Ayanda Msweli Foundation | Indaba Isezaleni | Part One

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 17 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 164

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 4 місяці тому +15

    Elula esakho isandla mlulamisi onamandla uveze ikhambi kumtwana wakho siyazi baba akukho okungenzeki kuwe 🙏

  • @NompumeleloNgidi-t9l
    @NompumeleloNgidi-t9l 4 місяці тому +10

    Shembe Nyazi lweZulu ayisheshe ithole usizo ingane izobhuqwa zinhlungu ngoba iyakhula nge age yayo namathuba okuthola umakoty azoba mancane❤❤❤

  • @mangqawaenmhlawulien5637
    @mangqawaenmhlawulien5637 4 місяці тому +4

    Yhoooo Nkosi sithembe wena masingaze sidaniswe moya oyingcwele okungenzeki kubantu kuwe kuyenzeka khawenze ngee miracles zakho koonke kulunge🤲🙌

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 4 місяці тому +5

    Kubi kubuhlungu futhi abodokotela bafundela enganeni ukulapha.uma sekunjena mina ngithi ukube bayeka abasiye UMDALI.MR MSWELI kunzima BABA.

  • @JabulaniShezi-yr1cg
    @JabulaniShezi-yr1cg 4 місяці тому +8

    Cha kodwa Msweli ayi ngiyakuvuma engathi uNkulunkulu angakupha amandla

  • @mthiyaneonlinetv9713
    @mthiyaneonlinetv9713 4 місяці тому +22

    Msweli ngifunde lukhulu ngobuntu la kuwe, Qhubeka njalo bhuti

  • @khanda786
    @khanda786 4 місяці тому +5

    Awu Baba Msweli lubuhlungu loludaba. Odokotela kukhona okuzomele bakuphendule. Ngiye ngacabanga ukukthinta baba mangibuka loludaba. Loludaba Luthi alufane nelomunye umfwethu engimaziyo nengidlale indima ekukhuleni kwakhe.
    Baba naye unesimo esithi asifane noma singafani ncamashi kodwa odokotela bamona kakhulu Loya mntwana, akave sifisa baba ukuxhumana nawe uke uluzwe udaba lwalomfana.

  • @Phumeza215
    @Phumeza215 4 місяці тому +5

    Mmmmh 🥺 kwaze kwabuhlungu nkos yam. Sicela osomabhizinisi basemzansi bangenelele. Kudingeka ama special doctors. Sizoyibeka ingane emkhulekweni asikho isimo esedlula uThixo

  • @mbalimzobe6183
    @mbalimzobe6183 2 місяці тому +1

    Shembe Nkosi yamakhosi 🙏umkhumbule umntwana wakho Nyazi lezulu alulame 🙏

  • @Thifunto
    @Thifunto 4 місяці тому +2

    Ey kwaze kwabuhlungu Jehova💔sengath engasizakala umntwana 🙏🏾

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 4 місяці тому +12

    Lekelela baba shembe Nyazi lwezulu, ei nkosi yam

  • @bethusilephungula4616
    @bethusilephungula4616 4 місяці тому +4

    Ngaze ngabuhlungu nkosi yami ngomndeni wakubo Sakhile💔💔abangakithi labantu

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 4 місяці тому +2

    Siyabonga kakhulu gogo ukuhlala eqinisweni ababaningi abantu amanjengawe awuvuni muntu uhleli enqinisweni awunyakazi

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo 4 місяці тому +9

    Ngaze ngabuzwa ubuhlungu somandla inhliziyo Yami yaze yabuhlungu thixo nguwe owaziyo ibuhlungu indaba yomnfana 💔💔😭😭😭😭

  • @MavisNkosi-x8o
    @MavisNkosi-x8o 4 місяці тому +7

    Sinawe ngomkhuleko unkulunkulu akehlulwa lutho 🙏🏻🙏🏻

  • @NoksFuze
    @NoksFuze 15 днів тому

    EY kwama kabuhlungu Jehovah usikhipjeleni ma African

  • @PhindileMbatha-z9l
    @PhindileMbatha-z9l 3 місяці тому

    Awuuu we Jesu😭😭😭 izinyembezi ziyazehlela koba nini Jehova. Uma bemshiya kanjalo bathi makathini.

  • @businzama6939
    @businzama6939 4 місяці тому +6

    Mase ethi ubuntu umphako ongaboli ngoba kulesikhathi ABANTU abasenabo ubuntu🙏🙏

  • @NomsaKhanyile
    @NomsaKhanyile 4 місяці тому +3

    Yaze yanzima. Yamoshakala ngesintu. Kuyofuneka ukuthi ibikwe lengane.

