MAGUMEDE Umuzi wakhiwa yikamelo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 28 чер 2021

КОМЕНТАРІ • 273

  • @HappinessMngun
    @HappinessMngun 6 днів тому

    Sawbona mama Siyabonga kakhulu kuwe ngiyakufuna Bo ngokugeza umsamo ayi mama Thina kokwethu ungathi sihlushwa yiwo nje

  • @senzoshusha3618
    @senzoshusha3618 3 роки тому +15

    ngyamthanda lomama ngifisa engathi engaduma kakhulu ngomsebenzi wakhe omuhle , namhlanje ngihambile ngaya kowuthenga umuthi wakhe ngafica kukhona ingane yakhe .

  • @nobuhlegoodness1751
    @nobuhlegoodness1751 Рік тому +3

    Yhoo hayi uyasebenza mama ngeke nami ndibonile kuyafiwa uba uselile lembiza. NKULUNKULU NGASE AKUGCINE IMINYAKA EMININTSI UHLALE USIZA AMAKAMERA ABNTU ABANINTSI KUZE LABATHI LILUNGE 👏👏

  • @nhlanhlanene4847
    @nhlanhlanene4847 3 роки тому +17

    Ay ngyamuvuma uMaGumede. Ngaya kuye last week... Noma bengingaLack ndawo, but I wanted to test her Medication, I was impressed. My gf didn't want to go home.

  • @TheSishimane
    @TheSishimane 3 роки тому +15

    Amawele amathathu🤣🤣🤣🤣 dankie MaGumede👏🏾

  • @lindokwakhealmas-tn5qn
    @lindokwakhealmas-tn5qn Рік тому +7

    Phambili ngoMaGumede phambili ❤❤❤yona imbiza iyimalini❤

  • @thembelatheophilus1574
    @thembelatheophilus1574 3 роки тому +10

    Siyabonga sisi futhi siyakubongela phambili Magumede phambiliiiii

  • @sihlesamkelo2634
    @sihlesamkelo2634 3 роки тому +9

    Siyabonga mama umaGumede ngingajabula um nginga add kulegroup esegoli edinga lembiza

  • @couragecharumbira8340
    @couragecharumbira8340 3 роки тому +9

    I love the way she talks

  • @phindilezuma3781
    @phindilezuma3781 2 роки тому

    Ngaze ngajabula ukubona lomama yaz &okungthokozisa kakhulu ukuthi ngiseduze naye ethekwini everulam💃💃💃😘😘😘❤

  • @wendy7915
    @wendy7915 3 роки тому +4

    QUEEN🔥🔥🔥🔥

  • @mcebisimaqoko2506
    @mcebisimaqoko2506 2 роки тому +4

    Molweni apho msasazi(ndide ndakulibala igama lakho,kushubile apho estudio🤣🤣🤣🤣) kunye noMamgumede.Yhoo imbiza yakhe inamandla kakhulu xa imithisa seku preventiwe🤔 Kuzokulunga isizwe sicondomise kakhulu otherwise sakungena ezindlekweni ziingane eziningi.Kuhle kona umuntu nomuntu azitholele le mbiza ka Mamgumede.Dankie Select Africa TV🙏🙏

  • @thulanivilakazi1627
    @thulanivilakazi1627 3 роки тому +13

    Mina bengisethekwini end May hayi nami ngazifikela mathupha kuMaGumede. Hayi bafwethu inolaka lembiza ngezwa ngaye lomama wasendlini ebuza ethi haibo uphuzeni wendoda 🤞🏿.

    • @sithembilezulu8333
      @sithembilezulu8333 2 роки тому +2

      Ukuphi netheku

    • @zorrozee5906
      @zorrozee5906 2 роки тому +2

      Awusho bafo, uma uyiphuzile ikukhipha ngezansi noma isebenza njenge booster?

