UHAMBO LWENGODUSO YAMI UGOGO MAMHLONGO PART1 KUTHIWA INYANGA ATIZELAPHI MINA NGAZELAPHELA AMEN.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 22

  • @tysermohlala5422
    @tysermohlala5422 8 місяців тому +3

    Emakhosini 🙏🙏🙏 Siyabonga salukazi 🥰 nekhehla. Nibuya kude ngempela. Beautiful story 👏

  • @queenmaphumulo5457
    @queenmaphumulo5457 5 місяців тому +1

    Siyabonga kakhulu sicela niqhubeke nokususichushisa ukuze siqonde.

  • @LeratoMashiane-if6nf
    @LeratoMashiane-if6nf 22 дні тому +1

    Amen Mkhulu , Uyaz konke okushoyo kuyafana nokwam. Ngiyafisa sifiki lapho kuwe eSoweto. I hope my zulu is good. Thokoza

  • @lindelihle86
    @lindelihle86 10 місяців тому +2

    Ave uyigagu Mkhulu!!! Kwandeeee Khehla🙌🙌

  • @Mantshangase
    @Mantshangase 11 місяців тому +2

    Amen mkhulu nogogo ,uyazi mina mkhulu ithonga malingithuma kuwe nganibona navezwa nobabili nogogo kwathiwa ngobona ngogogo ukthi yikhona la basho khona ngempela nganifica nobabili 🙏

  • @nothandogumede9100
    @nothandogumede9100 5 місяців тому +1

    Siyabonga!!! Yamnandi iVideo

  • @ChristinaMoletja
    @ChristinaMoletja 10 місяців тому +1

    ❤🙏🙏🙏God bless you mkhulu and Gogo🤝♥️

  • @ZamantungwaMswane
    @ZamantungwaMswane 10 місяців тому +1

    Ngyanibingelelela ngyaluzwa udaba lweni niiphuma ebunzimeni siyabonga omdala wezintsuku ngokunivulela indlela siyabonga mkhulu ongakini

  • @siphelelekohliso1181
    @siphelelekohliso1181 11 місяців тому +2

    Kwaze kwa kuhle Mkhulu Nkosi inibusise no Gogo.
    Akwande!🙌

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 11 місяців тому +2

    Amen khehla lethu...no gogo wethu .... siyabonga ukusivula amehlo kulolonke lolwazi🎉

  • @thandazileshange2282
    @thandazileshange2282 11 місяців тому +3

    Amen Mkhulu noGogo siyawabonga amaThongo ngokusivusela nini ,indlela enisimukela ngayo ukuzithoba kwenu futhi Gogo ngendlela intobeko yakho ingakhona iyaselapha kwangathi amaThonga angasigcinela nina anibusise ngokwezidingo zenu nangaphezulu Amen angikaze ngibabone abelaphi abafana nani God bless you ❤ 🙏

  • @naledimasibi7320
    @naledimasibi7320 9 місяців тому +1

    Gogo wami ngiyakuthanda gogo....ameni😇

  • @NokuthulaKhumalo-tm9xc
    @NokuthulaKhumalo-tm9xc 11 місяців тому +2

    Akwande bantabadala 🤝🤝

  • @VusiSithole-n7i
    @VusiSithole-n7i 4 місяці тому

    Mkhulu mwelase izinto eyiningi okhuluma ngazo zikumina nginokuboniswa amanzi nejazi elilodwa elinemibala ehlukene ngiyathemba ukuthi ngizosizakala kuwe ngiyaboniswa impela bayafika abangiphethe bangikhombise kodwa benginanaki kuthiwe fanele ngigeze imimoya

  • @ELMakhetha
    @ELMakhetha 7 місяців тому +1

    SIYABONGA GOGO NO MKHULU CHA SIYAFUNDA NIYAYAZIINTO YENU

  • @asemahlemanyi7026
    @asemahlemanyi7026 11 місяців тому +2

    Sbonge mkhulu ngemfundiso nohambo lwenu 🙏

  • @zintlemncube3891
    @zintlemncube3891 11 місяців тому +3

    Siyaqwashiseka siyembuleleka ngalezigameko ezanehlela

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 11 місяців тому +4

    Emlahla nkungu#

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 11 місяців тому +1

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,David 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.

  • @nkanyisondlovu3151
    @nkanyisondlovu3151 10 місяців тому +2

    Yiyo iNgoduso yakho le yezinwele zomfakela futhi ehamba ngekhanda inganqwazile?

    • @katenene435
      @katenene435 7 місяців тому +2

      Kuzofuneka uyofaka izibuko zamehlo Gatsheni. Uzibonaphi izinwele zokufakelwa?

    • @RobinCharlesTaylor
      @RobinCharlesTaylor 2 місяці тому

      ​@@katenene435😂