ukuphupha inkomo (Cow) 0747058365 for consultations

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 18 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 41

  • @bucihzondi4032
    @bucihzondi4032 5 місяців тому

    Thokoza Gogo...👏 Syabonga kuyezwakala

  • @BESTIE248
    @BESTIE248 Рік тому

    Siyabonga ukusicazela amaphupho gogo ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha izinkomo ezobomvu langaphasi emzimbeni nasemleni zimhlophe ziphuza amanzi emfuleni omkhulu

  • @mpendulomambamammba8845
    @mpendulomambamammba8845 3 місяці тому

    Siyabonga Nami ngisacela kubuza ngivuke nephupho ngendlula khwamakhelwane ngibona bahlaba inkomo iyabehlula about two people kodwa mina ngafika ngayihlaba yawa

  • @rainthorndike9460
    @rainthorndike9460 2 роки тому

    Amen mama ngisacela ukubuza kusho ukuphupha izinkomo uzelusile zinamankonyane zingafani ngombala kukhona nemhlophe enenkonyane elimhlophe

  • @prettymkhwaa1367
    @prettymkhwaa1367 2 роки тому

    Syabonga incazelo;mina bengicela ukubuza;ma uphupha inkomo ezinengi zihamba lo melusi wazo kodwa bezicakile njalo ziwomile zifuna amanzi.

  • @brianmbatha1408
    @brianmbatha1408 2 роки тому

    Thokoza Gogo thanks khakhulu ushaye khona.

  • @portiamodiba2555
    @portiamodiba2555 10 місяців тому

    Thank you so much for always clarifying our dreams for us, may God bless you and your

  • @mthokozisincube1246
    @mthokozisincube1246 4 місяці тому

    Thokoza gogo, asibonge

  • @Spencermthunzie
    @Spencermthunzie Рік тому

    Morning linjan ngicela lingisize kushon ukuphupha uyinyanga usiza abantu ngiphuphe ngizbona ngilapha abantu bebanengi belayinile kuthi ngibasize kungabe kushoni lokho ngiyabonga.

  • @mvikelitshabalala1860
    @mvikelitshabalala1860 Рік тому

    Waze wabeka kahle nkosazana, awuxhamazeli uza kahle kancane awujahile. Uyabona Kala ukuthi uyayazi into okhuluma ngayo awungathekisi

  • @cedrickxulu760
    @cedrickxulu760 4 місяці тому

    Emakhosi, ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izinkomo ezimhlophe zihlwa inkunzi eBrown n white zizihambela edlelweni?

  • @SaneleNgobane
    @SaneleNgobane 17 днів тому

    Thokoza gogo mahlase ngivuke nephupho lezindlovu enye yazo yangena endlini lapho ngihlala khona yaphuma nebhakede elimhlophe lamanzi

  • @CynthiaThembeni
    @CynthiaThembeni 14 днів тому

    Kusho ukuthini ukuphipha uwela odakeni uthi uyogibela ibhasi ugqoke iuniform noma uthi uyofika ekhaya uwe kodwa ugcine ufikile

  • @thandoszwide769
    @thandoszwide769 Рік тому

    Thokoza👏

  • @nomamsomi2495
    @nomamsomi2495 Рік тому

    Hello gogo! What if uphuphe inkomo ingena ekhaya uzame ukuyikhipha ingene ngenkani futhi ingakulwisi futhi ingakulimszi ewumbala brown

  • @freedomfreedom2464
    @freedomfreedom2464 Рік тому

    Thokoza Gogo, mina ngphuphe inkomo izama ukungigwaza kodwa mayithi iyangigwaza impondo zayo zinqamuka zibabthaka

  • @musawenkosiclerencemyeza4201
    @musawenkosiclerencemyeza4201 2 роки тому

    Uma uphupha inkomo kungathi ilimele phansi kwezimpondo iza kuwe kodwa uyshaya khona kulezi londa?

  • @sibandathulie7113
    @sibandathulie7113 2 роки тому

    Mina ngiphuphe inkomo eziningi lembuzi konke ledonki ngabe kutshon? 👏

  • @mondlidladla4835
    @mondlidladla4835 2 роки тому

    Ngicela ukubuza mina ngiphe inkomo ingaphakathi kweceke kodwa kuthiwa lenkimo akusiyo eyakithi inkibi nje ebimnyama ngizama ukuyikhipha ngesango iyala ayifuni ngabe lokho kusho ini ?

