Ukuphupha i-EX yakho kungathi nisathandana

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • Amaphupho ajule kakhulu awadingi ukuhlaziywa ngolwazi kepha adinga ulalele umoya uma uzolihlaziya

КОМЕНТАРІ • 95

  • @nelisiwemkhwanazi9765
    @nelisiwemkhwanazi9765 Рік тому +4

    Baba Mpunga...sahlukana kade no Ex kodwa kade ngimphupha noma kabili ngeviki exolisa, kodwa engaxoliseli ukuthi sibuyelane, ngimxolele ephusheni uma ngiphaphama ngikuchithe konke loko iminyaka elishumi yonke, kodwa emva kokushona kuka mawakhe weza wamxolisela ngavuka ngixolile ngase ngiyakhohlwa nya uye

  • @lillianmgomezulu4161
    @lillianmgomezulu4161 Рік тому +2

    Impunga....siyabonga ngo lwazi,ngicela umnikazi we Ngoma le e dlalayo ekungcineni kwe sibonakaliso🙏🙏

  • @BonisiweMvelase-wg4ci
    @BonisiweMvelase-wg4ci 5 місяців тому +1

    Thank, you, ngiyayivuma eyokuphupha ngoba usuke umcabanga🤞

  • @QueenOfSheba_
    @QueenOfSheba_ Рік тому +2

    Siyabonga Mpunga Yesintu 🙏
    Ngamphupha, ngambuza, waphika 🙆🙆🤣🤣
    Incwadi ngiyayidinga, futhi ngizoyithenga

  • @user-ky1pm9th5p
    @user-ky1pm9th5p 10 місяців тому

    Amen mkhulu bengisacela ukubuza ukuthi ngiphuphe ngisendlini yomuntu wami kunentombi azwana nayo kodwa engilandile mina ngafika ngawasha impahla zakhe yena wageza phambi kwami enqunu ngathi mangiya ekamelweni lakhe ngabona umsamo ngathi bekuhlatshiwe bokuno Mswane o fresh kudlalwe necansi bengicela mkhulu ukuthi ngathi ungangichazela ukuthi lisho ukuthini ngingabonga mangathola incazelo siyathokoza emakhosini

  • @chief9462
    @chief9462 Рік тому +2

    Lol Yaz Mpunga kumele ngihleze ngicabanga izinamba ze Lotto and before ngilale ebese ngiyakhuluma ngizifune futhi ngizithande kakhulu khona ngizoziphupha 😆 🤣 😂

  • @Pzee_Math
    @Pzee_Math 4 місяці тому

    Baba, ngiphuphe umuntu owangigila kabuhlungu, ngokuthi angakwazi ukukhawula kwabesimame. Kodwa mangimphupha uyangiziba noma mina ngimzibe. Mangingamphupha ngithi mangiphuma ngimbone. Angisamfuni ngoba ngiye ngabona ukuthi akukho okuyoshintsha kuye, uhamba ekbulelisa yinoma ikanjani, kubuhlungu ukubona umuntu ehlukumezana nabanye abantu engenalo uthando nokondla akazondli lezizingane😢😢😢 useno six wonke kodwa solo usaqhubeka, anginayo mina ingane naye, bekayfuna kanti ngizomthola nomunye athi uma wengane, ngimphuphelan ngoba ngizikhiphile kuyena

  • @NokubongaMbothwe
    @NokubongaMbothwe Місяць тому +1

    Thokoza mnkhulu mna bephupha Kakhulu nge Ex yami isaphila gembandi seshonile kodwa ngiphuphile futhi

  • @thulimandlovuseemi9566
    @thulimandlovuseemi9566 Рік тому

    Thokoza mkhulu mina ngino kuphupha u baba watwana bami ethi siyohlola Ngathi sehla kwethu,elinye Ngathi sihamba ndawonye Siya e mall sise mathandweni ungibambe ngesandla kusho ukuthini❤❤❤❤ it's been 7 months singasa bonani

  • @slindilemasondo9545
    @slindilemasondo9545 16 днів тому

    Mkhulu uma sehlukana ngashada naye washadwa but still nginokumphupha sindawonye fut sizijabulisa angimcabangi ngihappy lapha engikhona ngabe kusho ukuthini?

