Qondani Mthethwa uthi umgqumeni Wathwetshulwa kuthini ukuphawula kwakho mbukeli?

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • umlando omfisha ngokudlula KukaMgqumwni Kuxoxa Uqondani Mthethwa owasebenza kakhulu nomgqumei,sicela ukuxolisa Uma kukhona Lapho sikho nyathele khona ngale video.sithinte kulenamba uma.ufisa ukukhuluma Nathi.0604390903
    #Shwi2022 #kAmgqumeni #Dumakahle22

КОМЕНТАРІ • 38

  • @siphoselby3725
    @siphoselby3725 Рік тому +10

    Pho wena ngoba uyazi wathwetshulwa wathulelani wangasho yonkeleminyaka umuntu bemenze umkhovu wathulelani ngoba abakubo babezokwenza okthile umuntu abuyiswe Izinyanga zingaka ezazi ngaleyonto. Ayi ndoda Shono ke wathwetshulwa ngobani ngoba uyazi?Singephike bakithi isenzo sikaGcabashe nenkulumo yakhe ngeBhova sasinokusolisa ukthi kukhona ababekwazi. Makunjalo ewu kwabuhlungu lokho. Kmele kwenziwe okthile bafwethu ayinuki ingosiwe. Hawu madoda ngeBhova likaDikadika.

    • @ntloniphotshangase6862
      @ntloniphotshangase6862 Рік тому +1

      nam ngihambelana nawe sipho Selby mft unolwazi lombhemi kodwa wathula nalo why is that Cha sikhona isandla semfene la and uyabaz abantu ababulala ibhova ubaba uQondani😪

  • @musazikhali7806
    @musazikhali7806 Рік тому +6

    Mnje niyohlezi nifaka iziqeshana nje iphi ephelele kant?

  • @siyabongamxolisi3476
    @siyabongamxolisi3476 Рік тому +1

    Ay Bab'Qondani, ay madooda aykhooona...nisthunuka manxeba ngaleNdaba, esingayazi kuth iliqiniso nom ngamanga na..
    Hhaayi KUVUKUMUNYU

  • @motediramarumo698
    @motediramarumo698 Рік тому +3

    Mina angikholelwa kulento eshiwo uQondani.ngiyaxolisa ukusho njalo

  • @user-wk4kj4ii8f
    @user-wk4kj4ii8f 9 місяців тому

    Awu kodwa ngomndeni wakhe 😢zothini nje

  • @lindozayomhlongo6921
    @lindozayomhlongo6921 Рік тому +2

    Yeka lo Ngcobo ongasekho Qondani landa lo osaphila othi uyazi ushiye kuthi anizwani

  • @sibandathembisibanda3908
    @sibandathembisibanda3908 Рік тому +1

    Mina ngithi kuwe babumthethwa Qindani.kusho nawe ubukade ungasomngane we weqinisa. Kade wenza sengathi uyamthanda kodwa uyinyoka.ngoba if ngabe bewazi ukuthi uMgqumeni wathetshulwa bewukade uthuleleni kwasekuqaneni.alikho iqiniso lapho kini.ngoba lizwisa ingane zakhe ubuhlungu

  • @zodwasonjica7265
    @zodwasonjica7265 Рік тому

    Awubakithi

  • @siwapiwestyebicobongela1430
    @siwapiwestyebicobongela1430 Рік тому +1

    Niborekile nina

  • @Siyaba2015
    @Siyaba2015 10 місяців тому

    Balithwebula vele ibhova laba ababegijima nalo ligula yibo abalithwebula..yislima kphela esiphika lokho

  • @lupanemusicpromotionpromot5643

    Awukho nje lo msangano

  • @graciousmagagula9376
    @graciousmagagula9376 Рік тому

    Akelekele ukhuluma kubi ngo khumalo isilo please xoxani ngokunye lekele iqhawe hawu.

  • @khumbulaningwenya5064
    @khumbulaningwenya5064 Рік тому +1

    Le sound ye back ground iyaphazamisa asikhoni ukumuzwa kahle u qondani ukuthi uthini

  • @khemisikhumalo
    @khemisikhumalo Рік тому +1

    Akulona iqiniso lelo

  • @thizaman1972
    @thizaman1972 Рік тому

    Akayeke ukukhuluma ngeBhova lingasekho emhlabeni ngoba ngekelize liphenduke iBhova. No matter what caused his death ngekesize siyeke ukumkhumbula uMgqumeni.

