It’s not right nje ukuthi abantu bazophilela ukudlala izigebengu ngoba zithembe ukuthwala nezinyanga ezivikela izinkabi. Namaphoyisa mayenza kanje abantu bazoyaphi? May God protect this man and his family.
Strait nje ayikho lento lomuntu unobufakazi bonke ngemoto yakhe but Mdu keeps on blaming him ukuthi wenza ama false allegations towards izigebengu. Totally a waste of time🫤
Nkosiyami sengathi angasizakala lobaba isono .Ziningi izinto ezenzeka la emhlabeni Kodwa nawe Baba uzithathaphi izindaba enkulu kangakA ubala nama Gama abantu ku tv Kuningi njena okulo baba.Hope Thuleleni uzomusiza Ziningi izindaba eziqukethwe yilo baba
Into engiyibukayo la iThuleleni ayikwaz ukungenelela kozozonkeniynkinga, yabona nje le ngeke ayenze lutho idinga X Repo le. Lembuzo ebuzwa uMdu idakiwe nje
May God protect this man. I can even Mdu is intimidated by this matter for once. Taxi industry is too rough. Certain people cant deal with it. Ubaba akaxole adlule. And hope his life is in Gods hands. Mdu, please help where you can. But also be safe...you know very well how the streets here eMlazi work.
Bhuti mdu mina ngiphila ngokubuka ama episode akho every day but kulokhu baba uyangphoxa ngyazi lobaba umbuka ngelinye iliso as if akaphilile ya ngingavuma Nami but one thing engibonayo lento isimubangele stress kwangangokuthi ngathi akasaphilile nasekhanda ngicela umnike ithuba naye athole uncedo😢😢😢
Very disappointed in this show in this matter bcz to me they hv done nothing to assist this soul instead thy exposed him into killing as he already mentioned tht bafuna ukumbulala vele
The story is very simple kumuntu onosizo by the look of things it does help ithuleleni nge content nokuthatheleka phansi indlela abuzwa ngayo kunzima aykancane akunamzamo la
Yinhle iVision yohlelo mfoka Mkhwanazi mntaka baba. But honestly speaking, if you never wanted amagama abizwe beningawacima ohlelweni. Okwesbili, as a Presenter, you shouldn't be judgemental coz your duty is to do iDamage control. Maybe going forward you should have a disclaimer to cover your tracks. Syacela Nkwali yenkosi niyelekelele lensizwa iyaludinga usizo ngoba it's clear they took iAdvantage of him.🙏
Hey thuleleni mfowethu thwele kanzima because mele size kodwa le inzima mfowethu kodwa nje bona ndlela o handle lendaba ngakhona noma ikhona kodwa bona ubufakazi bungaqinisekiwe kodwa nje Hey kunzima, ifaka namagama bantu.
Lendoda ithi yayidubula yatrainwa kubuye kuvele nokuthi yayinkabi nakhu nengqondo ngathi iyaphithana khona okushaya amanzi la kungenzeka sekukhuluma amagazi abantu,nale information engaka uyithathaphi if he was not part of it,kuningi nje amahliphihliphi
Mina on my own option lo baba😢 I story sakhe Sikhona ukuthi uhlukumezekile futhi akasizakali ingakho esefaka ngisho Information engadingeki mhlampe useyasaba 😭😭😭…..kubuhlungu ukudliwa imali ungasizakali
Mxm wena Mdu uyabheda nje kulolu daba ngoba lo baba uyalubeka udaba lwakhe. Okwakho ukuthi ulandelele kahle nithole letter of demand ayothola imoto yakhe finish
Cha Msakazi musa ukuba Judgemental kwawena nje umbukela phansi loBaba...
Lol involve u Cele lol
nami ngibona kanjalo angathi umsakazi naye uthatha uhlangothi umthatha kancane loBaba
Ubhut uMdu akafun uksiza lobaba...istory sikalobaba siqondile udinga imoto yakhe kphela ngyacela nimsize
Ubufakazi akanabo ubhut but isho into akatshelwa yona...amaphepha emoto akhona finish 😢😢
Siza bo Thuleleni ngamandla akhe lobaba
Cha presenter yethu siyaluthanda uhlelo lwakho nangedlela olibambae ngalo kodwa kulegame gathi ugeja umzila uyamjaja ubaba yebo khona izitory zoning kuyena kodwa udweshu lendaba lunobufakazi okwakho hambo uyo confirmer i ownership bese nisiza ubaba ngetekisi lakhe
Ubhuti Mdu umthathakancane lobaba intp engiybukayo
Ai, nami angythandi indlela ambuza ngsyo shame.
