Siyanda siyanda siyanda uma ufuna umtu wakho Abe straight qala wena kuqala ube ube straight uma kunguwe oqale wabheda ubu expect ntoni because umuntu wesifazane uma seke pay revenge Kuba nzima
Don't say Neli should respect Sisanda because is a man, as that is meant to suggest only men deserve to be respected. As both of them has to respect one another. Respect is not for men only but for women as well.
Angsayaz kwauba lo Siyanda ubezothini kanti la ngoba uma sekufike ucc ebethi akakhulunyelwe naye akasazithobi cha Siyanda ungiphoxile yhini sengiblame uNelly kangaka
Hhay usyanda mina bengithi uqinisile uma ethi usisi umbalekele ngoba ese ryt kodwa manje uma sekuvela nendaba yama love bite sekungikunyeke manje, hhay zalo kumele uzehlise mf2 nilungise inkinga zenu uma usamthanda
U Nelly ukunyamezele for four years efuna umfundise ngoku yi graduate akasoze akunyamezele ngoba ukufumene abekufuna. And ukuxelile kowabo bathi makanyamezele ade agqibe ukufunda. Bafana fundisani abe family lo uzawkwazi ukwakha ikhaya lenu .
Colleagues pls sekukaningi ni tshelwa ukuthi yekani ukufundisa amadoda or girl friends. Kuzonibulala. Fundisa umuntu wakini. Mina nginomakgelwane owafundisa intombi ekugcineni leyontombi with some of her friends and family members today uma bemubona bamubiza ngo malume u NESFAS and mantombazane asazonibulala amadoda uma niqhubeka nokwenza kanje
Bayafanelana kungase bangayeka utywala neetshomi bazakhele umzi wabo 😢 sebenyamezelene ixesha elide kakuhle usathana akayifuni intwentle, basebancinci futhi lento bangayilungisa easy babeke I pride phantsi bayekele zonke eziyunguma zomhlama bakhulise abantwana 😍
Wemfowethu akafundiswa.umuntu.wesfazane
We Nelie akukho lah okungekho khona izinkinga.Musa ukuphikisana nendoda Wena bekezela uSyanda ukwenze umuntu wakufundisa.Nala ozoya khona uzofica okwakhona.Bekezelela uSyanda ngoba akakushayi ukwenze umuntu.Ngoba usekufundisile yimayi umbona Manje ukuthi uyabheda ngoba usufundile ???angeke uphikisane no Syanda.uyabheda nje gal kakhulu kodwa lento oyenzayo uyabheda ngeke uphikisane no Syanda uyisfebe njee .Ngisho noma ngabe wenzani ungumuntu wesifazane zihloniphe wonke amadoda ayafana
Akenginibonise batabami njengomuntu omdala. Hlukanani nokufundisana egameni lothando. Because kuphetha kabi both sides
Munomuzwa wokumfundisa yibani ne deal e serious. Ninkhokhelane back. Ni sayine phansi. Akekho umuntu ozothola imfundo bhusende. Siphelile lesisikhathi ngqi
@@JabulisiweMchunu inkinga usebona ngoba umfana esemfundisile wabona abagcono
Zimbili indlela ezikulindile enye idlula eCebolethu ✈️ enye idlula ePolice Station all the way to Westville
😂😂😂anizwa sihlezi siyibeķa obala indaba hlukanani nokufundisa izintombi ngoba isikhùni sìbuya nomkhwezeli bese uyayibulala kanti nguwe owaimbela ithuna lizihlalele azikhale
Aba bathenga nefuniture kulontombi aqede ahlanzelwe out
abafundi abantu bakithi uma eze ngokuzogana makagane okukufunda kwale Kubo hayi mina kwami finish
Hawu bomkhaya bam kant nenzan laph eFolweni😂😂
Kanti bahlalaphi😂😂😂
Kodwa niyafanelana😂
Siyanda wena uyabheda,kuqale wena but suzenza olungile n akho mali okfanele uyithole ,,,,wena njee yekela utywala 😢😢
Inkinga ukubulalana kusuka lapha
Emhlabeni kuyabongwa cc wabantu.