  • @maggy868
    @maggy868 Рік тому

    Mkhulu, Mpunga yesintu
    Ngiphuphe kunomcimbi wenkozo yamanazaretha kwakhokho wethu uBab Shembe
    Kwalapho sekufika iskhathi lapho sengizithola ngikulethela ukudla
    Ngiphethe isitsha esinephalishi ne wors
    Ngiyabonga

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 4 місяці тому

    Amen mina ngike nhiphuphe I x bt ngingazange ngiyicange

  • @hlengiwezondi-or1ep
    @hlengiwezondi-or1ep Рік тому

    Amen ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha elethelwa umembeso I Ex yakho

  • @charmaineshezi
    @charmaineshezi Рік тому

    Sanibona Mpunga, ngicela ukubuza ukuthi kushoni uma ngiphupha iex yami ize ukuzolobola ngezinkomo ezihambayo eziningi

  • @dunyiswamtaki
    @dunyiswamtaki 10 місяців тому

    So true always phupha ex yam and andikwaz kumlibala ndimcinga oko

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Рік тому +1

    Siyabonga bafo muhle umsebenzi

  • @kwanelekhulekani4413
    @kwanelekhulekani4413 2 місяці тому

    Sawubona mtomdala igama ngingukwanele ngicelal mnewethu ungihlephulele ulwazi mayelan nokuphupha nge ex , ngiphuphe mina ne ex yami sikubo kunomsebenzi kumnandi nje kungaliwa sizixoxela lapho tomdala cela usizo

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Рік тому +1

    Makwande Makukhanye ✨🙏✨

  • @PhumlaniMngadi
    @PhumlaniMngadi 21 день тому

    Ukuphupha x yakho nibonana engcwabeni ngabe kusho ukuthini?

  • @NokubongaBongs-qh7vc
    @NokubongaBongs-qh7vc 9 місяців тому

    Baba ngahlukana nomyeni wami ngexa yomuntu owayesehlukanisa manje njalo uma ngimphupha ngimphupha sengathi kuhle nje phakathi kwethu and sasihlanganiswe ngabantu abadala ukuze siganane

  • @user-oq2cz8pc1b
    @user-oq2cz8pc1b 9 місяців тому

    Baba Mpunga cela ukubuza kuchazani ukuphupha umuntu ongasekho emhlabeni ethi hamba uyokwala iEx yakho Thokoza Mkhulu

  • @sandilemzinyane
    @sandilemzinyane Рік тому

    Mina Mpunga yeSinto ngaphupha izwi lithi kumina uSbanibani ufuna ukuk'bona laze lasho kathathu, okwesithathu ngacikeka ngathi ayi ufunelani ukungibona ngoba useNkosikazi womuntu langaphendula

  • @leboganglebogang6113
    @leboganglebogang6113 Рік тому

    Sawubona Mpunga..ngiphuphe ngine ex yam sinqunu endlinni eyodwa sincokola kumcandi size sigijimaseni ngokudlala..day before ngimphuphe ethi ucela ukungilobola aphethe ne dress...ingabe kuchazani?

  • @nontsikelelokhumalo2444
    @nontsikelelokhumalo2444 Рік тому +1

    Uma uyiphupha ikunika i-ring.
    Upinde futhi uphuphe ngelinye ilanga uyinqaba i-ring Koda mase uyamkumbula Kona ephupheni iphupho likutshele kahle kamhlophe ukuthi wenze ngokuyonqaba. Elokhu cina ngilele nomuntu engangithanda naye ngaphupha engathi upendukela kimi. Emva kwalelo phupho angipinda ngamthanda umuntu engangithanda naye. 🥺😔
    Then mase emva Kwa three months ebuye ethi ucela nibuyelane, Ngaqaba 😭😭 Koda ngisamthanda ukuthi angifuni adlale ngami.