    • @thulanivilakazi1627
      @thulanivilakazi1627 2 роки тому +1

      @@zorrozee5906 if uncolile iyakukipha but ayinalaka mina yangikipha 1 day only after lokho ngase ngiryt isibooster kuphela

    • @thulanivilakazi1627
      @thulanivilakazi1627 2 роки тому

      @@sithembilezulu8333 emakete yomuti

    • @zorrozee5906
      @zorrozee5906 2 роки тому +1

      @@thulanivilakazi1627 😁😁 ngikuzwa kahle bafo, ngizoke ngimvakashele sibone simisa kanjani

  • @balungilengema3451
    @balungilengema3451 3 роки тому +3

    🤔aibo kumele sifike phela lapha ko
    Gumede thokoza gogo wami 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @nkulaih
    @nkulaih 3 роки тому +6

    Sibonge kwi select africa tv syamuthanda futhi someseka uMaGumede

  • @ciandermncube887
    @ciandermncube887 3 роки тому +24

    Ngimkhonzile lomama

  • @xoliletyaliti9542
    @xoliletyaliti9542 Рік тому +1

    Molo Magumede mna ndiseCape town celubuza uza nin ngapha

  • @Onkzit
    @Onkzit 3 роки тому +10

    Ngiyamuzwa uma kodwa leyokuphuza nge mug eyodwa abantu abay- thousand is just not hygienically on. Imbiza yakhe yenza amasimba ngiyayivuma ngiwufakazi...

  • @inyonitv3696
    @inyonitv3696 3 роки тому +19

    🤣🤣🤣WeBafwethu, noma ngabe uthunyiwe lembiza Kuma Gumede uyothengela umuntu, ukunika imbiza, bese akuthelele ikomishi oyiphuza eyiqede😂

  • @mzwandilekhumalo3038
    @mzwandilekhumalo3038 3 роки тому +12

    Ngiyabonga Bhuti ukuthi usotholele lomama, sesiyahluleka singamadoda

  • @thembanijiyane9560
    @thembanijiyane9560 Рік тому +2

    Umhlaba aze asuze🤣🤣🤣🤣🤣🤣😅😅😅eeu yeboke MaGumede

  • @finnamsiza8755
    @finnamsiza8755 3 роки тому +2

    Ngikuzwile mina gogo kwande

  • @octaviaolpa219
    @octaviaolpa219 3 роки тому +3

    Wayibeka ma Gumede

  • @khethiwemotaung5887
    @khethiwemotaung5887 3 роки тому +5

    Kunini ngihlupheka bakithi ngingatholi abantwana emzini😭

  • @sthembisosihle3409
    @sthembisosihle3409 3 роки тому +1

    Washay magumed

  • @thembinkosiblessing7126
    @thembinkosiblessing7126 3 роки тому +4

    Ngiyawasaba amawele Yoo

  • @MNQ233
    @MNQ233 3 роки тому +6

    Lembiza yethu kumele umuntu ayithole sizongena kulemjovo yabo eyi😂😂😂😂😂

    • @kananaidu5
      @kananaidu5 3 роки тому

      Loooooolest ayi khuzeka boo Mnqobi 😂😂😂😂

  • @mandlathapelo4829
    @mandlathapelo4829 3 роки тому +3

    😅🤣🤣😅🤣🤣awu kodwa maGumede

  • @mfundomagubane6565
    @mfundomagubane6565 3 роки тому +3

    Martzburg singayithola kanjani lembiza

  • @menzisithole9990
    @menzisithole9990 3 роки тому +3

    Ngisacela inumber yakhe ugogo noma yomuntu engingaythola kuyo lembiza ngisegoli

  • @thokozanifihlokwakhe599
    @thokozanifihlokwakhe599 3 роки тому +4

    Uyayazii intoyakhee lomama futhi uyayi chaza izwakale......... Mengalekelelwa athole office lasebenzela khonaaaaa.......

  • @luyandaluya8660
    @luyandaluya8660 3 роки тому +3

    😃😃😃😃 mhlaba zasuze!!!! Hawww!! Weeee mhamha!!!!

  • @phumlanimsimanga7963
    @phumlanimsimanga7963 3 роки тому +3

    🔥🔥

  • @ayaayabonga6725
    @ayaayabonga6725 3 роки тому +5

    Ndiyayfuna induku yalamama ndise kapa

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 3 роки тому +7

    Njengabalandeli be sicela usbuyisele u bhodlumlilo azoschazela kwenzakalani ngemoto ayipha u Navigator izwe libuka,uma uhluleka ukumbuyisa uschazele live ukuth akathandanga ukubuya azophendula,thina siyaluthanda uhlelo lwakho but asiwa support ama scammers lento ayqali ukwenzeka kubhodlumlilo sesiyamsola iscammer senyanga lesi

  • @wisemannqashanqasha8145
    @wisemannqashanqasha8145 3 роки тому +1

    Mama Gumede ngiyakuzwa mina utholakala kuphi umuthi wakhooo ..uyimalini kodwa?

