sichaza AMAPHUPHO ukuphupha inkomo or izinkomo part 2

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 10 жов 2024

КОМЕНТАРІ •

  • @brianmbatha1408
    @brianmbatha1408 2 роки тому +1

    Thanks bhuti ushayekhona 🙏 keep it up.

  • @sibusisodhlamini2271
    @sibusisodhlamini2271 10 місяців тому

    Akwande mfowethu🎉

  • @ThokozileHappy-JoyceButhelezi
    @ThokozileHappy-JoyceButhelezi 11 місяців тому +1

    Siyezwa mkhulu kodwa ukuphupha obaba kuyibo abangena beqhuba izinkomo bezongena nazo ekhaya kona kusho ukuthini

  • @NonkanyisoNtuli-l4i
    @NonkanyisoNtuli-l4i Рік тому

    Ukuphupha inkomo ebomvu ikujaha bese ihlala phansi iphinde ixolise ithi bekungafale ingijahe iyaxolisa

  • @sgananda12578
    @sgananda12578 2 роки тому

    Mfowethu ngabe uphuphe inkomo zigijima egqekeni kuchaza ukuthini?

  • @lasembomkhize123
    @lasembomkhize123 Місяць тому

    Sanibona Mkhulu kuchazani ukuphupha izinkomo uhamba ngemoto phakathi kwazo ezinye zikhwelana?
    Nokuphupha izinkomo uhamba phakathi kwazo ngemoto kushayela omunye umuntu wesilisa bese enye inkomo ime Phambi kwemoto izikhulule namba 1&2?

  • @TishaNdlangamandla-q6l
    @TishaNdlangamandla-q6l 7 днів тому

    Ukuphupha ujaha izinkom kubaleke eyodwa emdaka ibaleke enkanjini

  • @SizweZulu-u3v
    @SizweZulu-u3v 7 місяців тому

    Thokoza, ukuphupha inkomo ebomvu ikaka kuchazani ?

  • @rachelkhoza8835
    @rachelkhoza8835 Рік тому

    Ngibingele kusho ukuthini ukuphupha uhlezi phansi ukhuluma nomfazi wesoka lakho kungaliwa mangiphakamisa amehlo ngibone inkomo ebomvu imile nenja ingalwi

  • @VickyKhumalo
    @VickyKhumalo Місяць тому

    Ngiphuphe ngiphahla ngesinufu lesibovu

  • @SpheZikhali-i7o
    @SpheZikhali-i7o 2 місяці тому

    Yazi mina ubaba wami waphupha ebona iyinkomo abangi lobola zisentabeni sengathi ubhuti wami omncane uyayijaha kuyimanje ziyafa zonke akusalanga ngisho neyodwa

  • @richardmelody8865
    @richardmelody8865 Рік тому

    Sacela ukbuza uma ubona bovane ( ants) azingi zihamba endlini....kusho ukthini

  • @mpumiqwabe5990
    @mpumiqwabe5990 Рік тому

    Yebo. Kusho ukuthi I ukuphupha inkomo ihinzwa

  • @nomamsomi2495
    @nomamsomi2495 2 роки тому

    Thank you for this video! Kusho ukuthini ukuphupha inkomo ingena endlini kade kunginakele lutho? Kade ungenzanga msebenzi wen I tried ukuyikhipha endlini yangena ngenkani ngaphandle kokungilwisa?

