Ayanda Msweli Foundation | Akwaziwa Mbantshi Kujiya

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 29 жов 2023

КОМЕНТАРІ • 143

  • @siyethembanosipho2607
    @siyethembanosipho2607 8 місяців тому +19

    Usisi akakwazi ukuchaza uzifanela nami, siyabonga baba Nongalo usizile kakhulu

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 8 місяців тому +11

    Udadewethu uqinisile ngokuthi ucc avalwe but ke ngokwamalungelo esintu uma sesiwalandela kahle kungasingenisa nzulu ngoba ucc has got rights to live her life without boundaries zokuthi fanele manje avalwe ngenxa yokuthi khona abamxhaphazayo yet abanalungelo phezu kwe life yakho.I know this is deep to be understood especially in South Africa la kungekho mthetho namalungelo abantu ebukelwa phansi.Watching from 🇬🇧

  • @desertrose2907
    @desertrose2907 8 місяців тому +9

    Siyawubonga umsebenzi wakho🙏🏾

  • @unitedcolorsofafrica2027
    @unitedcolorsofafrica2027 8 місяців тому +16

    Waze wangaka nami, ngoba kwamina I have anger and pain that I've been carrying all my life ngokuhamba kwabazali bami, loosing our home and being homeless.

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 8 місяців тому +1

      I love you so, you are beautiful my dear,I also have been through the most in my marriage

  • @Syamthembu5
    @Syamthembu5 8 місяців тому +7

    Uyindoda BabuMsweli ♥️💯 🙏 umsebenzi owenzayo eSouth Africa 🌍 mkhulu kakhulu baba ukusiza abantu abamnyama #usizilomuntuomnyama .
    Sinzima isitori sikasisi uhluleka nokuchaza sengifisa kutholakale umama abuzwe ngoba usaphila yena

  • @businzama6939
    @businzama6939 8 місяців тому +4

    Ayy baba uMsweli inkulu indaba efihlwayo la umama akalungile ngeke kwaze kwabuhlungu

  • @StaciaBonke
    @StaciaBonke 8 місяців тому +1

    Baba nkulunkulu siza.lobaba wakamsweli umfihla🙏🙏umbiyele njengamadoda esizwngaw kwafundwa ngawoasindiemlilweni unosizo ulukhulu komthumekhona uyakwenzababa mufihle nqabayami enqabeni yakho nkosi🙈🙈mfihle

  • @thokomhlongo1288
    @thokomhlongo1288 8 місяців тому +7

    Nongalo makwande, mina bengithi usisi abamvale angasatholi abantwana and also bamhambise ekhaya labakhubazekile, izingane zika sisi amasocial worker azithathe aziyise ekhaya lezintandane.

  • @NokulungaMagubane
    @NokulungaMagubane 8 місяців тому +2

    Syabonga babu Msweli umsebenzi wakho mkhulu futhi nathi esingaphumeli obala ngokuhlukumezeka kwethu emakhaya mmmh kunzima kakhulu

  • @DManors102
    @DManors102 День тому

    Yayazi indavundavu into engalandeleki.

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 8 місяців тому +7

    DNA Babu Msweli bese kukhulunywa ke

  • @phumzilezamaswazi9540
    @phumzilezamaswazi9540 8 місяців тому +8

    Kunzima kubuhlungu ngempela kodwa nalomama akanalo iqiniso umama otheni lo onikela ngengane yakhe azi kahle ukuthi ingane ayilanga💔💔

  • @ningroupndumu5413
    @ningroupndumu5413 8 місяців тому +2

    Ay kwaNongoma bangcolile ziningi izigameko ezjnje ngalezi(ngisho labo abathize ay bonke)

  • @user-uy6ru9kh2n
    @user-uy6ru9kh2n 10 днів тому

    Ubakhiphelani ngoba uzozidlela imali wena uphume kulezikhohlakali ai😊

  • @NoziphoNxele
    @NoziphoNxele 5 місяців тому

    Uqhubeke baba ubasize abantu Siyabonga kàkhulu u Nkulunkulu akwenze kahle

  • @nombusonombuso8960
    @nombusonombuso8960 8 місяців тому +1

    Siyabonga baba ukuba umkhokhele udadewethu kunzima khona

  • @MbaliMadlopha-kp6nb
    @MbaliMadlopha-kp6nb 8 місяців тому +2

    Cha baba uyakwazi ukwakha umuntu liyangihlaba leli lesevatho kodwa unetshe othandaza nalo.awu nayi inkinga yendaba kwaze kwakuningi kuyadida😢