Akaluhlaza locc😂😂😂😂😂😂😂😂😂uyangichaza xeim
Hai Siyanda hai,udlala ngathi ngk chini😮
Usyanda manje uma esethi funa izinto zakhe 😢....ingane isicela umqhoyisa kamama akahambe ayokhokha ekhaya imalibyomqhoyiso, hamba bhut uyokhokha uzehlise ubuyise umama wengane yakho ekhaya mf2, angeke kusanisiza ukuphilisana bafwethu
Noma umfundisile ayikho inkinga angithi uzele naye uzosebenza awondle ingane zenu
Udlala ngathi Siya ..ngabe nje wena uziphathe kahle nemama lelo uyabona nje niyi combo enhle..and ngathi naba ndawonye..Utshwala /abangani /intlonipho ./umuntu wakho ..uyakhetha
🤔 uzenze msulwa Siyanda Kanti niyafana no Nelly 😮 thanks presenter umbuzo wakho wenza umuntu akhiphe amaqiniso yooh
Cha lo akabuyise imali
Bhalela umjolo show uMatifane
Wooo.wen nje awuyifuni.lendoda ngoba isikufundisile yeyi webafana musani ukuhlanyiswa uthando lwezifebe bese niyazifundisa nina ningafundile.ngoba banenza izilima sebefuna abafunde njengabo
Ayiii cc ngiwumuntu weslisa impela kodwa yabona lomfan ubhedile too much, uhamb engashongo abuye busuku neyfebe bezophuzel endlini kukhona nocc
Siyanda bhutiwami,okomhlaba akupheli siyokushiya lana.Ngicela uzame ukuziqoqa umangabe usamfuna uNelly back.
Webafo lenja yentombazane usuyifundisile isiyakumbampela Iya kwamhlabuyalingana uyiloye icoshe amaphepha 1time ziyeyisa lezifebe plc 😢😢
Shiya cc. Umuhle usemncane. Into enotshwala nje khohlwa ntombazane. Akafisi ngisho ukushintsha
Mayize inkomo 🐂🐂🐂🐂🐂🐂Syanda
Usumzalisile 2 kids 🙆🏽♀️ Khohlwa imali yakho
Ungalinge weSyanda ukhokhe izinkomo zemali.Bohambisa izinkomo zoboya.Ngoba akulula ukuth azidayise ngenhloso yokuth abuyise imali owamfundisangayo.
Uma ekwenzilelokho wazidayisa kuze akhokhelewena,uyoshawa yidlozi lakubo ngalesosenzo
😂😂😂😂
Bafo khula Amanda endoda akapheli Phuma lapho angithi sekehlaniphile umthetho was south Africa awusithetheleli
amadoda yithi esinesandla ekwakheni abafazi bethu izifebe
Udakiwe wena muntu ubufebe yinto ayiyo umuntu asikho iskolwe sab
Uyasangana wena wislima futhi msoonuh
UNELLY UHLUKUMEZIKILE ULOMFANA GUYS BIGUP NELLY❤
Asivuleni ma company bafowethu Singa weist kubantu besifazane
Mashobane! 🙆🏾♀️🙆🏾♀️ Ngiyabonga!
👏👏👏👏👏👏well said
I love Neli s action uyabheda lo Siyanda ngoba enemali aseyamgezela kanjeya usisi akahloniphi
The biggest the mistake in this life is too pay for someone else’s fees who is not your blood you will regret it
Investment without guarantees. Stupidity.
Even your family, uzozwa
People are warning us from doing this yet we continue, soze mna noba ndinganemali eninzi
Bekazokhokha kanjani Nelly ekfundisa wena cc awuna danky xem
Buysela imali ka Syanda wee Nelly akfundise ngayo please
Yadakwa lomfana mali yani good gal neel inkomo kamah ka khokhe😅😅
Boy utshwala nabangani abangacabangi njengawe akuwakhi umuzi ntwana
Siyanda siyanda siyanda uma ufuna umtu wakho Abe straight qala wena kuqala ube ube straight uma kunguwe oqale wabheda ubu expect ntoni because umuntu wesifazane uma seke pay revenge Kuba nzima
Yooo Siyanda ungi hlulile, yeka U k complainer
Syanda uyadelela xem ayikho imali okmele aythole umzalisile njena😊
Don't say Neli should respect Sisanda because is a man, as that is meant to suggest only men deserve to be respected. As both of them has to respect one another. Respect is not for men only but for women as well.
