Owayethuka Dr 3 Seconds ku Tiktok ugula ngengqondo uyamxolisela umzali wakhe

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 18 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 263

  • @zamajobesithole2429
    @zamajobesithole2429 13 днів тому +4

    Aaameeen ❤inhlonipho Nkosiyam ngaze ngyakuthanda mntaka Mkhulu, ngyabonga kakhulu indima yobuMzali kunye nabangenelele ekulungiseni iphutha lomntwana ngoMaluju cbonge South Africa

  • @AgnesMboweni
    @AgnesMboweni 19 днів тому +7

    Yhoo baba Mageba very humble ❤ ukhuluma kahle God bless you

  • @phiwayinkosintetha3720
    @phiwayinkosintetha3720 20 днів тому +23

    Lapho u mthuka kanjani umuntu awumazi naku mazi futhi mdala Ayi zinsuku zoku gcina ....Dr 3 second 👌👌

    • @tobilekhenqu1160
      @tobilekhenqu1160 20 днів тому +2

      Ingani kushiwo nje kwathiwa iyagula, vele yimikhuba yokugula leyo

  • @CynthiaMthimunye
    @CynthiaMthimunye 5 днів тому +2

    Dr 3 Second ubukeka uphansi sdalo ❤

  • @muziebhengu679
    @muziebhengu679 20 днів тому +8

    Mina ngicela ukuthi Dr 3 second alaphe lengane angilwi kodwa ngiyacela🤲🙏🙏

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 20 днів тому +9

    Kahle kahle mina ngiyadideka la ngoba nithi umfana waqala ukuthuka u 3second evele engasaphilile kahle ekhanda pho manje u 3second usengena kuphi la . Kahle kahle nizocela usizo la or lizocela uxolo or it's part of marketing ama customers ngoba phela ubuqhophololo nabo sebudlangile ezweni

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 20 днів тому +4

      Marketng stratege😂😂😂😂😂

    • @princemasango4264
      @princemasango4264 20 днів тому +3

      @anelemavundla6864 yazi Mina ngeke ngiphinde ngithembe izinyanga lezi couse siyadlalwa straight la

    • @xolanikhupe6099
      @xolanikhupe6099 20 днів тому +1

      😂😂😂

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 20 днів тому +8

    Umthuka kanjan nj ubaba ozilungele kangaka....worse nj umuntu angamazi nizoyeka ukuphapha nifuna udumo Kuma social media...ibambe ngakho 😢😢😢😢😢😢

    • @tobilekhenqu1160
      @tobilekhenqu1160 20 днів тому

      The child is mentally disturbed, nothing done by Dr 3 second

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 19 днів тому

      @tobilekhenqu1160 ok kodwa Kade emthuka wayengahlanyi angit wayezphilela nj...which means uthinte umuntu owrong

  • @SphaShange-ms7vq
    @SphaShange-ms7vq 20 днів тому +6

    Niqaleleni le interview ningekho ready....manje ngingena uDr 3 seconds esakhuluma. Nikhombisa ukuba amahlathi.

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 19 днів тому +1

    Syabonga Baba ngokuthinteka,bese uzame ukuhlanganisa wonke umuntu azolekelela kuloludaba Syabonga, naku Ndabezitha okhona nabobonke abangenelele,ukuzosiza kuloludaba,Baba Dr 3second ngithi yobe Mkhulu, nomntwana simcelela uxolo,simcelela kubaba u3second amsize umntwana nd Baba syakuthanda siyi country❤❤❤❤❤❤, ANGBONGE

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq 20 днів тому +12

    vele kodwa ukwethuka abantu abadala ongabazi kusukaphi iybusiso niyozitholaphi bantabam

  • @SmangeleKhubeka
    @SmangeleKhubeka 11 днів тому +2

    King Zoso ngiyakuthanda kodwa ❤❤❤❤ okwempele angizenzisi

  • @amynkosi562
    @amynkosi562 14 днів тому

    We love you Dr from Gauteng. You are so kind. Ntate wa rona

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq 20 днів тому +7

    kodwa mina nginakho ukuthi lengane iqala ukthuka nje ibisivele inokudideka ekhanda meaning kungenzeka aknamuntu oyiloyile.