  • @thobekamkhwanazi6421
    @thobekamkhwanazi6421 8 місяців тому

    Uqinisile mr msweli ekhaya noma kunganjani kusekhaya mizi nemizi inezinkinga zayo mhlawumbe uwena obekelwe ukthi usize ikhaya ngezinkinga nokulakha ushitshe ubulona

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 7 місяців тому

    Mmhhh Kodw lempi eKwaNongoma Kaz KwenzaKalan ngempela Kodw KonKe siKubeKa ezandlen ziaKamdali Siyabonga Nongalo 🎉🎉🎉

  • @NikittaMagwaza-lg9hl
    @NikittaMagwaza-lg9hl 8 місяців тому +1

    Kodwa emva kwakho Konke. Cc ungumama wakho. 🙏. Kumele umxolele futy ungaphikisani naye. Kungenzeka kube uNkulunkulu okuvivinyayo for ukukunika I sibusiso.

    • @sanelisiwemnguni8027
      @sanelisiwemnguni8027 8 місяців тому +2

      Ukhuluma into ongayazi wena. Owakho umama wake wanikela ngawe noma ngengane yakini ukuthi idlwengulwe?

  • @user-vr8nd4iv4i
    @user-vr8nd4iv4i 8 місяців тому +7

    Unganqmuleli woza nje 😅 kuhlekwa nomakufiwe cela ningixolela

  • @kubusamqadi
    @kubusamqadi 8 місяців тому +1

    Ey baba Msweli emhlabeni kunzima bt makusakhona wena kuningi okusazovela inkosi ikugcine njalo nomsebenzi omuhle owenzayo 😢🥹🥹

  • @nobuhlewinnie7714
    @nobuhlewinnie7714 7 місяців тому

    Syabonga baba uNsweli nomama wakhe udinga usizo

  • @sammyUnderscore_101Sa
    @sammyUnderscore_101Sa 8 місяців тому +1

    Kunzima baba Msweli, umkhuba usekhaya ziyawunuka umgqakazo. Ake siqale emaphoyiseni sithole ngecala elafakwa nokuthi laphelelaphi.

  • @ronniencane9898
    @ronniencane9898 8 місяців тому +2

    Lungisa inhliziyo ccyWam, yeka ukuba nolaka🙏🙏

  • @thandugonose9769
    @thandugonose9769 6 місяців тому

    Yhooo baba ngiyamhlonipha uNkulunkulu wakho.

  • @nombusoyaka4965
    @nombusoyaka4965 8 місяців тому +5

    Ulimale lomtwana kakhulu une Anger kakhulu 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

    • @Syamthembu5
      @Syamthembu5 8 місяців тому +1

      Ulimele kakhulu yazi uhluleka nokuchaza kunzima eMzansi😭😭😭😭😭😭

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 8 місяців тому +6

    INZUKAYKEYI NGEMPELA
    Mina ngingathi akwenziwe i DNA kubo bonke kuzovela ukuthi ngubani

  • @sunflawa
    @sunflawa 8 місяців тому +9

    Umbuzo kababuMsweli at 9:05... A mentally ill/ unstable person can't consent... Therefore this is r*pe ... Nom usisi enemizwa noma engenawo... Unukubeziwe

  • @unitedcolorsofafrica2027
    @unitedcolorsofafrica2027 8 місяців тому +3

    Bab Msweli, u address serious issue, bcos I know unamahlaya, ngibuye ngihleke ku serious. God bless you

  • @andilemzila9046
    @andilemzila9046 8 місяців тому +2

    Yaze yanzima indaba yotshwala 😢 ngiyazwelana nodadewethu omdala ei

  • @Amusementvidyoz
    @Amusementvidyoz 8 місяців тому

    Hai ngeke unongoma Ubuntu beslisa bangle we imimoya emibi. Sekwathi nhlo unongoma inegemegeme ezibuhlungu futhi.Ngabakhulekela kodwa sengathi inkosi ingahambela nakubo.