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Injani umbala inkomo

    • @nomamsomi2495
      @nomamsomi2495 2 роки тому

      @@Sandile_maphisa thank you brother for your response! Was brownish

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Idlozi lasekhaya komama wakho likhombisa ukuthi linawe ngasosonke iskhathi

    • @nomamsomi2495
      @nomamsomi2495 2 роки тому

      @@Sandile_maphisa oh my word this is lovely. God bless your craft brother 🙏🏽

  • @nomthishabalala539
    @nomthishabalala539 Рік тому

    Ngicela ukubuza ngiphuphe izinkomo ezimbili zidlalisana mgemphondo kodwa angikhumbuli umbala wazo

  • @nokwandanyebevu7976
    @nokwandanyebevu7976 Рік тому

    Ukuphupha uhlaba iinkomo ezibomvu ezimbini

  • @moslegodi9866
    @moslegodi9866 2 роки тому +2

    Ndicela ukhulume ngokuphuphihashe

  • @MuziShandu
    @MuziShandu 7 місяців тому

    Ukuphupha inkomo ebomvu enamabala amnyama

  • @mmathapelotselane4528
    @mmathapelotselane4528 Рік тому

    Sawubona ukuphupha kuhlatshwe 4 yezinkomo ezibomvu ngiphethe I schoolbag sinama candles amhlophe ne salt kodwa akusona sami

  • @niknaksniks8358
    @niknaksniks8358 2 роки тому

    Thokoza ingane Yami ewu girl Yona iphuphe izinkomo ezimnyama...zimile nje enye ibizala...izala enye inkomo emnyama...ngicela incazelo🙏🙏

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Yooo ei kubi sisi isdalwa senu sincolile kumele niye kumuntu esihlambulule

  • @NonhlanhlaKhumalo-c7m
    @NonhlanhlaKhumalo-c7m Рік тому

    Ukuphupha izinkomo ezibomvu sihlele phansi egcekeni zigebise amakhanda kushoni

  • @NolwaziMitchell
    @NolwaziMitchell 11 місяців тому

    Ukuphupha inkomo e black n wite ikujaha ngathi ifuna kukuluma but igcina ijika

  • @lpmanyathi6752
    @lpmanyathi6752 Рік тому

    Kunjani bafo mina ngiphuphe inkomo ebomvu ingijaha ngabe kuchazani

  • @lungamakambi6405
    @lungamakambi6405 2 роки тому

    Mangabe uphupha inkomo zikuleqa ngabe kuchazani lezinkomo zibomvu ezinye zimnyama xa ndizibetha ziyandileqa

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому +1

      Ithongo lasekhaya komama wakho khona elingajabule ngakho okwenzayo bayakukhuza mungalaleli uzongena enkingeni enkulu shintsha ukwenza

  • @mihlalityopo6447
    @mihlalityopo6447 2 роки тому

    Thokoza, Ukuphupha umile phakathi kwenkomo eziy'2 ezi brown zimile qha azenzi nto, azina laka nami I'm just standing between them

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому +2

      Ithongo lasekhaya konyoko likubhekile linawe

  • @sbudahpro8974
    @sbudahpro8974 11 місяців тому

    Uma uphupha izinkomo zilima kusho ukuthini bafo

  • @BonganeMadikane
    @BonganeMadikane 11 місяців тому

    Thokuza mkhulu cela ubuza ukuphupha inkomo uyisenga ilale

  • @thembijila421
    @thembijila421 2 роки тому

    Thokoza ngicela ukubuza ukuphupha izinkomo zisedlweni nje zizidlela kusho ukuthini

  • @sanelekunene4545
    @sanelekunene4545 2 роки тому

    Uphupha inkomo ebomvu kuchazani ? Ngiyabongah

  • @mlondeengineering2750
    @mlondeengineering2750 2 роки тому

    Mangabe uphupa enkomo idliwaibhubes kucaza ukuthini

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Ibhubesi lichaza isdalwa noma ithonga elikhulu elinamandla ku shuthi khona la ongenzi kahle khona qondisa iyindlela zakho uzolimala

  • @bhekishabalala335
    @bhekishabalala335 Рік тому

    ukupha izinkomo ezibovu ezinhle ezikhuluphele zingudlambi

  • @NgiLindeMkhonto
    @NgiLindeMkhonto 2 роки тому

    Sibonge kakhulu inkosi ikubusise
    Ngicela ukubuza, ngiphuphe ngisemsebenzini, kunamahhashi enemibala elandelayo
    Black & white
    White & yellow
    White & red
    Umthangala walesbaya ekade ekuso ubumfishane ufika phansi kwamadolo, bengididwe ilokho nje ukuthi umthangala omfishane kangaka
    🙏🙏

