What is the point of social workers and police if this old lady can't even get help? Other countries take this seriously and the offender would be in police custody within 24hours. Manje bathini abantu bengatholi lincedo kubapathi mandla? Siyabonga Baba Msweli iNkosi ihlale ikwenzela okuhle.
Baba syabonga umsebenzi wakho usize njalo baba andazi mna lama polisa afuna obuphi ubufakazi or bafuba aphinde onye or lona futhi abeseke mbulala bazojabula💔💔💔💔💔💔💔💔
KZN is dysfunctional in many departments,be it health,education,police same whatsapp group,poor services but they strike for a pay raise,pathetic! Give services that are worth the salary you are demanding
Le police station yase plesses leyer ibolile ayivalwa Ngan ngoba ivikela abasolwa ngyakhumbula udaba lwengane Ena 4 yrs eyabulawa isangoma sayifaka estamukokwen kodwa zange siboshwe Yaz ibuhlungu lento Yale police station
Bab'Msweli you're doing a great job exposing this. As ubaba myself wezingane ezincane loku kungizwisa ubuhlungu obukhulu. Ngathi bangaluthola usizo
💔💔💔💔💔
Umuntu nje odlwengula ingane, akadingi ukubikwa emaphoyiseni. Fanele athathwe yizinsizwa or amadoda endawo, aye esmobeni or ehlathini, amsike amasende ophe aze afe..Sikhathele nkos yam, sikhathele😢
Impela nje sisi
Mina ngabe akasekho egcekeni lam Nkosi yam ngeke nghlale nomdlwenguli ebulala ikusasa lengane ena2 years ngsho kungathiwa owegazi.Ngeke kwehle nokudla nje nghleli noSathane
Xa bethi ahambe apho azaya khona awekho amadoda angamdlwengula😢😢😢, URulumente failed us eMzantsi.
SAPS ,Detectives ,NPA failed us dismal as Country 😢 sibuhlungu istori salengane
Ngabe sengizithathele umthetho ESANDLENI ingane Eno 2yrs k'bhlungu kakhulu
Yabona eMzansi izinto zonakele kakhulu kusekude futhi kuthi kulunge 💔💔💔💔💔💔 thina sizwe esimnyama sicindezeliwe, ingalo yomthetho nohulumeni bayadlala nje kakhulu ngomuntu omnyama uma ungalivuli icala bathi iyazibambela uma uyolivula futhi bayakunqabela ulivule senzenjan 💔💔💔💔💔💔💔.
Siyabonga Ngwenya ukusiza umuntu omnyama 🙌🙏
Siyabonga tata msweli ngokumela isizwe esimnyama god bless you awenzeli wena wenzela abantwana bakho.
Sewandile lomkhuba Nkosi yami asisazi ukuthi senzenjani ngaba namaphoyisa awasizi ngalutho😭😭💔
Awasizi futhi okwangempela Senze Jani Jehova
Into nje ethi phoyisa ngiyinyanya kabi nx.....dankie baba uMsweli
Keep up the good work BABA MSWELI
Akaboshwe babumsweli amaphoyisa ase peaceslayer awasebenzi okwangempela
Ay nawo nje umndeni ngiyakugxeka nomama wengane ngiyamgxeka nithuleleni zamani ngayoyonke ndlela yabona ukube eyami lengane elimele cabanga 2yrs 😢😢😢😢umama u Thule nje ulinde umthetho kume bengowami lomtwana bengizombulala. Umenzi shym cha nizongixolela kubuhlungu enganeni kakhl syathinteka singabazali angeke nje mina ngilale nje lenja isaphila 2yrs 😢😢😢😢2yrs mama wengane umhelo uyephi yaz ngingadela kwasani nisho ngabe ilunga lomndeni aycha nizongixolela nami nginaye girl ona 2yrs ngingafa nokufa
Kodwa baba Msweli waze wabuthwala ubunzima kwa wena , kunzima 💔💔 mndeni nxeseni hle.
Uyasebenza baba umsweli from Botswana
I love how abo bhuti abadala are talking charge and want justice ⚖ ❤😊the damage done on that child 😢😢😢
💔💔💔💔💔💔💔kunzima ngiyawazondo mn lawomaphoyesa
Ngokwazi kwami police station kuvulwa icala amaphoyisa abophe. Bese inkantolo yehlulele noma isho ukuth ubufakazi abanele kuth lingathethwa icala.
Cha bengingazi kuth amaphoyisa eseyajaja kuthi lelicala ngeke lingene enkantolo. Pho kanti livulwa kanjan icale lomuntu ofile ngoba usuke engasekho ukuzisholo kuthi ubulawe ngubani.