  • @SamkelisiweShazi
    @SamkelisiweShazi Рік тому

    😢mina ave ngiphupha ex yami lapho ngize phuphe nenkinga zakhe, hlezi ngimuphupha esihleka noma sixoxa kahle kodw la emhlabeni asikhulumi hlobo infact uyabalekela nje 😅🙈 khona lana ngiphupha sise ngcawini na la siguqe phambi komshumayeli etempelini

  • @lwazimbatha5454
    @lwazimbatha5454 15 днів тому

    Thokoza cela buza umaphupha dobula muntu kosho uthini?

  • @NtombenhleZikhali-hs5tg
    @NtombenhleZikhali-hs5tg 3 місяці тому

    Thokoza mkhulu mina ngaphupha izwi lesalukazi lithi ngisamthanda yini lomfana engithandana naye

  • @user-uw3xu3xs1o
    @user-uw3xu3xs1o 5 місяців тому

    Sawubona mkhulu bengicela kubuza ukuthi kushukuthini ukuphupha uutenga usweet ngenali yakho yokugcina estolo ngiyabonga.

  • @esthermncube9877
    @esthermncube9877 Рік тому

    Mina Mkhulu ngiphupha iEx okungubaba wengane ayiphika kudala kodwa uyamondla umtwana ngeMaintenance ethi kudala engifuna ehamba ngeMoto emhlophe engijabulele ngamgcina 20yrs ago usaphila yena

  • @vusumuzingcobo2562
    @vusumuzingcobo2562 Рік тому

    SIYABONGA KAKHULU MPUNGA YESINTU SIDLILE AMANINGI ESAKENI,AKE UCHAZE LANA UMA UPHUPHA X YAKHO ESEYASHONA KUCHAZA UKUTHINI BABA MPUNGA YESINTU

  • @AndroidUsershaka
    @AndroidUsershaka Місяць тому

    Mina ngyphuphe intombi Yami ngiyisendela imali yo R300 kodwa ngyno nyaka ngyngakamboni udali wami

  • @siyabongashoba9901
    @siyabongashoba9901 Рік тому

    sawubona Mpunga yesintu besacela usicalela ngomlando wakwa Ngcobo kanye no Dube siyacela

  • @AndroidUsershaka
    @AndroidUsershaka Місяць тому

    Mina ngyphuphe umuntu ngymzonda kakhulu

  • @MdumiseniMvundla
    @MdumiseniMvundla Рік тому

    Chamagu mkhulu sacela ukubuza kuchazani ukuphupha uhlwithwa umuntu roll on yokugcoba ekambeni kwesikhathi uthole ukuthi bithathwe umuntu wesfazane ongajoli nanaye noma uyilanda agoloze naye uze ukhulume nabazali kube yima uthola khona kubo

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Рік тому +1

    MKHULU KHEHLA MUNTU OMDALA NGIYABINGELELA MPUNGA

  • @NondzondeleloMakupula-iy5cu

    Mba Mkhulu ndiphuphe my late ex isithi ndingumfazi wakhe exelela osisi abathathu ngathi abathandi, yena sengumqhubi webhasi kanti wayenocode14 qha andfun kufa mkhulu uphupha umntu owabhubhayo

  • @nolwaziimbutho2629
    @nolwaziimbutho2629 Рік тому

    Mawuphupha iex boyfriend yakho uyixolela uyihug sibuyelana ngabe kusho ukuthini

  • @MfundoBongumusa
    @MfundoBongumusa 4 місяці тому

    Mina mkhulu ngiphupha umuntu engangithandana naye esingimshiye ngoba esengiziba ngakhetha ukumshiya kwamphatha kabi lokho ukuth sengiyamyeka manje ngimphupha ethule engasho lutho edabukisa

  • @TeamoManget
    @TeamoManget Рік тому

    Thokoza mina ngiyavuma ix yam ashlukananga kahle kwabaleka mina ngoba wayezongibulala namanje asthelelani amanzi kodwa silengane mina ngiyafisa akhohlwe yimi

  • @lindanisbiya5152
    @lindanisbiya5152 5 місяців тому

    Kuchaza ukuthin ukuphupha ulele ne ex yakho ulele nayo kodwa ikugabha kwezo cansi