  • @hloniphilelatha6704
    @hloniphilelatha6704 4 місяці тому +2

    Jesu muntu wangakithi ngempela

  • @fikilebhengu9266
    @fikilebhengu9266 4 місяці тому +1

    Mmmh Nkulunkulu onamadla 🙏🏾engathi ingaluthola ingane usizo 💔kwaze kwanzima

  • @SibuyiseloNdaba-bv5cp
    @SibuyiseloNdaba-bv5cp 4 місяці тому +6

    Ngaze ngakhala Nkosi yami 😭😭

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 Місяць тому

    Jehovah what kind of operation is this inkaba ibuyiselwe ngaphakathi,itotolozi ibuyiselwe ngaphakathi yhooo ts hurting 💔💔😭😭😭Jesus heal this family& keep them strong

  • @SlindileShandu-qu6dl
    @SlindileShandu-qu6dl 4 місяці тому +3

    Bayona impilo eyengane...unkulunkulu Abe nengane bakity...Nani qinani emkhulekwen..😢😢😢

  • @SbongileZondi-x9b
    @SbongileZondi-x9b 20 днів тому

    Baba msweli inkosi ibenawe usivikele sithembe wena sengathi ingane ingaluthola usizo 🙏🙏

  • @nicolemanqana8818
    @nicolemanqana8818 4 місяці тому +1

    Oh Nkos'yam what a sad sad situation,i pray that this boy gets help😢

  • @BazathiniJwara
    @BazathiniJwara 4 місяці тому +1

    Isilonda esivukayo umanikhuluma nge grace ne nkosi albert umama ushone February ngalendaba yemithungu yase grace yhooo hay cha

  • @zandilenokuthula3031
    @zandilenokuthula3031 4 місяці тому +2

    Yooooooo ngaze ngakhala umangizwa izwi lale ngane ikhulum...kazi bengiyi bukelani yoooooo..😢😢😢😢😢

    • @thabilemkhize2585
      @thabilemkhize2585 4 місяці тому

      😢😢nam I cried sengizwa ingane izikhulumela

  • @Leonliaralee99
    @Leonliaralee99 4 місяці тому

    😢ey nami nginenkanankana yomthungo engawugebhezwa egoli nasekhanda kunamhlanje angazi ukuthi kwakutheni ngoba ngavuka after 3 months sengithungiwe kuthiwa bengikucoma

  • @LeonardMbuyisa
    @LeonardMbuyisa 4 місяці тому +11

    Sue the hospital!

  • @NomusaMabaso-i9g
    @NomusaMabaso-i9g 4 місяці тому +15

    Kunzima Kona sekuyinto evamile ezinganeni lento owami umfana Oka 2018uzalwe engakwazi ukuchama kuvalekile Uma echama wayekhala aqhaqhazele wayihamba kakhulu I Albert bethi uzohlinzwa nembewu yakhe yeskhwama yayingenalutho wayihamba kakhulu I Albert ngaya naye ebuhleni ngasizwa amanzi namafutha kwakuhlehla ukuhlinzwa kwakhe abanye babebhobowsa khona esiswini ngenxa yakho ukungachami waphila umfana wami wangcina engahlinzwanga uright nje

    • @sihlengubo1669
      @sihlengubo1669 4 місяці тому

      Engabe wahlinzwa yin nowakho?

    • @mabuyihlengwa8692
      @mabuyihlengwa8692 3 місяці тому

      Kunzima nkosi yami 😔😔

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 3 місяці тому +1

      Eyi bakwethu izinkinga zanamuhla azikholeki.Ukhona u Jehova akahluleki 😢😢

  • @nontobekomaphumulo3134
    @nontobekomaphumulo3134 4 місяці тому +7

    😭 ngaze ngazwela ngiyafisa inkosi ifikise ingelosi enhle ezofika izosiza ingane ilunge ifane nezinye izingane
    Bodokotela if ungayaz into yeka ungafundi ngomuntu ngoba manje kunjan makunje😢

  • @Mgxebe2709
    @Mgxebe2709 4 місяці тому +1

    😢 eyi kwaze kwabhlungu ngalendodana😢😢😢😢

  • @claudiamakhathini7515
    @claudiamakhathini7515 4 місяці тому

    Ngaze ngadabuka 😢😢😢 hmm n iyahlonipha lengane,sengathi ingalungiseka lenkinga

  • @JudithSitoe
    @JudithSitoe 2 місяці тому

    Eyy kunzima kakhulu baba Msweli kungakuhle babophe isbhedlela ngoba uyakhula lomuntu 💔💔💔💔