  • @Ndabenhle_mkhize1
    @Ndabenhle_mkhize1 8 місяців тому

    😢😢😢 kodwa Bab'Msweli uyiNgqwele👑👑👑👑🥰🇿🇦🌍✍️🧠✍️🙏💯

  • @sanelisiwemnguni8027
    @sanelisiwemnguni8027 8 місяців тому +3

    Eyi abazali bayakwazi ukusibulala sibe sizalwa ibona😢

  • @mlondimshengu6274
    @mlondimshengu6274 8 місяців тому +3

    Mama wu mphehli wodweshu

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 8 місяців тому +3

    Inzimake leh.

  • @mpufudiana3746
    @mpufudiana3746 6 місяців тому

    Umsebenzi wakho bab Msweli muhle unkulunkulu akubusise

  • @mlondimshengu6274
    @mlondimshengu6274 8 місяців тому +8

    Inkulu lento ngaythatha kancane

  • @tholakelemabaso9043
    @tholakelemabaso9043 8 місяців тому +6

    Shame usisi usalimele kakhulu emoyeni bakithi inhliziyo isathwele kanzima 😢😢

    • @agnesnkosi1424
      @agnesnkosi1424 8 місяців тому

      Baba msweli siyabonga kakhulu umsebenzi omkhulu kangaka owenzayo esizweni sakithi.ujehova akulonde kunye neqembulakho.u ccmakathole ukuphola emoyeni ukuze akwazi ukusoza udadewabo kulesigameko abhekane naso.yibuhlungulento iyashaqisa kakhulu.unkulunkulu makamuphe amandla u cc ujehova amuphe andla.

  • @siziwemgube4530
    @siziwemgube4530 8 місяців тому

    Mmm yaze yabuhlungu imro😮

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 8 місяців тому +2

    Kuqinisiwe makuthiwa igoli liyawona umqondo

  • @user-th2jc3sd5h
    @user-th2jc3sd5h 8 місяців тому

    Mmmmmh nkosi ibanalo cc umbheke

  • @sbonisosabelo7051
    @sbonisosabelo7051 8 місяців тому

    Impicabadala ke leh Msweli asethembe bazosizakala

  • @NtokozoMajola-cd4cc
    @NtokozoMajola-cd4cc 8 місяців тому +2

    Yaze yayinkinga lendaba kadadewe2 😢😢😢

  • @mlondimshengu6274
    @mlondimshengu6274 8 місяців тому +1

    Babumsweli lo cc akahlalanga nomama wabo kfanele acabange kanje

  • @nomamazibuko1573
    @nomamazibuko1573 3 місяці тому

    Yeboooo sisi xolela

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 8 місяців тому +1

    Igoli Lona alilungile liyawudla umqondo🤞

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge 8 місяців тому

      Ngike ngizwe belisho ngezimanga zalo mina ke ngake ngaba kulona kodwa ngasheshe ngaliqhelela ngabuyela emakhaya

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 8 місяців тому

    Yebo baba ikhadi lomuntu wakhe wonakele Lomama yazi utbengisa nengane yakhe cha bayaludinga usizo

  • @Cazza321
    @Cazza321 8 місяців тому +2

    Kwakhala nyonini kwa nongoma bakwethu !

  • @SmangeleSbiya-po2tv
    @SmangeleSbiya-po2tv 6 місяців тому

    Ai yaze yanzima indaba 😢😢😢😢😢😢😢

  • @user-xe6my8hf9p
    @user-xe6my8hf9p 8 місяців тому +1

    Umama nj Lona ukhohlakele naye mekumele aboshwe

  • @Xoliemarwanqana-eo7nv
    @Xoliemarwanqana-eo7nv 8 місяців тому

    Inkonzo yoxolo is very important ask me i wil tel u what happened after my father died in 2022 December mi brother living miserable life ngenxa nje ye dwala lentliziyo lungisa cc ngo
    Ku asaphilayo umama 😢

