Nongcebo Vukile McKenzie’s goodbye message as she did her last show today on Ukhozi FM

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 30 бер 2024

КОМЕНТАРІ • 23

  • @Nokubonga-cl2yt
    @Nokubonga-cl2yt 4 місяці тому +5

    Farewell Ngcebo uyibkekile induku ebandla❤❤ unkulunkulu akalenzi iphutha uma evala umnyango surely uvula omunye futhi we love you cc❤❤❤❤❤

  • @hlengiwemhlongo4608
    @hlengiwemhlongo4608 3 місяці тому +1

    💔💔💔 God will give you more than what you were doing. Pray & believe.

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 4 місяці тому +2

    Kubuhlungu kunjalo😥😥 kodwa ngithi kuwe sis wam, uma kuvaleka omunye umnyango, uNkulunkulu usuke ezowuvula omunye. Be strong sisi and maduze uzowthola omunye umsebenzi ongcono....mina ngikubona uwuStation Manager soon.

  • @saralukhombo7472
    @saralukhombo7472 4 місяці тому

    Nongcebo siyakuthanda Sisi siyohlale sikuthanda that voice ngizoyikhumbula iNkosi yomusa ikubusise njalo nalapho uNkuluNkulu akuhlelele khona uzoba yisibusiso Ntombi ❤

  • @makhosazanangcobo4023
    @makhosazanangcobo4023 4 місяці тому +2

    Ngcobo gal izinyembezi zakho soze zawela phansi uNkulunkulu kakhulu akubekele kona ngiyakuthembisa❤❤

  • @nokuthulamthethwa3636
    @nokuthulamthethwa3636 4 місяці тому +2

    We will miss you sthandwa sethu. Eyi uyadikhalisa nathi ndodakazi 😢😢😢😢. I remember ushintshwa kuloluhlelo wakhala and wasikhalisa sonke. Sengathi ungaphumelela kuzozonke izifiso zakho. God will open more doors for you sthandwa sethu❤❤❤❤❤❤❤

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 4 місяці тому +2

    Ncesi Ngcebo! Dadewethu kuyolunga ngelinye ilanga 😢😢

  • @thobekangwenya9593
    @thobekangwenya9593 4 місяці тому +1

    Yooh I'm hurt💔💔💔💔💔😭😭 .. aii suka!

  • @user-xw6hk7gk5f
    @user-xw6hk7gk5f 4 місяці тому +1

    Jabula cc uphume uphila. Kuyathakathwa kuloyo msakazo. Kunenkunzi yedimoni kubi!!!😢

  • @jabulisiwedludla9459
    @jabulisiwedludla9459 4 місяці тому +1

    Ngaze ngalwenyanya ukhozi. Isihluku esinjena kodwa.

  • @user-li2wy8wl9h
    @user-li2wy8wl9h 4 місяці тому

    Farewell Noncebo kodwa kubuhlungu sikhala njengawe dadewethu ❤❤❤

  • @LuckyMajozi-ok5su
    @LuckyMajozi-ok5su 4 місяці тому +2

    Yabona lemenenja yenu okhozini iyaluwisa uKhozi

  • @bonisileprecious1670
    @bonisileprecious1670 4 місяці тому

    Kanti uNongcebo uxoshiwe or angizwa kahle but i love you cc God bless.

  • @user-lu7gq6zg4n
    @user-lu7gq6zg4n 4 місяці тому +2

    Ingabe konakelephi okhozini .Thula cc uthixo ukubekele okukhulu okuhle ungakhali mbomvana

  • @prettynxumalo8388
    @prettynxumalo8388 4 місяці тому +1

    Sisi ukhozi lubhedile shame and luyihlazo manje akusemnandi ngampela ukulalela lona indlela olwenza ngayo besikuphi isindingo sokukukhipha emva kwesikhathi esingaka unalo lokhozi yini bengakufakanga kwenye indawo kubuhlungu kithi sikufisela okuhle kodwa Nkulunkulu unawe noma inini 😭😭😭😭

  • @NontetheleloIgnatia
    @NontetheleloIgnatia 4 місяці тому

    ❤❤❤

  • @vusishabangu9718
    @vusishabangu9718 4 місяці тому +1

    Farewell Nongcebo🎉🎉❤❤

  • @barbarangcobo3888
    @barbarangcobo3888 3 місяці тому

    Kulungile Baba 😢

  • @user-hb9yc8sd5m
    @user-hb9yc8sd5m 4 місяці тому

    Ujehova emuhle uzolenza icebo sinawe dadewethu ubuhlungu obuzwayo siyabuzwa nathi,kodwa nginethemba kukhona okuhle okuzovela

  • @lindalinfree8193
    @lindalinfree8193 4 місяці тому

    Sikanye nawe Nogcebo, ngikufisela izibusiso zonke empilweni yakho, futhi ukuvaleka komnyango owodwa kuyithuba lokuvuleka kweminye iminyango. Singabalaleli bomsakazo Ukhozi fm, singofakazi ukuthi uwenze kahle umsebenzi obuqashelwe wona futhi uzuzele lomsakazo abalaleli abaningi, noma abaphathi balomsakazo bengekubonge ngamagalelo akho kulesi-sikhondlakhondla somsakazo, kodwa thina balaleli siyabonga ngenzihlelo obusisakazela zona ubungomunye wabasakazi abayintandokazi kubalaleli balomsakazo. Ngikukhumbuza lamazwi kaDavide, " Impela okuhle nomusa kuyangilandela imihla yonke yokuphila kwami, ........ (Psalm 23: 6).

  • @thamithami5577
    @thamithami5577 4 місяці тому

  • @user-om7ul5dy8p
    @user-om7ul5dy8p 4 місяці тому

    Ncese sthandwa sethu

  • @simamkelegqada2830
    @simamkelegqada2830 4 місяці тому

    Uyahamba straight? awu
    Uhleli luzophathwa ubani