  • @sazisenkosimajozi3618
    @sazisenkosimajozi3618 Рік тому

    Ungazokhuluma igcili la wen UMGQUMENI washona Musa ukudlala ngeqhawe lethu sbotho nxii

  • @sfundobongelani927
    @sfundobongelani927 Рік тому +3

    Ukuthi iqiniso noma akulona uQondani owaziyo kodwa nakhu langikhona (Lokhu okukhulumayo akufuneke engabe kukhulunywa wuwe ngoba awusiyena owakaMseleku noma owakaKhumalo akulona lonke iqiniso ekufanelwe ukuthi likhulunywe abezizwe udicilela isthunzi sikaMaskandi phansi Kanye nesakaMseleku Lomuntu uzele ngokwegazi nangokoMculo ukungawuhloniphi umndeni kaMgqumeni Lokhu okwenzayo...." Imina uMkhize Obovu....manje wena mnikazi weChannel luthini uvo lwakho ngalento oyifakile la ?

  • @khumbulanifaku380
    @khumbulanifaku380 Рік тому +1

    Sizoyicela ivuthiwe le

  • @nosiphomntungwa625
    @nosiphomntungwa625 Рік тому +1

    Cha kodwa le nkulumo izohlukumeza izingane zakhe bakithi ewuuu

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 3 місяці тому

    😢

  • @gugulethuzulu8295
    @gugulethuzulu8295 Рік тому +1

    Min I don't understand kuth why uzokhuluma izinto zinjena esidlangalalen ... Why ungabizanga umndeni wakhe wakhulum nawo?? Kuleminyaka emingaka bewuthulelen ngempela

  • @luckymtshali3950
    @luckymtshali3950 Рік тому

    Lobaba khona into ayaziyo yin engayanga eyinganeni zebhova eyokhuluma nazo ayilana emafonini kubuka loke izwe akakhombise ukukhula naye lobaba

  • @bonginkosikhanyile504
    @bonginkosikhanyile504 Рік тому

    Wathwebulwa uyenake mxm

  • @olliennzimande451
    @olliennzimande451 Рік тому

    Qondani wafa Umgqumeni iskhathisakhe sasifikile yeka ukukhohlisa abantu

  • @lacosteyamakholomswatiwama9647

    Nani niyasidina ngokulokhu nisigabisela ngendaba.

  • @jokizwane5284
    @jokizwane5284 Рік тому

    Wawususa umsindo nsizwa yakithi yeyi. Wamgulisa Ulusanda ufuna impendulo. Wathunjwa ubani umfokadikadika phendula ndoda?.

    • @sibongilencube3903
      @sibongilencube3903 Рік тому

      Mingaki iminyaka ibhova lalala nanithuleleni ,yonke leminyaka kubuhlungu kakhulu lokhu nizwisa ingane zakhe ubuhlungu umuntu ungamthembi kulomhlaba

  • @nduduzojali364
    @nduduzojali364 Рік тому +2

    Why lendaba ezoykhuluma manje, nakhona kumayoutube channel amancane kanjeee ay khona

    • @BantuTV_1
      @BantuTV_1  Рік тому

      🤣🤣🤣🤣imaph ama utube channel amakhulu.

    • @duduzilemasekokhuphukamtho3970
      @duduzilemasekokhuphukamtho3970 Рік тому +1

      awu bakith phoke manje kuzokwenzekani akalandwe phela zikhona izinyanga azimlande oking bha omabalengwe ziningi Malena engumngani kangizwe sengikhohlwe igama layo

  • @mbongelenimbongeleninkala4840

    Ngesixhosa uyabhuda lomtu

  • @bhekanisihle3488
    @bhekanisihle3488 Рік тому

    Lobaba udlala ngathi njengo gcabashe

  • @bonginkosikhanyile504
    @bonginkosikhanyile504 Рік тому

    Wathwetshulwa uwenake pjela

  • @khumbulanimkhwanazi
    @khumbulanimkhwanazi Рік тому

    🙄qondani qondani

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 Рік тому

    Yekani abalele baphumule iyekeni lento yokuqubungula ngokufa kwabantu okusizi ngeke asabuya kuphela nje nizwisa ingane buhlungu nje iyekeni lento

  • @sizwelwalweni2132
    @sizwelwalweni2132 Рік тому

    Manje lento niyikhuluma lana izosizangani