Uyadinga ukusizwa lobaba.
Yazi bhuti uMdu bengiluthanda uhlelo lwakho but lobhuti awukhulumi naye kahle and umthatha kancane u wrong nje.
too much 🚮
True
True
Yebo mft bhuti Mdu umthatha kancane kakhulu lobhuti ekbeni eveza bonke ubufakazi
Uyaphoxa uMdu kakhulu ayaliyeke Lululemon uma ezokhetha abantu lobaba akamthathi serious nakancane
We presenter musa ukubukela phansi umuntu ozofuna usizo
Hamba uye kux repo uma umamaphepha uzokusiza u x
Akekho umuntu o clean kanjena, ohlanyayo, ophethe nobufakaza obuphelele😭😭💔😡😡😡😡😡😡
Yazi mfe2 iyangcika nami lento lobaba ibuhlung inhliziyo yakhe lapho uloku eyenza ihlaya lento
Wena Baba oyiPresenter Musa kbukela phansi loMalume odinga imoto yakhe uyabonakala kuth unokumenza slima izinkulumo zakho aziyi ndawo wenza ngath uzokwazi kumsiza kant cha ... engabe umusiza ngokuth umuxhumanise no X-Repo ... yeke lombhedo olokhe wibuza engath khona usizo ozolenza kant cha... ugxeka kphela unjalo Presenter woBaba omdala... LoMalume kwadliwa ngeMoto kuye ngeyBhamu kwayena wasaba nasemqondwen ngath akasekho ryt yamudla lento... and thola uX-Repo wena uqobo usize uMalume athole iLetter of demand nisebenze no X-repo not lento yakho yombhedo oyikhulumayo..... ngagijimisi content nama Subscribers angith ...
😂😂😂 Iyesaba iPresenter. Iyasha. Yonke lento ayibuzayo, kwenziwa uvalo.
UMdu udunyelwa upotiyane phela ku Taxi industry akudlalwa laphana kuginqika indoda uMdu uyambona nje ukuthi seqhuba inkulumo nje ngoba lento involver abantu abenengi neyibhamu phakathi uyabona ukuthi leyi ayingangaye
Ay lendaba angeke ilunge la kathuleleni
Ay lendaba angeke ilunge la kathuleleni
@@caspermavundla😂
Loluhlelo alunasizo nje
Serious akunasuzo nje
Ngampela loMdu wakhona kuyasho ukuth akafundisiwe ukuth how to interview abantu
That true 😢
UThuleleni bekungafanele amveze lobaba ngoba khona ozoshona lana ngiyasaba😳
Bazokubulalela iqiniso💔💔💔
Yes bazombulala
It’s not right nje ukuthi abantu bazophilela ukudlala izigebengu ngoba zithembe ukuthwala nezinyanga ezivikela izinkabi. Namaphoyisa mayenza kanje abantu bazoyaphi?
May God protect this man and his family.
Bhuty go and get letter of demand and contacts xrepo
Please help me how to get X Repo 🙏
Strait nje ayikho lento lomuntu unobufakazi bonke ngemoto yakhe but Mdu keeps on blaming him ukuthi wenza ama false allegations towards izigebengu. Totally a waste of time🫤
@@thembidaniels6038pls checka on Saturday ngo 19:00 (7:00) ntambama uyayikhipha Ku Moja Love channel 157
Xrepo usiza abase Gp kuphela
Nkosiyami sengathi angasizakala lobaba isono .Ziningi izinto ezenzeka la emhlabeni Kodwa nawe Baba uzithathaphi izindaba enkulu kangakA ubala nama Gama abantu ku tv Kuningi njena okulo baba.Hope Thuleleni uzomusiza Ziningi izindaba eziqukethwe yilo baba
Lo bhuti uvakala ngokuba wafumana i advice kwababantu bathathe le moto kwathiwa makathenge imoto i line ikhona kanti kudlalwa ngaye
Yaze yabuhlungu ke lendaba kalobaba. Nalapha ngathi uthathiswa okwesilima nje. Uyazama ukuchaza kodwa ngathi wuye osebukwa njengomuntu onamanga.