    • @tobilekhenqu1160
      @tobilekhenqu1160 20 днів тому +2

      Vele kunjalo, laba bathola udumo ngezikeshi sebethole ithuba. Manje sebenza sengathi wenzuwe yibona.

    • @OupaTshabalala-b6c
      @OupaTshabalala-b6c 20 днів тому

      ​@@tobilekhenqu1160zibuze ukuthi kungani kungahlanyi u max makhanya ohlezi abathuka ai zikesh lezi

    • @zandiledube9235
      @zandiledube9235 20 днів тому +2

      Mhlampe ubheme enye idrugs khona ehlanyisayo edayiswa la ePretoria ibizwa nge rock cha uhlanya mpela nomfana Ka Sisi wami wayithola la Pretoria saphoqeleka uku mhambisa ekzn early ngakusasa.

    • @tobilekhenqu1160
      @tobilekhenqu1160 19 днів тому

      @@zandiledube9235 Yes, fanele ba-focus koDokotela besilungu not laba besintu.

  • @DanielMathepe
    @DanielMathepe 16 днів тому +5

    Thanks DR 3second for forgiving the child hope n believe he will be fine after u meet face to face with his elders.

  • @endlesschapter
    @endlesschapter 20 днів тому +4

    Mkhulu mina bekuthi unesandla kulento yayo lengane ebanjwe istage,ngayibona levideo ikusho ngenqwaba yenhlamba,ake ubasize khona bezoke bethi ukuhlala phansi nayo indodana yabo

  • @VikaniVikani
    @VikaniVikani 20 днів тому +2

    Mhlampe Baba UNkulunkulu othe akadlalele ngakuwe kuze asizakale uyindoda emadodeni Dr🤝

    • @Sthandwa79
      @Sthandwa79 19 днів тому

      Nam ndivumelana nawe inoba bekuyindlela yoba avele uba uyahlanya lomfana eish nkosiyam yabuhlungu lento

    • @GebhuQxg
      @GebhuQxg 14 днів тому

      Ngvumelana nawe

  • @tobilekhenqu1160
    @tobilekhenqu1160 20 днів тому +3

    Indlela elibhalwe ngayo Iphepha-ndaba kwayona liyadukisa. They are still promoting these fake traditional healers. BEKUMELE ATHI: "UBEVELE ESEQALWE UKUGULA-NGEKHANDA OBONAKALE ETHUKA DR 3 SECOND KU TIKTOK".

  • @anelexulu4632
    @anelexulu4632 20 днів тому +3

    Bhuti syabonga ukusukumela lendaba ungabanaki Abantu ukuzoxolisa yikho okubalulekile njngamanje.bona baveza ukudineka okwenziwa ingane.so owayibona ivideo ingane ithuka Uma wayekwaz ukubhekisisa yayinazo izimpawu zokubukeka sakudideka okubi nokubuhlungu makucacele wonke umuntu ukuthi ungumfundi lokho amukho ongaz ukuthi umuntu owenze lento ubeshaya abazali bayo .Mama wengane maNtusi Sisi wami ungapheli Amandla yilwa uzonqoba ungamthathi njengohlanya uzobaryt umntwana uqinise kumaphilisi odokotela abakunike wona uzowathola Amandla okuthola inyanga ezomlapha aphile.

  • @cavirelagwala3627
    @cavirelagwala3627 19 днів тому +2

    Mina bengzothi if Dr 3 seconds wafaka u teaspoon kulensebenzo egulisa lomfana makaphinde afake Tablespoon manje,wayemthukelan munt omdala,z'yakhala!

  • @NontuthuzeloNontuthuzeloD
    @NontuthuzeloNontuthuzeloD 15 днів тому +2

    Amen mkhulu ngicela uyilaphe legane ungumntu olunge kambi siyayixolisela ingane dr3cent

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 20 днів тому +5

    Kodwa ukuthuka umuntu omdala akusiso isbusiso ngoba lama Social Media ayi kusazo mosha impilo zabantu umfana mhlampe useqala inyaope…use Pretoria kubo kwamazenzele ayica umfana uthole idrugs enzima