Angsayaz kwauba lo Siyanda ubezothini kanti la ngoba uma sekufike ucc ebethi akakhulunyelwe naye akasazithobi cha Siyanda ungiphoxile yhini sengiblame uNelly kangaka
Good sisi uyamfumana uSiyanda uzenze msulwa kqala now sekuvela izinto azenzayo naye
Hhay usyanda mina bengithi uqinisile uma ethi usisi umbalekele ngoba ese ryt kodwa manje uma sekuvela nendaba yama love bite sekungikunyeke manje, hhay zalo kumele uzehlise mf2 nilungise inkinga zenu uma usamthanda
Ngoba wamfundisa sekumele avume kwanto eyenziwa ngu Syanda 😮
Durban Central here 🎉🎉
Siyanda and siyamthanda same Whatsapp group 😂😂😂😂😂
Ay Syanda mft u rong kodwa nawe yabona musucela izimali zakho njengoba usulale nengane yabantu imnyaka engaka awuhlawulile nezingane
Ay wena mfana man, uzokhokha amademeshe ani manje, ngoba akukho Mali ozoyithola kuloNeli😮
Kwaze kanzima emjolweni😢
Izilima zombili lezi😂😂😂...they are not right for each other
Indoda yindoda ngezenzo , ngumfana lona😢
Umoshe Siyanda uphinde ubaleke kqala uye kwi Sbane media kodwa nguwe oqalile
Kunjaloke ukufundisa umuntu😂🤣🤣🤣😂😂🤣
Ei izingane zethu jesu ukuba khona enye indlela esibganisiza ngayo zingane zethu ngabe siyanisiza kunzima la ngaphandl 😮
USyanda makuthiwa ayeke utshwala uty haaaaaaaa🥺🥺🥺😂😂😂😂😂
Weeeeeeeee ku bhala omunye kusolwa omunye....😢
Akho Mali waytholala Syanda ,ngisho noma ungakhokha uyabheda mfana
akusiwuwe owenza Loko
Abantu ukufa bayazibizela nkosi yami ...ufundisi umuntu 4 years 😂😂😂
Loku lokwentako cc kutakujikela atawungenelela emazulu ntfombatana uyotisola ngumhkaba lona nalolomtfolile uyati kutsi ukutfole kumuntfu kepa utawutsi angacedza ngawe akushiye kanjena
Haawuu Siyanda waze wangiphoxa🫢
I'm with you gal..men think we as women are brainless..they must take accountability
No sis dnt pour fuel...r u married?
Be grateful you chenged someone's life and let go, go change another
Mxm bengithi yinsizwa ave nwabuluka okwangempela lombemu uSisi uphahlukiswa uyena
Usyanda akazehlise bafwethu anciphise uphuzo, okungenani uma efisa ukuphuza akacele ahlale naye umama wakwakhe endlini ukize azofunda nokuziphatha ashintshe u cc uyamthanda
Hayi wangihlula uSiyanda ngimthembile.
Sho bafo u siyanda uyabheda makaqala udaba lwakhe akawakhulumi amanyala akhe manje lungalunga kanjani lodaba zilungise wena kuqala khona uzobona amaphutha danko
Mmm ayi bafowethu lungisani izinto plz emesho ucc uthi ninezingane izingane zenu zizokhula zifundani plz guys
Ukudelela lentombazane hay l wonder mababodwa endlini injani! Bafana yekani ukufundisa amantombazane iskole ngoba azonijikela😥
Ubafo akenze into eyodwa, akakhokhe incane lemali azoyikhokha futhi vele ubezokhokha noma bengayidingi eyakhe. Inkulu imali ayisebenzisile ayibuye bafo ifune
Uthi ugirl uzothatha imali yamahlawulo akhokhele uSiyanda ngayo.Sengathi angahambisa izinkomo ngoba uma eke wazidayisa uyobe usenyathele umsamo ngendlela engafanele.Kohamba kuhambe zibuzakale ukuthi zashonaphi.Kuyobe kungasemnandi ke ngalesosikhathi.
Siyanda mfethu pls phuma kulento b4 uzisola
Toxic relationship.....kuzofa umuntu la
Ngat ngawumyeka losisi zokulimaza kigcineni sefuna kushaya👠
Cc Nelie uma uphikisana nendoda ngeke uwuthole umendo uzawaqeda wonke lamadoda
Futhi nala ayakhona uzothola okufana nakho lokhu akushiya kusiyanda
Haaaaa..uhlanya lolu........amacici angaka...anizwa nani bafana.........awuyifundisi intombi..ayondli,,yenzelwa kubo yonke leyonto.
