izinkomo emadlelwen k

  • @sinenhlanhlalulama3752
    @sinenhlanhlalulama3752 Рік тому

    Uma uphupha abelungu be deliver inkomo emhlophe ingena endlini kuchaza ukuthini?

  • @sontomiya2611
    @sontomiya2611 Рік тому

    kusho ukuthini ukuphupha inkomo ebomvu ikujaha?

  • @yangarasta8549
    @yangarasta8549 2 роки тому

    Ukuphupha inkomo zizala amathole,xajongile zonke isibaya sigcwele ngamathole futhi zizala amawele ezinyo yinyambalala ubuhlanti

  • @xolisilebota2275
    @xolisilebota2275 Рік тому

    Ndicela ubuza bhuti xa uphupha inkomo ezininzi ehlathini zihleli nama thole ndibe mna ndiphakathi kwazo

  • @thokozanizwane6170
    @thokozanizwane6170 2 роки тому

    Mina ngaphupha umama wami engilwisa ethi mangiyolanda izinkomo sekuyahlwa ngafika entabeni ngazifica zibomvu zikhuluphele zitelebhela zidla edlelweni elihlaza kamnandi ngathi ngyazibuthezela ziningi kakhulu ngahluleka ngyehla ngayekhaya wacasuka umama wathi uyazifuna angilali zingekho mengithi ngyabheka ngibona ugogo ozala umama ngazathi wayekhona esivakashele khona ephushweni ngabona ezibuthezela Kahle zabuya kamnandi zamlalela zehla zaya ekhaya ngasinda endukwini NAMI

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Hamba uye ekhaya konyoko Mkhulu uyokwenzela isalukazi esizala unyoko itiye uma singasekho uma sisekhona usihambisele i grosa kunezinto zakho ezizoqaqeka eziningi sikubhekile sinawe ngasosonke iskhathi isona esikukhipha eyinkingeni

  • @SherryGladile
    @SherryGladile Рік тому

    Ngicela ukubuza ukuphupha inkomo ingena endlini ifuna ukugwaza uze uyiwise phantsi uyifase iimpondo

  • @busisiwepauline6634
    @busisiwepauline6634 Рік тому

    Lihlanjululwa kanjani idlozi

  • @nandiphalimane3120
    @nandiphalimane3120 Рік тому

    Uphupha inkomo nengonyama zingena egethini zilandelelana ziyongena kuRontavela apho nam ndingene khona kurotna

  • @lebomakhosi
    @lebomakhosi Рік тому

    Sawbona bhut wam,Mina ngiphuphe inkomo enkulu emhlophe nenkonyane layo ziza Kim but Mina bengizbalekela,,,,unina wenkonyane ubengalwi nam but inkonyane belikhombisa ukulwa nam sakushaya amakhala(amadevu)

  • @BhekithembaNgozo-eu1xh
    @BhekithembaNgozo-eu1xh Рік тому

    Kusho ukuthini ukuphupha usenga

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 2 роки тому

    Ngiyabingelela engabe kuchazani ukuphupha ngiphumela ngaphandle kwe gate ngifice inkonyane elimhlophe nebala elibomvu ekhanda lilele mangsondela kanty lifile mangithi ngyaqaphela kanty lifile. Mangbuka nezinye izinkomo nje ezindala ezingath zimhlophe zifile zilele phansi ngibonge

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому +1

      Molo gogo lokho kuchaza ukuthi ekhaya kini azikho iyodalwa mhlampe zasentshenzwa ukuthi zinifulathele ngoba ubona inkomo ezimhlophe zifile kuchaza ukuthi isdalwa esinilethela inhlanhla sifana nento efile kahle kahle nje mntungwa asikho

    • @malizokhumalo2472
      @malizokhumalo2472 2 роки тому

      @@Sandile_maphisa ngyabonga kakhulu thokoza

  • @Phumlani-x8q
    @Phumlani-x8q Рік тому

    Ukuphupha inkomo iqeda ukuzala inkonyane ilikhotha kusho ukuthini?

  • @mariantswaki2284
    @mariantswaki2284 2 роки тому

    Ngiya bingelela umauphupha inko zilwa egedini kubonakala oshonile maybe ekhonalapho kodwa ewile ephansi gabekicazani na? Ngibonge

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Lokho kuchaza ukuthi iyidalwa zingaphandle kwekhaya kunenkinga ezikhiphayo zize zibe ngaphandle kwegceke Amen

  • @rachelkhoza8835
    @rachelkhoza8835 Рік тому

    Ukupha inkoma ebomvu ihamba nenja