SEKUYINGOMA UKUDLA IGOBONGO

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 31

  • @sweetnessmolapo9948
    @sweetnessmolapo9948 3 роки тому +9

    Congratulations on 30k subscribers! 👏🏿👏🏿👏🏿

  • @manzolwandleiqhawelemvelo7976
    @manzolwandleiqhawelemvelo7976 3 роки тому +1

    Mfoka Mbanjwa siyabonga kakhulu ngamaqiniso osusivezele wona 🙏🙏 yazi ngathi uyasazi isimo engibhekene naso. Mina ngingumuntu owazalwa embethe ingubo yenhlanhla kodwa mangihamba abantu bangitshela ukuthi kumele ngimiselwe amagobongo. Abanye bayangididisa bathi ngaphambi kokuthi ngembule kumele ngiqale ngegobongo bese ngiyembula. Abanye bathi kumele kube izimbuzi ezimbili zokwembula emhlophe nebomvu eyy mina ngizinike iskhathi angangasheshe ngembule ngingakabi naso isqiniseko esigcwele.

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 3 роки тому +9

    Uqinisile Mpunga YeSintu usuke uzidonsela amanzi ngomsele Uma wenza noma uhambela phambili abantu abakwembathile kuzosondelA laba abangosonathuba bese Kuma yonke into empilweni yakho ngeGobongo nje obekungamele ulidlile... Ngiyathanda mawuthi nawe cubungula ngaphambi kokuthi wenze okutshelwe omunye umuntu

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 3 роки тому

      Uma ulidlile kanti kakufanele ikuphi okmele ukwenze,nanokuthi ulidlile awukaphothuli kodwa izinto zivele zibe mnyama kakhulu kuphele nemali kusuke kwenzakalani ikuphi okmele ukwenze?

  • @sim3702
    @sim3702 3 роки тому

    Siyabonga Mpunga yesintu, ukhuluma nam. Ilungiswa kanjani lento, umelaphi wendabuko? Ngadlala Makhosi omunye, wathi angilithenge ngilishaye

  • @sindiswayose4273
    @sindiswayose4273 3 роки тому

    Syabonga Mpunga👏👏 ulwazi olujulile...mina sebevele kaningi abantu abadala bethi ngiye kwi Mpophoma kodwa ngiyesabaa😊

  • @bnkutha3518
    @bnkutha3518 Рік тому

    yah neh 👏👏👊👌

  • @khosi_
    @khosi_ 3 роки тому

    😂😂😂
    Cha, wena Impunga ye Sintu ungethuki, hamba uyoqeda ngoba uzokweleta lamadlozi futhi ukhulume ngokweqiniso, awufuni ukweleta labo bantu, buze mina ngiyazi... Great Channel to watch, Siyabonga Mkhulu.

  • @God_is_an_Atheist666
    @God_is_an_Atheist666 3 роки тому +2

    Impunga kanti igwala😂😂🤞. Manje makusaba nina thina sobanjani.

  • @kwazilucas
    @kwazilucas 3 роки тому

    Ay mina Mpunga ngiyakuvumela kodwa kokunye angivumi. Izinto zemimoya ziyahluka umuntu ngomuntu. Angiboni kuwumqondo omuhle ukuthi sishaye phansi ngonyawo sithi ngeke into enje nakanje ngeke ize yenzeke ikakhulukazi izinto ezithinta imisamu yemizi ehlukene nokusefa kwabelaphi ngokuhlukana kwabo. Sengivala ngancono ukuthi uyachaza ngokuthi imaphi lawomagobongo abantu okungamele bawadle ngoba akhona amagobongo adliwayo ngezizathu ezithile ukulungisa abantu abadala kumuntu okungasho lokho ukuthi lowomuntu seyathwasa.

  • @mbalindelu9295
    @mbalindelu9295 3 роки тому +5

    Siyakuzwa Mpunga Yesintu futhi ukhuluma iqiniso. Kodwake manje inkinga ebakhona kuthi asinazo izinhlanhla ngokufana kuthi kufike abantu abadala kuthina ngamaphupho bakhulume. Akuthina sonke esinabantu around us who can explain dreams for us.
    Ngike ngizwe ngama signs and dreams ezinye izinto kodwa awegobongo bandla cha angikaze ngizwe ngawo. Siyacela kuthi nisihlaziyele kuthi ubona kanjani mekufanele umiselwe or udle gobongo

    • @God_is_an_Atheist666
      @God_is_an_Atheist666 3 роки тому +1

      Eyi mfw2 ungasho uyiphinde🤔. Ulinde Ulinde abantu abadala nemiyaleza lutho😒. Uphupha ezinye izinto nje qha.