  • @vuyelwantuli7787
    @vuyelwantuli7787 Рік тому +2

    Uma uphupha umuntu owake watandana naye engati uyagula ephupheni uvele amabele umzimba won ke like amatumba

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Рік тому

      Kunenhlambuluko ekumele ayenze kuwe kunemfihlo anayo ekumele ayigonyuluke kuwe

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Рік тому

    Zduma ngempela mfokaMbanjwa.Mzukulu kaMdumo. Thina sikhleza kogwansile

  • @nonhlanhladlamini6730
    @nonhlanhladlamini6730 3 місяці тому

    Kushoni kuphupha kusha ekameren lawulala khona kunelangabi elikhuku.phinde kucime masishane

  • @NamhlaThiwani
    @NamhlaThiwani 2 місяці тому

    Ukuphupha ex yakho ingathi iligeza iyaphambana ihamba estratweni nge begin (Bvd)?

  • @TysonBatista
    @TysonBatista Рік тому

    Ngihlezi ngiphupha ex-wife siyecansini njalo nje.

  • @meriammeriam7081
    @meriammeriam7081 Рік тому

    ngi phuphe
    ex si happy
    another thing ngiphuphe 2 yama ntombazana alwa nami
    meaning?

  • @esthermalepa5084
    @esthermalepa5084 Рік тому

    Thanks Mpunga.

  • @user-qs9gt4sl1z
    @user-qs9gt4sl1z Рік тому

    Sanibona
    Ngicela ukubuza if uphapha I ex yakho isekhaya komalu kungathi uzokubona nisahlele emotweni kuqhamuke izonkomo ezimbala obumvu ziza ngakini

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset Рік тому

    Kodwa Mpunga awusebenzanga ngokuthembeka kimi ngafona mayelana nendaba yencwadi le othi ikwiSpesheli wathi angikubhalele kuWhatsapp Ngenza njalo akaze uphendule

  • @Bongeka-fn6pl
    @Bongeka-fn6pl 6 місяців тому

    Mpunga yesintu uxoxa iqiniso yhan into xa uyicinga kakhulu uyakwaz umphupha

  • @stellamncube-n9u
    @stellamncube-n9u 7 місяців тому

    Ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha iex ikusa Kubo nize nigcina ningene embhedeni

  • @MbongeniDlamini-s2f
    @MbongeniDlamini-s2f 22 дні тому

    That's true

  • @siyabongamhlanga-ey1ne
    @siyabongamhlanga-ey1ne Рік тому

    Ngiphupha muntu bengithandana naye uyangifonela uthi silungise izinto

  • @Lina-rr2kl
    @Lina-rr2kl Рік тому

    Ukuphupha ixyakho nihlele kodwa besingakafiki ekhwenzeni ikonzo

  • @Easy15305
    @Easy15305 Рік тому

    I dream about a person whom we dated for the past 10 years, since I left him I didn't dream about him, but it started last year, I dream about him every month but twice a month, n don't know if he's still alive or not

  • @nonkosimaranjana9376
    @nonkosimaranjana9376 Рік тому

    Mkhulu ndiyakuva nam ndiphuphe ex hayi ngoba ndiyicabanga unomuzi nam nditshatile ndimphupha egqoke kahle ndiya kuye ndimbambe anqabe ndimbambe ndifake ingalo yam kuye lana ezinqeni avume sihambe kusenjalo ndimbone sesina angiwubonanga kakuhle lomzi ubesina kuwo sengqoke iskhindi kwaphela kanjalo

  • @thamikele7229
    @thamikele7229 6 місяців тому

    Mkhulu ngicela buza lengoma edlala egcineni shawa ubani?