Wayibeka mfo
Best question ever❤
Umbuzo wam uqonde nqooo emaphoyiseni uma lento yehlela ingane ezalwa yiphoyisa bangasho njengoba besho kulomndeni yini?💔💔😭😭😭hhay xeim police officers you're failing us lomseshi owafika kugogo ngimhalela ngenkulu impama,ewumunt wesfazane ebazi ubuhlungu bokuthwala ingane for 9months,qede ethi umgodoyi ungathintwa😭😭😭😭wenziweni wondliwe khona laykhaya adlwengula khona hhay maan 😭😭💔💔💔sesihlukunyezwa yiwo uqobo amaphoyisa
Yooh Jehovah mina angazi if umthetho uneka ezandla ungasisizi kumele thina senze njani njengomphakathi💔💔kubuhlungu kuyaqaqamba😓😓
Usungaze uzibambele wena umthetho ngoba eyamaphoyisa ayikho
Babumsweli kuhle umsebenzi wakho siyabonga
Hawu sehlulekile umthetho wasemzansi ngenelelA mdali wezulu asazi sobalekelaphi Maye Nkosi yokukungA
Kunzima yezwaaa😢........yabona lelizwa liyasha , futhi nje..........nkosiiiii
Engabe sizozifihlaphi izingane zethu Uma ziphindeka zibanjwe ekhaya lafa elihle kakhulu💔💔💔
😰💔💔💔
Keep up good work Babu Msweli abanjengawe abahlali kulomhlaba
Inkulu indaba ne police station edaluliwe 😢 it’s the second video I’m watching and justice for kids was not served 😢
Gud boys nenze kahle namsusa lodoti mbulaleni
Syabonga baba Msweli ngosizi onalo
Yabona Lento ingzwisa buhlunguuu obubi
Labototii bamaphoyisa angasile nalowulu Meniii obolile akunabu fakazi obudingekala ngoba iyasho ingane Nomdeni labo Raaabishi Baty ngeke lithethwe icala inganencane izobithetha liphi cala ngoba icala selenzile Nina fanele ngabe nibophe lonjarh leyo Noma nimqhume Vele yinjaaa leyo
Kunzima mndeni vukani lo uzonenzakalisa maningabhekanga kukhulu okuzayo manihlezi naye please zamani eminye imizamo, angaze anibulale kuveli lokhu akwenzile akuhlukene nokubulala umntwana ephila yaze yabuhlungu inhliziyo yam ngale ngane😭😭😭💔💔💔
Hayikunzima mabazithathelu mthothwezandleni mnumenumphambili manimyeka uzokhipha isidumbu okungenani mxosheni akusiyumuntu yisilwane
Kuhlengezela izinyembezi 😥😥
Kuthiwa angathintwa ngezandla ngoba nizoboshwa kodwa yena akaboshiwe...... mzansi SAPS 🚮
Mhmh 💔 besicela Kwazi feedback Bab Msweli
Ngiyolibele ngikhale njalo ngamaphoyisa ase South Africa ikakhulukazi lawa ayindlu emnyama 😢
Le plessis leyer le🤔🤔🤔ikhohlakele okwesingaki nje manje iphuma ukuthi ayisebenzi😳😓
Nami ngimangazwa ilokho ukuthi akukho yin okungenziwa ngalamaphoyisa😭💔💔
Futhi labo bona, necala lengane eyabulawa yisangoma sayifaka swirichi, laphelela omoyeni
Hey kuyadlalwa ngabantu e South Africa webantu yoh this is heartbreaking😢
I pray the child amd and family gets justice. Useless ANC Police 🚮 🚮
What is the point of social workers and police if this old lady can't even get help? Other countries take this seriously and the offender would be in police custody within 24hours. Manje bathini abantu bengatholi lincedo kubapathi mandla? Siyabonga Baba Msweli iNkosi ihlale ikwenzela okuhle.
Babumsweli ngiswelimlomo eyiziknkulungwane eyokubonga imisebenzi yakho
Igama lami ngingu zano Maphumulo siyafisa usikhulise ngisiza abantu ngezonto ezingingi ube imanto yethu muhle umsebenzi owenzayo baba
Baba syabonga umsebenzi wakho usize njalo baba andazi mna lama polisa afuna obuphi ubufakazi or bafuba aphinde onye or lona futhi abeseke mbulala bazojabula💔💔💔💔💔💔💔💔
Sawubona baba uMsweli siyabonga ukusingatha izinkinga zabantu alikho icala elingavulwa noma ingaba nezinyanga ingane mayidlwenguliwe aziwa umuntu uyaboshwa udilikajele abaye enkantolo bayoyibika inkinga yabo kukhona okushaya amanzi lapho
Inkinga ikhona eS.A kanjan uku raper ingane ena 2 years 😭😭😭😭 umfana una 32 years ai no
Isono ngengane😢
Isono ngenzala bantu ngoba seyisikhihla njalo ingasalali icinga lelichilo elifike emndenini wakhe.