Useyidelile impilo yakhe yikho esekhipha konke akwaziyo nabantu abamhlukumezile. Uma ebulewe. kuyokwaziwa ukuthi obani.
Asifundile sonke kodwa akukho right ukudlala ngabantu.
Amandla kalobaba nezinyembezi zakhe sengathi zingeke zawela phansi.
I wish ngabe ubengavezwanga ubuso bakhe ngoba usengozini manje, namaphoyisa angeke amvikele. Ngaphandle koMdali.
Ne presenter was not kind to him kanti abanye unozwela kubo. Noma inkinga ukuthi ukhiphe amagama abantu
abasatshwayo?
Sizani phela bantu noma ke imoto engeke esayithola if engaqedile ukuyibhadalela. Aphephe!
Ayi nami ingphethe kab'hlungu indaba yalo baba, yazi uma usenkingen upanic uchazela umunt lapho uyambona nje lomunt omchazelayo ukuth akayingen indaba yakho
Bhuti Mdu loludaba lungaphezu kwakho ngoba ubaba uyena owenza iphutha awukwazi ukuyothenga I tax ungenawo umzila, mina ngi kuyona imboni uma ufaka imoto ngaphansi kwekhwapha kumele ibize yena lowo muntu ofaka ngaye imoto, so ubaba wababudedengu kakhulu and ufake nempilo yakhe engcupheni bekungamele aveze ngokwebiwa kwezimoto, bese ngifisa ukwazi ngegcwadi wayitholaphi ekasoseshini yokuthenga ikhumbi 🤦♂️🤦♂️hhayi ingxuba kaxaka le mfondini
Isisencuphen ngempela impilo yakhe 😢😢 .... Kodwake hleze naye konke lokhu akukhiphayo sekumnika nencindezi emqondweni ... Ieshhh kubuhlungu yazin😢😢😢
Lomuntu udlelwe umfowabo imoto.
Cha le ndoda ikhuluma kabuhlungu ngoba inhliziyo yayo ibuhlungu impela
Wenza iphutha kodwa akunikezi imvumo yokudlelwa imoto, impilo yakhe ivele isencopheni, kuqondile aveze ukwebiwa kwezimoto so dat kwazakale ubugebenga obukhona. Why mele bufihlwe
Haww madoda,yoohh, kant u producer bekungafanele yini enze sound cut kuze kungaveli I sensitive information
Uqinisile mfethu bekungamele bakuveze,and lolu daba luzokhipha isdumbu,aluluncane
Admin musa ukujaja lobaba ngyabuka indlela omthatfa ngayo...refer him to Xrepo
Jah mfe2 lobhuti yena uyasizana inkinga yakhe uthathana kancane
Asimrefeyela thina maena.. Ayikho lento
Into engiyibukayo la iThuleleni ayikwaz ukungenelela kozozonkeniynkinga, yabona nje le ngeke ayenze lutho idinga X Repo le. Lembuzo ebuzwa uMdu idakiwe nje
Kwayena u bhuti mdu umangele, umthetho wezwe ufile
Uyadubulimpela njer?unabo ubufakazi?wawukhona?amasosha Angena kanjani?ubheki Cele unenamba yakhe?Yayizwa njer leyomibuzo...unokungamthathi crc lobaba Nodaway lakhe
May God protect this man. I can even Mdu is intimidated by this matter for once. Taxi industry is too rough. Certain people cant deal with it. Ubaba akaxole adlule. And hope his life is in Gods hands. Mdu, please help where you can. But also be safe...you know very well how the streets here eMlazi work.