  • @zethumgenge3966
    @zethumgenge3966 9 місяців тому

    sanbona ngicela ukbuza kuchazan ukuphupha ix yakho ibuyile kodwa isihlupheka

  • @nqubekosxubho3302
    @nqubekosxubho3302 3 місяці тому

    Tnx babab

  • @makhosazanamthethwa
    @makhosazanamthethwa 5 місяців тому

    Waze walikhuluma iqiniso 😂😂

  • @phindilemthembu8285
    @phindilemthembu8285 5 місяців тому

    Ngicela ukubuza ngiphupha umuntu esahlukana naye ngisichitho

  • @NokubongaZuma-tk2hy
    @NokubongaZuma-tk2hy 5 місяців тому

    Kuchaza ukuthi ukuphupha wamukelwa umama womfana othandana naye kubo kodwa ubone i-ex yakho khona lapho ihamba nami iya kwagogo wami la kuzalwa khona Uma ngathi uhamba nabantu bakubo u-ex boyfriend

  • @KhanyisileKhumalo-sp9sg
    @KhanyisileKhumalo-sp9sg 5 місяців тому

    Thokoza... Ngicela ukubuza ukt kusho ukuthini ukuphupha umuntu owawuthandana naye enomunye umuntu nawe ukhona lapho

  • @BeautyMasuku-t3n
    @BeautyMasuku-t3n Місяць тому

    Sawubona mkhulu kuchazi ukuphupha ex yakho ikunika imali

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому

    Makwande Mpunga!🙏

  • @NomathembaMthembu-ng4gv
    @NomathembaMthembu-ng4gv 4 місяці тому

    Mkhulu thokoza mawuphupha ulala ne Ex yakho enizondana nayo kusho ukuthini

  • @rhulanifurumele9728
    @rhulanifurumele9728 Рік тому

    When you dream her meeting in town and you talk to her in good terms?

  • @user-gk9px6nc6j
    @user-gk9px6nc6j Рік тому

    Ngicela ukubuza ukuphuphu ndiza kusho ukuthini lokho

  • @snazomazandinxumalo5153
    @snazomazandinxumalo5153 Рік тому

    “Lokhu Abatho iEx”🤣😭

  • @sibusisothwala7099
    @sibusisothwala7099 Рік тому +1

    Impunga yabantu❤❤❤

  • @user-pp5en8wm9m
    @user-pp5en8wm9m 3 місяці тому

    Kutshoni ukuphupha i ex yakho izekwa ngomunye umuntu

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, abathakathi, amaphupho, nangamasiko? Deuteronomy 9:10-12,13:1-6,Mark 7:7-9,13.

    • @sanelisomkhize3952
      @sanelisomkhize3952 Рік тому

      Mhlonishwa ✋,kungani ungaphenduli uma umuntu ekubhalela kuwhat's up?

    • @lindokuhlelindor9803
      @lindokuhlelindor9803 Рік тому +1

      Hlala lapho Ku Deuteronomy siyeza soklndela okwamanje awuthi usishayisa ngomoya . Sisaeryt lasikhona. Good night

    • @tumelomoloi9637
      @tumelomoloi9637 Рік тому +1

      Weird how you are here on a platform of ppl expressing their beliefs bothering noone
      Penetrating your own beliefs . Ufunani kwi platform yento ongahlani nayo?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@tumelomoloi9637 UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi ufuna abantu bakhe balazi iqiniso elivela kuye elisebhayibhelini 1thimoty 2:3-4,John 17:17.

    • @lindokuhlelindor9803
      @lindokuhlelindor9803 Рік тому

      @@vusimngomezulu2500 thanks God uyalazi keep it there.

  • @PhelelwaKotsana-oo6ep
    @PhelelwaKotsana-oo6ep Рік тому

    Hy❤

  • @itsallabouttime1564
    @itsallabouttime1564 Рік тому

    "wayengave engiphethe kahle umpunga yesintu" 😂😂😂😂❤

  • @babalwaralo8177
    @babalwaralo8177 Рік тому

    Tata if the uphupha your ex picks you up with his car ...and after you now see u share the same bed ?

  • @hdtv1275
    @hdtv1275 Рік тому

    🙏🙏🙏

  • @Nontobekosweetness-wk1im
    @Nontobekosweetness-wk1im 10 місяців тому

    Ukuphupha ushada nayo I ex yakho kusho ukuthini

  • @snazomazandinxumalo5153
    @snazomazandinxumalo5153 Рік тому

    ❤❤❤❤❤❤

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 Рік тому

    I think incwadi yakho iyabiza. R500 is too much..maybe if it was R350 that would be reasonable.