SAPS ubolile nie, uma Abantu bengenazo izumbulu zogwazela aninaki, uyaybona into eniyenza emphakathini abantu abaphephile phakathi ezindlini, niyekela Abantu ngezigebengu. Kanti animesabi yini umuntu omdala uma sekhala kodwa ningamlekeleli, kusebuye kuthiwe nasi leso salkazi singenelwe sakrinywa nayo leyongane kuze kuquleke ityala.
Ay ashym mina ngayihamba ngakhatha pleasislaer ayinulusizo. Kwala ngisho sengibatshelile kuthi ngigqekwzelwe ngantahinyahelwa futhi umkhondo sengiwuthilile zyaziwa zikuphi izimpahla but lutho kuthi basukume bangisize.
Lamaphoyisa ase Percy Sleya awalungile,awazwelani nhlobo nabantu
Ngibathulela isiqoko omalume bomntwana nomndeni wonke.
Kazi yini eyenziwa e PMB ephilayo amaphoyisa ngoba labana neynkantolo zakhona nama office o education bahlezi begwazisa...abafuni kwaksebenza kwabona bangena ngawo umgwazo lo...kunzima okwakuleyanhloko dolobha namabhantinti akhona aphuma namuhla ngemigwazo abulale abanye same day kuleliyazwe nxa
Izinsizwa zigcwele umuzi kodwa zehlulwa uskhothen oyedwa. Akashawa ngan lomfana ogila lomkhuba ekhaya? Hhay bo kahlen nenzan emakhaya?
Isho uliphinde ngabe kade NGi deale naye
Isho uliphinde balinde umtherho ngabe babulale lenja nje elimaza ingane encane kangaka
KZN is dysfunctional in many departments,be it health,education,police same whatsapp group,poor services but they strike for a pay raise,pathetic! Give services that are worth the salary you are demanding
Nalomthetho wakulelizwe hhay madoda🥺
Sisize Jesu ungenelele kulesisimo salomndeni
Nomsolwa avume icala aĺenza
Vele amaphoyisa ayehluleka uma lomndeni ungazithathela umthetho ngezandla kuzobushwa bona 😢
Ayadakwa lawomaphoyisa ingane ingahlukaniswa nonina enha engabe basu salomgulukudu eduze kwengane ngyaxolisa bakwethu nge strong language iyangdina lento yamaphoyisa 😭😭😭
Baba Msweli uNkulunkulu akuhlenge njalo kukhona abazokudlela umona bakwenzele phansi nakuwo amaphoyisa awuphephile ngoba manje uveza ukuthi awasebenzi
Nkulunkulu nedlozi likuvikela ubasize njalo abantu uyisibonelo esihle kwabanye bethu.
amaphoyisa ase South Africa jehova
abafowethu sebapheduka izilwane, obani ozovikela isizwe uma abantu besilisa sebaphenduka lzilwane bahlukumeza izingane kanye nogogo bethu uphi unembeza kulabantu abenza okubi kangaka sesafa isizwe sabansundu😭🤞
Eyi lafa elihle kakhulu !!lwabuhlungu nalu udaba. Kusho khona ngempela ukuthi amaphoyisa ahlobisile nje Uma ehluleka ukuvileka izisulu kanye nokubopha izaphula mthetho, asithembe uzobatholela usizo olusheshay Nongalo sesibonga khona ukuzunekela kwakho nokuzama ukwenza iSouth Africa isigodi
Kodwa le police station ihlobene kakhulu nezigameko ezingalungile futh kuzo zonke ayenzi lutho,izimo ezikanje Bab Msweli zizogcina zenza ukuth oyise bezngane begcina bethatha umthetho ngezandla zabo,izinto ezinjena zibuhlungu ngoba sizele😡😡😡
I also have a same problem help me babumsweli
Yoooo kosi Jesu
Ukushoda kolwazi kuyalimaza 🤞🏾💔💔💔💔 ngoba uma ingane uyigumula uth uyayigeza ubone ukuth engath ilimele awubuye usayigeza kepha uyayigqokisa uyiyise esbhedlela bathathe uketshezi lomsolwa olusale ngaphakathi ebese niyovula necala niphethe i report evela kudokotela ukuth uyibhekile ingane wa confirm ukuth inyukubeziwe icalake liyaphambili lapho
Baba umsweli ngibuhlungu shuthi ingane ezincane sisazodlwengulwa ngempela , ngoba nanka amaphoyisa athi ingane azikulungele ukufakaza enkantolo,
Ngicela ukwazi how far ngalendaba ? Wagcina iboshiwe umsolwa if not uphi manje??