    • @busisiwesibisi8814
      @busisiwesibisi8814 3 роки тому

      Ngempela nami ngyafisa ukuchazeleka ukuth imaphi amaphupho asho ukuth mele udle igobongo ngoba no Google nabantu esibuza kubo usho izinto ezihlukene, syacela kwi mpunga isichazele lamaphupho, noma kungasesilo iphupho koda isimo salo🙏

  • @msawenkosinyuswa6417
    @msawenkosinyuswa6417 3 роки тому +1

    Inkinga isekuthini asboniswa ngendlela efanayo uma silele and okunye bazothi laba abasebenza ngezimpande angeke batshelwe uwena ngomsebenzi wabo.

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 3 роки тому +3

    IZIPHI IMPAWU ZEGOBONGA UBONA NGANI KUTY FANELE UDLE IGONONGA

  • @Madodaenator
    @Madodaenator 3 роки тому

    Injalo nje. hlezi ngibatshela ukuthi angeke impela uye phehlweni ubuye ungasabenzi , kuyacaca ukuthi wathwasiswa kungafanele

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 3 роки тому +1

    Sothini ngoba usuka uhamba udinga usizo ngokuhlupheka Mpunga babhidanisa izinto mpela

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 3 роки тому

    aii isiziba ngiyasihlonipha nami

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 3 роки тому

    Waybeka yacaca syabonga Mbanjwa🤝🏽

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 3 роки тому

    Bahlohla I suitcase Mpunga 😂😂

  • @thandomkwanazi4217
    @thandomkwanazi4217 3 роки тому

    Inzima indaba yigobongo. Kudlalwa ngabantu ngoba bexakekile bengenalo ulwazi

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 3 роки тому

    Kunjalo Mpungaa sekwadlalwa ngabantu ngendaba yegobongo

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 3 роки тому

    Imvamisa bayalidla nje after that sebezibiza ngezagoma

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 3 роки тому +1

    Siyabulela mpunga yesintu ngolulwazi lungaka

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 Рік тому

    Angivumelani nawe ukuthi wonke umuntu othwasile uthwasele ukusebenza. Kwesinye iskhathi kusuke ulashelwa imimoya okanye ukuvula izinto zakini. Lokhu okushoyo kuwrong. Noma ungathwasa emaphusheni kodwa iphehlo nosiko luyadingeka lento yokusaba ukuthwasa bese nivika ay ay ay.

  • @nzuzomthembu8913
    @nzuzomthembu8913 3 роки тому +1

    Nduna kaNdaba, siyabonga koda ke inkinga iyodwa lapha kuma comment awusilekeleli uma sibuza kodwa ulwazi uyasipha kakhulu nasocingweni awutholakali, akuthina sonke esikwazi ukufinyelela emphelandaba kodwa siyafisa, mina ngiyafisa uke usichazele kabanzi ngokuphahla nangokuhlukana kwakho njengoba wake wakhuluma ngako kodwa awenabanga kabanzi.
    Ngibonge ithuba.

  • @busisiwemcanyana117
    @busisiwemcanyana117 3 роки тому

    Ai ngyakvuma lapho igobongo sebevele balisho nje

  • @feliciantombizikhonamabali8240
    @feliciantombizikhonamabali8240 3 роки тому

    Eish waze wakhuluma baba kunento engfisa uyazi uba if wamboniswa kudala umntu oyokuthwasisa wahlala iminyaka ungayi bese xa uyakuye ufice washona wenza njani kwi case enjalo

  • @nononkosi1527
    @nononkosi1527 3 роки тому

    Ngikuzwa kwahle

  • @nomasikononhlanhlakhuzwayo4248
    @nomasikononhlanhlakhuzwayo4248 3 роки тому

    👏👏👏👏👏❤️

  • @mduduzimkhize1653
    @mduduzimkhize1653 3 роки тому

    Fuze usabani ukuya empophomeni?