  • @ayaayabonga6725
    @ayaayabonga6725 3 роки тому +5

    Dokotela akasiposele thina sise kapa kodwa siyamdinga logogo kakhulu

  • @mfundisosofia7480
    @mfundisosofia7480 2 роки тому +6

    Mhlaba azasuze🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @kaydiko4751
    @kaydiko4751 3 роки тому +5

    Yhoo Magumede lee Mbizaa izosifaka engxakini

  • @mabenavusi8676
    @mabenavusi8676 3 роки тому +4

    Kufuneka asebenzisane nama courier services

  • @johannesramushu455
    @johannesramushu455 3 роки тому +4

    Dankie MaGumede.

  • @hustle_mzansi2849
    @hustle_mzansi2849 3 роки тому

    Ngiyayidinga nami lembhiza

  • @mawethumnyaka2985
    @mawethumnyaka2985 2 роки тому +1

    Mshaye!!!

  • @sheltermkhwanazi93
    @sheltermkhwanazi93 2 роки тому +2

    Mama unjan ngcela ukwazi utholakalaphi

  • @user-iu7ob1jw2h
    @user-iu7ob1jw2h 16 днів тому +1

    MAQWABE YEYEYE MNGUNIE uyazi kade ngakwqzi ntombi. Kodwa ngangididwa ukuqina kolimi uyibeka ngambaba indaba yalembiza yakho ngesaba ngabanamahloni. Kodwake manje incazelo lana kwi select TV yenza ngihalele ukuza kuwe. Haibo ngikhuluma iohutha, kulonyaka ngiye ngakucinga ngangakutholi eytebhisini lapho engangikubona khona ungenamhloni eminyakeni ethize eseyadlula. Siyabonga kwi SELECT TV, ngoba mina besengiphonse ithawula ngithi akasekho UMAMNGUNI kanti usesezingeni eliphezulu. Syabonga ngokulethela lentokazi isizwe sakithi bantubakity asphileni sonke.angisiue umuntu owabelanayo ngengitkuthola lana kwi UA-cam ngoba abantu bathathana kancane ikakhulukazi okuqondene nabo okwesintu. Bathatnda okwesilungu ngoba sonke sagqilazwa abelungu ngisho iyngqondo zethu zikholelwa kumfundisi. Okukasomandla asikufuni obala sijekela emakhoneni siyakweba bese sicindezela abanye ukuty bangasizakali. Kodwa ma siya kwabezizwe sihamba ngeqholo sithi ngisaya kudokotela ngidinga umjovo na.aphilisi ekhanda. Okwethu sekwaphenduka amademoni, okwabebala kunobu nkulunkulu. Abefundisi bahamba ngasese ukuya kubelaphi bendabuko. Mabefika emabandleni abo bashayephansi bathinje akungayiwa ezinyangeni ngoba angake alibone izulu umuntu uyakubelaphi bendabuko. Khuphuka MAMNGUNI KHUPHUKA❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @bonisilesamson8700
    @bonisilesamson8700 Рік тому

    Mama magumede siyabulisa

  • @mpilomthethwa773
    @mpilomthethwa773 3 роки тому +2

    Siyayifuna nangapha emtuba bo

  • @nobhilitacomedy
    @nobhilitacomedy 3 роки тому +4

    Awu Magumede🤣🤣🤣🤣

  • @nokwandasbiya6462
    @nokwandasbiya6462 3 роки тому +3

    Lol 😂😂😂😂😂 yebo MaGumede

  • @trustngwenya4471
    @trustngwenya4471 3 роки тому +2

    Ngyasuka e Plumtree nhilubhekise ethekwini, to get umhlabe aze anye nyiiiii😅😅😅

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 3 роки тому +1

    MaGumede

  • @ntombimispasimelane4804
    @ntombimispasimelane4804 3 роки тому +1

    ngijabulile ukukhuluma nawe mama 7 August ngzobe nginawe eJozi ngyamfuna umhlabe aze asuze kikikik