As promised that you were going take this matter up to the office of the premier. What are tge developments? Is the child getting justice?
mfakeleno ushevu ngoba abambophi labodoti bamaphoyisa
Kodwaa kiyadingeka ukut ngelonye ilanga nje Nongalo ubongwe noma ufakwe upha
Hayi ngathi ziyabheda le police station cabanga okwesibili manje ubaba ayanda khuluma icala elinjengaleli kuleyo police station
Lamaphoyisa awanazo izingane yini kodwa isihluku esingaka kanti atrainwani lamaphoyisa walana e South africa babu Msweli wenza kahle ubaneke ezweni babonakale ukukhohlakala lokhu
Baba umswel asaz singakubong kanjan asaz ukuth kwenzenjan emhlsbeni💔
Akanqunywe umthondo finished
Ijustice ongayithemba eSouth Africa yi mob justice. Yekani phansi amaphoyisa nibize umpakathi.
Bekungangcono iyohlala noYISE kuseyingozi nje nokuyiyisa e Mbali kuseyingozi
Ugogo bekumele ehlise uMoya ayiyekele kuyise
Umsolwa uno 32yrs. Akaboshwe.
Ingane iyabonakala ukuthi ilimele.
Udoti wepolice station sibaningi nje esikhalayo
Thumelani inkabi ziyobulala lomgodoyi straight
Mmmh nkosiyam yaze yabuhlungu lendaba 💔
Yini nkulunkuluku wami abantwana bethu sizakubakhuliselaphi singabaxali bazo intambo mayibuyiswe ingane ayikaze iqambe ananga ngomuntu inja usizo xa lungafumaneki mayibulawe ngabahlali rha umthetho awukho esouh africa
Yhooooooooooooooooooooo 😢 😭 😢 😭 😢
Mina ngith umthetho zibambelen wona ngezandla..
Inkinga bazoboshwa njengoba esho umzukulu. SA asiboshwa isigebengu kuboshwa abaqondisa isigebengu
Singenzenjani ukuze kubuye UKUWETHEMBA AMAPHOYISA??Acetshwa kubani????
Le police station yase plesses leyer ibolile ayivalwa Ngan ngoba ivikela abasolwa ngyakhumbula udaba lwengane Ena 4 yrs eyabulawa isangoma sayifaka estamukokwen kodwa zange siboshwe Yaz ibuhlungu lento Yale police station
Yaz nami ngivele ngacabanga lona cc
Kwaze kwabhlungu😭😭
Xoshani lowo lapho feed him to the community
Kodwa namaphoyisa amanje asezidlela imali nje akasawenzi umsebenzi wawo akangenelele umphaty wawo
Uma esebulele ingane nogogo ngeke amyeke
We Msweli ngabe kwenzekani ngale zindaba ozubikayo?ziyalandelelwa noma silinda enye i vedeo....kubi kule lizwe💔aiiiii khona kanti yini inkinga bafwethu?
Kwabuhlungu kwazwela
Yaze yabuhlungu into kuvele kuvuke izinseka
Why ubaba uMsweli ehlala phansi
Lodoti uzophinda futhi enze linye cala futhi gogo uzothini vele??
We gogo wambisa ingane kubokwayo ay nawe why ufuna kundindasa ingane ekbeni inekubo ay gogo wavumelani wena ay ay
Amaphoyisa failed ingane babu Msweli ingane bekumele esuswa lana khona suspect for safety yengane.abakwazi ukuhlala ebhaleni elilodwa nengane sangayiphinda or worse ayibulale ingane ukucima ubufakazi.Ngane bekumele eye kwi place of safety ukuze ephephe until umsolwa ebhoshwe
Ayi lonakele izwe 💔💔
Kodwa nkosi yami masimba mani womthetho lo
😭😭😭😭
🤔🤔 awukho umthetho la eMzansi phephisani mndeni, baba Msweli xa usuthole isombululo anobuya phela nisho ukuba kuqhubeke kanjani kwabuhlungu kodwa☹️
MTHETHO EZANDLENI ZOMPHAKATHI AMAPHOLISA WE KZN AWENZI MSEBENZI WABO NEZE
Ai lanzima udaba lomndeni baba msweli yenza okusemandleni aboshwe umsolwa
Kuyacaca ukuth amadoda azozitika ngezingan ezincan ngb ngek aboshwe kodwa ingan isho ukuth uban😏
Akaboshwe bo umgwenguli
Plessislaer ayivalwe awukho umsebenzi wayo🚮🚮 doti wePolice station loyo
😢😢😢
Kodwa ingane encane kanje😢
💔
Lawoma phoyisa azolamba awawazi umsebenzi kfanelwe akhoshwe😏so aqonde ukuth it's okay ukudlwengula umuntu oncane just bcoz akakhon ukukhuluma then alikhi cala wow udoti westafu wephoyisa