Yebo siyavuma umufundisile wamuzalisa wathatha ubuntombi bakhe hamba nje impela uyokhokha naye abuyise imali yakho kwamina nje ngiyim ngeke ngayimrla le yakho wenza izinto budedengu ngoba unemali
Ngoye king Zoso hai le pressent
inhloziyo ayiphakelwa mfwethu kodwa kube kuyenzeka ngabe uyamkhulula eyekwanhliziyongise imvelo inezindlelazayo zokusilungisa masiphambuka .usizi onalo luzow3bza umsebenzi.
The presenter of this show doesn't respect us. He is busy with phones 😢😢😢
Isixhosa sithi umntu wesifazane akafundiswa
Cha Mntanami ngiyakuncoma uyakwazi ukuxazulula uyindoda.
Yabona bhut wam if ufuna kuhambisa eMhlaben Ntombi yakho ukhona omunye baba engimaziyo ufika nesthombe namagama wakhe aphelele ahamb aye ndumben yemkhovu uyozihenga yena u Cc brother utshelwa mina. Mina ngeke dlale intombzn sengiyifundisile ngoyihambela straight
Ukudlala lokhu thina esibhejayo ebholeni ngabe sithi Both teams to score or Draw 😂😂😂
Hlukanani , into yenu ngeke isalunga 😂🤣
Eyi lokuvuma ukwenzelwa izinto umuntu ebese uyakudelela ngenxa yemali yakhe udoti cc kodwa uzolimala libi lelizwe labantu basenza izlave ngemali yabo
Nami silwa njalo nowami abafazi abamthandi umuntu ophuma ayophuza abuye late edakiwe..hlisa umoya ushintshe mfethu uzolahlekelwa okukhona ngokungekho
U Nelly ukunyamezele for four years efuna umfundise ngoku yi graduate akasoze akunyamezele ngoba ukufumene abekufuna.
And ukuxelile kowabo bathi makanyamezele ade agqibe ukufunda.
Bafana fundisani abe family lo uzawkwazi ukwakha ikhaya lenu .
Lomfana is dom
Umfundisele ukondla izingane zakho
,,ngabomfundisa umuntu wesfazane akwona umsebenzi wAkho lo awabazali bakhe .wafundisa uzokhala thatha imali uzakhele indlu yakho,,
Uhlelo lenu aluhlelekile silandela uhlelo,umphathi wohlelo ubhizi ungenelwa izingcingo okubuhlungu ukuthi kunzima ukuli unsusciber ngenxa kamauwakhe u Mabele.
Thandaza uzokuphendulela unkulunkulu mtanami amandla akho angaka
Abantwana uyabacabanga yini webhuti
Yeka utshwala Siyanda buyakwehlula
Eyiii baqinisil impel ukuthi lakunemali khona alukho uthando lesiyezi somfana sihlanyiswa imali sibulawa nayipride sinjalo nelly mom phuma impela bonga nje ukuthi atleast uzuzile ngoba wakufundisa kodw uthando angeke waluthola lana
Ayikaze yenzeke leyonto. USiyanda akakhokhe amademeshe, aqubeke nempilo.
Mina angimzeeli kunalokho ngithi wenze kahle ugirl. Uzofunda. Kungenzeka emalungweni omndeni uwayekile ahlupheka wayosiza intombi ngoba ejabukela amabele
Ikomo kamama yile akusa ngayo esikoleni girl
Nisebancane impilo iseyinde,hlukanani nozobathola abanithandayo. Ningaphoqi but nizokhumbulana
Usisi kakho muhle ngingakalaleli kude, utshengisa umuntu oluhlaza
Lempahla esendlebeni ikhombisa ukuthi useyahamba ucc
Kanti lomfana uyaseakelwa wemfsna ndin si busy Kabi ukuthi ungazosilalelisa lamasimba akho
..hamba Girl uyadakwa Lo mnxm
THANK YOU BROTHER 🤟🤟🤟🤟
Colleagues pls sekukaningi ni tshelwa ukuthi yekani ukufundisa amadoda or girl friends. Kuzonibulala. Fundisa umuntu wakini. Mina nginomakgelwane owafundisa intombi ekugcineni leyontombi with some of her friends and family members today uma bemubona bamubiza ngo malume u NESFAS and mantombazane asazonibulala amadoda uma niqhubeka nokwenza kanje
Bese bayanibulal njalo bafan nom mfan engafeb kwd kub kufeb komunt wesifazan ngob kumanj siyabulaw NJ. Ay anizwa bakweth
Isilima lo Syanda, isilima