Umuntu owathuka u Shembe ku Facebook | Shembe uNyazi Lwezulu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 84

  • @LungileMthembu-vm8nn
    @LungileMthembu-vm8nn 6 днів тому +2

    Uze uskhumbule Nyazilwezulu nemndeni yethu ephilayo nelele othulin lomhlaba🙏🙏

  • @khanyisaninondaba1069
    @khanyisaninondaba1069 2 місяці тому +6

    Ngbonga umoya wakho ukut owekholwa, mawubona umbhalo wendafa yokufa kwale ntombazane awujabulanga wagiya wathi "vele ibidelela uShembe", wafisa nokuya eTempelin masisha ufuna ukuyoyinikelela uShembe akhumbule umphefumulo wayo🙏🏾
    Minenhliziyo enhle uShembe ayembathe le nsizwa umoya wayo ulunge njalo✨🙏🏾

  • @thulimthiyane3885
    @thulimthiyane3885 Місяць тому +4

    Unyazi unkulunkulu ngyabacelela nalabo abangaboni babone besesenyameni nethuba lisekhona amen

  • @samkenkabinde675
    @samkenkabinde675 Місяць тому +6

    Siyabonga nokutshelwa ngaye inene aze amuthethelele umntwana nami noma ngigakhonzi kuye kodwa kuyezwakala ukuthi amadla waphiwa emazulwini Amen Amen Amen Amen

  • @timothybuthelezi-bn6cy
    @timothybuthelezi-bn6cy Місяць тому +5

    Nihlushwa yini bantu uma amanazaretta ethi uShembe uNkululunkulu ngoba phela wabo khonza owakho nawe

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Місяць тому +7

    Yakhuluma inhlalisuthi impela uShembe uvela eZulwini 🙏

  • @user-mm3ul8ho3c
    @user-mm3ul8ho3c 2 місяці тому +4

    Hmmm Amen aiy inzima indaba ka Shembe.

  • @user-tr9gm7jd7x
    @user-tr9gm7jd7x Місяць тому

    Amen khula Nkosi yamakhosi khula NyazilweZulu umhlaba usho ngazwi linye uthi Olwethu uNyazi

  • @sibusisophakathi9747
    @sibusisophakathi9747 2 місяці тому +2

    Amen bangcwele bengcela ukbuza ukuthi izinsimbi zikuyiphi i album

  • @Nkulembhele94
    @Nkulembhele94 Місяць тому +4

    Asingaxekani makholwa amen

  • @NozibeleNdaba
    @NozibeleNdaba Місяць тому +2

    🥰😇💯😭🙌🙌🙌🙌🙌🙌Nyazi lweZulu Amen 😭🙌💯🙌🥰🙌🙌🙌

  • @vovoduma3732
    @vovoduma3732 19 днів тому +1

    Mina ngake ngaba sengozini yemoto, ngikwi van ngemuva, indlela ingozi yayibucayi ngayo kodwa sasinda sonke. Ngathuka ngibiza igama laShembe... Ngiyafunga ukuthi ushembe ungu nkulunkulu

  • @NombusoJaca
    @NombusoJaca Місяць тому +2

    uNyazi Lwezulu unkulunkulu wonkulunkulu nangemsebenzi yakhe

  • @LungileNzimande-xq3ki
    @LungileNzimande-xq3ki Місяць тому

    Ngiyafisa ukuthi u Nkulunkulu ka Shembe Abe nami angigezele umndeni wami konke ukugcola. Ngihlambuluke ngimazi njalo njalo

  • @MercyGum
    @MercyGum 2 місяці тому +1

    Kodwa kwaze kwakubi. Ntliziyo yakho imnene. Sibonga . Amen

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 2 місяці тому +2

    Mmmm Nkosi thelumusa baba kuwe 🙏🙏🙏🙏

  • @NonkululekoNtshangase-iw1dc
    @NonkululekoNtshangase-iw1dc Місяць тому +1

    Makabongwe omdala wezinsuku olwethu uNyazi

  • @NozibeleNdaba
    @NozibeleNdaba Місяць тому +2

    Bayede kuwe BHOMBELA STIMELA SAMAMPONDO nguwe owaziyo nosihlelelayo Amen shembe oyingcwele

  • @BusisiweHlengiwe
    @BusisiweHlengiwe Місяць тому

    Njengawe nje

  • @BonganiMkhungo-vu2fi
    @BonganiMkhungo-vu2fi 29 днів тому

    Amen

  • @NhlanhlaMthembu-v2d
    @NhlanhlaMthembu-v2d 2 місяці тому +1

    Amen uShembe uNkulunkulu

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 Місяць тому +1

    Unyazi ❤,
    Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dankoo...