Cha loluhlelo bengiqala ukululaleka kodwa ngiyagcina futhi ,awuuu umlahlise ithemba nje umuntu esakubikela udaba ,cha awukho fit for izinkinga ezibhekene nabantu
Im never watching this show again,Presenter you are too judgemental😢
Le episode kmele ibizwe ngokuthi "dead man walking"
Umfowethu ayalibeka iqiniso iqiniso likhona lapho yibo ubufakazi obufunekayo lobu ezwen sakhilee
Hi bhuti umdu ngicela nimuse ku Moja love X-rapo please 🙏 muhlape uzoluthola usizo😢
Cha yekela ukumthathela phansi ubaba, yah yena ukhuluma izinto eningi kodwa angeke ekhulume izinto enkulu kangaka engekho
Shwele Jesu Shembe Vikela iThuleleni kulezi zimilamongo😢😢
I think u baba bamenza islima ngoba bayaMeya ubaba bamthathela phansi mabembuka yikho bemenza njena,😂kanti uzobadubula.😂😂uvele ecacise yonkinto,kwagama lomuntu.
Bamenza impela isilima nedi ingcondo ayikhohlwa 😅😅
Ingakho uPresenter engathi umthatha kancane ngoba uthi une number kaNdosi manje upresenter ngathi akayikholwa le
God help your son and protect him from this taxi owner. 😢
Koba inhlanhla esizakele lo Baba coz lento ino Bheki Cele phakathi for ukusabela umsebenzi wakhe same like ubhutie we Sizokuthola.
Izimanga ziningi lapha ngaphandle
Lobhut akathembisi mangabe umbuka but istory sakhe uyasazi...n akasingathekisi...kphela nje umphathi waloluhlelo akamthathi crc
Kodwa lobhuti wethuleleni akamthathi crc lomuntu😢😢😢
Lunzima loludaba umona nobugebengu nje la.
Bhuti mdu mina ngiphila ngokubuka ama episode akho every day but kulokhu baba uyangphoxa ngyazi lobaba umbuka ngelinye iliso as if akaphilile ya ngingavuma Nami but one thing engibonayo lento isimubangele stress kwangangokuthi ngathi akasaphilile nasekhanda ngicela umnike ithuba naye athole uncedo😢😢😢
Hay alivumanga mhlambe ukube uvule ishop for umama ngaphane ikwabangcono.
Cz kuningi okuzokonakala ngisho umndeni wakho awuphephile...mhlambe ukukhohlwa kuyokusiza...amandl'endoda awapheli.
Yizwi lelo, libolile izwe manje, Amandla ayobuye avele
Very disappointed in this show in this matter bcz to me they hv done nothing to assist this soul instead thy exposed him into killing as he already mentioned tht bafuna ukumbulala vele
Asisekho isidingo sokuthi umjaje naye wayezama impilo engcono bhutu mduh nolwazike wayengenalo kahle
Yooooooh 😂😂unezigaxa lobaba uphethe ne number ka minister😂😂
😂😂😂😂ay kuningi okuzosuke kuphume lapha
😂😂😂😂😂
Kodwa nithi uphila kahle hle? Kodwa akananswebu ngempela
Hayi unzima kukhulu akwaziyo
Akanayo intswebu yemali unentswebu yobugebengu yena msalofu
Ncono ukube uku X repo u Baba
Awbakithi lobaba udabukisa nje umbuka ku worse xa esekhuluma
Nami nj sengilimele bakity sengaze ahlukumezek ngentoyakh 😢😢😢
@@masibongentuli3384 yeah kona kubuhlungu bakithi abanye abantu abananembeza
Uhlukumezeke kakhulu lo baba okuworse ke uMdu ngeke amusize ngokubuka kwami
😂😂😂nawekodwa mbhemu izindaba ezingaka uyahemanje ngibona kukhona isipikili esishodayo lana
Nginawe lapho .Azithi sho Kahle kuye
Waaa lepresenter iyazibhedela nje
😂😂
Umbhedo uthatha iside lo
Ay nami ngyabuka nje ayyy😂😂😂
Umbukela phansi
I think I matter it's sensitive kakhulu for him to handle it cos naye ngabe uyazosa If eveza ukumeseka kakhulu ubaba. Just my opinion hey
😂😂😂😂😂😂😂😂Nawe bhuti Mdu imibuzo yakho.
Cha kubi yisihogo emhlabeni ngingakafi.
Indlela ambuza ngayo imibuzo angikho happy ngayo 😢😢😢. They took advantage yalobaba ngoba elungile. Iphutha lalobaba ukuthi athenge imoto kungekho okuphathekayo ukuthi izongenaphi.