  • @amintshabalala2194
    @amintshabalala2194 Рік тому

    Mina bengilima nazo zowu2

  • @pnkfuegoforreal5081
    @pnkfuegoforreal5081 Рік тому

    Ukuphupha zifile sezibolile

  • @PRETTYMHLAWULI
    @PRETTYMHLAWULI Рік тому

    Sawubona mina ngiphuphe izinkomo ezimnyama ngizisaba ngaza kbaleka ngalunywa izinyoka bezilapho dakeni eduze komfula kodwa ngabaleka kunjalo ngaze ngawelela ngaphesheya

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  Рік тому

      Idlozi lakini lingcolile lokho kugcina kuvelela izitha ezimpilweni zenu kodwa likhona lesi dalwa esinilwelayo naso asinamandla ngoba asihlanjululiwe

  • @gracemasina8972
    @gracemasina8972 2 роки тому

    Ubokhuluma uphimise amagama noma ukhulume kakhulu uhlambuluke unakhombisi kungathi ulele please

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 2 роки тому

    Thokoza mkhulu ngicela ukubuza ma uphupha inkomo ezinkulu ezinhle eziyimibala ehlukile zijanquka egedinii lapho engisebenzakhona zazezaphula igedi bekugathi ngiphumile ngiyenkonzwnii mangibuya ngafica zijanquka egedinii inkalakatha zenkomo igediselivulekile ngafika ngilidonsa ngalivala ngaphaphama kanjalo zimile egedini

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Ithongo lakho awukaze ulibikele ngokuthi ukuphi kumele ubaphahle ubatshele ukuthi ukuphi wenzani ubacele behlise ulaka

  • @awandekhumalo9668
    @awandekhumalo9668 2 роки тому

    Ukphupha uthenge inkomo ebovu uygqube uze uyongena nayo ekhaya kuchazani kodwa mangabe ihamba iyashesha ihamba ngolaka

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Lelo idlozi lakho lasekhay komama linawe likubhekile kodwa khona la elingajabule khona ngezindlela zakho

  • @yangakhuphis0648
    @yangakhuphis0648 2 роки тому

    Thokoza ma uphupha inkomo ebomvu enempondo ezinkulu ikuleqa ifuna ukuhlaba kutshuthin

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Kusho ukuthi idlozi lakuboka mawakho alijabule neze ngezinto ozenzayo lizoze likudalele ingozi if ungashintshi

  • @ntombithethwayo4436
    @ntombithethwayo4436 2 роки тому

    Ngicela ukubuza uma uphupha izinkomo ezinombala owodwa obomvu ziyidlanzana kusho ukuthini

  • @rainthorndike9460
    @rainthorndike9460 2 роки тому

    Kusho ukuthin ukuphupha izinkomo uzelusile zinamankonyane zimixile ngecolour

    • @Sandile_maphisa
      @Sandile_maphisa  2 роки тому

      Ukubingelela nje ngane yakwethu bekuyini

    • @thepatriot234
      @thepatriot234 Рік тому

      Sawubona mnewethu, ngicela uchaze ngokuphupha umhlambi omkhulu wezinkomo ezibomvu nezimnyama.

  • @patriciamakhoali1109
    @patriciamakhoali1109 2 роки тому

    Thokozani ekhaya labadala.Ngicela ukubuza ukuthi Uma uphupha uyinkomo enenkonyanyane futhi ubukekeka uyinonkomo eureka inositol noma ionizing kuchazani lokho.Thokoza

  • @johannatsubi6159
    @johannatsubi6159 2 роки тому

    Thokozani ukuphupha uphushi etractor kuchazani