  • @SyamthandaMpanza-zk7ur
    @SyamthandaMpanza-zk7ur Місяць тому +1

    Aze amnandi amazwi ❤

  • @sandilembusosibiya8148
    @sandilembusosibiya8148 Місяць тому +1

    Ndumela🤝

  • @PumzaManundu-sk2fj
    @PumzaManundu-sk2fj Місяць тому +1

    Sanibonani Baba shembe . Ndinenkinga enkulu kabi ndimane ndithonga umntu othwwele umqhele ngamanye amaxesha avele enxibe ingubo yengwe .kynye ne lizwi elithi unyazi phezulu likhwaza kum ndibe ndilele . Sometimes kubengathi ndiyabhabhatizwa after ndinikwa ingubo emhlophe 😢😢 ndicela usizo nam ndiyaqwena ngelinye ilanga ndiyibone inkosi uvaba ushembe ndibanerhemba xa ndingena ku utube n😢😢 ndinga ndingabanawe nkosi yam

    • @Indabenkulu
      @Indabenkulu  Місяць тому +1

      @@PumzaManundu-sk2fj unenhlanhla. Where are you based?

  • @hlezymchunu5803
    @hlezymchunu5803 Місяць тому +4

    Mmmm Shembe is the way

  • @mandlamaphisa6566
    @mandlamaphisa6566 Місяць тому

    USHEMBE UNGUNKULUNKULU

  • @NdisoohMapholoba
    @NdisoohMapholoba Місяць тому +1

    Eeeey ngoba lake lashoo ivangeli kufcbk yoooh lamagroup ayekhon ayevuselela yooh

  • @user-dq6ip9dh2j
    @user-dq6ip9dh2j Місяць тому

    Amen bangcwele

  • @mkhabolengayondodemnyama8418
    @mkhabolengayondodemnyama8418 Місяць тому +1

    Sasisonke baba #Ndumela manimgimpela amagroup esawavula ngokbambisana angethembe uzongthinta mawbona lecomment anywae big up Nsizwayezulu uThixo akbusise 🙏🏻

  • @BusisiweHlengiwe
    @BusisiweHlengiwe Місяць тому

    Udakiwe yin noma ufuna umoya wethu

  • @AndreyMbatha
    @AndreyMbatha Місяць тому +3

    Ushembe uyinkosi ngazi imisebenzi yakhe Kade engivikela Malibongwe igama lakhe

  • @LuzukoNqadala-wq7me
    @LuzukoNqadala-wq7me Місяць тому +3

    Inkosi ngujesu nizixhoxela kwashembe indaba sodwa

    • @Indabenkulu
      @Indabenkulu  Місяць тому +1

      Mm?

    • @mpumehndwandwe3591
      @mpumehndwandwe3591 Місяць тому

      Mina ave ngfisa ukubona uJesu or ngiphuphe nj kanye ngimbuze ukuth why sisafa uma asifela yena

  • @user-hk2qw2om5j
    @user-hk2qw2om5j Місяць тому +1

    Amen 🙏

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 Місяць тому +1

    Amen❤❤❤

  • @morrisdenzelhluthini1857
    @morrisdenzelhluthini1857 Місяць тому +1

    Shembe uyiNkosi🙏

  • @mthandorynothando7606
    @mthandorynothando7606 Місяць тому +1

    🙏 Amen

  • @sindisiwenxumalo6388
    @sindisiwenxumalo6388 Місяць тому +3

    Mmmmm uShembe uNkulunkulu finish

  • @MaqhaweMbuyazi
    @MaqhaweMbuyazi Місяць тому +1

    Syabonga malambula ushembe unguthixo wothixo 🙏

  • @tammysxulu1450
    @tammysxulu1450 Місяць тому +2

    ngamanga lawo ukuthi soficu shembe ngale bafo ushembe akayena uNkulunkulu 1 . 2 akadalangazulu kwayena wadalwa uNkulunkulu ophezu konkhe mengithi konkhe ngowa dala izulu nomhlaba nomengaba u kungaba yilokwathiwa ningabakhonzi o nkulunkulu ngaphandle kwami kuno Nkulunkulu nabo nkulunkulu loyosehlulela ngale kwethuna ke uNkulunkulu hhayi lowe small letter wena okhuluma ngaye