  • @SbongilepatienceMphakathi
    @SbongilepatienceMphakathi 20 днів тому +5

    Ingane engahloniphi ifuna kanjena why umfana omcane adelela umuntu omndala kanjena hayibo .kanti ingane zamanje zinjani koda hayi cha ngyabonga .engathi ungamyeka baba ukthukelani manje ngempela ngempela

  • @NontobekoSibisi-f2v
    @NontobekoSibisi-f2v 19 днів тому +2

    Ayi yini manje Zoso ukwi interview nomuntu esimhloniphayo ukhuluma nabanye abantu eceleni

  • @ThembisaXakatha
    @ThembisaXakatha 7 днів тому

    Ndymtha kelo Tata u humble❤

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h 20 днів тому +3

    Waqalekiswa esesiswini sikanina... Eseyihlwili.... Umuntu omdala umsuka ngani.... Ziningi iqalekiso la ku Social Media🤞🏽

  • @cavirelagwala3627
    @cavirelagwala3627 19 днів тому +4

    Mina ngyacela Dr 3 seconds cela uhlanyise lomfana okuthiwa ngu Max please 🙏futhi naye sewake wakuthuka.

  • @Sontomclight
    @Sontomclight 20 днів тому +4

    Welele😂😂😂 kwenzakalan la! Umuntu omdala yakhuluma Zoso wenzo'kunye 😂 ai ngeke ngath akuhambanga kahle😭

    • @mduduzimsomi5958
      @mduduzimsomi5958 19 днів тому

      Iyaxaka lento eyenziwa u Zoso umuntu omdala umatasa ukhuluma ngokunganami kwakhe.....nanka nalamasimba awuZoso abusy noki requestar kwamasimba nawo

    • @NontobekoSibisi-f2v
      @NontobekoSibisi-f2v 19 днів тому

      Kube uvele wamyeka eyedwa akhulume enzeke lezinto zakhe

    • @HLENGIWEKELLINA
      @HLENGIWEKELLINA 3 дні тому

      Kodwa anoke nithule nibukele kth kwenzakalani b4 nikhulume kyacaca kth uZoso usaqhuba wona umsebenzi lana niyeke ukuphapha

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 20 днів тому +10

    Akumahlaya kulelikhehla😂😂😂😂❤❤❤

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po 20 днів тому +4

    Wayemsuka ngani ubaba omdala kangaka emcapha ngezinhlamba or maybe ilenyawupe abayibhemayo

  • @sithembisomvelo9469
    @sithembisomvelo9469 20 днів тому +3

    Kodwa Zoso uDokotela uyakhuluma awumNakile ukhuluma Nabanye Abantu 100%Wrong🙄

    • @NtokozoMncube-v8d
      @NtokozoMncube-v8d 20 днів тому +1

      Nami ngizwe ingicasula nje leyo, angsaqedanga nokubuka le Vdo

    • @sibonelomwelase-j3k
      @sibonelomwelase-j3k 19 днів тому +1

      Angithi inkinga mncane, into nje enengane phakathi...

  • @Shaunjeejohnson
    @Shaunjeejohnson 18 днів тому

    The host u are a good man.u are a father may god bless u

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 17 днів тому +2

    Ay kodwa kmele iye kwaGudl' uzungene iyoxolisa🤞🤞🤞🤞

  • @HobzSA
    @HobzSA 17 днів тому +1

    Lungisa umsebenzi wakho King Zoso. Uza kahle kodwa kuyaphuma esandleni. Thola umuntu ozokusiza khehla. Asikucekeli phansi, muhle umsebenzi wakho

  • @sbonelomthombeni7545
    @sbonelomthombeni7545 17 днів тому +3

    My be wamthuka ngoba kuwubizo lukuthi uzolashwa khona

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 19 днів тому

    U Dr 3 second unobuso sengathi uzoncuma.❤❤😂😂😂😂 I love u mkhulu

  • @sonymansonny4083
    @sonymansonny4083 7 днів тому

    Abantu abasesabi izinto uyothuka umntu ongamazi yhooo mncede mkhulu nabanye bazatsho bafunde ntlonipho

  • @mballyiekim9253
    @mballyiekim9253 16 днів тому +2

    Waze wakhuluma kahle uNdabazitha ngithanda iqiniso lokuthi ingane ibivele ihlanya before ithuka inyanga and akaguliswa inyanga.