  • @SebenzileNkambule
    @SebenzileNkambule 2 місяці тому

    Kodwa budedengu lobungaka nkosyami😭😭😭😭😭😭😭💔inganiseyncan klokukhlukmeteka jhooo

  • @nellyxulu5987
    @nellyxulu5987 4 місяці тому

    Yaze yabuhlungu inhliziyo yami Jehova💔

  • @ndalokhumaloliyema4692
    @ndalokhumaloliyema4692 4 місяці тому

    Ngathi wu mha wami lo ❤

  • @phililehlengwa2823
    @phililehlengwa2823 4 місяці тому

    Mmmh ngaze ngakhala😢😢😢 ubuhlungu obenziwa odokotela enganeni. Kwaze kwanzima ngenelela Jehova ingane ithole usizo ingane

  • @sbongileckhawula8960
    @sbongileckhawula8960 4 місяці тому +11

    Yangizwisa buhlungu ndaba yengane as ngiwumama nami

  • @sneccy5133
    @sneccy5133 4 місяці тому

    Yhoooo ngaze ngabuzwa ubuhlungu.

  • @Zaneleniza
    @Zaneleniza 4 місяці тому

    Awu kwaze kwabhlungu nkosiyami ngenelela thixo kulomntwana aphile naye 💔💔💔

  • @BheBonile
    @BheBonile 4 місяці тому +1

    Ngicela nisebenzise namaproduct aKing Somnala aysiza amen

    • @pamellamsomi
      @pamellamsomi 4 місяці тому

      Can it reverse the process

  • @khululiweagnes9488
    @khululiweagnes9488 3 місяці тому

    Aw Jehova bazwele simakade umntwana aluthole usizo ngyacela simakade

  • @SebenzileNkambule
    @SebenzileNkambule 2 місяці тому

    Ngyalthanduthando lukamama nekungayvun intombyakwakho......... Iqiniso laziwangunina wengane mine ngingugogo ngizwe lokhangitshela khona kutsi cinisa nobemanga angazi

  • @KhethiweMhlongo-k6l
    @KhethiweMhlongo-k6l 3 дні тому

    Kodwa Jesu inhane yabantu

  • @PhumzileMazibuko-e3k
    @PhumzileMazibuko-e3k 4 місяці тому

    Yhoo kwaze kwazwela nkosyam bakhumbule

    • @BazathiniJwara
      @BazathiniJwara 4 місяці тому

      Kodwa nkosi ngyakwethemba babumsweli ngenelala nkosi...yaze yabuhlungu nhliziyo yam awu

  • @sphesihlesiyanda48
    @sphesihlesiyanda48 4 місяці тому +1

    Mmmmh waze wabuhlungu umoya wam

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 4 місяці тому +1

    Uphi kanti umah wengane, ngoba nakuba ugogo eyichaza kahle, kodwa kukhona okushodayo kulendaba. Ayenziwa lutho ingane, wena mzali ungazi so ngeshwa ukuchaza kogogo vele kuzoshoda ngoba babengekho esbhedlela mhla izalwa lengane. Umah wengane obezochaza kangcono ukuthi ize ihlinzwe ingane yayinani and after that yayiwadingelan lawa amanye amasurgeries. Kwaze kwanzima ezweni sakhile😢😢

  • @Thabile-d2l
    @Thabile-d2l 2 місяці тому

    Aw jehova kwazekwabuhlungu nkulunkulu wam ukuphi veza amandla wakho nkosi😭😭

  • @thembelihlececilialanga4678
    @thembelihlececilialanga4678 4 місяці тому +1

    Please consult with Dr Shaik @Parkland Hospital, ngiyamethemba wasiza umfana wami nge private part yakhe

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 4 місяці тому +1

      Uqinisile uyasizana. Nam wangsiza umntwana wam enenkinga enzima kabi

  • @naomithabethe8195
    @naomithabethe8195 4 місяці тому +2

    UJehova emazulwini wena awuhlulwa yilutho, okusemhlabeni ukwazi konke abantu bakhona badalwe uwe. Scela umusa wakho uhambe phambili ulungisele ubab msweli agqogqoze kuvuleke asizakale umfana omncane aphile. Uphinde umandisele naye ubaba msweli LA eswele khona ugcwalise

  • @SheshileSikakane
    @SheshileSikakane 4 місяці тому

    Ujehov akangenele nkosiyam uthixo waziyo makunjen baba Msweli uthixo uthume wen njenge nceku yakhe .