    • @Indabenkulu
      @Indabenkulu  Місяць тому +2

      Sicela uye kocabanga kahle, uphinde ubuye uzobhala 🥹🙏❤️ awuzwakali ukuthi uthini

    • @oscarrhulani1528
      @oscarrhulani1528 Місяць тому +1

      Ngabe uvele uthule ufane nathi ngoba kwayena lowo Nkulunkulu uthetha ngaye awumazi

    • @oscarrhulani1528
      @oscarrhulani1528 Місяць тому

      Ungangxeki inkolo zabantu

    • @BusisiweHlengiwe
      @BusisiweHlengiwe Місяць тому

      Waze wayislima bo wemxeki

  • @user-wk3lq6wc9m
    @user-wk3lq6wc9m 2 місяці тому +1

    Aaaameh🙏🙏🙏🙏

  • @mthokozisimad7528
    @mthokozisimad7528 2 місяці тому +3

    Ngiyawa khumbula lama page owashoyo ngangikhona lapho
    Waba ne lucky loyomtwana...
    Ngawe mtakababa nenkolo yakho nokumthanda kwakho uThixo

  • @tjngema8410
    @tjngema8410 Місяць тому +3

    Kungani ningakhulekeki labo abangakayiboni indlela ukuba bayibone?
    Kungani nivikele onamandla okuzivikela?
    UShembe uyavuma na ukuba niqalekise egameni lakhe?
    Ave niyihlambalaza lenkolo.

  • @lovejoymtshali1932
    @lovejoymtshali1932 22 дні тому +1

    uShembe. unguNkulunkulu. Ngangidutshuliwe. kunzima. Amanesi. Engafuni. Ukungi. Drainer. Igazi. Ukuze. Ngiphefumule. Kodwa. Ngangingingathi. Shembe. Sengingaze. Ngife. Sengiphumile. E. Ice. U. Ngifaswe. Amazinyo. Ngocingo. Kodwa. Ngangimbiza. Ngenhliziyo. Bese. Bayeza. Bazongi. Drainer. Igazi. Esifubeni. Bese. Ngiphefumula. Ngiyambonga

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 2 місяці тому +3

    Manje uShembe nguye yini owabulala lentombazane?

    • @user-mm3ul8ho3c
      @user-mm3ul8ho3c 2 місяці тому

      Kungenzeka ukuthi wayithatha isiyiNazaretha isiphendukile kodwa ngyambona yenna uShembe.

    • @sinemihlalimeetshelwa3955
      @sinemihlalimeetshelwa3955 Місяць тому

      Cha akuyena namphi Na umzali akadelelwa kunento ethi esiXhiseni umntwana odelelayo ulandelwa ngamabhadi

    • @uncletee1853
      @uncletee1853 Місяць тому

      Injalo

  • @andiswasihleeh3621
    @andiswasihleeh3621 2 місяці тому +1

    Amen ❤

  • @user-vp8dg9pw5j
    @user-vp8dg9pw5j Місяць тому +1

    JESUS IS THE WAY THE TRUST AND THE LIFE

  • @Matthew6thirty3
    @Matthew6thirty3 Місяць тому +7

    Okusalayo only Jesus Christ is Lord and He only died for humanity,ao give your life to Him

    • @Indabenkulu
      @Indabenkulu  Місяць тому +2

      Okay Coolio

    • @preciousgemini5293
      @preciousgemini5293 Місяць тому

      Usho umlungu?

    • @user-sk5ex7hz7c
      @user-sk5ex7hz7c Місяць тому

      Okay akunankinga

    • @Matthew6thirty3
      @Matthew6thirty3 Місяць тому

      @@preciousgemini5293 lolest angithi abelungu bona yizilwane they are not human🤣🤣🤣,yoh some minds

    • @Matthew6thirty3
      @Matthew6thirty3 Місяць тому

      @@preciousgemini5293 ngeloxesha abakeashembe bathi ngamanazaretha lol wow the word Nazareth is a Hebrew word so then ke precious one how does a Zulu person have any association with a Hebrew vele

  • @rebeccasangwen9453
    @rebeccasangwen9453 2 місяці тому +1

    Amen

  • @user-vr2kn4tp9j
    @user-vr2kn4tp9j Місяць тому +1

    Amen🙏

  • @NomathamsnqaGumede
    @NomathamsnqaGumede 2 місяці тому +2

    Amen

  • @leeshinga2369
    @leeshinga2369 Місяць тому +1

    Amen

    • @sinemihlalimeetshelwa3955
      @sinemihlalimeetshelwa3955 Місяць тому

      UShemba nguNkulunkulu kuninzi okufundayo kwintshumayelo Xa umamelisisa Xa uyile kwiSabatha