  • @nomkhosichiliza2222
    @nomkhosichiliza2222 20 днів тому +2

    Abatshelwe bakith lababathuka izinyanga,abayeke bazidonsela amanzi ngomsele,abayekelento

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 20 днів тому +3

    wayemthukelani mkhulu second??

  • @MkhombiseniMdletshe
    @MkhombiseniMdletshe 20 днів тому +2

    Ey yabhlungu lento💔mina ngaphatheka kabi kakhuuuulu ngodaba lwalomfana kodwa njengoba kuchazwa ngyalqonda futhi ngyafisa ngath umkhulu 3 second angaysiza naye akthole kumxolela nkosyami nakuba yabayimb inkulumo yengane
    Ngbong ithuba

  • @eugenentuli2438
    @eugenentuli2438 16 днів тому

    Akaxolelwe zingane zakwethu ngoba Sesi zwile kuthi phazamiseke khanda. Nakuwe Dr 3 scela baba uxole umntwana akakwzi akwenzile kuthi kunguku delela akayedwa ekhanda lakhe njengoba nomama wakhe chaza. Bafowethu asihloniphe abantu abadala yabonga mina 🙏

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 20 днів тому +1

    Ngaze ngamuzwela umzali wengane.Sengathi uxolo angaluthola enhliziweni ka baba Dr 3 Sec.ngoba kuyabonakala ukuthi uyagula ngekhanda.Nami kwangethusa ukubuka leya video umfana emncane kangaka umsuka ngani njena umntomdala .Mkhulu sacela umxolele ngoba umzali usezehlisile wachaza nangempilo yengane

  • @greenplanetbrightmoon1415
    @greenplanetbrightmoon1415 20 днів тому +2

    Baningi abasazohlanya ngendaba yokungahloniphi mabayeke ukukhuka abantu

  • @amynkosi562
    @amynkosi562 14 днів тому

    You are so humble baba Nkwanyana le ha ho le boima you still contain yourself. You are a real Christian. Keep on keeping on. Askies baba.
    Your fan from Gauteng

  • @amynkosi562
    @amynkosi562 14 днів тому

    Thank you Zoso for your intervention not forgetting abo Qwabe

  • @phindilemaphalala8962
    @phindilemaphalala8962 16 днів тому +2

    Ngisola ama drugs ,lafa izwe lethu yilama drugs seziziningi izingane ezibuye ema university ngalenkinga yama drugs.

  • @BayandaManhica
    @BayandaManhica 20 днів тому +3

    Ukuba nisale senigqilaza nalona okuqole 100k lapho ninomzala.

  • @mbulelomagwa7222
    @mbulelomagwa7222 5 днів тому

    Isenzo senu bafowethu kukukwakha isizwe, siyabulela bafowethu. Sibulele noThixo ngoMkhulu avume ukuthetha nosapo lomfana.

  • @amynkosi562
    @amynkosi562 14 днів тому

    It is not okay to be falsely accused I do understand why u baba Nkwanyana feels like this. Li lonke u xolo Dr wethu

  • @BhekiNgcobo-v8d
    @BhekiNgcobo-v8d 20 днів тому +2

    Zoso kukho0na okuwrong kule podcast. Umkhulu akahloniphekile. Nohlelo lwakho alusahloniphekile futhi aluhlelekile. Xolisa. lungisa

  • @sindizwane-c6w
    @sindizwane-c6w 12 днів тому

    Nithi lengane igula ngekhanda "Hhayi angikukholwa lokhu"If igula why ikwazi ujuthukana and imbiza nangegama, Ayinayo inhlonipho nje why angathuki ontanga bakhe asukele umuntu ongaba umzali kuyena

  • @DumisaniMchunu-p6t
    @DumisaniMchunu-p6t 20 днів тому +4

    Ukusukel umuntu ongamazi and omdala kugcina kunje

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 19 днів тому +2

    Nami ngicela ayelaphe

  • @NontobekoPrecious-p4e
    @NontobekoPrecious-p4e 8 годин тому

    Zoso ave uyihlathi why you didn't edit lokhu ukukhuluma eceleni kungaveli kle video ye interview

  • @nursenkosi9438
    @nursenkosi9438 19 днів тому +1

    Ibhema ama drugs lengane la ihlala khona e Pretoria indawo yama drugs ayiguli ekhanda lengane