  • @PhindileMakhosazane
    @PhindileMakhosazane 4 місяці тому

    Lesisbhedlela sihlezi sinezinkinga eziningi. Bonkabantu bakhala ngaso when it comes to ingane ( Newborn)

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 4 місяці тому +2

    Bengicela umndeni ulungise izikinga zegceke bayalwa bantu abangasekho balwa ngengane kukhona bantu bantu bafuna nibakhulule emndenini abamba benezinxabanu kunezinto okufanele zikhulunywe emndenini abanye bayazazi

  • @THCTHC-qf8rm
    @THCTHC-qf8rm 4 місяці тому +1

    😭😭😭😭😭😭 kwaze kwanzima emhlabeni

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 2 місяці тому

    Ewu ngaze ngawuzwela lomnden ..😢😢

  • @FikileKhuzwayo-z8q
    @FikileKhuzwayo-z8q 3 місяці тому

    Wakhuluma gogo❤

  • @roseyrosey641
    @roseyrosey641 4 місяці тому +2

    Hawu kodwa labodokotela nkosiyam 😭😭😭 owami kwathiwa une phuemosis or something. Ngimbone after 3days ezelwe ukuthi unenkinga cos umechama ubugcwala kutotolozo okwe balloon then uphume kancani kancani. Solution to it he had to circumcise at 6 months then waba right .He is 19yrs now .

  • @SbuMpanza
    @SbuMpanza 4 місяці тому +5

    Doctors sometimes I really don't understand ukuth why why

  • @lindiwedhladhla5474
    @lindiwedhladhla5474 4 місяці тому +1

    Umawengane kufanele ake achaze kahle💔

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm 4 місяці тому

    Ayisizakale ingane bba lawe uNkulunkulu akwembese ngomsebenzi wakho

  • @nosiphoradebe8622
    @nosiphoradebe8622 4 місяці тому

    Bab'Msweli sesithembe wena kulobuhlungu obungaka ngiyazi uzowenza mehluko empilweni yomfana ujehova uzohamba nawe nje

  • @DpHoney-r2g
    @DpHoney-r2g 3 місяці тому

    Mhm sisono Nkosi yam thethelela Jehova nangu umntwana wakho esenkingeni sicela asizakale

  • @MumsyZondi
    @MumsyZondi 4 місяці тому

    Mmm nkosi 💔kodw Jehova

  • @SiphokuhlesZulu
    @SiphokuhlesZulu 3 місяці тому +1

    Zinkinga zasekhaya ezanza yonke lenkunga abamuhambise kubaba ushembe ukuze zosisakala nodokotela bazokwaz ukumsiza kuyiwe nakwababonayo Abantu besintu uzosizakala bakithi

  • @malusilinganiso3862
    @malusilinganiso3862 4 місяці тому +2

    Hmmmmm kwaze kwanzima ukuba ubuntu omnyama emhlabeni. Labodokotela kanti bona baacabanga kanjani kodwa? Yini le abayenze enganeni? Ababoshwe Nongalo abajeze ngeke phela.

    • @gugulethuzulu8295
      @gugulethuzulu8295 4 місяці тому +2

      Ababoshwe impela njr 😢😢 ... Kungenzeka yayikhon inkinga kodwa base bemosha kakhulu .... Abalandwe fresh bechaze ngeke 😢😢

  • @awandepercival4299
    @awandepercival4299 3 місяці тому

    Ay yaze yabuhlungu into

  • @nonhlanhlamzimela-su1hb
    @nonhlanhlamzimela-su1hb 4 місяці тому

    Maselikhula itotolozi ngaphakathi liba ipipi ligcine livuka ngaphakathi masemdala

  • @nokwandantuli6692
    @nokwandantuli6692 2 місяці тому

    Washumkhukhu kubaba uHlongwa

  • @duduzilefortunate9082
    @duduzilefortunate9082 3 місяці тому

    Hospital must pay benza udoti nje yhooo

  • @SiphokuhlesZulu
    @SiphokuhlesZulu 3 місяці тому

    Umkhokha nje myiseni kubaba ushembe unyazi lwezulu uzosizakala nkosyam

  • @khomolizzy8899
    @khomolizzy8899 4 місяці тому +1

    Ngisola ukuthi lengane yayinobulili obubili.