Unkulunkula nedlozi lakho sengath lingak'siza Babah🙏🏾
The story is very simple kumuntu onosizo by the look of things it does help ithuleleni nge content nokuthatheleka phansi indlela abuzwa ngayo kunzima aykancane akunamzamo la
Eyii lobaba ngisaba isibindi sakhe😮
LamaShows athanda izindaba awasizi ngalutho🤞🏽Konke naleyamaDrugs.
Bahlawulise baba...okudliwe yiskhony a kuyobuya sekuphindw kalilshumi.
Ave bethathana kancane nokubukelana phansi especially thina bantu abamnyama😢😢😢😢
Unomona lo
Ey no baba ngeke uwafundelan ama case number no baba
Yinhle iVision yohlelo mfoka Mkhwanazi mntaka baba. But honestly speaking, if you never wanted amagama abizwe beningawacima ohlelweni. Okwesbili, as a Presenter, you shouldn't be judgemental coz your duty is to do iDamage control. Maybe going forward you should have a disclaimer to cover your tracks.
Syacela Nkwali yenkosi niyelekelele lensizwa iyaludinga usizo ngoba it's clear they took iAdvantage of him.🙏
Bamenza islima nje lobaba ngoba bembona ukuthi uphansi , cha ayemyisa amanye amaphoyisa la ngaphandle, ishubile lendaba ngoba ithinta ama tekisi kunzima phela kuloyamsebenzi ikajombigazi straight loyamsebenzi
Ay ngekhe lobaba uphazamisekile emqondweni ngekhe khanimuse Kwa Doctor wenqondo unenkinga uyayema nj😅😅😅😅
Cela shaye part 2 sumusizile uyeke ukubuza imbuzo engasile.
Yoooh kwaze kwakubingi jesu,ibanaye mkhululi😢
Mdu,mfowethu ngiyacala kukubona uqhemile.KODWA MUHLE UMSEBENZI.
Hey thuleleni mfowethu thwele kanzima because mele size kodwa le inzima mfowethu kodwa nje bona ndlela o handle lendaba ngakhona noma ikhona kodwa bona ubufakazi bungaqinisekiwe kodwa nje Hey kunzima, ifaka namagama bantu.
Thuleleni uhlulwa ukulandela le Nkulumo lomuntu uyasatshiswa ukuze kudliwe intozakhe
Ai ngiyazi kwa sbani am shocked
Kungcono uye ku X-rapo uyena obezokusiza uhambe wrong ithuleleni Alana mandlaw
Lendoda ithi yayidubula yatrainwa kubuye kuvele nokuthi yayinkabi nakhu nengqondo ngathi iyaphithana khona okushaya amanzi la kungenzeka sekukhuluma amagazi abantu,nale information engaka uyithathaphi if he was not part of it,kuningi nje amahliphihliphi
😂😂
Lapho uzitshelukuthi mningo bros ....haawu umona !!!!
Baba uma ufuna iTax yakho ibuyele kuwe khuluma no Mr X uma izinto zakho ziphele uzobuya nayo Quantum yakho
Musizeni uBaba unobufakazi okunye nokunye kuyekeni udaliwe ukhuluma kanje musa ukumjaja Mdu pls
Yooo ai kunzima
Hayi Mdu sengathi umpheka kakhulu kanti ukubize ngoba ene kinga ngakho hayi Baba ngeke angikuzwa kahle
UKhuluma udaba okubuhlungu ubhuti😢😢..