  • @kwanelemaphumulo3572
    @kwanelemaphumulo3572 3 роки тому +4

    Kazi saneliswa nini thina singama doda

  • @robertsifisontobela7529
    @robertsifisontobela7529 2 роки тому +2

    Ngisanda kuyibona la ku Twist Street duze ne Joburg Hotel i Hyundai bakkie yabo enemibhalo egqame bha ....ithi aze asuze 😁😁

  • @gi9184
    @gi9184 3 роки тому +11

    iyasebenza ke impela imbiza yalomama ingelaphe umhlume nenduku iyakhuthala.

  • @AbafowethuPro
    @AbafowethuPro 3 роки тому +1

    Ei ngiphen le yamawele amathathu

  • @uncletee1853
    @uncletee1853 3 роки тому +4

    Mhlabeeeeeee mhlabe aze asuze mhlabeeeee

  • @nomthandazopearl6712
    @nomthandazopearl6712 2 роки тому +3

    Kumele ngizitholele yona kuze amawele azogcwala igceke😂😂😂

  • @kaydiko4751
    @kaydiko4751 3 роки тому +4

    Naty singabafazi sicela eye2 imbizaa

  • @iwanttogainweighthelpmokoe9275
    @iwanttogainweighthelpmokoe9275 2 роки тому

    Utholakala kanjani mah

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 3 роки тому +9

    Siyakufuna apha e cape town

  • @Mavela_ngentoyake
    @Mavela_ngentoyake 3 роки тому +9

    Ngiyayifuna bo

    • @SelectafricaTV
      @SelectafricaTV  3 роки тому +1

      Fonela yena

    • @ivythwala9195
      @ivythwala9195 3 роки тому +1

      Sanibonani ma Gumede kuyezwakala mama ngise Swazini ngingayitfola kanjani imbixa Le

  • @nonhlanhladladla9431
    @nonhlanhladladla9431 Рік тому

    Imabha nama

  • @thokozanithubelihlencube1748
    @thokozanithubelihlencube1748 3 роки тому +4

    Ngisuka eZim ngyeza ngifuna umhlabazasuze

  • @mlindosngubane6882
    @mlindosngubane6882 3 роки тому

    Utholakalaphii sisi

  • @thembalethusoko7744
    @thembalethusoko7744 3 роки тому

    Hi guys....ndicela inumbers zika mama coz I need it really kudala ndizama umntana no Nkosikaz wam ngok.....she is stressing sometimes siyalwa ngenxa ye stress saloko Kanye sokufuna ingane.....ndiyacela select africa tv

  • @lakhendwandwe
    @lakhendwandwe 3 роки тому +1

    Usebenzile Mvelase, nami ngishintsha ischedule ngiya ePark Station ngeSabatha

  • @moetimalesela3253
    @moetimalesela3253 3 роки тому +1

    We is this woman we t find here

  • @jabudlulane8800
    @jabudlulane8800 2 роки тому

    Utholakala kanjani umagumede

  • @lindiwethembile7739
    @lindiwethembile7739 3 роки тому +3

    Mmm ngizofona ngiganile 3yrs ingane dororo

  • @mthabisimndeni8332
    @mthabisimndeni8332 3 роки тому +2

    Syabonga MaQwabe, pho MA singakutholaphi ukuze sijabulise abantu 😊?

  • @thembinkosiconstable4156
    @thembinkosiconstable4156 3 роки тому

    Mawaphile amadoda

  • @dumatshabalala5858
    @dumatshabalala5858 2 роки тому

    Hi
    Siyabonga kakhulu ukusilethela uMagumede ,ngambona kuFacebook ngezwa impela ethi mhlabe aze asuze .Ngethuka, ngalelisisa kahle ukuthi kuthiwani lapho.Ngahleka ngaze ngalala phansi ,kodwa emva kwaloko ngathi nansi ke imbiza engiyifunayo.Ezinkingeni zami zonke lena iyongilamulela.Ngiyafuna impela nje nakanjani.Sibonge kakhulu.🙏🙏