  • @GebhuQxg
    @GebhuQxg 14 днів тому

    Owesfazane owayenopho iskhathi eside engalapheki lithi i bhayibheli kwambiza ukuthi athinte umphetho wengubo kajesu maqede wanqamuka umopho . Yobe kubaba unkwanyane kodwa baba wami wena ngiyakwethemba uzomtakula lomfana . Mxelele bandla uphazamisekile nami bengimkhubekele😢 kodwake okumhlophe babawami

  • @NobuhleMncwabe
    @NobuhleMncwabe 20 днів тому +2

    Zoso inhloboni ke le enisbukisa yona namhlanj

    • @NomandlaNyosi
      @NomandlaNyosi 20 днів тому

      Umbuzo wami badlala nje ngedata lethu

  • @NoziphoSibisi-do8bs
    @NoziphoSibisi-do8bs 6 днів тому

    mina ngasho kodwa ukuthi lomfan uyagula kule page lika Chris kwakhona o nqumidada abangithukayo mangikuveza lokho mxx lapho zithuka umuntu owenze I psych ozaziyo izimpawu zomuntu ongaphilile kahle.

  • @bandilendlovu1580
    @bandilendlovu1580 11 днів тому

    Slalele kuphike manje masenikhuluma nonke nama request wenu..??

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 5 днів тому

    Akaze ngiyibone ngisho ebhasini ngisagibela ibhasi 😂😢

  • @PinkyMkhize-c7r
    @PinkyMkhize-c7r 14 днів тому

    Ngingajabula uma engaxolelwa yibo bonke abonile .Ukugula kuba ngezindlela ezingefani,kuze kuvele late sekonakele,owasekhaya wayekhukuma ngezinyoka nabelungu singanaki ngoba wayengalwi,kanti kuyonakala ,so kungenzeka nakuye uqalwa ukugula .

  • @PrudenceMabaso-u4n
    @PrudenceMabaso-u4n 18 днів тому

    Naye lomfana wayengenwe ukuphapha manje sekuhlukumezeka abazali😭😭😭

  • @tobilekhenqu1160
    @tobilekhenqu1160 20 днів тому +2

    Musa ukuzifaka ekuguleni kwengane baba, manje usufuna ukusatshwa engathi othinte wena uvelelwa ngamabhadi.

    • @khayamusic3504
      @khayamusic3504 20 днів тому +2

      Uma ethi uzokugqilaza usuke ngadlali njalo bobuza kwabamaziyo

    • @tobilekhenqu1160
      @tobilekhenqu1160 20 днів тому +1

      @@khayamusic3504 ukhuluma nge Boxing instead of coming with the solution. Uma eyinyangi kungani engayisizi ingani, ibuye ize la izoxolisa. He is busy promoting himself instead of answering the questions and the way followard to help the child

  • @SibusisoMsibi-q2s
    @SibusisoMsibi-q2s 9 днів тому

    Ngyabonga Mkhulu ukukhombisa ukub umzali engabeni

  • @DuduSibiya-z9x
    @DuduSibiya-z9x 20 днів тому

    Siyabonga Nkwanyana,sibonge nalabo abazinikelile ukulungisa isimo,siyajabula ukuba kubekhona abantu abafana Nani abaxinikele ekwakheni isizwe.Unkulunkulu anibusise.Mama halala emthandazweni sizodlula isimo.Sinibonga nonke

  • @thokozanizulu558
    @thokozanizulu558 14 днів тому

    Siyabonga kakhulu Ndabezitha nobaba Qwabe yeye Phakathwayo Siyabonga ukuthi nibe ngabaholi sithi thina esizele manini njalo baholi besizwe Nkulunkulu abe nani

  • @PinkyMkhize-c7r
    @PinkyMkhize-c7r 14 днів тому

    Ukugula kuba ngezindlela ezingefani,kuze kuvele late sekonakele,owasekhaya wayekhukuma ngezinyoka nabelungu singanaki ngoba wayengalwi,kanti kuyonakala ,so kungenzeka nakuye uqalwa ukugula .