😭😭Kodwa Isimo akusona ubhuti isona esimenza adeleleke kuzona zonke inhlaka zosizo😢😰😢
Kodwa ke asethembe uzosizakala
Uma unamaphepha wonke yiya ku X REPO
Sengizo yeka ukubukela lehlelo umbukele phansi lomalume 😢abe adinga usizo ..cha i think kuncono ubhalele iXrepo malume xem .uyokusiza i swear
But lomuntu uphethe bonke njer ubufakaziii😭💔 ibuhlungu inhliziyo yakhe lomuntuuu😭💔🤦But ngcela kuwe Presenter uyeke ukumthatha kancane loBaba, uhlukumezekile loBaba n ubhalele nina ngoba enethembaaa💔😭🤦 kubuhlung ukudlelwa yinto yakhoo ubukaa😭plz take him crc n respect his dignity I'm begging yhu
Inkinga ke lena 😢lobaba uthatheke kancane mpela yena wonke umuntu umthathakancane nawe bhuti thuleleni umthathakancane lobaba indlela odangele ngayo iyathusa uvikela labantu akababize ngamagama kanti phela sapoterwonke muntu hhay kuhlulela ubaba
😂😂😂hayibo uthi untshontsha namaphpyisa yhooooooo hayi kunzima
Kodwa bakithi yinto enjani yokudla imhoto yomuntu ephila ngenxa yokuthi wena iyisgura seyibjam Lisho ukuthini iphoyisa ukuthi lobaba akanayo inswebu yimali ingoba linani lona.😮😮
Ai ngeke msakazi kloluhlelo angjabule indlela ojudgemental ngakhona umuntu odinga usizo kmele abe nethemba lokuthi uzolthola usizo nathi singababukele sokwazi ukyalela omunye knina kodwa uma kunje is not make sure🤔🤔
kukhona abantu abanenswebu yokuba nemoto nemali kulomhlaba? eyi kunzima, noCele naye uphakathi
Cele isigebengu kdw vele imbungulu uphila ngamagama abantu😢
Cha bakithi isi kole sibalulekile! Why ukhuluma igama eli ngasile uqoshwa !
Ikwerekwere nje lohlez liyikwerekwere or zai zai finish
Sekuningi ngempela osekwenzekile kubaba
Wena kanti awuwafundi ngani lamaphepha uyajajana nje Mina uyangicika😅
No one us above the law x repo ngenelela
Cel a asizakale lobaba konakele kakhulu kuloludaba..isiphetho sozobanzima.😮 15:22
😂😂😂😂😂this guy finished me with Bheki celes number 😂😂😂😂😂😂
Ubaba lo akaphili ekhandaa😂😂😂
Nkosiyami uzofa baba wabantu Jesu ngoba nezigaxa ezingaka
Mina on my own option lo baba😢 I story sakhe Sikhona ukuthi uhlukumezekile futhi akasizakali ingakho esefaka ngisho Information engadingeki mhlampe useyasaba 😭😭😭…..kubuhlungu ukudliwa imali ungasizakali
Ay lenhlalisuthi seythengiwe,,ijwayela kabi lobaba nje,imbukela phansi okuworse..tseg indaba yaloluhlelo
Angisizwa u X-Repo. Bazombulala lomuntu izindaba ezingaka
6 minutes wonke usuphelile inkulumo ayiyi phambili umfo ubuza imibuzo yokulaya njeee ay angsaqhubeki nalento😬
Mxm wena Mdu uyabheda nje kulolu daba ngoba lo baba uyalubeka udaba lwakhe. Okwakho ukuthi ulandelele kahle nithole letter of demand ayothola imoto yakhe finish
Ai wena. Baba lembuzo olukhu umbuza yona kwayona nj iyacasula kwanayo ngb ulokhu zenza ncono ngomunye kodwa esenkingeni ngabe uyamsiza uyek lokh ufun ukubukwa .nxa
Sawubona bhuti if ngifisa ukubhala olwami udaba engifisa ukusizakala kulo ngingenzenjan
Thuleleni akathole omunye la. Uyehleleka
Ngyaqala ukbuka lempahla yakho bhuti Koda loludaba lalobaba bengafanele ukuqale ukululalela cz okoqala umthatha kancane okwesibuli ngekukwazi ukumsiza
INDAVUNDAVU LENTO
HOPE UZOSIZAKALA
Khona no cc owayedlungulelwe ingane yakhe ubaba wayo aii mina angithandanga indlela umsakazi akhuluma ngayo namanje kulo baba ukhuluma noma kanjan umthatha kancane.
Baba thatha isbhamu ushaye ubulale nawe straight kumane kukhulunywe wena kabi.
Ngoba nomphathi wohlelo useqedile ngawe usene snqumo sakhe esngeke siksize.
Kwawena Thulelen ndini bengithi uzosiza kanti uzobheda. Awzimisele nhlobo ukumsiza. Ulibe umqulisa manje. If unikwa qmagama abantu kungani ungasukumi. X repo uryt kunawe. Akmele abantu bazisole uma beze kuwena bwfuna usizo
Bhuti Iya ku Xrepo uzokusiza lapho ngeke uluthole bahlekisa ngaww