  • @JosephManana-tb3jx
    @JosephManana-tb3jx 6 місяців тому

    Kusho ukuthini uma inkomo yomshado ikhulelwe

  • @sibongilengenzeni2274
    @sibongilengenzeni2274 Рік тому

    Sawubona gogo bengicela ukubuza ukuphupha izinkomo zikhwelana kucazani

  • @sibuleletakata6957
    @sibuleletakata6957 Рік тому

    Ngicelubuza Uma uphupha udontsa inkuni ngenkomo besukubakho ebomvu ebanolaka zibhijele omunye bendihamba naye imhlabe ndizame ukumhlangula ndiyibethe lixelani?

  • @bubelenyoni3365
    @bubelenyoni3365 2 роки тому

    Mna ngiphuphe ngilele ecelekwenkomo ezibomvu silamabala amhlophe angaz kungabe kutshoni

  • @mandlamabutho4686
    @mandlamabutho4686 2 роки тому

    Mina ngiphuphe izinkomo zizala amawele

  • @smangelemncwango627
    @smangelemncwango627 2 роки тому

    Thokoza gogo mina ngiphuphe izinkomo ezimhlophe eziningi zingaphandle komuzi ngadabula Phakathi kwazo azikaze zingenze lutho

  • @simongwenya978
    @simongwenya978 2 роки тому

    Thokoza gogo mina ngiphupha inkomo ezinengi imibala yonke isidla ngiphinde ngibone imbuzi lazo ngokunjalo

  • @JosephManana-tb3jx
    @JosephManana-tb3jx 6 місяців тому

    Thokoza gogo kusho ukuthini uma inkomo yoku hlabisa I tholakala ukuthi ikhulelwe

  • @BoseyongNsakwa
    @BoseyongNsakwa 7 місяців тому

    Sawubona ukuphupha utshiswa ngumlilo kutshoni thokaza gogo

  • @blondiedumisile8654
    @blondiedumisile8654 Рік тому

    Dloz Lami khanyisa

  • @charityndlovu2423
    @charityndlovu2423 9 місяців тому

    Kutshoni ukuphuphabinkomo isidla untshani bendlu

  • @phumulanihillarious2867
    @phumulanihillarious2867 Рік тому

    Sawubona bengicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha kuthiwa gwaza inkomo kodwa ugcine ungayigwazanga

  • @irvinpisanie9054
    @irvinpisanie9054 2 роки тому

    Enkosi gogo

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому

    Makwande m
    Mkhulu🙏

  • @khanyisaniluthuli4242
    @khanyisaniluthuli4242 2 роки тому

    Uma uphupha imbuzi ke

  • @thembelihlenzimakwe7105
    @thembelihlenzimakwe7105 8 місяців тому

    Ukuphupha inkomo iza bese hlalaphambi kwakho iythulele ikbuke ngicela ukbuza kuchazani gogo

  • @ThulaneAndriesMagagula
    @ThulaneAndriesMagagula 5 місяців тому

    Thokoza Gogo

  • @NduduzoZithelo
    @NduduzoZithelo Рік тому

    Ukuphupha inkomo esundu enenkonyane elinomvu

  • @onelemangxola1994
    @onelemangxola1994 2 роки тому

    Mawuphupha inkuku nenkomo zimnyama zoyi 2 ibeseyi the thela bulongo

  • @tzkcomedyentertainments2397
    @tzkcomedyentertainments2397 2 роки тому

    Mna phupha inkomo ezityebile zinkulu ziyadla edlelweni

  • @PhezileMagadla-ls9wv
    @PhezileMagadla-ls9wv Рік тому

    Thokoza

  • @Spencermthunzie
    @Spencermthunzie Рік тому

    Morning linjan ngicela lingisize kushon ukuphupha uyinyanga usiza abantu ngiphuphe ngizbona ngilapha abantu bebanengi belayinile kuthi ngibasize kungabe kushoni lokho ngiyabonga.