  • @Gatsheni89
    @Gatsheni89 4 місяці тому

    Nkulunkulu siza umtwana wakho kulezi nhlungu abhekene nazo😢

  • @TrevorKekana-q9k
    @TrevorKekana-q9k 4 місяці тому

    Uhumeleni kanye nomnyango wezempilo abangenelele ingane izokhula njengezinye izingane.usizi lodwa lolu😭😭

  • @NoluthandoNkunkwana-k7b
    @NoluthandoNkunkwana-k7b 4 місяці тому

    😭😭😭😭😭ngenelela moyo'yincwele

  • @AustinMsipha
    @AustinMsipha 3 місяці тому

    Kanti o doctor badojwa kuphi kahle kahle ngoba benca into abangazazi

  • @SbongileNdawonde
    @SbongileNdawonde 4 місяці тому

    Mmmmmm kwaze kwanzima yey ngoba odokotela nkcym mina nganqaba neyam bethi bafuna ukuyihlinza ngoba bethi inhliziyo yayo inkulu ukunayo

  • @NozukoSamka
    @NozukoSamka 4 місяці тому +1

    Bakhona abantwana abanjalo upresa isinyi caurse umchamo uyimfifa abene pains ezibuhlungu

  • @Zilungilepatience
    @Zilungilepatience 4 місяці тому +1

    Aw maspal wam nam loyo ngisexopo mmmm kwaz kwabuhlung engat ingasizakal nkosyam yabhlung into

  • @FikilieNurse
    @FikilieNurse 4 місяці тому

    Haw nkosiyami kwaze kwabuhlungu bakihi

  • @ThandazileShezi-f5u
    @ThandazileShezi-f5u 4 місяці тому

    Mmmmm kwaze kwabuhlungu

  • @mapulematlhoko5278
    @mapulematlhoko5278 4 місяці тому

    Heart broken 💔💔💔💔💔💔 😭😭😭😭😭😭

  • @gugushandu4001
    @gugushandu4001 Місяць тому

    mmmh jehova

  • @magugumkhwanazi5840
    @magugumkhwanazi5840 4 місяці тому

    Nkosiyami ngenelela Thixo

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu 4 місяці тому

    Yanzima ke le lokhu kuvela imakhandanda lendaba njengenkanyamba ziyaphuma kugogo uyakwazi kuxoxa.

  • @philanisibiya7867
    @philanisibiya7867 3 місяці тому

    😢😢ai no impilo inzima shame

  • @noziphokhumalo6090
    @noziphokhumalo6090 4 місяці тому

    UNKULUNKULU akahlukeki.

  • @phililehlengwa2823
    @phililehlengwa2823 4 місяці тому

    Engabe imuphi loHlongwa ngoba nami ngihlala kaNyuswa bakhon Hlongwa engibaziyo nakaMkhize ema taxin ngiyakwaz. Awuvele Hlongwa kulunge isimo sengane

  • @Ntosh-nx1gf
    @Ntosh-nx1gf 4 місяці тому

    baba msweli thixo akungcine akubusise uhlngana nezimo ezibuhlngu baba kwa ogqirha andizi ngabantu abanjan ebomin bayimosh ipilo zabantu

  • @LunganiPercival
    @LunganiPercival 4 місяці тому

    So sad eyiii Nkulunkulu ngenelela

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 4 місяці тому

    😢😢😢🤦kwaze kwabuhlungu yazi lendaba

  • @sbahlebuthelezi8867
    @sbahlebuthelezi8867 4 місяці тому

    Kunzima Jehova ngenelela 😢😢😢

  • @mzimasi0685
    @mzimasi0685 4 місяці тому

    Yabuhlungu intliziyo yam ukuva uMntwana ethetha kanje uNkulunkulu akusikelele Bawo uNongalo.

  • @phumlanincanana1637
    @phumlanincanana1637 4 місяці тому

    Eysh.....😢😢😢😢😢😢

  • @SlindoXulu
    @SlindoXulu 3 місяці тому

    Ikakhulikaz oHlongwa banosiko lwabo lokugcaba n kuthiwa luyahlupha lustrong futh

  • @nofikatikilili5
    @nofikatikilili5 4 місяці тому

    Haaaa yabuhlungu into yalomntwana xa ethi uyochama kona uma kanjani nje mmm nkosiyam thela umoya wakho oyingcwele

  • @AnnaGG-qt5ps
    @AnnaGG-qt5ps 4 місяці тому

    Kwaze kwanzima Jehova 😥

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 4 місяці тому +2

    Bonakele kabi odokotela at times. I hope they weren't experimenting with transition surgeries on our African babies, our little boys 😢😭. They really need to justify the need for this surgery.

  • @bhekandlazi2469
    @bhekandlazi2469 4 місяці тому

    This one is very painful