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 8 місяців тому +1

    Ei Kodwa Nongoma kwakhala nyonini ngampela

  • @NokulungaZulu-lp9yt
    @NokulungaZulu-lp9yt 4 місяці тому

    Kwaze kwanzima emhlabeni esphila kuwo

  • @sindimbense2623
    @sindimbense2623 6 місяців тому

    Hayi mina agiqhondi nqindi nasibhakela ,,hayi ngiyasala

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 8 місяців тому +1

    Baba Msweli I DNA ezosiza la

  • @sithulingobese5512
    @sithulingobese5512 4 місяці тому

    Kwaze kwakubi emhlabeni ingabe alibhubhi ngani ngoba sekwenele nhamanyala

  • @user-vd6ro2ig7j
    @user-vd6ro2ig7j 8 місяців тому +1

    Cc Waze wawenza umsebenzi omuhle inkosi ayibe nawe kuze kulunge

  • @mbekezelimeluleki1544
    @mbekezelimeluleki1544 8 місяців тому +1

    Kwaze kwabudlungu kodwa bayasiphoxa abantu bakwanongoma

  • @andilemzila9046
    @andilemzila9046 8 місяців тому +1

    Engathi engasizakala udadewethu agcine ehlala endaweni ephephile

  • @madondo_mwelase
    @madondo_mwelase 8 місяців тому +1

    😢😢ay kuningi, ngavele ngangazi ngthin makunje🤦😔

  • @Mshazii
    @Mshazii 8 місяців тому +1

    Loludaba ngsabathe ngyalulandela ay ngyasala. Indlela aluxoxa ngayo ucc impela ukube uMsweli ubengekho kuningi obekzongshiya.

  • @nhlanhlakhumaloh
    @nhlanhlakhumaloh 8 місяців тому

    Usisi akakwaz nje ukuchaza istory. Indaba yakhe imanhlalunhlalu

  • @zodwaamanda7589
    @zodwaamanda7589 8 місяців тому

    Ufun ukuboshwa loMama usile yhuuuuuuu umzali otheni nalona bakithi yhooooooo usile loMama

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 8 місяців тому +3

    Insumansumaneke lee👈👈🤞🤦‍♀️

  • @khulekanidladla8409
    @khulekanidladla8409 8 місяців тому

    Inkonzo yoxolo ngiyakuzwa msweli

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm Місяць тому

    kabamkgiohe isibeletho engazali

  • @NozukoMbhodiya-hi2ni
    @NozukoMbhodiya-hi2ni 8 місяців тому

    Nkosi yami ...nalena nje yiNzukazikeyi ...kodwa BabuMsweli will get to the bottom of this

  • @khulekanidladla8409
    @khulekanidladla8409 8 місяців тому +1

    Inzukayikeyi Lena nongalo

  • @user-rg3jp7kk4b
    @user-rg3jp7kk4b 8 місяців тому

    Ekazi iyozala nkomoni!!!

  • @user-lg5yu8iv3o
    @user-lg5yu8iv3o 8 місяців тому +1

    Hau ai akyena umama wenu lo
    Angbon ukut abazali babo laba💔

  • @user-ou2be5dx5c
    @user-ou2be5dx5c 8 місяців тому

    Tjo lubuhlungu udaba nakuba olwendlalayo ehluleka nje lumanhlembunhlembu usuka lana agxumele leeee kudideke noBab’uMsweli

  • @PrettyMotloung-bw6ct
    @PrettyMotloung-bw6ct 8 місяців тому

    Kwaze kwabuhlungu engathi engavela or bengavela lo omumithisayo

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 8 місяців тому

    ISIGODI ISOUTH AFRICA 🌍

  • @SibalukhuluDlamini-ge3ju
    @SibalukhuluDlamini-ge3ju 8 місяців тому

    Msweli

  • @khulekanidladla8409
    @khulekanidladla8409 8 місяців тому +1

    Amakhandi 3😂😂😂😂😂😂

  • @mjmeternal2696
    @mjmeternal2696 8 місяців тому

    Hhawu kodwa kwangenani ehlalankosi?

  • @nomamazibuko1573
    @nomamazibuko1573 3 місяці тому

    Uzoshaya imbuzi nge card😂😂😂

  • @emilydlamini6666
    @emilydlamini6666 8 місяців тому +1

    Number one...Amen...Baba Msweli...kaxole...umzali ngu Mzali akujiki...uyamqondisa u Sisi...Nongalo...🎉🎉🎉

  • @EvelynFundile-qh5jl
    @EvelynFundile-qh5jl 8 місяців тому

    Kubuhlung khon angfun kungasho mengb wen ngakofik kuw kulul kuth nenhliziy emb eiy nkunzim shyme emhlabeni

  • @percycele4588
    @percycele4588 8 місяців тому

    Kodwa Nongoma uluthwele usizi.