  • @WandileMtshicelwa
    @WandileMtshicelwa 11 місяців тому

    Ndicela ukubuza mama ufumanekanjani.imbiza ndisekapa eGdabouw

  • @mzekelomangali9917
    @mzekelomangali9917 3 роки тому +1

    Itholakala kanjani ndise cape Town

    • @jabudlamini1080
      @jabudlamini1080 3 роки тому

      I do sell and I'm based in CPT get my stock from DBN

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 3 роки тому +1

    Masibulele Kuni enkosi

  • @RealTV11
    @RealTV11 3 роки тому +5

    iyasebenza le channel ayidlali. khuphuka lapho

  • @DeborahGumede-wu8nd
    @DeborahGumede-wu8nd 9 місяців тому

  • @georgejele6823
    @georgejele6823 Місяць тому

    Bafo wethu ngiyabonga Ma Gumede ngiyacela Kini bafowethu ithini le phone ya ma Gumede ngise Swatini

  • @thamsanqandlela3735
    @thamsanqandlela3735 3 роки тому +1

    awu ngozoke ngizame yazi

  • @ZWIDEMEDIA
    @ZWIDEMEDIA 3 роки тому +3

    Wayibeka indaba umama

  • @user-tr7um5vg8e
    @user-tr7um5vg8e Місяць тому

    ❤❤😂 😂😂phambili

  • @thokozanimthembu5758
    @thokozanimthembu5758 3 роки тому +6

    Mfokamthembu kwenziwayini ukuthi udoctor bhodla ephuce unavigater imoto nimupheyona izwe libuka

  • @mcondisifakudze6273
    @mcondisifakudze6273 3 роки тому +2

    🇸🇿🇸🇿Siyayicela

  • @herbertzimba4217
    @herbertzimba4217 3 роки тому

    Ngingayithola kanjani lembiza

  • @bhekidlamini1199
    @bhekidlamini1199 3 роки тому +1

    Kodwa nje Uma induku incane no matter ngabe uphuza amadramu eymbiza ngeke kwenze nex😂

    • @nombusomthethwa719
      @nombusomthethwa719 3 роки тому

      🤣🤣kodwa umajwayele Lona elincini uyolizwa ngaphandle musune history usuka kude

  • @njabulomafuleka345
    @njabulomafuleka345 3 роки тому

    Bazuza bantu kulonyaka

  • @ModernMom102
    @ModernMom102 3 роки тому

    Lol ngibone kiTiktok 😂😂😂

  • @zethembempanza8920
    @zethembempanza8920 3 роки тому +1

    Ayivuke induku 😀😀😀

  • @DjKellyz04Tv
    @DjKellyz04Tv 3 роки тому +2

    Kkkkkk mhlabe aze asuze

  • @zahfakazi
    @zahfakazi Рік тому +2

    Mhlambe aze asuze 😂😂😂 hau jesu shuty sixabene 🤣🤣🏃🏃🏃

  • @siyandamthembeni4114
    @siyandamthembeni4114 3 роки тому

    Ngiyamazi losisi but akaze ngayithenga mbiza yakhe

  • @sabelomahlambi3863
    @sabelomahlambi3863 3 роки тому +3

    Uyitestile yini Msakazi imbiza ka MaGums😊😊ngizolalela emsakazweni🥤🥤🥤

  • @user-ws2qi2bk7l
    @user-ws2qi2bk7l 6 місяців тому

    Uma unoshukela unguBaba induku seyilala wenzanjani

  • @walterdlamini2108
    @walterdlamini2108 Рік тому

    Sicela amanamba akho mama

  • @sbonisogcabashe3705
    @sbonisogcabashe3705 3 роки тому +1

    Sicela ama contact details bo eThekwini

  • @binetblose74
    @binetblose74 Рік тому

    Sengathi ungathuthuka maQwabe !

  • @luyandaluya8660
    @luyandaluya8660 3 роки тому

    Kodwa kum uba usile ndiyayncama mna lonto yalo kamela

  • @tracynyathi520
    @tracynyathi520 3 роки тому +1

    were can I get imbiza ka Magumede

  • @asavelalusawana7923
    @asavelalusawana7923 3 роки тому +4

    😂😂😂mhlabe aze asuse