  • @kwangamashiane4372
    @kwangamashiane4372 19 днів тому

    Dr 3seconds cela usize ingane🤝🙏🏼🙏🏼

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 20 днів тому +1

    Nimlungisa nini uMgibe lapho kwanongoma? Ngoba naye uthukana nabantu

    • @NEWSMS985
      @NEWSMS985 20 днів тому

      Umgibe mfth asingasakhulumi ngaye usewaphuma kulento futhi ngeke uphinde umuzwe kuma media uma anona siyaxolisa bafethi 🙏

  • @mbalikhumalo2431
    @mbalikhumalo2431 10 днів тому

    Im out on king zosos work useqala ukuba nama mistake amaningi acikayo and akahlonipho manje ukhuluma kanjani no muntu ozo interviewer nabanye bantu naye ekhuluma asisekho interested kuma stories akho

  • @PinkyYeyeye-b2i
    @PinkyYeyeye-b2i 10 днів тому

    Shwele umthuka kanjn nje kod muntu oyinyanga pho😭😭😭

  • @NomthandazoNgobese-y9s
    @NomthandazoNgobese-y9s 15 днів тому

    Kwaze kwaba buhlungu lokhu ngikhalela ozele ngoba usengene emacaleni siyaxolisa kakhulu baba wesizwe Dr

  • @BonisiweKhumalo-q4l
    @BonisiweKhumalo-q4l 16 днів тому

    Siyabonga mkhulu ngoba uyazwela nawe njengomzali thokoza mkhulu

  • @njabulogumede9882
    @njabulogumede9882 10 годин тому

    Ngibona sengathi unkulunkulu uveze ukuthi kufanele alashwe ubaba mina ngibona njalo ngenelela nkulunkulu wethu

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 10 днів тому

    Uyakhuluma umuntu omdala nani nibhizi ngokunye ngapha.

  • @NomandlaNyosi
    @NomandlaNyosi 20 днів тому

    Uba abakhuzeki bazobona laba bathukelwani kanti abantu abadala zingane kulento bale Social media😢

  • @SiyabongaSibiya-mz6fp
    @SiyabongaSibiya-mz6fp 6 днів тому

    Mina ngibona sengathi umfana uyosizwa nguwe u Dr 3 seconds

  • @SbongilepatienceMphakathi
    @SbongilepatienceMphakathi 20 днів тому +1

    Ake niyòfika khona ku baba unkwanyana bakithi uDr 3second azokwazi ukukhulekela umfana aphile nkosiyami

  • @Lil_Bae2Smart
    @Lil_Bae2Smart 19 днів тому

    Uke abe serious kodwa uDr 3 second? 😂
    "Akaze sihlangane nayo ngisho ebhasini"😂😂
    "Akaze ngimshaye umuntu ngingakhokhelwe"😂😂

  • @MuziMavundla...
    @MuziMavundla... 20 днів тому +5

    Ngithanda ukuxwayisa abantu ngalomoya ongene ku social media, lizoqeda abantu ledimoni

    • @princemasango4264
      @princemasango4264 20 днів тому

      Yazi kunaleli Gama elithi umtalabho linginyanyisa kabi yilona elenza abantu bengasahloniphi

    • @princemasango4264
      @princemasango4264 20 днів тому +1

      Yazi kunaleli Gama elithi umtalabho linginyanyisa kabi yilona elenza abantu bengasahloniphi

  • @PhilisiweMnyandu
    @PhilisiweMnyandu 19 днів тому

    Abaxilolise ngempela kuwe baba ilhlazo elenziwe ilengane if ike yaphila komele ixolise kubaba kubuka wonke umuntu nakhona la kulama social media abawathandayo for ukubukwa

  • @PhumeleleShandu-z1k
    @PhumeleleShandu-z1k 17 днів тому +1

    Lengane bidelela Yaz ngavel ngashhaw uvalo

  • @Mkhizekhanyisani
    @Mkhizekhanyisani 4 дні тому

    Mkhulu ngthanda amancoko akho lena yokdelelwa izingane angifuni iyagqilaza inkilaytheka kwamaphumulo ngzinze germiston

  • @sifisondlovu309
    @sifisondlovu309 20 днів тому +4

    Zoso unprofessional,why talking with other people while interviewing

    • @GebhuQxg
      @GebhuQxg 14 днів тому

      Yazi ungicike kanjani NAMI cause bekumele asuke kumkhulu abeyedwa ayokhuluma nalona abemdinga unprofessional

    • @SibusisoSimakade-ti4gg
      @SibusisoSimakade-ti4gg 10 днів тому

      Nje.