  • @user-lo3el2qj9n
    @user-lo3el2qj9n 8 місяців тому

    Baba impela umuntu inentoyakhe uzosithola baba isoxazululo mina ingaphezukwami Kodwa wena ngeke uhluleke

  • @sbahlebuthelezi8867
    @sbahlebuthelezi8867 8 місяців тому

    😢😢😢

  • @user-vp7fh5du1g
    @user-vp7fh5du1g 6 місяців тому

    Inzima le

  • @sindymbau5255
    @sindymbau5255 8 місяців тому +8

    Yoo everyman mentioned must be tested

  • @user-rl7xi3mr7b
    @user-rl7xi3mr7b 8 місяців тому

    Windoda baba umsweli uyakha uyazi

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 8 місяців тому

    Inzukazikeyi uqobo Lena

  • @mthobisingidi2007
    @mthobisingidi2007 8 місяців тому +5

    Yaz yabuhlung into engiyizwa ngamadleb ami😢😢

  • @bettybetty5376
    @bettybetty5376 8 місяців тому

    Isphambano esingaphezu kweAblence

  • @zamohlangu9388
    @zamohlangu9388 7 місяців тому

    Thanks!

    • @zamohlangu9388
      @zamohlangu9388 7 місяців тому

      Africa my home..Africa my continent.. Bab' Msweli sibonga kwedlula izandla umsebenzi wakho. Iconsi ligcwalisa ibhakede.. from Arizona. United States of America inkaba ise Hlokozi-Highflats-Jolivet.

    • @zamohlangu9388
      @zamohlangu9388 7 місяців тому

      Africa my home..Africa my continent.. Bab' Msweli sibonga kwedlula izandla umsebenzi wakho. Iconsi ligcwalisa ibhakede.. from Arizona. United States of America inkaba ise Hlokozi-Highflats-Jolivet.

  • @Batazangaye
    @Batazangaye 8 місяців тому

    My Cousin was once accused of rape which his mentally disturbed 💔 n he never tasted a woman 😢😢but he was relised after 5years.😭 So DNA is needed there n if they find that loyoBaba mbumbulu is responsible kyofanele noMamaloyo aboshwe🤞🤞🤞

  • @Madudo_Mvuna
    @Madudo_Mvuna 8 місяців тому

    😶

  • @sikhasikhangele3170
    @sikhasikhangele3170 4 місяці тому

    Uukudonsa ngentwk yasezulwini

  • @JoycePhumelele-po3xe
    @JoycePhumelele-po3xe 8 місяців тому

    Uyancomeka umsebenz wakho

  • @minenhlenelly2510
    @minenhlenelly2510 7 місяців тому

    Ai ucc shem akakwazi ukuchaza

  • @user-lk2xf3ht6t
    @user-lk2xf3ht6t 6 місяців тому

    Yindida le nto ka sisi

  • @user-ce6dm6io2e
    @user-ce6dm6io2e 8 місяців тому

    Uqaphele ushevu yikho bakuxosha bayabona ukuthi uzobona zonke lezizinto, naye lomama ayimthandi lendoda

  • @brotherb5076
    @brotherb5076 8 місяців тому +1

    Ubaba unedrower ,uneshalofu , isutkesi lensimbi isikhwama lesi sabameli esinamashalofu phakaty unebhokisi elingavulwa 😅😅😅

  • @nomamazibuko1573
    @nomamazibuko1573 3 місяці тому

    Ngicela ukubuza uma uhlale eGoli kushintsa inqondo yini. Noma umuntu ushintsa ngoba eyithatha yena. IGoli alenzi lutho idolobha nje

  • @hlengiwemchunu6344
    @hlengiwemchunu6344 8 місяців тому

    Ai sisi uthandaza ubaba wethu wasezulwini kundawo ethi usithethelele amacala ethu njengoba nathi sibathethelela abasonayo wena uthini ngoba sithethelelwa zonke insuku