  • @BenMkhwanazi
    @BenMkhwanazi Годину тому

    😢😢😢😢

  • @SimangaMavuso
    @SimangaMavuso 15 днів тому

    Shwele mkhulu kabuhlungu ukuthukwa yingane 😢alwehle ulaka mkhulu

  • @thokozanizulu558
    @thokozanizulu558 14 днів тому

    Asicele bab Nkwanyana ehlise umoya siyacela Zikode ingane ikuthuka nje iphazamisekile siyacela indlela eya phambili sizakale ingane siyacela Zikode

  • @MlindeneCele-yv7lk
    @MlindeneCele-yv7lk 17 днів тому

    WHY NINGAKWAZANGA UKUYA BOKWAYO KWANONGOMA NIYOYIKHUZA INGAKOHLANYI MANJE SEYAGULA SEKUMELE UMKHULU AXEGISE KUYO LENGANE UMTOMDALA AKATHUKWA

  • @kabitungavuyisile8782
    @kabitungavuyisile8782 15 днів тому

    Kungani kanti Uma bezimisele ngiku xolisa bengazidini baye khona laphana kwakhe as usually ehamba naye mfana ... Beyoxilisa

  • @NtokozoMncube-v8d
    @NtokozoMncube-v8d 20 днів тому

    🩸🩸🩸LoMfana akayeke insangu uzolapheka, sekuzo kuthiwe ungenwa imimoya nje kanti kudla iNtash, ngizwela abazali bakhe nje bethi bamfaka eskoleni kanti uzolibala insangu le emhlanyisa ikhanda

  • @NomandlaNyosi
    @NomandlaNyosi 20 днів тому

    Lezi ngane eziyisa kanje kulo social media kanti zinabazali😮ababakhuzi ngani Belinda kuze konakale beyeke ingane zithuka bantu

  • @LozazaStewy
    @LozazaStewy 19 днів тому

    Akaphazamise wa Macingwane phela sibone ucinela lomfana lomncane uhlulwa bobhululu wakhe uyatfusa wena seconds.

  • @RaphaelMazimba
    @RaphaelMazimba 10 днів тому

    Ay ingane yadelela yona,inhlonipho ibalulekile ngoba angbon kuth wayengamaz umkhulu coz sikhule sazi nje kuth ushaya isbhakela uDr 3 sec abayoxolisa kwamkhulu coz ulayin owodwa

  • @Mkhizekhanyisani
    @Mkhizekhanyisani 4 дні тому

    Kodwa leyngane zingenwe yini uksula abantu abadala, Kanto makthiwa iyagqilaza lento zbona ukuthi kyadlalwa

  • @NombuleloPhakathi
    @NombuleloPhakathi 18 днів тому

    I. Sound zoso pls

  • @SkhonziNokuthula
    @SkhonziNokuthula 17 днів тому

    Babu Kwanyana scela ukuxolisela umuntwana sethemba ukuthi umfana uzobangcono azixolisele ngokwakhe

  • @Thokozani-l5c
    @Thokozani-l5c 15 днів тому

    Ngihlezi ngisho musani kuthuka abantu kusocial media uthuke umuntu ongamazi nokumazi nizoyithola into enifunayo

  • @Ntombi-j1o
    @Ntombi-j1o 18 днів тому

    Usiko lakwa Zulu uyahlawula ngampela Futhi inkomo ehabhayo 1 eyesbili ugeze igama Lalo omthukile 2 wenkomo usiko lobukhosi besizwe

  • @bhekisbayya420
    @bhekisbayya420 12 днів тому

    Baba uNdabezitha ungawanaki amacommenti akulingiswe inkinga kuphela qghaaaaaa

  • @amynkosi562
    @amynkosi562 14 днів тому

    Sorry Dr re mo kopela tshwarelo hle ngwaneso. Re kopa tshwarelo le ho bao ba o tswereng abo gogo na bo mkhulu. U xolo mkhulu Nkwanyana thina uya si busisa.